Ngampela ngampela u Big Zulu imali uyenzani ngampela ? Kubuza abalandeli enkundlen zokxhumana

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 131

  • @justicendlovu4723
    @justicendlovu4723 Рік тому +15

    What a home.
    Abantu ngeke ubanelise.
    Bohlale bekhuluma BIG ZULU.

  • @hlelisotsabedze
    @hlelisotsabedze Рік тому +23

    Kusho kuthi bantu bafuna uma unemali wakhe umuzi ongange mall,uthenge nestimela😅.Lomuzi u ryt nje

    • @Unathi123
      @Unathi123 Рік тому +2

      Haibo Ngempela yazi bafuna enzeni Kanti mxm abantu bayinkinga

    • @masthuli2565
      @masthuli2565 Рік тому +3

      Ngempela yaz ...abantu bajaja nemsangano

    • @hlelisotsabedze
      @hlelisotsabedze Рік тому +4

      Yabona masi ngaya ngabantu ngagcina sisangene

    • @masthuli2565
      @masthuli2565 Рік тому +1

      @@hlelisotsabedze nje🤞

    • @thembiclementine1984
      @thembiclementine1984 Рік тому +1

      Haui futhi abantu bakwethu, athenge nendizamshini😅

  • @thoko2804
    @thoko2804 Рік тому +13

    Umuntu wenza okusemandleni akhe Abantu ngeke bayeke ukukhuluma yhoo

  • @user-vj2uc4qk4k
    @user-vj2uc4qk4k Рік тому +7

    He is wise,he is avoiding being too tall and getting too big for his boots.The taller you are, the harder you fall!

  • @stationmkhize2758
    @stationmkhize2758 Рік тому +10

    Kanti abantu bahlushwa yini ngemizi yabantu

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 Рік тому +6

    umona nje lengane inemizi eminingi nasegoli unawo omuhle ngalendlela nasebergville wakhela ugogo wakhe umuzi omuhle ngalendlela nifuna enze okufunwa inina futhi muhle lomuzi utshale nokutshala umfana emncane musanike ukubhedela lengane okokuqala ibingachomeli muntu ubenza into enomqondo esuka kuyena khohlwa mtanami izimfamona ezingafuni ukuncoma into uma iyinhle mina ngisandokuncoma nje ukwakhela ngisho nogogo wakho umuzi omuhle kanje ungaphiki nomonase bohlale bekhona bengancomi

  • @hoodrobin1596
    @hoodrobin1596 Рік тому +14

    Nothing wrong with this 👌

  • @nokulungandzimande6641
    @nokulungandzimande6641 Рік тому +2

    Kanti bafunani abantu base mzansi...Mina ngibona esebenzile nje ngoba akhile ekhaya ❤❤

  • @freemansifiso8306
    @freemansifiso8306 Рік тому +8

    Cha ulimile nkunzi muhle umsebenzi 🤝

  • @khulekanekhukza3618
    @khulekanekhukza3618 Рік тому

    Abantu Bahlezi Bekhuluma Entlek bahlushwa umona nje voooh

  • @vincentmkhonza5695
    @vincentmkhonza5695 Рік тому +8

    Yini ewrong ngalomuzi? Abantu abayeke ukuphapha nokukhathazeka ngemali yabantu, umuntu akakhathazeke ngemali yakhe hhayi eyomunye umuntu.

    • @thabaninyawo-hv5ge
      @thabaninyawo-hv5ge Рік тому

      Cha nami angiboni simanga ngalomuzi mhlawumbe bafuna akhande istezi

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Рік тому

      Akukho lutho e wrong abantu ukuphapha , kokunye kukhuluma abantu abasabuka I TV bacabange ukuthi abakubona e TV impilo. Basafunda ngiyathemba bazitshela ukuthi mabeqeda ukufunda bazoba ama C.E.O ezimayini bakhe ama mansions until baphume eskoleni babone impilo ngempela. Then bazokwazi ukubonga okuncane

  • @corporateservices2610
    @corporateservices2610 Рік тому +10

    Beautiful House and View ❤

  • @24sevenrecords51
    @24sevenrecords51 Рік тому +7

    Abantu nokunaka indaba zabantu. Umuntu mayene mansion noma ethanda yona angacabangi ukuthi wonkumuntu uthanda lokho okuthandwa uyena.

