November 5, 2023 SHEMBE UNYAZI

Поділитися
Вставка

КОМЕНТАРІ • 112

  • @Khokhovula
    @Khokhovula 8 місяців тому +49

    He is the true God.

  • @bonganimkhize4716
    @bonganimkhize4716 8 місяців тому +40

    Ngeke umqonde ushembe ngeminithi kaphandle if yena ethanda ukukwenza ngentando yakhe...ngina 5 years ngiybukela ama video nje kanje I know almost wonke ama video akhona but still ngize ngaybonela yena ubaba ngiphupha angazi kwaymuph phakathi kwalaba amayisihlanu Koda umjiva nesgqoko ngakbona ...ngaguqa khona lapho ephuphweni ngacelela okhokho ukxolelwa ezonweni nasaphutheni omhlaba ...ngicela nje umjiva uyadlula awmile uyhamba........
    On the following weekend nge sabatha ngavakashela ka w emlazi e tempelini nganikela ngacela itoho ngo 5rand ngalthola ngo September...noma ngabe kwasekfike iskhathi Koda ngokqonda ukuthi ngalcela ezulwini....ngomunye u 5rand ngacela ukhlakanipha...ngisalindile namanje Koda ngiyombona odumisekayo ngiyombona ubaba mesengbusisile ..
    Angilona ilunga Koda kusezulwini la ngaty sonke ubaba angaskhumbula nathi simkhumbule mese busisile ❤

  • @user-lk5bl6iq9j
    @user-lk5bl6iq9j 8 місяців тому +15

    Mina ngyabonga Shembe ft ngohlala ngiyilunga lakho ngoze ngidlule kulomhlaba bengingelutho ngingenalutho kodwa namhlanje nginotho abantu baze bathi ngyaloya kanti ngacela ngase ngyalinda uma ufuna into kuleli bandla uyalinda ngiyillokhu engiyikona ngalinda ngiyayithanda inkonzo ka Shembe iyiqiniso ume njalo Dlakadla ubonise abantu impilo eya empumelelaeni ungajahi uyeza nakuwe 🙏🙏🙏♥️♥️♥️

  • @archbishopcorrinesheemaame2574
    @archbishopcorrinesheemaame2574 8 місяців тому +14

    I AM ARCHBISHOP CORRINE TURK BORN SEPTEMBER 20TH 1954...IN WHARTON TEXAS USA...

  • @archbishopcorrinesheemaame2574
    @archbishopcorrinesheemaame2574 8 місяців тому +14

    I NEED THE PROTECTION FROM THE MOST HIGHEST OF THE HIGH ALMIGHTY CREATOR OF ALL...AND I NEED FINANCIAL HELP...I NEED A PLACE TO STAY
    ..

    • @Matthew6thirty3
      @Matthew6thirty3 3 місяці тому

      Run to Jesus Christ for the salvation of your soul

  • @archbishopcorrinesheemaame2574
    @archbishopcorrinesheemaame2574 8 місяців тому +34

    GREETINGS BABA SHEMBE AND ALL OF THE SAINTS.. MUCH PURE LOVE TO ALL OF YOU...

  • @zimfanelezonken4855
    @zimfanelezonken4855 8 місяців тому +14

    I'm in my lowest I really needed intshumayelo noku bona nje uShembe. ❤️.
    Siyabonga

    • @Matthew6thirty3
      @Matthew6thirty3 3 місяці тому

      Jesus Christ is the only saviour you need he offers life n peace

  • @hlalangenkosikhumalo7321
    @hlalangenkosikhumalo7321 8 місяців тому +10

    Siyabonga Dlakadla umsebenzi omuhle kangaka wokusipha intsumayelo kaNkulunkulu wethu uNyazilwezulu ❤❤

  • @fikzomsomi355
    @fikzomsomi355 8 місяців тому +4

    Dlakadla sibonge kakhulu umsebenzi wakho omuhle angikabi namandla okuhamba imihlangano kodwa ngawe ngifana nomuntu obekhona iNkosi ikubusise nomndeni wakho ❤

  • @cynthiacele3959
    @cynthiacele3959 8 місяців тому +8

    Amen uyingcwele ngibonga umusa engiwenzelwe wunyazi lwezulu umkhulu baba uyesabeka mana njalo nkosi yamakhosi

  • @mpilogumede3884
    @mpilogumede3884 8 місяців тому +6

    Syabonga bhuti Dlakadla🙏 ungayeki ukusisiza ngeynkonzo.

