MTHANDENI iTHOUSAND (2017)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024
  • UMTHANDENI WETHULA ICWECWE LAKHE ELISIHLOKO SITHI i-THOUSAND (2017).

КОМЕНТАРІ • 114

  • @bonganihadebe6485
    @bonganihadebe6485 7 років тому +6

    i wish libekhona iqiniso, this guy deserve the best bafwethu, i really like the way he do things, he is very brave, if izinto zingenziwa ngeQiniso unyaka ka 2018 kuzobe kubukwa yena lomfana, keep it up boi !!!!!

  • @sessymerietthunjanamagumed7661
    @sessymerietthunjanamagumed7661 7 років тому +7

    Zababili njeee zababili inkan zababili ngiyabanquma keh namhlanje ngbon umkhonto unegazi dat'll be my song ..........Gold Disc here we come again.....Duyaza!!!!!!!!!

  • @thobanisithole5021
    @thobanisithole5021 7 років тому +18

    umuntu onomona soze avume ukuthi umthandeni inkunzi kodwa unembeza uyavuma

  • @nonkululekoqueeneth5270
    @nonkululekoqueeneth5270 7 років тому +3

    yeeerrr.....i smell nothing but fire kule album!!bhasobha!

  • @sibusisolamulani6394
    @sibusisolamulani6394 7 років тому +9

    ai ngathi seyifike lah ngiyithanda khonake manje ishaye ingoma mfokaManqelen ngisho @DUT uyathandwa umculo wakho "ikuph ingezo"

  • @thandazanigazu4986
    @thandazanigazu4986 7 років тому +2

    akuselula evimbeke lomfana balokhu beyizame njalo imizamo yokumvimba kodwa lutho. impela abasamakhela uzungu namanje seku-late kakhulu. sebehlulekile ukumbethela. lom'bhemu ulwelwa yingoma yakhe. ZABABILI NJEEE ZABABILI'NKAN ZABABILI.

  • @aphiwenjombolwana3776
    @aphiwenjombolwana3776 7 років тому

    ashiiiiila demed, ngiyasthanda istayela sakho, mfana awupheli mandla, nawe kuleminyaka izayo uzobe u winner iyndondo koo SAMA kanjena nge NKOSI U KHUBA ,phambili ngomaskandi.

  • @sphiwentenga2576
    @sphiwentenga2576 7 років тому

    hhayi konakele giya Ndla'beyiphika okhozini nakuma Ntshontsho ngasho kwabanye uyinkunzi qhawe

  • @philanimnguni8505
    @philanimnguni8505 7 років тому +5

    ai kodwa Lindokuhle Dlamuka mfana kasisi woke ungagxeki nje la kwezegcokama how!! awume kancane ngokhuzane smizwile naye manje akesizwe nangu umshoviwenkani kwabanenkani phusha qhawee

  • @xolileprecious7322
    @xolileprecious7322 7 років тому +2

    hawu kwaaaasukaaa ukushisa Ashiiiilaaa Demede siyabonga Gcokama

  • @umsamanziukhonolakhe684
    @umsamanziukhonolakhe684 7 років тому +2

    eZIMBABWE nengane encane uyizwa ithi /// ashilaaaa demed , abanqunywe Duyaza

  • @sandiledlaba4310
    @sandiledlaba4310 7 років тому

    Ashiiiiiiiiiila Demed UKZN WESTVILLE isemlindelweni Mushaye uTetemane!!!!!!!!