  • @zodwasonjica7265
    @zodwasonjica7265 Рік тому +3

    Bayazazi, ingxakizakhe. Hayi tekelani uBig Zulu enter okusemandleni
    Fathi lomuzi muhle

  • @lulamasibiya4391
    @lulamasibiya4391 Рік тому +5

    Bafuna a ngene ezikweletini ngenxa yokuthi abantu bajahe ukukhuluma u ry umuzi ungange phakethe lake akusikho e town LA ku rent indlu ebiza u 2 million for fame kuthiwe umuntu uthenge umuzi

  • @bhekisanicele2746
    @bhekisanicele2746 Рік тому +4

    Muhle kakhulu lomuzi futhi owemali enkulu,
    Hlukanani no Big Zulu wakhile kubo ngokusemandleni akhe.

  • @jabudlamini1439
    @jabudlamini1439 Рік тому

    Kanti nifuna akhe I South Africa yin Kubo ebaleni ai kahle bo muhle lomuzi

  • @nhlanhlamanatha8799
    @nhlanhlamanatha8799 Рік тому +1

    Leave them mkhaya,eBergville sakha kanje ,this house is beautiful and big ,you dont owe bond njengabanye ye 20yrs do wat you afford folow Sjava footstep to live yo own life at yo own pace without competition ,phambili maBergville amahle(NB)

  • @smangelehlubi8043
    @smangelehlubi8043 Рік тому

    Muhle lomuzi kakhulu Umuntu wenza akuthandayo okungangamandla akhe ,ungalambi esiswini wenzela abantu

  • @user-fu3dv5ef6w
    @user-fu3dv5ef6w Рік тому +1

    Yini inkinga ngoba u ryt lomuzi mos❤

  • @bhekanisihle3488
    @bhekanisihle3488 Рік тому

    AYIBO UMUZI OMUHLE KANJE KANTI BAYAMBHEDELA HAWU MUHLE UQEDILE KANTI KUMELE UBENJANI

  • @andilechonco9706
    @andilechonco9706 Рік тому +1

    Kahleni boo uryt muzi

    • @mduduzimabhena-rm9lc
      @mduduzimabhena-rm9lc Рік тому

      Mina angibon nkinga kulomuzi phela mungaphika nenkulumo zabantu uyogcina uyomelwa inhliziyo.

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 Рік тому +5

    awu engani nase goli unomuzi omuhle nje futhi ayikho inkinga kuleli khaya

  • @veronicankumanda483
    @veronicankumanda483 Рік тому

    Bazothi uma eseqedile ukwakha lowo muzi abawufunayo bathi unenyoka ngoba akulungi abantu bathule bohlezi bekhuluma

  • @TBZunguTBZungu-td9sq
    @TBZunguTBZungu-td9sq Рік тому

    Hay Bo imali ofuna uneliseke wonakoiyabekwa imali aybona utshwala obungabekeki uryt lomuzi akaphakeme

  • @user-yx1cf8nx4c
    @user-yx1cf8nx4c Рік тому

    Nisho Lo big Zulu wamacavela Hayi Boh

  • @siphathisiwemoyo5360
    @siphathisiwemoyo5360 Рік тому

    Nidakiwe uyazi niyahlanya. Ini ebhedayo kulowamuzi seniyahlanta

  • @user-rn1eg7dw2x
    @user-rn1eg7dw2x Рік тому +1

    phela ucula ngomuzi oseSandton silindele i Sandton nasekhaya

  • @siphesihle4641
    @siphesihle4641 Рік тому

    Ubatshele labo ukuthi abangene bona ezindabeni nase malini ka Big Zulu.