  • @nokubongamillicent5136
    @nokubongamillicent5136 8 місяців тому +5

    Siyabonga kakhulu bhuti Dlakadla inkululu oyenzayo empilweni zethu ngomsebenz wakho kwande bhuti

  • @sibongilemabaso5791
    @sibongilemabaso5791 8 місяців тому +1

    UnguNkulunkulu wami nomndeni wami impela Nyaz'lwezulu, angiyinto yalutho ngaphandle kwakho. Sihamba nawe thina ngoba sinenkolelo yakho ukuty usihola ngokweqiniso elimsulwa laseZulwini. Nkos'yamakhos Nkos yezulu nomhlaba siyakuthanda Nyaz'lwezulu ❤

  • @mlondiziphozonke2740
    @mlondiziphozonke2740 8 місяців тому +7

    Impela impela unguye onguye nkulunkulu wethu Shembe Nyazi lwezulu🙏

    • @Matthew6thirty3
      @Matthew6thirty3 3 місяці тому

      UJesu Chrestu kuphela mfethu inkosi nomsindisi...run to Jesus Christ

  • @withmenkosinathi6758
    @withmenkosinathi6758 8 місяців тому +8

    OLWETHU UNYAZI❤❤

  • @bonisiwewinnie9838
    @bonisiwewinnie9838 8 місяців тому +5

    INkosi.. Ushembhe.. Uyindlela.. NE qiniso.. Shembhe.. Is.. The.. Way.. ❤❤

  • @Nduduzo12
    @Nduduzo12 8 місяців тому +8

    🌸Shembe oyingcwele🌻🌼🏵

  • @archbishopcorrinesheemaame2574
    @archbishopcorrinesheemaame2574 8 місяців тому +7

    THANK YOU ALK FOR YOUR PRAYERS.

  • @user-jz2gb4yj2p
    @user-jz2gb4yj2p 6 місяців тому

    Siyabonga Ku Nkulunkulu oluNYAZILWEZULU ngokwenza isivumelwano nokhokho bethu wasenza Saba ngaManazaretha sengathi Thixo olungileyo Nomusa into yakho ingesehlule ngoba asiyazi yaziwa nguwe kuphela INHLE INOBUNGCWELE siyabonga❤

  • @user-wt5qu4ut6s
    @user-wt5qu4ut6s 8 місяців тому +5

    Izandla zedlula ikhanda baba syabonga dlakadla

  • @Mank_Mindset
    @Mank_Mindset 8 місяців тому +4

    Dlakadla, sibonga umsebenzi wenu omuhle, besilindele umfanekiso ka- October oqoshiwe ngesizathu sokuthi: Quality of sound, resolution and best angles view💯✨❤️🖤

  • @S_25752
    @S_25752 8 місяців тому +1

    Siyabonga ukuthola leli Thuba ukuzwa ngo nkulunkul wethu thina zinkendama Amen ,Phambili ,Nyazi lwezulu

  • @bonokwakhebonokwakhe406
    @bonokwakhebonokwakhe406 8 місяців тому +8

    Siyabonga Bhuti uDlakadla ❤

  • @SabathaMbartory
    @SabathaMbartory 7 місяців тому

    Mina angazi Noma ngibusisekile Noma kanjan kdwa uNyazi ngihlezi ngilibona Uma Ngilele ngicela kulo namanje uyafika Kimi Uma ngilele😭❤️

  • @khuloMbatha
    @khuloMbatha 8 місяців тому +3

    Nguye onguye😍😍

  • @ntobekomchunu2911
    @ntobekomchunu2911 7 місяців тому

    Jesus Christ is the only God of all men

  • @archbishopcorrinesheemaame2574
    @archbishopcorrinesheemaame2574 8 місяців тому +6

    I WANT TO COME IN THE MONTH OF JUNE AND JULY TO AUG...

