Ey nkosi ngoba isbhedlela😢😢😢😢kufika izinyembezi mina ngashonelwa umntwana esiswini9 months,ngyabatshela ukuthi ingane isiyaphuma after giving me iphilisi lokuth ngizbelethele athi u nurse ey awusyeke wena wathi walker uye elabour ward ngathi akusahambek ikhanda seliphumile wathi fonel ndoda yakho izokuqukula mangithi akusahambek i had to walk alone yaphuma ingane on the way to labour ward yawa phansi 😢😢😢😢😢😢😢can u imagine ipain lengane vele kade yashonela esiswini 😢😢😢😢😢😢i hate hospitals
I was reading everything in hospital l was not signing any form without Google everything.Even in theatre ngibheke ngawo womabili even in 2018 ngabona konke nango 2023 Dr bebosho you are brilliant dear to becareful of everything in life .
May the Lord 🙏 guide you and gives justice for what they did to you this is life time sisi ungabayekeli God is faithful he will see you through. Just Keep the faith and pray more all is well love 💕
Yhoo this is so painful Thuleleni team please help usisi to sue that clinic or hospital because ubomi bakhe soze buphinde bufane and ingane yakhe soze bayibuyise so umthetho makathathe indawo afumane imali akwazi uyolungisa impilo yakhe. Enkos bhuti Mdu
😭😭😭😭I can't handle this episode same thing happened to me last month July..... 😭😭😭Uhm shaking I even lost the child bcz of these doctor same story mina i even lost a child oh nkosiyami 😢😢
Sorry sisi about the pain you went through. However I think a proper context is needed in your case, if you had bleeding after giving birth ( called Post partum Haemorrhage) you’re taken to theatre to check where the bleeding is coming from and if the Doctors see that the bleeding cannot be controlled the womb is then taken out because it’s a matter of life and death, you would have bled to death, hence the hecterectomy( womb removal). The consent you signed gave them authority to do the procedure but in an emergency they use what is called best interest of the patient. Once again sorry about the loss of the child and the pain sisi wami.
Find the whole medical team where you gave birth they must loose their license's for what they did to you. Do not have mercy on them. Go back to the hospital for records of the day you gave birth and sue the whole team.
Bhut Mdu muhle umsebenzi bhuti lo cc udinga kuthola lonke I file lakhe bese a thola ama details ka Dr. Who took that decision yoku sika. I form alisayina was a consent form eshoyo kuth uyohlinzwa uma uya e Theatre and all risks involved but mele uchazelwe kuth uyo kwenziwan. La u cc akaze bemchazele. Mele a report dokotela kwi health council and sue department
That hospital is cruel and negligent. They seem to have a way of getting away with murder. But ngiyavumelana nabathi usisi angabayeki nakancane. Ithemba lethu la yithuleleni noSomandla, umnini mandla wonke.
Cha bhuty kuningi okulalelayo ngendlebe zakho nawe nje uyayidinga icounselling kubuhlungu okulalelayo ngeendleve zakho konke akujabulisy bandla.ukubuka umuntu exoxa udaba olubuhlungu engakhala ungazujwazi nomthulisa kukhulu ngempela bhuty enibhekene nako.uThixo akuqinise akuphe isibindy namandla okubhekana nezimo esiphekana nendlwemnyama.uqine bhuty🙏🤞
Phephisa cc nami ngakhishwa isbeletho ngiyoteta azange bangitshele imbangela
😢 wasizakala kuphi cc,wabuthola kodwa ubulungiswa ei ibuhlungu lento cz akusebenzeki ngiphila enyimpilo 😭😭
Ey nkosi ngoba isbhedlela😢😢😢😢kufika izinyembezi mina ngashonelwa umntwana esiswini9 months,ngyabatshela ukuthi ingane isiyaphuma after giving me iphilisi lokuth ngizbelethele athi u nurse ey awusyeke wena wathi walker uye elabour ward ngathi akusahambek ikhanda seliphumile wathi fonel ndoda yakho izokuqukula mangithi akusahambek i had to walk alone yaphuma ingane on the way to labour ward yawa phansi 😢😢😢😢😢😢😢can u imagine ipain lengane vele kade yashonela esiswini 😢😢😢😢😢😢i hate hospitals
Ncese mtase 🙏🙏
Oh cc phephisa mtakamah kubuhlungu bt God will heal& gv u more children ❤
Ngyabonga ngethemba ongipha lona noma kunzima cz sengizitshelile ukuthi no children anymore kodwa kubuhlungu 😭😭😭🤞@@sunshine.T6158
I was reading everything in hospital l was not signing any form without Google everything.Even in theatre ngibheke ngawo womabili even in 2018 ngabona konke nango 2023 Dr bebosho you are brilliant dear to becareful of everything in life .
