Ukucupha U-partner Ngomuthi | Indaba Yesintu
Вставка
- Опубліковано 23 сер 2024
- Uyayazi the temptation of having sex with umuntu wakho or owomuntu only to find out that ucushiwe?😭
Abanye bagcina beze beshona due to ilumbo nokunye okuningi.
Your experience? Sithini isintu ngokucushwa ko-partner?
#trending
#gagasifm
#2treanding
#trendingshorts
Sawubona Alex, Can we please have a Topic on a full Zulu wedding process, especially Umgcagco and the rituals that are performed when the new bride is crossing over to her husbands side of the family Please
Wonderful show today
Very good suggestion . I absolutely second this . I hope they will consider it 😅
Ukucupha umuntu...? Ukuthakatha nje lokho. Aluqonde nje ulimi
Very insightful bafowethu traditional ly, Queen well explained Ndabezitha pls come futhi
interesting
Very Insightful....naze nayichaza kahle Mam'Ndlunkulu nomlekeleli Mbanjwa ..siyazidinga izinhlelo ezikanje...
Hayi cha Mthiyane ngiyabonga kakhulu,isihloko sanamuhla singivule amehlo kakhulu,izivakashi zakho zisize kakhulu 🙏🏽
Mmh what an insight and extreme important topic❤❤❤
Ngiyabonga kakhulu bafwethu indlela enichaza ngayo le ndaba nokuthi nje mam' uMncwango uchaze isintu nemikhuba ngendlela engachemile kodwa evulelekile. Ngiyambongela umsakazi ngokuthola abantu bohlobo lwenu.
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Leviticas 19:31,Mark 7:7-9,13.
Sobacupha nje abafazi ngeke silale emalolini nje ngezinjini bona belele koking bed bethu namanye amadoda
Amen lapho.....
Umcuphe bese uyashona kwenzakalani ngaye
Lento yokucupha usuke usukhathele ukuhlukumezeka wenziwa islima special thina bafazi esiganiwe.asisena nhliziyo sikhathele ukudlala onondindwa
Interesting topic, and ngithanda ukubonga abahambeli bethu ngokukhuluma isiminya. Ngincome nakuNdlunkulu ngokuybeka kahle.
Umama obechaza lapho estudio utholakala kuziphi izinkundla zokuxhumana uma sidinga ulwazi oluthe xaxa
Ngibingelele . Mina ngicel ukubuza uma umuntu weafazan ecushiwe ukuthi mayehlangan nomuntu wesilisa bese induku yalowo wesilisa bese iyawa kuhle kofudu malibalekisa ikhand . Lento yenzek mangabe esethi uyangen konakal ngokuthi akuthinte nje ngalo bese liyawa ... Buthini ubungoz kumuntu wesimama or kowesilisa ngalento
Yaze yayinhle iCombo kaMbanjwa nomama uDlamini la okanye nguMaDlamini angizwanga kahle... kodwa yeeeey inamandla.
Inamandla kakhulu ngichazekile sifunde lukhulu njengabalaleli
Bengicela ukubuza ukuthi manje uma ungathandana nomuntu kanti ucushiwe kodwa Ube umthole engaganile, kodwa abe wacushwa yisoka basebayahlukana. Manje wena uma usumthola wena mele wenzekanjani??
Ngaze ngafika ukubuza...
The lady is speaking deep Zulu. I can't understand half the things she's saying
Ubufuna ekhulumeni wena?
@@izinqwelemediatv141 koda yini😂
@@izinqwelemediatv141 Nkosi yami Jehovah 😂😂
@@izinqwelemediatv141Kodwa yin🤣😂🤣
Sikuzwa ngawe ukuthi khona no "deep zulu" thina sazi isiZulu nje siyisiZulu. Ucabang'ukuthi kusegoli la? 😂😂
Cela ngelinye ilanga nichaze if someone was molested as a child kufanele kwenziweni ngokwesintu.
kudingakala ukuthi kwenziwe inhlambuluko
Ungaze umcuphe bafeba kakhulu lamadoda esishadenawo seskhatsele
luyakhulisana loluhlelo
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Leviticas 19:31,Mark 7:7-9,13.
Dlakadla lelo Bible lafika nabelungu thina sineyethu indlela yokuphila as abantu abamnyama
@@sihlealex1757 Unamanga, futhi isintu sibasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?