May God heal u cc u have been throgh sooo much nkos yam u need counselling n healing. karma will deal with him m sure izinto zakhe zyabheda kumanje.waze wanonya umfana😢
Ingane encane ingcwantjwa njalo vele stufuza ne bhayi layo livezwa kancane e khoneni le thuna kwenzelwa ukuthi mama wengane angavaleki ..but leyesgubhu yiyo engayazi
Still borns do gets covered automatically, as long as policy is active futhi iba la ko R5k. I'm not sure ka home affairs uyayibhalisa yin ke cause azisekho, meaning mele wenze I birth plus death same time.
Mmmmmm nkosi ngiphelwa amazwi kwaze kwabuhlungu😢😢😢😢 nkosiyam jesu kunzima ukuphila bakwethu losis kubo uyakwazi kubo ngabe kunomehluko empilweni azi nje ubaba 😢😢😢😢
Kungcono wamkele uJesu mntase uzothola ukuphila nemimoya yahlukane nawe❤❤❤
It's not Safe for uStufuza to listen to things like this at her situation it's not good for the baby😔
Niyakhalaza nje ngenye presenter
I agree. This content is hectic for Stufuza.
Kuvele Stufuza ingane edelweiss kanjalo ifihlwa egcekeni Kuba abasekhaya vele ababakhona uqinisile
Ingane ezelwe kanjalo
It's very true it's a very sensitive topic for umntu ozithwele ,iyethusa on a serious note kwesisimo akuso kodwa uNkulunkulu ukhona
Yooooh ngàze ngamzwela ustufuza kuloludaba bekungamele lwenziwe uye 😢
Uqinisile Dali
I agree it's not healthy for her in her situation
Yoo Cc askies impilo yakho ibinzima I hope 1 day you will heal😢
Nomthandazo sisi uyasebenza ngendlela osasemncane ngayo udinga umthandazo onamandla, konke kuzodlula mama
Ngaze ngabazwela bobabili😢stufuza, please dont take this hard, neh just be strong for the unborn baby❤dont be stressed mami😒🥺
Saze sabuhlungu istory salomtwana emncane kangaka sendlule ezinkingeni ezingaphezu kwam ngingu gogo askies darl
Ncese mabby Yesu uzokudlulisa konkengelinyilanga umethembe uYesu bby nomakunje kdwa usenguye uThixo osinakekelayo njlo bby ncese
1 thing abt ustufuza...uybuza yonke imibuzo ebalulekile
That’s what I love about uStufuza wenza sure
Srry my sister need counseling frm both family ,there is dangerous people to U family,special frm those funerals in her mother's family,be strong ❤❤❤
😢😢😢 Nkosi yam , usizi Kodwa bakithi kwaze kwabuhlungu
Policies kulamalanga do cover ama stillborn and babies under 6 months without them being registered as long as you are an active member
Sikhuluma ngemali aMaPolice
Seconded..kimina kwenzeka 1997 bakhokha kwenzeka konkr ngendlela
only if uMama ekwi policy futhi nakhona ay noma yphi policy kumele kube ifamily funeral cover
Mina owami ngamzala eno 6 months (pram) washona after 3 months ,kodwa sazingcwabela ,kwaba ne funeral saya emathuneni
Mina owami ngamzala eno 6 months (pram) washona after 3 months ,kodwa sazingcwabela ,kwaba ne funeral saya emathuneni
Tjooh saze sabhlungu istory cc phephisa kunzima ukngabi namama ukhula nkos sengath ungalapheka cc inkos iksize.Nokho ustrong ukhuleke cc
Ezinye zezinto they even hard to bear ayi cha kunzima langaphandle
Yooooo losisi ziningi inkinga phezukwakhe💔😭😭😭
Usile logogo askis sthandwa kuzodlula uNkulunkulu uzokusiza labobantwana istill born uyagcwatshwa waswela i support yabantu abadala askis
😭😭😭💔 inyantisa umzimba lendaba
May you be healed one day you been through a lot hey it's painful am teary right now
Stroke was caused by extreme depression caused by pass traumas
Very true 😢😢
Khabo mfana bathwala ngalezi ngane 😢😢
Bazigubha straight azikho awukho umgodi omfishane kanje ofihla umuntu
Eish sisi ngaze yangiphatha kabi ndaba yakho nkulunkulu ekusize mfethu ebunzimeni odlule kubo
Niyamamela izinto ezibhlungu sham god protect u at all times❤
Wow kwaze kwababuhlungu Nkosi yam 😭😭😭
😢izinto ezenzekay Uma ungasenamzali ujikelw nawo cc bamawakho😢
Yiza Nazo,welcome back Stufuh❤
Yaze yabhlungu indaba yakho cc
Eish 😭😭😭😭
Ingane ezelwe is Automatically covered if parents have umasingcwabisane
Yes still born are covered . Gogo wathwala ngabo
Askis cc undlule ebunzimeni kakhulu be strong God loves you
Thiza badliwa zizinja abo bantwana nnkc ym kona umhakulu ugubha njani na ayepi amadoda welali gogo ubenzeni abantwana
Phephisa ngane yam noma kunje okfanele ukwaz ukth uThixo usakthanda konke kzodlula nxese gal kuzo izimo osudlule kzona
Bangcatshwa kanjalo impela.
