Ingabe bavukaphi labantu bakho Stu?I love your show noma ingemnandi,inobuhlungu phakathi,but you doing a great job Stu, abantu bayasizakala even nokukhuluma nje
Uxolo sthandwa sethu. Kodwa mxolele umama wakho, umbonge uThixo kuba wakukhusela wangangena kweso silingo. Kudala abantu hurt us but we forgive ukuze sikwazi ukuphila. If umxolela u even forgive your self. Dlulisa sthandwa. But ungathandazeki kudibana naye. Ungaze umbuze nto step father. Wena Phila impilo yakho kodwa enoxolo sana lwam oluhle.
Morning to our Queen and Happy you Month. To the on show Lady big up to you for thinking of yourself. Cause today you would have been sick also. Mothers who do that be ashamed of yourself. We supposed to protect and love our kids both girls and boys
Hayike losis uyakhuluma kodwa angmuzwa sorry istory sakho but your corky attitude and your language leaning towards English language. Kuhle wamxolela umma! Ukubaleka ke😢shows how smart you are proud of you 👏🏾
U know every time i always said umuntu makenze into e rong makatshelwe,that is why mina ngiibona ku rong mabethi kuma comments singagxeki ,at times asigxeki fanele batshelwe bazobona kuthi lento ubuntu ayenzile ibuhlungu kangakanani before athole uncedo,for example lo othwele ngengane zabantu alale nazo bese ziyashona useza la uzocela uncedo uma esexakekile lengane alala nazo zashona zancedwa ubani, it's rong guys very rong
Noma ngabe sixakeke kangakanani bafazi kodwa ngicela singadayisi ngezingane zethu , yithina ithemba labo kumele sibafukamele njengeskhukhukazi sifukamela amacwane aso ❤
Eiy kwakungafanele ukuthi ubaba nomama bezele izingane bahlukane inkinga kuyenzeka futhi zikhona nezigameko la ubaba ozala ingane ngqo ayinukubeze. Bakhona futhi nomalume abanukubeza abashana mabesele komalume omama beyogana. Kuphinde futh nobaba abasha bayazinukubeza izingane. So isisonbululo salento wukuthi nje abantu besilisa abahlukane nezingane bamukele ukuthi bazozijabulisa nabesifazane abalingana nabo futhi abathandana nabo. UNkulunkulu mengangenelela izinhliziyo zabantu besilisa zingabi nesihluku kanje.
⁰
Wayefuna ukuthwala ngawe lobaba,, ngoba sasikuphi isidingo dokubhidliza umuzi uma wayenanhloso embi ngawe,,, ncese cc❤
May this lady be supported to open organisation that caters for troubled vulnerable people.
Waze wamuhle Stufuza hhaybo❤❤❤❤❤
Morning Stufuza and your guest, listening from Midrand. Izanazo
You are such a fine breed.I hope you find love ❤️
Ingabe bavukaphi labantu bakho Stu?I love your show noma ingemnandi,inobuhlungu phakathi,but you doing a great job Stu, abantu bayasizakala even nokukhuluma nje
Ncese sisi wami 😢
i wish umuntu nomuntu aziphileli mpiloyakhe abantu abaninzi bafile ngaphakathi ngumjolo nomshato mmm mina ngiyabonga
Ayizange seyim thande uMa wakho lendoda, kphela nje beyfuna ukfeza injongo zayo.Wedza kahle ukbaleka cc phephisa.
What a sad story. Kodwa ake sufunde ukuyeka uku twanger noku roller ulimi. Kubi. Kunabantu engingabaqashi ngoba kunzima ukubalalela.
Mgodoyi wendodalo nxa😭😭😭😭😭
Bobabili nentombi yakhe
@@NomceboNondumisoMagwaza baya nyanyisa
Uxolo sthandwa sethu. Kodwa mxolele umama wakho, umbonge uThixo kuba wakukhusela wangangena kweso silingo.
Kudala abantu hurt us but we forgive ukuze sikwazi ukuphila. If umxolela u even forgive your self. Dlulisa sthandwa. But ungathandazeki kudibana naye. Ungaze umbuze nto step father. Wena Phila impilo yakho kodwa enoxolo sana lwam oluhle.
Hawu Jesu
Morning to our Queen and Happy you Month. To the on show Lady big up to you for thinking of yourself. Cause today you would have been sick also. Mothers who do that be ashamed of yourself. We supposed to protect and love our kids both girls and boys
Hayi bo kukhona omama abanjee ngenxa yemali kungamane ngisale ngi njee ngingabi nalutho kunokuthi ngidayise ngengane yami waze wakhohlakala umama💔💔💔
Yhoo phephisa nana healer lv akuyena mama lo ubolile nokuthi afake indoda emzini kababawakho😢😢😢😢
Ndimthanda uStu xa esithi woza nazo.