  • @amandangcolosi6681
    @amandangcolosi6681 Рік тому +1

    Akathwele phele big zulu so angafaniswe nabantu abathwele abavele bakhe ama mall

  • @yvonnemlungwane3425
    @yvonnemlungwane3425 Рік тому

    Uthenga umswenko 😊

  • @nokuthulamusonda3927
    @nokuthulamusonda3927 Рік тому

    I love this home,very nice🎉🎉🎉

  • @lunikobumka-jk7ut
    @lunikobumka-jk7ut Рік тому

    Hay bafethu hlukanan noBig Zulu!...kant nifuna ubenjan umuzi ukuze kubonakale kahle ukuba wakhile cz sengath inina abenePicture emqondwen yenu

  • @buyiengcobo9
    @buyiengcobo9 Рік тому +1

    Kanti funa uze ubenjan bakithy, hay angzsazi mina

  • @nonhlanhlabhengu5095
    @nonhlanhlabhengu5095 Рік тому +1

    Big Zulu muhle umuzi awunayo isho encane inkinga.Phila impilo yakho ngendlela yakho ebese ubakhiphela ingoma ethi abantu bayohleze bekhuluma😂😂😂.

  • @poppydondolo7178
    @poppydondolo7178 Рік тому

    Very nice house.. Big up Big Zulu

  • @sibusisomayeza4873
    @sibusisomayeza4873 Рік тому +1

    Wakhile nje lomuntu, nifunani kanti?

  • @user-qu8nn7pu3w
    @user-qu8nn7pu3w Рік тому

    Muhle nje lo muzi .......y in kanti inkinga ebantwini

  • @mhloniphenizulu5407
    @mhloniphenizulu5407 Рік тому +1

    Kwakhiwa nje lapha

  • @nonhlahlanyathi8126
    @nonhlahlanyathi8126 Рік тому

    Niyamdakelwa zihlama fusegani

  • @user-vv1qc8yn5b
    @user-vv1qc8yn5b Рік тому

    Angiyiboni inkinga kulelikhaya phumani kuye asibonge

  • @Hle.99
    @Hle.99 Рік тому

    Mhlampe abekho baningi Kubo kahleni boh. And yena he lives on Joburg full time

  • @HumpheryTshabala-xu4xm
    @HumpheryTshabala-xu4xm Рік тому +3

    Angiyiboni into e wrong ngalomuzi ikhaya nje leli elingenankinga kanti kusemakhaya la..Uma esekhanda isphihli somuzi bazokhuluma futhi bethi uthwele.. abantu abazazi bafunani.

    • @SceloMashiwa
      @SceloMashiwa Рік тому

      Ybo mfeth qinisile

    • @user-lk5bl6iq9j
      @user-lk5bl6iq9j Рік тому

      Ayikho into ewrong ngempela la ngibona nemoto bafunani kanti abantu ngyawuthanda mina

  • @user-gv1vx1lp9j
    @user-gv1vx1lp9j 2 місяці тому

    Kukibo not kwakhe so guys please give a man a break....

  • @mbhekelenikhoza5024
    @mbhekelenikhoza5024 Рік тому

    Mnxm kant bafunan abantu ngoba kwakhiwe nje la ku right

  • @nhlanhlaconco6171
    @nhlanhlaconco6171 Рік тому +4

    Imali ayixhashwaza wakhile kubo, usazo thatha ayokwakha nakwakhe a fake nezingane eskolwei, yekani ukubheka kakhulu izinto ezinganidingi pls, mawngacabangeli kusasa abanye bayazicabangela🤫

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Рік тому

      Walikhuluma iqiniso. Umuntu akakhe yena lomuzi awuthandayo angafuni wakhiwe abanye kwayena engenawo

  • @ZolaniKubheka-qu1wx
    @ZolaniKubheka-qu1wx Рік тому

    Abantu abamusa ukudlela Ushuni WeNkabi umona wakhile la KusoBonjaneni EBergville ngakithi la

  • @patriciazintathu28
    @patriciazintathu28 Рік тому +1

    Phela akathwele 😂😂😂

  • @user-if8jd3ze9b
    @user-if8jd3ze9b Рік тому

    Ipheliswe yimpahla azingqokayo u b

  • @phakamanimlangeni7731
    @phakamanimlangeni7731 Рік тому

    Yekaterinburg Amanda wena uyanyanyisa

  • @thulikumalo8999
    @thulikumalo8999 Рік тому

    Ayisuka bafuna enzeni athathe isandton ayilethe ekhaya cha bathanda ukukhuluma qha