  • @zifozonkedube864
    @zifozonkedube864 7 років тому +3

    Awu siyabonga qhawe ngiyazi ukuthi uzekabi kulokhu

  • @sfisokuhlesibisi191
    @sfisokuhlesibisi191 7 років тому

    Ay ngyakgcoba Manqele,esebhova uyasvala islonda kimi 🙏🏽

  • @siphinhlahlasangweni2383
    @siphinhlahlasangweni2383 7 років тому +3

    SEKONAKELE, WAZIFAKA ENKINGENI UMFANA WAKOMUNYE UMUZI

  • @siphosakhemncube4475
    @siphosakhemncube4475 7 років тому

    nakanjani ngiyoba khona kwaMai mai,sesfile yindlala yomculo ,ngoMaskandi oyiwonawona Ashillaaa DmDeeeee

  • @syabongambhatha9023
    @syabongambhatha9023 7 років тому +1

    Kwavelee kwaqondana. Angengithy number 1

  • @mazandiezandile2616
    @mazandiezandile2616 7 років тому

    yeyi ngiyalithanda Igcokama Elisha ngothando luka 'like'haaa haaa

  • @michealmncubefromkwanongom6019
    @michealmncubefromkwanongom6019 4 роки тому

    Konke njee okuphethe noma okukhulumayo kuvele kube mhlophe💌

  • @lunganibukwayinja3853
    @lunganibukwayinja3853 7 років тому +1

    zafika lezonsuku .engathi kfiwakakhulu nje kulokhu ngyamnquma ke namhlanje ngbon umkhont unegaz

  • @musawakhehlatshwayo4971
    @musawakhehlatshwayo4971 7 років тому

    kwasuka lokho okwasuka imbongolo emahlangeni yawulahla umthwalo!!!!!!!!!!..............ASHIIIIILA DEMED

  • @langasthembiso3300
    @langasthembiso3300 5 років тому

    Lool kambe kwake kwanje kombe

  • @zebramedia4778
    @zebramedia4778 7 років тому

    ngiyamugxobake namhlanje zababili zababili iynkani zababili

  • @nhlanhlagoqo5033
    @nhlanhlagoqo5033 7 років тому

    weeeeeeebaboooooooooo kwasuka kshisa madoda Woza mhlaka 3 June uze nenjabulo yami

  • @mduduzisandile3829
    @mduduzisandile3829 7 років тому

    DANKIE LAPHO MHLONISHWA MTHANDENI... KUDABUKA AMA SPEAKER LAPHA. ASSSHHHHHHHILA DEEEEMED.

  • @hamboluhleprince6489
    @hamboluhleprince6489 7 років тому

    hhaw hhaw yash iNkunzi madoda ushay uLamthuth Ashiiiiile demed

  • @bbongekah5557
    @bbongekah5557 7 років тому +1

    yaz mabemugxeka nkosyam uMthandeni ungath bayalubasela uthando lwakhe lakim #iqhawe leli

  • @excellentmthembu2688
    @excellentmthembu2688 7 років тому

    Qhubeka njalo nokujabulisa abantu nabangavum bayoze baxolise izinhliziyo

  • @khululekanindawonde5252
    @khululekanindawonde5252 7 років тому

    Ashila demede waiting......... 3 june usegula umtanami ngizomthengela amagilebhisi

  • @sphokuhledlamini4832
    @sphokuhledlamini4832 7 років тому

    ay khona bafwethu kushubile kushube kakhulu

  • @nhlanhlasmashes9705
    @nhlanhlasmashes9705 7 років тому

    kunjalo mathawula nje ukujiki mathawula moyeni

  • @cphebasoria3523
    @cphebasoria3523 7 років тому

    Mthandeni uyinkunzi nkosiyam

  • @mthunzisithole9205
    @mthunzisithole9205 7 років тому

    Ashiiiiiiila Demed

  • @salabemkhulumanzuza7542
    @salabemkhulumanzuza7542 7 років тому

    niyacula madoda bt umculo kamaskand usuphenduke impi yamatekisi khuzani udlame maqhawe

  • @msawakhemhlonipheni8686
    @msawakhemhlonipheni8686 7 років тому +1

    ashiiiiiiiiila DMD aw madoda ngavele ngagezeka yazi kuthangigiye siyabonga Duyaza sure case kuyatatazelwa kweminye imizi ashiiiiiila DMD