Engingakwazi okwezigubhu
Yo cc kwaze kwanzima okwakho engikubongayo ngawe wahlakanipha ngokuba nendawo ykho
😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔 kwaze kaba buhlungu
Yaze yabuhlungu inhliziyo yami 😊
ithink you need the whole bottle of Bells
Still born is covered Stufuza ucc akazi kwakufanele bayobuza surely babezobangcwaba abantwana. Sad story💔💔💔
Yabuhlungu cc indaba yakho...ngaze ngakhumbula umngani wami Siyefana istory ...stufuza Wena akumele nje uzwe izinto ezinje
May God heal u cc u have been throgh sooo much nkos yam u need counselling n healing. karma will deal with him m sure izinto zakhe zyabheda kumanje.waze wanonya umfana😢
😢oh hayi sisono
Kunzima akulula ukudlula nami selokhu kwenzeka 2007 ngikhulelwe amawele aphuma kungakafiki isikhathi ashona kwenzeka into ecishe ifane ancwatshwa emgodini owodwa omfishane impilo iinzima isilonda esingapholi ngathola ukwelulekwa ngenqondo but zange kwedlule namanje ngisakhala mangicabanga😢
Sorry dear eish kunzima😢
Ohhh nkosi kwaze kwabhlungu Nkulunkulu akupholise cc 😩💔
Phephisa sesi wami 😢
Thinking ukth ngabe zizoba no17 ths hurt so deep💔hope 1dae uzohealer, sending lv n hugs t u bbe
Nami ngiyayaz leyonto nginengane zimbili ziphuma ngeyinyawo zombili
Yebo leyongane ibizwa ngoflatha it's normal
Hawu u stufuza bekungamelanga alalele into enje kubhlungu yazi nkosiyami 😢😢😢😢😢kubhlungu nakimi Jesu.
Phephisa cc ai Nkulunkulu abenawe kuko konke akbambe ngesandla 😩💔💔💔
So sorry my dear. May your Soul get rest and peace ❤
Phephisa sesi kodwa nkosyami ngicela uzame ukuthola ukululekwa ngokwegqondo uzondlula mfethu❤
Eish my heart is not ok at all after indaba kasisi,,in the name of Jesus Christ you will cross this bridge 💔💔💔😭😭😭
Oh Lord may God heal u sis❤❤❤
Nono you've been through a lot uxolo cc womelele❤❤❤❤❤❤
Iyangena ingane kumasgcwabusane bayibiza nge still born 😢
Phephisa ntombazane kwaze kwabuhlungu Jesu
Mhlampe yayingakaphenduki le eyaphima ngezinyawo ncese Sisi umuntu ohlezi ekhala ngenkinga akazi lutho😢😢😢😢
A stillborn is covered by most funeral parlors and policies
Ingane encane ingcwantjwa njalo vele stufuza ne bhayi layo livezwa kancane e khoneni le thuna kwenzelwa ukuthi mama wengane angavaleki ..but leyesgubhu yiyo engayazi
@XolileNene ibhayi elikanjan lelo we Xollie elivezwa ekhoneni...?ngyaxolisa ngokubuza.