Asbonge cc nokuthi uyaphila coz ezinye izinto ezamabomu zenziwa nawobuthakathi ngoba kwagcina kudlule nengane nje myb lento yayizonithatha nobabini
Ei lesosibhedlela banomunye umkhonyovu mina ngagcin ngiphume iskhat singakafik ngihlukunyeswa u Nurse behlekisa ngam .asilungile lesiya sbhedlela nd mel sithathelwe izinyathelo ngempela
Hhayi khona kuma Govt hospitals siyalubona lukhulu laba bantu ngathi abaholi nhlobo nje ubuntu abukho nje ko nurse ikakhulukazi sicela omatron babochecker pls bantu bayafa shem ngobudedengu
Ngathi engasizaka uNosipho bakithi
Wazthakathelwa yiqili nje girl laze lavala ngengane yakho,askies dear
Kazi sesothemba bani Nkosi ngezimpilo zethu uma bona besenza budedengu kanje odokotela ngezimpilo zethu😭😭😭😭💔💔💔💔
Yo kwaze kwabuhlungu ncese cc engathi ungabuthola ubulungiswa💔
Yaze yabuhlungu indaba yakho 😢waze wabuthwala ubunzima cc omncane . ncese sthandwa
May the Lord protect u sisi..and guide u till u get justice,😢
May the Lord 🙏 guide you and gives justice for what they did to you this is life time sisi ungabayekeli God is faithful he will see you through. Just Keep the faith and pray more all is well love 💕
Ngat engakthol usizo bakit.iNkosi ikbusise bhuti ngoklalelabantu abanosizi.❤❤
Cha yaze yangiphatha kabuhlungu indaba yakho sisi, ubuzwile ubuhlungu usemncane nakangaka! 😢
Idume kabi imagandi bantu bakith
Kunzima odokotela bafunda ngathi as if singonodoli. Babeyifihle ngamabomu ifile ngoba base bebonile ukuthi benze i mistake babalekela icala
Kwabuya ezam izinhlungu,owam wachicha ubomvu umthungo bawqaqa ngizwa nam😢
May Almighty God. Guide you to ur endeavours
Thanda i update yakho uyatsho idate well presenter
Eish uzophola cc so painful
😢😢 Eish nxese cc wamii ngath ungaphola
Ey angiytsandzi lendzaba iyanglimata 😭😭😭😭
Kwaze kwabuhlungu cc yikho befihla ifile lakho bayaz benza ubudedengu
Waze wabuzwa ubuhlung cc nkosiyami 😢😢
Yhoo this is so painful Thuleleni team please help usisi to sue that clinic or hospital because ubomi bakhe soze buphinde bufane and ingane yakhe soze bayibuyise so umthetho makathathe indawo afumane imali akwazi uyolungisa impilo yakhe. Enkos bhuti Mdu
This one is easy she must sue the Department of Health
Ay kodwa syazibona bafazi kulezibhedlela😢
Yaze yabuhlungu indaba ka sis yazi 😢 odokotela abanye banakho ukuthatha I advantage uma umuntu emnyama bengeke nje benze kanjena kolunye uhlanga 😢😢😢
Thandaza uyophola cc
Yooh bangakwenza kanjani into enje without imvumo yakho
Kwenziwa noba yintoni kwi government hospital
Kodwa locc waze wabuzwa ubhlungu nkosi ayimuphe amandla
Basikhupha isibeleko baythwala ngaso
True bcz bakhona oNurse no Dr abasebenzela imikhathi
Ei cc kwaze kwabuhlungu Yaz sengath ngaluthola usizo 💔💔
One day I'll tell my story nginezigambhu zemithungo nasegwondweni
Kwaze kwabhlungu cc ey engathi ungasizakala nkos yam
Mmmmm lodokotela wayemkhipha kanjani umuntu okulesimo? Mase ebuya sekulahleke file? Aycha iqiniso liyafuneka la sorry sisi ubuhlungu odlule kubona ngizwa kwayimina izinyembezi
😭😭😭😭I can't handle this episode same thing happened to me last month July..... 😭😭😭Uhm shaking I even lost the child bcz of these doctor same story mina i even lost a child oh nkosiyami 😢😢
Sorry sisi
Yooo im in Tears
Sorry dear nkulunkulu akuphe imphilo encono
Phephisa dadewethu
Hawu🤦♀️
Yangphatha kabi lendaba💔💔
Indaba ye file inomkhuba phakathi🫢