  • @nkululekomaphumulo4815
    @nkululekomaphumulo4815 7 років тому +3

    Amathawul emoyen 🏁

  • @ntokozohlatshwayo5110
    @ntokozohlatshwayo5110 7 років тому

    izinkani zababili ay ay suka. ngiyamnquma ke namhlanje

  • @thalentevictorhlongwane4801
    @thalentevictorhlongwane4801 7 років тому

    Phezkwabo mshov wenkani kwabanenkan

  • @zamanilungelozungu8531
    @zamanilungelozungu8531 7 років тому

    BASHAYENI BAFANA BASEMDLETSHENI INJALO NJEE LENTOO AYIJIKI

  • @sphamandlagodfrey5517
    @sphamandlagodfrey5517 7 років тому

    ilapho nje mfokamangqele usize uphathele omona ingangeyenya enamarabi amathawula ngoba bazokhala

  • @smangandlovu4435
    @smangandlovu4435 7 років тому

    kwasuka lokho inkani zababili

  • @michealmncubefromkwanongom6019
    @michealmncubefromkwanongom6019 4 роки тому

    Lealbum ishisaimhotha mfokamanqele

  • @izwelethuparty
    @izwelethuparty 7 років тому

    uyinkunzi

  • @mfundoncwane9524
    @mfundoncwane9524 7 років тому

    igolide 50000 to i1000

  • @nqubekombuli1490
    @nqubekombuli1490 7 років тому

    zasha zasha zasha

  • @spheleledlomo2524
    @spheleledlomo2524 7 років тому +1

    yeye asha amadamu anamazi, loool ashiiiiila demed

  • @mthunzisithole9205
    @mthunzisithole9205 7 років тому +2

    Lol ai lukhulu luyeza ngiźwa izwi ĺika Madlandunà iqhawe lam

  • @ndlondlokhulekani9608
    @ndlondlokhulekani9608 7 років тому +1

    awuphakame amathawulo

  • @sibusisomgaga2242
    @sibusisomgaga2242 7 років тому

    Kul'khun lag.

  • @thabisonkosi1774
    @thabisonkosi1774 7 років тому

    sibabhula ngawo lo shuni LA eres edut

  • @fanelesimbongephumulanisob8890
    @fanelesimbongephumulanisob8890 6 місяців тому

    🎉

  • @nonduduzomathe975
    @nonduduzomathe975 7 років тому

    Ashile demed, im so loving you, dedelimpama

  • @snenkosimdlalose1722
    @snenkosimdlalose1722 Рік тому

    2017

  • @sghlophe6839
    @sghlophe6839 7 років тому +2

    Ashila DMD khula gcokama khula sinawe nomakanjan

  • @sanelenngobese6351
    @sanelenngobese6351 7 років тому

    ay phekwabi mfana ...

  • @ngiphilesisana9217
    @ngiphilesisana9217 7 років тому

    wow uyacula khona but problem abaculi abazwani ngabodwa

  • @sbonelogoba6329
    @sbonelogoba6329 5 років тому

    Up 20 July 2019 Moses mabhida stadium 🔴🔴🔴🔴🔴🔴🔴🔴🔴🔴

  • @mbongenimbongeni4356
    @mbongenimbongeni4356 7 років тому

    muphi ishis'zwe ikani zabili siyabanquma namhlanje

  • @siyabongamdletshe184
    @siyabongamdletshe184 7 років тому

    WAMUHLE UMSEBENZI

  • @thembimdluli3882
    @thembimdluli3882 7 років тому

    musukuchoma nathi sikhwela iflight siyayazike naka umculo shiya indiza enophephela emhlane

  • @khulanathinkosinathi3378
    @khulanathinkosinathi3378 7 років тому

    woza woz qhawe sikulindele Ethekwini. AsHILA DMD Saaaa!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!!