  • @SurprisedBreakfast-gr4ru
    @SurprisedBreakfast-gr4ru 5 місяців тому

    Ameeen

  • @nosiphozulu6486
    @nosiphozulu6486 8 місяців тому

    Asinazikhali asinazhlangu kepha BABA uyasvikela ngibonga ukhipha ababoshiwe ezigodini zosizi sibabonile Thina ubakhulula ekuboshweni BABA Siyabonga MUSA OHLEZI PHAKADE❤❤❤❤❤❤❤ NOMBOLO 7

  • @kupholiwemedia1065
    @kupholiwemedia1065 8 місяців тому +7

    Real God 😭🙏

  • @nothandolindokuhlenkosi6192
    @nothandolindokuhlenkosi6192 3 місяці тому

    🙌🏾Amen moyoyingcwele🙌🏾

  • @nhlakaniphohlatshwayo2688
    @nhlakaniphohlatshwayo2688 8 місяців тому +4

    Dlakadla bhuty kuyabongeka ❤🎉😊

  • @user-ul8sr3fn6s
    @user-ul8sr3fn6s 8 місяців тому

    Ngiyabonga Nkosi Nyazilwezulu..

  • @justicelushaba2413
    @justicelushaba2413 8 місяців тому

    Shembe is the way ngaso sonke iskhath

  • @bhekinkosiphilani
    @bhekinkosiphilani 8 місяців тому

    ❤❤❤❤❤ amen ukhumbule Nami

  • @nolwazingcobo3884
    @nolwazingcobo3884 8 місяців тому +3

    Shembe Oyigcwele🥰🥰🥰

  • @mzilangwenkosi3533
    @mzilangwenkosi3533 8 місяців тому +1

    SHEMBE IS THE WAY, SHEMBE NYAZI LWEZULU USIKHUMBULE NKOSI SINGABAKHO

  • @sakhilebonokwakhemajola7269
    @sakhilebonokwakhemajola7269 8 місяців тому +2

    Syabonga bhuti ngokusithatha usibeke

  • @user-ny5nt2gb4b
    @user-ny5nt2gb4b 8 місяців тому

    Syabonga Nkosi Baba ngokusibusisa kokuba yinkosi emhlabeni nasemazulwini Amen

  • @user-sg1nz6md4b
    @user-sg1nz6md4b 8 місяців тому +1

    Khula nyaz lwezulu❤

  • @user-tr9gm7jd7x
    @user-tr9gm7jd7x 8 місяців тому

    Amen khula Nkosi yamakhosi khula NyaI lweZulu zishone phansi izitha zakho, Nabakuphikayo bayoze bakuvume wagcotshwa emazulwini! 1:43 1:47

  • @ZaloZakaza
    @ZaloZakaza 8 місяців тому +1

    Ungunkulunkulu kepha thina syamehlulela silandela ubumnyama siyeke ukukhanya

  • @nosiphozulu6486
    @nosiphozulu6486 8 місяців тому

    Baba wethu kambe Wena uthanda nabangakuthandi futhi wondla nabangakuboni wazi okhokho namakhehla akwethu futhi ukhulula ababoshiwe eZULWINI Nkiya nkiya engakaze Ibonwe ngokhokho nomkhulu nezalukazi zase ndulo zikubone sezise sigodini sosizi usuzikhulula Mkhululi wakwa ZULU nezizwe Zonke yazi BABA bayokubona lapho sebekudinga Yabona ke mina ngibonga ukuba umntwana wakho NGIYAKUTHANDA BA BA❤❤❤❤❤❤❤ NKOSI Y ESABATHA nombolo 7

  • @SphuraPhura
    @SphuraPhura 7 місяців тому

    Amen Amen Amen

  • @Classifiedinsiders
    @Classifiedinsiders 3 місяці тому

    Amen

  • @Phumlani_Mncube
    @Phumlani_Mncube 8 місяців тому +1

    NKULUNKULU WOKHOKHO BETHU THIXO MKHULU NOYINCWELE WAMANAZARETHA..... SIYABONGA DLAKADLA INKOSI IKUBUSISE

  • @thabilegwamanda3364
    @thabilegwamanda3364 8 місяців тому

    Nkosi yeZulu nomhlaba Nyazi lwaseZulwini 🙏🙏🙏🙏🙏

  • @MpilonhleKhanyile-ed2hh
    @MpilonhleKhanyile-ed2hh 8 місяців тому +1

    UNKULUNKULU WANGEMPELA🙏

  • @musamnyango
    @musamnyango 8 місяців тому

    Siyabonga baba Dlakadla inkosi ikubusise.