Ngiqabanga lo baba uthwele ngama virgin
What an unfit mother wenza kahle wabaleka wena sisi you saved your life from abuse. That man should have been arrested usile.
😭😭😭😭mmmmm Jehova
Madoda nikhohlakele mina ngiyanizonda nonke futhi ngiyaninyanya ghaaaa
Hawu ubala nami yini lapho.
Cha angivumelani nawe lapho uthi khona amadoda uyawazonda. Okungenani uthi abantu besilisa obazondayo nģoba indoda ayikwenzi loku. Ngamanye amazwi ngiqonde ukuthi lena akusiyo indoda ngumuntu wesilisa.
@@SibusisoNkosi-yo5omaii akusiyo ngampela iNdoda uMfanyana nje wesilisa...
@@mncedisimbele1421😂😂😂 eeh naweMncedisi nawe...😂😂😂
Akakhohlakele umama wakho
Lendoda yayithwele yayifuna kukhuphula sthwalo sayo ngawe
Zixolelwa ziphiliswa cc
Khuluma isizulu ntombo siyasazi sonke la.Musa ukuziluma ulimi ngoba ukwi Tv .Kumnandi ukukhala ngolimi lwakho .Ibuhlungu into eyakwahlela
Kubhlungu uyaz bayagula ufun uyogula umncane kanje that sad😢
Yhooo 😢
#BAKUGILANGANI😎, ey Stufuza nwy #IZANAZO Sizwe..😏
Kune msindo lapho ku background , disturbance toe
lomuzi akhuluma ngawo usisi ngulo wausabalele kuma social network mmm ndiyasola
Wawusabalele ukuthi unani muhle kakhulu or ubumkhulu ukuthi akazi ngiwubone fisa ukubona
Ngyakhumbula yaz😢
I remember that house upstairs, it went viral im sure yiyona vele
But another problem, your kids can also be abused by their Uncles, your brothers.
Kwaze kwabuhlungu cc💔
Wamuhle Stufuza ntombo❤❤
Wabhidliza waze wabhidliza nalomuzi awufica nihlala kuwo...??
Hayike losis uyakhuluma kodwa angmuzwa sorry istory sakho but your corky attitude and your language leaning towards English language. Kuhle wamxolela umma! Ukubaleka ke😢shows how smart you are proud of you 👏🏾
Inkinga ngathi ufuna noku roller ulimi ma ekhuluma...
Ubengekho ready ukuzokhuluma losisi. Udinga ne therapy bese eyaxoxa.
KZN Cha ngayo bafethu kanti nenzani
Nami ngiyafisukwazi lendawo leya 🙌👐👐👐
Love Life is still existing and operating in all provinces.Please google details of the branch next to you
Cc khululeka thina abazali abasithola ngaphandle komshado abanendaba nathi buza kimi nami anginaye umama ephila fty sengavuma kty ngamgcwaba ekhona cz kaze angithande😢
Ngingufakazi walokho,in my case ngenzelwa umusa ngasebenza ngathola umyeni ongithandayo ngaba nomuzi wami,ngiyabonga Jesu.
Some mothers are heartless 😢
Yabona lo mamama akathandwa yilo baba coz he destroy indlu. awayithola imile, BOMAMA YEKANI UKUFAKA AMA BOYFRIEND WENU EMAKITHI
Ntombi ngikushayela izandla uyimbokodo phephisa omama abathanda imali kwedlula ingane yakho
He's a dog,what kind of a mother can do that to her own chid
Uhamba uyolanda lMPONGO eneququ uthi ayishwabadele ingane yakhe? Yean usedelile ukuyiququda?
Umuzi wswukhona oka ma wakho nobaba wakho fanele awuvuse lokanye akhokhele uMa wakho
Nalomama ukhohlakele naye makafe maan
😢😢😢
Akuyena umama lo isikhohlakali, how can she expose her girl child to serious life-threatening disease?
Yangthusale age 25
Unjani ?Uthuswa yini ?
U know every time i always said umuntu makenze into e rong makatshelwe,that is why mina ngiibona ku rong mabethi kuma comments singagxeki ,at times asigxeki fanele batshelwe bazobona kuthi lento ubuntu ayenzile ibuhlungu kangakanani before athole uncedo,for example lo othwele ngengane zabantu alale nazo bese ziyashona useza la uzocela uncedo uma esexakekile lengane alala nazo zashona zancedwa ubani, it's rong guys very rong
Yayi amadoda mabi shame
kodwa Jesu😢
Ha unesibindi lo Ma my child to sacrifice ha mama cha awuyithandi le ngami yskho
Stay away from your mom.
Kahle kahle nje umamakho wayefuna ukuthwala ngawe finish