  • @user-ch7dx6of9e
    @user-ch7dx6of9e Рік тому

    Ayikho onto

  • @siphesihlegumede181
    @siphesihlegumede181 Рік тому

    Lapho abawuthengi nomculo bayawu downloader, abantu ngeke wabenza lutho

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Рік тому

    Umbuzo obhedayo lowo kuzicacele nje, bangena phi bona ngekhaya likaBIG ZULU

  • @misizwegamede8586
    @misizwegamede8586 Рік тому

    Yini ewrong ngalomuzi ngoba muhle eyiii futhi abantu bayakuthanda ukukhuluma

  • @bonisileprecious1670
    @bonisileprecious1670 Рік тому

    Yoooh maybe nginenkinga yokubuka iphi into engekho ryt ngalomuzi vele❓❔

  • @njabulomaphumulo5201
    @njabulomaphumulo5201 Рік тому +1

    Niyathanda ukuqhathanisa lobesho lento ubuka uKhuzani sngabeka imali phansi 🥺

  • @user-pj7ed3jk1d
    @user-pj7ed3jk1d Рік тому

    Umuzi nje Lo baf2 ikuphi inkinga

  • @ntozakhemhlongo8599
    @ntozakhemhlongo8599 Рік тому +1

    Bayamdakelwa

  • @PhakamileHadebe-rh5re
    @PhakamileHadebe-rh5re Рік тому

    Yini ongayenza umuntu aze akubongise emhlabeni lihle lelikhaya ufuna okufunwa uwe muntu kwenze phela kwakho khululeka ngekhaya lakini lihle wena Big Zulu

  • @SceloMashiwa
    @SceloMashiwa Рік тому

    Uright lomuzi abantu wenza kahle wenza kabi bayohlez bekhulum weh.

  • @mkabayikajama5121
    @mkabayikajama5121 Рік тому

    Uright nje lomuzi. Kanti yini abantu abayifunayo.

  • @user-gr2le6zv9d
    @user-gr2le6zv9d Рік тому

    Ay cha sebefunanike kanti bafuna I complex noma????

  • @Miles-tr7ps
    @Miles-tr7ps Рік тому +1

    Ayikho into e wrong ngalomuzi ziningi izinto ezifuna imali lets us not judge other people

    • @sizwehadebe8469
      @sizwehadebe8469 Рік тому

      Wakhe kahle akakweliti i bond. Big Zulu yinhle kakhulu indlu oyakhe ekhaya kwande lapho uthathe khona.

  • @mlungisipetrosndwandwe7285
    @mlungisipetrosndwandwe7285 Рік тому

    Uriyt nje lomuzi emakhaya futhi phela akekhu kuyicompetition namuntu. Idladla eligrand leli.

  • @ntombindawonde4197
    @ntombindawonde4197 Рік тому

    Futhi ke angiboni nkinga ngalomuzi mina umuntu wakhe ngendlela efunwa uyena hhayi efunwa abantu

  • @bongiwemkhize3981
    @bongiwemkhize3981 Рік тому

    Kanti umuntu ongakhile umuntu onjani abuntu sebedidwa ilabo maliyavusa abagcele eKZN kodwa nanku nje umuzi

  • @user-zy7er4we6k
    @user-zy7er4we6k Рік тому

    And ikubo Lana not kwakhe,

  • @khethukuthulangcobo1128
    @khethukuthulangcobo1128 Рік тому

    Mubi lomuzi awhlelelwe

  • @thokozileshabalala67
    @thokozileshabalala67 Рік тому

    Engabe bona banani animyeke naye wakhe lokhu okuthandwa inhliziyo yakhe anoke nivale imbobo yophuthu

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 Рік тому

    Ey abantu abamyeke bakithi yoh bayambhedela kanti bafuna enzenike?? Yoh hhayi 🤦‍♀️🤦‍♀️

  • @bridgettmphoko6311
    @bridgettmphoko6311 Рік тому

    Kodwa lihle leli khaya bafethu..

  • @ntofontofo6819
    @ntofontofo6819 Рік тому

    Kanti nifunani ngempela umuntu okunganga amandla akhe

  • @tinam9561
    @tinam9561 Рік тому

    Hlukanani nendaba zabantu bhekani ezenu muhle lomuzi akunakinga, khona abangenawo nombhede wodwa lo

  • @fnbcheckers7106
    @fnbcheckers7106 Рік тому

    Kudlalwa ngobig zulu kufanele abe nani ukuz kibonakal ukuth ungumculi

  • @simphiwemayaba8837
    @simphiwemayaba8837 Рік тому

    Nawe kodwa uyislima yiza nodaba oluphelele ngapha usu publish something ongakatholi I information ephelele ngayo. Landela uthole konke. ghaaa....!!