  • @Mashobane_Nyandeni
    @Mashobane_Nyandeni 7 років тому

    hahahahaha asha amadam'anamanzi!!! 🙌👏😂

  • @thabisosibiya4657
    @thabisosibiya4657 7 років тому

    ithousand ashila demedi

  • @busanimtuseni8218
    @busanimtuseni8218 7 років тому

    ngyabonga lapho Duyaza sengilinde 3 June 2017

  • @zinhlegabade9066
    @zinhlegabade9066 7 років тому +2

    kumnandi ukuba seMdletsheni webantu

  • @muziphilani7228
    @muziphilani7228 7 років тому

    ukuze sibone ukt uyinkunzi noma ufuna ukuqopha umlando kumaskandi ake ubizele abalandeli endaweni esile Ay ukufikela emapaki lokho kukhombisa ubuAmisha ake nje ugcwalise icurries fountain uwedwa uzobe uyinkunzi ke lapho

    • @bhozayamabhoza6962
      @bhozayamabhoza6962 7 років тому +1

      Uyaphila ekhanda bhuti ? Ungathi uzodayisa i CD u booker indawo kanti uzophefoma yini waze wamncane myb una 12 years wena

    • @muziphilani7228
      @muziphilani7228 7 років тому

      yaz niyawona umculo ngokungafundiseki asikho Isidingo Sokuba nolaka boy, namuphi nje umculi ofikela epaki eze kubalandeli bakhe, ubuAmisha nobuvukane nje ukuhamba udayisa amaCD epark,

    • @nompilomvelase9416
      @nompilomvelase9416 7 років тому

      abaculi min angibasoli ngokudayisa ema park ama cd lokhu ngibona sengathi basuke benzela lesimo se piracy......jst ukuphawula nje ay ngempi ngoba ezitolo kuke kuthiwe iphumile bt ungaytholi estolo ugcine suthenga eka R5

    • @qinisosithole5524
      @qinisosithole5524 7 років тому

      Muzi Philani fuseg wena stabane wazin ngomaskandi

    • @muziphilani7228
      @muziphilani7228 7 років тому +1

      Qiniso Sithole Kodwa manithuka abantu nizibona niyizinsizwa nihlulwa abalandeli bakakhuzane Bona abangandile ngomlomo bande ngezenzo neqhawe labo elizithobile ebantwini , ithi ngiktshele ke ntwana ngiyawthanda umculo kamthandeni ngiyilindile impele icd yakhe kodwa masehluleka ukuzehlisa ebantwini ngvele ngphelelwe uthando lomculo wakhe, so ke nani enimthanda kakhulu okdlula abafazi benu anombonisa, ay ukt nibe izidlova njengaye

  • @thabanimzolo7829
    @thabanimzolo7829 7 років тому

    DUDULA MFOKA MANQELEE

  • @aphelelenqambayi9947
    @aphelelenqambayi9947 7 років тому +3

    ashila demed.

    • @preciousmagaye6933
      @preciousmagaye6933 7 років тому

      ashiiiiiiiila DMD wenake Bhut othanda ukukhuluma kaz wazin ngomaskand noma unomlomo omanz for nothing onaka ezakho indaba ziyakuxaka umona uyofa uwushiwe oyeka ukubhala uma ungaz uzothin nobub uyislima nxaaaaaaaaa

  • @bonganemadela6531
    @bonganemadela6531 7 років тому

    ikuphi ingezo lool bayeke qhawe

  • @sybngmndaweni8394
    @sybngmndaweni8394 7 років тому

    ilapho ingoma Gcokama khohlwa ongxathu

  • @arnoldmalibongwe2057
    @arnoldmalibongwe2057 7 років тому

    isifikile eyako Duyaza kuzoshuba wmadodeni Ashile Demedi

  • @lindokuhledlamuka8327
    @lindokuhledlamuka8327 7 років тому +1

    ucula kahle uDuyaza kodwa ngokukhipha ngoJune kulokhu ukhombise ukumsaba uKhuzani.