Abukho ubudedengu yonke lento bayenze ngenhloso,ngenga mangala if kungathiwa kukhona okwakhishwa kusisi kwadayiselwa omunye muntu uzokhumbula kuth odokotela bayakwazi ukukukhipha inso futhi bayakwazi ukuchecker igazi lakho kuth linhloboni bese benza ubugebenguke but angisho kuth kwakhishwa yona bengenza Sbonelo kuth konke abakwenza kwakuyinhloso nakhu bedukisa ne file futh not ngoba idukile bayithatha befihla ubufakazi😮💨😮💨😮💨ekugcineni bezogcina efile ngenxa yokucima ubufakazi ngoba besaba ukuboshwa,akasemuhle no cc ncese mft
Sorry sisi about the pain you went through.
However I think a proper context is needed in your case, if you had bleeding after giving birth ( called Post partum Haemorrhage) you’re taken to theatre to check where the bleeding is coming from and if the Doctors see that the bleeding cannot be controlled the womb is then taken out because it’s a matter of life and death, you would have bled to death, hence the hecterectomy( womb removal).
The consent you signed gave them authority to do the procedure but in an emergency they use what is called best interest of the patient.
Once again sorry about the loss of the child and the pain sisi wami.
Kodwa sthandwa sam😞
Kungcono ngane yami kukhona nokuncane okuphethe. Bebezophika ibhadi ukube bewungenancwadi. Sebeyokhiphana bodwa uma kukhona abanye. Mm😢
Ngcela ningsize nami Thuleleni ngcela inamba yenu.
Yoh sorry cc....this is very painful
Find the whole medical team where you gave birth they must loose their license's for what they did to you. Do not have mercy on them. Go back to the hospital for records of the day you gave birth and sue the whole team.
Ncese sis,kumele kwenzeke ubulungiswa kukhona okuwrong abakwenze bakhubazile umncane banephutha elikhulu,namapage efile akhishelwani?,phephisa sis sengathi ungathola usizo,siyabonga futhi bhuti Mdu nethimba lakho ngokungenelela kuloludaba sengathi uJehova angangenelela kulesimo.
😭😭😭😭😭😭😭ngaz ngibuhlung nkos yam bayof beshunq njengokhun phephis sthandw
Bhut Mdu muhle umsebenzi bhuti lo cc udinga kuthola lonke I file lakhe bese a thola ama details ka Dr. Who took that decision yoku sika. I form alisayina was a consent form eshoyo kuth uyohlinzwa uma uya e Theatre and all risks involved but mele uchazelwe kuth uyo kwenziwan. La u cc akaze bemchazele. Mele a report dokotela kwi health council and sue department
Akuluthoke uncedo usemncane. Nami ngehlelwaa ileyonto NGO 2016. Lucky my husband wathatha ifile yami wenza ama copy .the day ngikhishwa esbhedlela .waliphindisela the following day .ngaya kuba meli .ngabanika ifile .mabethy bayolifuna esbhedlela ngoba babefuna ubufazy. Bathy alikho Kanty vele snalo thina. Izibhedlela zingcole kabiii.bagcina belikhiphile .ngathy ungancedakala Cc
Kodwa kukhohlakala olungaka Jehova😢ncese
Heyi bo ave bekhohlakele
Ayyy kuningi okufihlwe isbhedlela la kumele siphendule zibudedengu izibhedlela aphi ama file afihlelwani???asiboshwe nje lesbhedlela sorry sthandwa sengathi ungathola ubulungiswa kuloludaba kuningi okufihlwe isbhedlela why kunobudedengu nobugebengu nje ezibhedlela
Kodwa nosipho mntaka cc 😢😢😢😢😢😢😢
kodw ezinye zibhedlela zinobudedengu iphi file endala bukhon ubuqili ubukhona kudokotela ncese ntombi
This is painful 😢😢😢
😢😢😢😢😢
Siybonga bhuti uThuleleni ngosizo lwakho
Part 2 please bhuti wam😭😭😭💔💔
Mmmh ubuzwile ubuhlungu cc unkulunkulu akusize
Kwaze kwabuhlugu kosiyam😭
😭😭😭😭😭💔💔💔oooh kwanze kwanzima nkosiyam 😢😢😢
Ppl must be hired to as interpretors at hospitals cuz yeyi😭😭ppls jobs are more important than lives
Bayaskhupha i the patient's life is i danger..especially when the woman is HIV positive
That hospital is cruel and negligent. They seem to have a way of getting away with murder. But ngiyavumelana nabathi usisi angabayeki nakancane. Ithemba lethu la yithuleleni noSomandla, umnini mandla wonke.