  • @sivuyilentsunguzi8698
    @sivuyilentsunguzi8698 Рік тому

    Kusemakhaya kuryt apha

  • @nelisiwemkhwanazi9765
    @nelisiwemkhwanazi9765 Рік тому

    Ekhaya kusekhaya, ake bamyeke!!

  • @user-qs6km1zz1g
    @user-qs6km1zz1g Рік тому

    Muhle kabi

  • @user-nz4ve4us4z
    @user-nz4ve4us4z Рік тому

    Muhle lomuzi unjalo usho ngeplazi elihle gqubeka bafo uyephaphili

  • @thandimtimande2414
    @thandimtimande2414 Рік тому

    Mxm yini ewrong la

  • @thabisilemakhoba4758
    @thabisilemakhoba4758 Рік тому

    Abantu bayathanda ukuzifaka kakhulu ezindabeni zabanye abantu

  • @user-fq7nl5go6g
    @user-fq7nl5go6g Рік тому

    😮hau ningalinge nithi ikubo lana

  • @ceceliampanza6915
    @ceceliampanza6915 Рік тому

    Kufuna bani UKUTHI wenzani ngemali ? Eyakhe nje abanye abanamizi emakubo kodwa bahamba ngezimoto ezibizayo hayi lomuzi muhle awunankinga

  • @user-ld2nl5yx2q
    @user-ld2nl5yx2q Рік тому

    Kodwa yin hawu kahle bo

  • @user-tr6pm7wu8m
    @user-tr6pm7wu8m Рік тому

    Kanti kufanele ube njani b9!!

  • @nkosinathimduduzi7605
    @nkosinathimduduzi7605 Рік тому

    Basangene odoti laba mhlambe abanangisho

  • @aphelelengiba2189
    @aphelelengiba2189 Рік тому +1

    Umona qha ebantwin, muhle lomuz abantu awubazi kuthi bafuna 🚮🚮🚮🚮🚮🚮🚮

  • @sphesihlepapi3047
    @sphesihlepapi3047 Рік тому

    Abantu bafuna ukubona iswimming pool bese beyabona ukuthi imali uyenzani phela asifani bakwethu sithanda okungafani

  • @thobilefihlela2766
    @thobilefihlela2766 Рік тому

    Are you sure ukuthi bakushilo lokho noma benithanda ukusivezela ikhaya lakhe

  • @sithokomelesithole6633
    @sithokomelesithole6633 Рік тому

    Seningenaphi emalini yakhe,nihlanganaphi nje.ukonakala lokho

  • @thembikhumalo-cg5uh
    @thembikhumalo-cg5uh Рік тому

    NIGANGA NGAYE BONDABA MUHLE LOMUZI KABABA AWUKHALISI NDAWO YICHOICE YAKHE

  • @VusiBhekani-xh1xh
    @VusiBhekani-xh1xh Рік тому

    🙌🙌

  • @thandazamahlangu6391
    @thandazamahlangu6391 Рік тому

    Ungenaphi ke wena emalini kaNgiwe???

  • @ntombindawonde4197
    @ntombindawonde4197 Рік тому

    UMUZI MUHLE NJE IMPELA MANI AMÀNGA NGEKE UPHIKE NABANTU

  • @bongumusamanganga743
    @bongumusamanganga743 Рік тому

    Badlugologo obizayo

  • @novividonga1578
    @novividonga1578 Рік тому

    Kuryt njee nina yini enilayo

  • @nkokhelokunene9574
    @nkokhelokunene9574 Рік тому

    2:11 abahlukane no Big zulu phansi

  • @WolfProtection-cp7kk
    @WolfProtection-cp7kk Рік тому

    Yinhle lento kaBig Zulu ngokuvusa umuzi kagogo wakhe

  • @bongekilegama5363
    @bongekilegama5363 Рік тому

    😊