    • @zifozonkedube864
      @zifozonkedube864 7 років тому +1

      Ubemnikeza ithuba naye angiyboni nkinga lapho

  • @philanimnguni8505
    @philanimnguni8505 7 років тому

    sikulindile gcokama mfana phekwabo

  • @nsindisomhlamvu7629
    @nsindisomhlamvu7629 7 років тому

    wenongathandi zibulale insizwa le

  • @wendymofokeng2697
    @wendymofokeng2697 7 років тому

    dukluuuuu

  • @lindelanimnyaka9483
    @lindelanimnyaka9483 7 років тому +1

    sisemlindweni

  • @bekezelamlotshwa3029
    @bekezelamlotshwa3029 6 років тому

    yebo

  • @mlungisianold3882
    @mlungisianold3882 7 років тому

    Duyaza

  • @samumaureen8698
    @samumaureen8698 7 років тому

    yizwi mngani kkkkkk

  • @sfisogazide3755
    @sfisogazide3755 7 років тому

    ashiiila dmd

  • @simomfeka716
    @simomfeka716 7 років тому

    wawusukwe yin uqambamanga uthi ushaye igolide

  • @sibusisonzuza9103
    @sibusisonzuza9103 7 років тому

    follow sibusiso nzuza comedy stupid on youtube ukuze uthole ukuthi thina e east senzanjani

  • @jabugodie9270
    @jabugodie9270 7 років тому

    ashilaaa demed abalunge o R60

  • @bhozayamabhoza6962
    @bhozayamabhoza6962 7 років тому

    Zinkani zababili ayi ayi baleka mgoooodi lamaqhekembana

  • @mbalimsibi3009
    @mbalimsibi3009 7 років тому

    ashila DMD qhawe

  • @samkelomjamba344
    @samkelomjamba344 7 років тому

    #ASHIIIIIILADEMEDE

  • @simomfeka716
    @simomfeka716 7 років тому

    ubani enani khohlisene naye navumelana nakha egold disc

  • @halalisiwehala545
    @halalisiwehala545 7 років тому +1

    😭😭👎👎👎👎👎👎 bhuuuu

  • @lihlesibiya943
    @lihlesibiya943 7 років тому

    cha sham bhuti awukwazi ukucula Mthandeni uhlulwa abavumi bakho mxm

  • @mvelombali480
    @mvelombali480 7 років тому +1

    mangase uyeke ukuziqhenya ngombhedo kuyobe usuqedile dndn mf2

    • @ndumisongcobo8343
      @ndumisongcobo8343 7 років тому

      nawe mangase unake iQhawe ungaba ryt

    • @mvelombali480
      @mvelombali480 7 років тому

      Anginaqhawe mina ngibathengela bonke abaculi kodwa umbhedo nokchoma namanga angihambisani nakho ngoba yikho okubulalisa abalandeli kubulale nomculo wakithi.

  • @KwaNdabaZabantu13
    @KwaNdabaZabantu13 7 років тому

    auuuu Duyaaaazii

  • @anelenkomo2368
    @anelenkomo2368 7 років тому

    zasha sekunjalo babhemu kade babesichomele duyazaaaaa

  • @nkosikhonashandu3098
    @nkosikhonashandu3098 7 років тому

    mmmm mthandeni bhut wam sbheke lukhulu ku album yakh mhlaka 3 and ave usbusisa thina zintsizwa ngezngoma zakh zothando akekhu umaskand engsamzeile njr esbusisa ngazo ngaphandle kwakh

  • @ngcebonyathikazi3731
    @ngcebonyathikazi3731 7 років тому +5

    ikuphi ingezo??? 😂amathawula emoyeni wemfo wakoDuyaza ashilllllllaaaaaa

  • @lindokuhlelindo5567
    @lindokuhlelindo5567 7 років тому

    Kolamula ukuhluma kwezinyo kuleyo ndoda thina sithi eshila DMD maan sigcwele ngawe qhawe lethu

  • @Natynaz3
    @Natynaz3 7 років тому

    yeye asha amadamu anamazi, loool ashiiiiila demed....