Udlule ezintweni sisi yhooo💔💔
Koda stufuza ustrong cc izindaba ozizwa njalo nje zyathusa
Am feelling pain eish😢😢
Eyiiii jesuuuuu, nxese cc
Kodwa seke waya kobheka lento ngoba ayiiiii sengishokwababonayo
Uxolo girl sazaphendulelwa ng
Askies sisi
Please be strong
Umasngcwabisane umangabe umama ekhaviwe nengane engakazalwa ikhakhaveka otuomatical
Ayogcwatjwa emgodini omkhulu ingane eshone izwalwa. Also ayifakwa ebokhisini. Kumele kufalwe ingubu ivele phandle so that ungavaleki indzalo.
Kwaze kwabuhlungu cc 😢
Yho stufuza 💔😭😭
ubokumamele stufuza susphendimuva yhooo
Kuningi ondlule kuko ngane yami ngicela ubeke ithembha lakho ku Nkulunkulu 😭😭😭😭
Yoooo awsemncane ngan yam😭yaze yabuhlung into
Askies cc yooo khona kubuhlungu 😭
Inganenje 6 months umuntu loyo uyangcwatshwa ngesizotha noma engezolala kuthengwa ibhokisi kube umgcwabo nje angiyazile eyenziwa ezinganeni zakho cc kunesandla semfene nje
welcome back stufuza intombi kamamkhize
What I know dear other funeral plans cover for still born babies I don't know which one was that😢
Awu ncese Stufuza ngokuzwa loludaba olubuhlungu luka cc❤❤❤❤❤
Uma ubaba enomasincwabisane kuwuye obhadalayo, baya ncwatshwa abantwana, hamba uyobheka ukuthi basesekhona kulawo mathuna, shame ugogo nesihlungu kodwa, askies cc wami, intandane entle umakhotwa wu Nina 😭😭😭
Ncesi cc kwabuhlungu bo
Mmmh yo case leyo akukwazi bangamboni umntana intloko ayigguqukanga yhoooo bawo ezinye into zibuhlungu ngeke
Kwathwalwa ngazo ubuka sisi
Stufuza take a leave my sister this is psychological disturbing to you💔💔What a sad story ukuba intandane kunzima
Phephisa joiio💔💔💔
Kweyokufakwa esgujini ayy nami ngyakuqala angikaze ngikuzwe
Kodwa Nkosi 😢😢
Bekela enkosini cc omncane ukhuleke ujehova uzokusiza kuzodlula
Kwaze kwabuhlungu phephisa mntanam
Still borns do gets covered automatically, as long as policy is active futhi iba la ko R5k.
I'm not sure ka home affairs uyayibhalisa yin ke cause azisekho, meaning mele wenze I birth plus death same time.
Yhoo gal bakwenzela nje isiphithiphithi ngengane zakho, but u Thixo ukhona, uzaba ryt
❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Phephisa Nana emhlabeni kodwa Nkosi yam
Yoooh 😢😢😢😢
Kazi iyiph le clinic eyakunika izingane zishonile lingekho nebhokisi yoh
Waykbhedela yibo abaloya ngalezingane abazifaka egbhini
😢😢😢iyhoo
Phephisa cc ukhule kanzima sengathi ungaphola cc
Mmmmmh cc ubuhlungu obungaka obuzwile
Women are going through a lot. It's sad.
Cha angyizwa ngempel eyokukhishwa kwezngan esbhedlel zishonile ngamakhathoni
Kuningi okungaphelele lana kulendaba😢
Makubizwe ugogo womfana
KOdwa bakithi naye uCc kwakumele ajova bandla 😢Kubuhlungu TJOOO
Kwaze kwabuhlungu
Stufuza akase worried kanjena bakit umbona ngisho emehlweni😢phephisa sisi kmele uyozimbela izingane uzincwabe kabusho angeke kuthi kungaphela 10 years wonke ungaziphuphi ingane zakho yingoba akusebona abantu zathetshulwa baziphendula imikhovu! Kmele azikwazi ngisho ukufika ngephupho kuwena
Awu Thixo nabuthwa ubunzima😢😢😢