  • @user-qm8kj3jf1s
    @user-qm8kj3jf1s 8 місяців тому

    UZE UNGIKHUMBULE SHEMBE OYINCWELE NYAZI LWEZULU❤🙏❤

  • @mnqobicmadlala363
    @mnqobicmadlala363 8 місяців тому +1

    Kodwa uZulu ingoba engaboni ngempela??? Mmmm 🎤🎹 asisukume ISILO SETHU 🤔

    • @thullynomandla7701
      @thullynomandla7701 8 місяців тому

      Mtaka baba, wayikhetha INKOSI NYAZI LWEZULU, wonke advice ukube uwacela khona azijwayeze nje ameen

  • @mbenhle1
    @mbenhle1 8 місяців тому

    Aaaamen! Uuuuyingcwele! ❤❤❤🙏🏿💯

  • @user-tk1cu8qj2x
    @user-tk1cu8qj2x 5 місяців тому

    Unkulunkulu obonakala ngamehlo

  • @sakhowakhenkwanyana7433
    @sakhowakhenkwanyana7433 8 місяців тому +3

    Kwande bhuti

  • @snethembamazeka8481
    @snethembamazeka8481 8 місяців тому

    NkocYeZulu Aii🌺❤

  • @nkanyisondlovu3151
    @nkanyisondlovu3151 8 місяців тому

    Siyabonga Dlakadla Mnewethu, nathi siyakuthola ukuphila ngokubuka ama video, sengathi uNkulunkulu angawukhulisa umsebenzi wakho

  • @khumbulaniinnocent8466
    @khumbulaniinnocent8466 8 місяців тому

    Mlomo ongathethi manga, besikhona Shembe ONgcwele

  • @sindiswabhengu233
    @sindiswabhengu233 8 місяців тому

    Aww Shembe wethuu🥰🥰🥰🥰♥️

  • @user-ts5vw8kw9w
    @user-ts5vw8kw9w 8 місяців тому

    ❤❤❤

  • @bonisiwewinnie9838
    @bonisiwewinnie9838 8 місяців тому +1

    Ngiyabingelela.. KunyZi.. Lwezulu.. Amen.. Uyigcwele.. Amen

  • @SurprisedBreakfast-gr4ru
    @SurprisedBreakfast-gr4ru 5 місяців тому

    Mina baba ngaku phupha

  • @zinhlemdletshe-rh2nb
    @zinhlemdletshe-rh2nb 8 місяців тому

    ❤❤❤🎉

  • @ThabisoBase-sr6ok
    @ThabisoBase-sr6ok 8 місяців тому +1

    Siyacela baba Dlakadla uma kungenzeka uma kuwu mfu Ntombela ofunda umthandazo umhlunge entshumayelweni abe ne video yakhe yedwa efunda umthandazo.

  • @bongiwemtetwabongiwemtetwa1103
    @bongiwemtetwabongiwemtetwa1103 8 місяців тому