Bathwela lapha
Mmmm o nurse kakhulu abakwenza kuwe kumele ilandelwe lento babashwe
concent form
Baze bayi mosha impilo kacc kwabuhlungu nakimi
Try I MED anttoneny they are the best in that industry
Kwaze kwababuhlungu sisi mncendeni bàntu
💔💔💔💔😭😭😭😭😭😭😞😞😞💔💔💔💔Eish!!
Niyalithwala icala lodokotela manesi.Bopha odokotela/isi bhedlela kunecala la.sue them
Kwaze kabuhlungu shem
Kwaze kwabuhlungu cc ubulungiswa buyafuneka
Cela ukubuza ubaba utholakala kanjani uyafikelela kuzo zonke indawo nam ndingomnye odinga usizo
Mm Nkosi kwavele kwabuhlungu sekushone nengane. Kodwa kwakuwulaka lwani Nkosi 💔? Ncese nkosazane. Engathi ungagcina usizakele ngane yami
Kuphikiswana ngempilo yomuntu ephila babefundela kuwe jehova😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Kone udokotela kodwa kuzobhaxulwa onesi esangweni babefunani emathunjini uzobeletha labodokotela
i have a story was the nurses Zimbabweans?
Stop riding a bandwagon, this is a person's life not a joke,for God's sake!!
Ngabantu.basuka.ngapandle.bafikela.S.A.bazenzodoktel.inknga.aeukomteto
La.
Cause I file balintshontshile babone umonakalo abawenzile lizovela kahle nje masuba cebile basile
Ja we Nosipho
💔💔💔
😭😭😭😭😭😭
Ama-file esbhedlela akhishwa after 5 yrs kufanele ibe isekhona file yakhe just ngoba benza oku wrong kucc angeke litholakale file lakhe ngoba bazabe befihla ulwazi oluphangalele ube benzani ingompi loDr
Sbeletho sisetshenziswa ethwaleni.sho case basithengisela inyanga 😭😭😭😭😭😭😭
Sorry bandla wowu lezbhedlela nkosi
poto vac
CC IZIBHEDLELA ZONKE ZIYAFANA ABODODI LEZINTO BASIKHIPHA KANJANI ISBELETHO UNGASHONGO BATHATHELE IZINYATHELO ABANALO ILUNGELO LWEKWE NZA IZINTO NGAPHANDLE KWAKHO
She signed convent form to agree operation and blood transfusion if she bleed
Concent form
Ubulungiswa buyadingeka and lama nesi ayayidinga induku alindwe nje lapa esangweni afakwe induku onke cos abeka impilo zetu kabuhlungu kodwa ucc yadinga adlulele phezulu angabayeki
Benzani onurse? Ngoba wahlinza odr??
LEZINJA ZABO NURSE BASTHENGISILE ISBELETHO SAKHO BAFUNA IMALI NGEZIMPILO ZABANTU
Awu !
Uyabheda wena icala lodokotela leli lengane ayibophe isibhedlela ubone ukuthi ubani onecala
😂😂@@lindokuhledlamini1023