    🙏 🙏 🙏

  • @lwandlembuyazi9446
    @lwandlembuyazi9446 8 місяців тому

    Usuyinkinga kakhulu manje Dlakadla 😮

  • @nhlakakhomo64418
    @nhlakakhomo64418 8 місяців тому +1

    awu besikhona emzini oyingcwele

  • @khayelihleclarence-kn6dx
    @khayelihleclarence-kn6dx 8 місяців тому

    🚂☀️🌑🌈⚡🙇🙏

  • @mbenhle1
    @mbenhle1 8 місяців тому

    Ngoba Abantu abazwani nento Enhle😢

  • @SAMBO9501
    @SAMBO9501 2 місяці тому

    Your god is wearing sunglasses. 🤔🤔🤔

  • @user-sh5qy8wn8m
    @user-sh5qy8wn8m 8 місяців тому

    NGALO ZINDE AZILINGANI NABASE MHLABENI

  • @SithembileNene-ti6fd
    @SithembileNene-ti6fd 8 місяців тому

    Singahlukaniswa yini nawe nkosi yamakhosi

  • @nobuhlepamella3038
    @nobuhlepamella3038 8 місяців тому +2

    UA-cam uyaphilisa yazi, angilali ngingayilalelile intshumayelo

    • @lwandlembuyazi9446
      @lwandlembuyazi9446 8 місяців тому +1

      Mina Buhle njalo mangiqeda uthandazo ka4:00 am ngiqonda kuDlakadla ❤

    • @nobuhlepamella3038
      @nobuhlepamella3038 8 місяців тому

      @@lwandlembuyazi9446 amen bhuntwami injalo indaba

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 8 місяців тому

      Akyona intshumayelo lena,inkulumo ninjani kanti

    • @lwandlembuyazi9446
      @lwandlembuyazi9446 8 місяців тому

      @@anelemavundla6864 kanti itshumayelo islilo yin?

    • @nobuhlepamella3038
      @nobuhlepamella3038 8 місяців тому

      @@anelemavundla6864 Ngyaxolisa ou

  • @tholakelemabaso4420
    @tholakelemabaso4420 8 місяців тому

    Thank you

  • @user-ed3rm6eq4h
    @user-ed3rm6eq4h 8 місяців тому

    Cha impela siyacela ngokuzithoba baba ake ube nje NEQINISO kanye nje kuphela. MUSA ukudukisa isizwe seNkosi uJesu.Ake ube nonembeza kanye angeke uzisole.I qiniso liyamkhulula umuntu.Siyacela baba

    • @user-bl2xl8pl7l
      @user-bl2xl8pl7l 8 місяців тому

      Black to Black❤❤❤❤

    • @user-ed3rm6eq4h
      @user-ed3rm6eq4h 8 місяців тому

      @@user-bl2xl8pl7l Cabanga nje uma engaba ne qiniso.Abuyisele isizwe esingaka kuJesu Kristu,UYOHLONISHWA umhlaba wonke uyodlula uMandela.Yena akakucabangi lokho

    • @senzovictorgwala
      @senzovictorgwala 8 місяців тому +1

      Mkhonze wedwa umlungu

  • @user-ed3rm6eq4h
    @user-ed3rm6eq4h 8 місяців тому

    Siyacela kakhulu baba.Buyisela abantu eNkosini uJesu angeke uzisole.Ngeke ulahlekelwe yisithunzi sakho kodwa uYOZUZA kakhulu kunalokhu.Udumo lwakho ngeke lulahleke kodwa luyoba lukhulu impela.Siyacela bakwethu

    • @senzovictorgwala
      @senzovictorgwala 8 місяців тому

      Uyabathanda bo abelungu ngobabona bahlakaniphile ngeke bamkhonze umuntu kudwa wena uthi asiyokhonza umlungu

    • @user-ed3rm6eq4h
      @user-ed3rm6eq4h 8 місяців тому

      @@senzovictorgwala Weeee,ngiyakuzwela mntakababa kusenomuntu ngo 2023 othi INSINDISO yabelungu uvelaphi kodwa?Qaphela ungasali kakhulu.

    • @senzovictorgwala
      @senzovictorgwala 8 місяців тому

      Akaze abelungu bafike nensindiso bafika nocindezelo olwasi yekusa izinto zethu kwaphasa ezabo ngisho inkolo kwaphasa eyabo ama sulumane ano mprofethi wawo umohamed ama india ano krishna abelungu ujesu ungazi faka wena ngoba uyu thatha

    • @user-ed3rm6eq4h
      @user-ed3rm6eq4h 8 місяців тому

      @@senzovictorgwala Weee,into engingakucebisa ngayo wukuthi ake nje uphume ubone amazwe mfwethu hhayi kabi ngoba kuyabonakala ukuthi cha kushoda nje ulwazi

    • @senzovictorgwala
      @senzovictorgwala 8 місяців тому

      Mina ngi kahle kule lizwe engikulo angidingi amazwe abanye abantu nonkulunkulu babo kungani thina banguni noma thina ma Africa kudingeka sikhonze onkulunkulu bezizwe

  • @sandilejele188
    @sandilejele188 8 місяців тому +1

    Amen