UMAVAVA EMCIMBINI EMKHEHLWENI KA SPHESIHLE ZULU E/P 2

Поділитися
Вставка

КОМЕНТАРІ • 78

  • @mlungisisbonelogumede9824
    @mlungisisbonelogumede9824 Рік тому +10

    Ngize ngiybone lensizwa ekthiwa uMavava. Ai insizwa impela le, izothile futhi. Ngyayithanda indlela enza ngayo

  • @phelelanimafuleka3854
    @phelelanimafuleka3854 Рік тому +8

    Umfana wakithi njalo lona uPhilasande Zungu ( MC GWAJO) kwelase Ngwavuma

  • @phindiletholinhlanhla6326
    @phindiletholinhlanhla6326 Рік тому +5

    Bhut Mavava 🙌... syabong indishi niyenzil Yaba seqophelweni eliphezulu nibambisen nezinsizwa

  • @mpendulonhlenyama849
    @mpendulonhlenyama849 Рік тому +19

    Nongamazi uyoze amazi
    Mavava skhakhane🔥

  • @nkosinathimyaluza2184
    @nkosinathimyaluza2184 Рік тому +7

    Ukhuluma kahle ubhuti wakwaSkhakhane, sibancane asikabi nalutho oltheni kodwa syafunda kakhulu kini boBhuti, niphile nje nigcineke.

  • @bennymgudie7762
    @bennymgudie7762 Рік тому +3

    Ahw sukani madoda khupuka zulu✊✊✊✊sibonge amagalelo entlaka production

  • @petrosndlovhu9034
    @petrosndlovhu9034 Рік тому +7

    Qulusa bethembe bathi kuhlatshiwe kwaSkhakhane.

  • @ShabalalaMenzi1502
    @ShabalalaMenzi1502 Рік тому +4

    Kwacija kwazithela kuMavava umnikaz wenkan uqobo lwayo Qulusa bathembe bethi kuhlasthiwe koMboma Kant uMavava nje useSbayeni kubo

  • @mxolisizulu4995
    @mxolisizulu4995 Рік тому +3

    Sibonge ukusethulela umcimbi omuhle kangaka Gatsheni uqhubeke njalo mfwethu 🙌🙌

  • @cebolenkosikhumalo1552
    @cebolenkosikhumalo1552 Рік тому +8

    Hlaka production ai ndoda yamadoda uqine nje njalo mkhulu uyayenza lento yakho God bless you 🙏

  • @mkhanyisenikhumalo1412
    @mkhanyisenikhumalo1412 Рік тому +1

    Ngoba KwaZulu zikhona insizwa futhi iyona-nto engiyithandayo

  • @bongiwezungu341
    @bongiwezungu341 Рік тому +3

    Muhle kodwa lobhut kuthiw Mavava cha bhut wm muhle monaphansi yinsizwa zu15 wedwa

  • @samumaureen8698
    @samumaureen8698 Рік тому +5

    INkandla enhle ngokuyiholela 💓

  • @lesedimakhoba3807
    @lesedimakhoba3807 Рік тому +5

    Ugwajo unekhulu leli ithalente sibonge mfoka Gatsheni ngomsebenzi wakho🙏🏾🙌🏾🔥🔥

  • @zenzozenzo1560
    @zenzozenzo1560 Рік тому +4

    Mina ngigcwele ngawe Mavava🤣🤣🤣ukanyenneqhawe lethu uPresident Ngizwe🤣🤣

  • @mxolisisikhakhane8646
    @mxolisisikhakhane8646 9 місяців тому

    Ngphakamisa izandla kwiNsizwa yakoMboma KaMqhele🙌

  • @cebozuma1637
    @cebozuma1637 Рік тому +3

    UMavava inkalakatha yamampela

  • @sthembisomthembu395
    @sthembisomthembu395 Рік тому +2

    Waze wadabukisa u Geh

  • @bhekisbayya420
    @bhekisbayya420 Рік тому

    UKhuzani ukhomba inhliziyo embi kumangcingwana nombhemi wesiskibha esibomvu yekani umona nokhuba niyayihlaza kubantu umdlalo Lona akuliwa

  • @bhekanisihle3488
    @bhekanisihle3488 Рік тому +1

    Awu yayinhle into 💯🖐👋👏

  • @phumelelebhengu6315
    @phumelelebhengu6315 Рік тому

    Wamuhle. Umcimbi siyabonga. Halala.

  • @nonduduzomzolo8843
    @nonduduzomzolo8843 Рік тому +2

    iyaphila leyansizwa u Mavava

  • @sfundogumede7034
    @sfundogumede7034 Рік тому +5

    Ngyalivuma i Chunu liyinsizwa 😅😅

  • @mxolisishimza3955
    @mxolisishimza3955 3 місяці тому

    Ngcela umsebenzi kumavava

  • @nhlanhlasanele7855
    @nhlanhlasanele7855 Рік тому +1

    Bhuti 👍akuwena lo owaQamba amanga😂😂😂😂😂😂 kithi koDludla Syabonga

  • @tsholomodibedi2236
    @tsholomodibedi2236 Рік тому

    Insizwa ayi bambisane 🤣🤣🤣🤣🤣🤣cha asi bonge into enlhe iya nconywa 💘💝💖💗💓❤️🧡💛💚💙💜🤎🖤

  • @nondumisopinkientshangase8377
    @nondumisopinkientshangase8377 Рік тому +1

    Mavava insizwa enomoya ophansi yoo ukuncuma kwayo kunesisoka phakathi

  • @phindiletholinhlanhla6326
    @phindiletholinhlanhla6326 Рік тому +1

    🥰 kodwa Mshawodi

  • @zonkeqina5847
    @zonkeqina5847 Рік тому +5

    Kuhle lokhu okwenzayo Mavava ungazi phakamisi empilweni

  • @mayonnaisecebisa
    @mayonnaisecebisa Рік тому +1

    CEBISA 🔥🔥🔥

  • @Sithembele_Magwaza
    @Sithembele_Magwaza Рік тому +3

    Shout out to mfoka Magwaza uyphathe Kahle indishi Njinji 🙌🙌

  • @mkhumbulanimkhulise3261
    @mkhumbulanimkhulise3261 Рік тому +1

    Insizwa kodwa Ngizwe madoda ungahamba uyawaqede amazwe uhlonipha wonke umuntu kodwa yena namakhosikazi amathathu

  • @ezihambaphambilinonxumalo9503
    @ezihambaphambilinonxumalo9503 Рік тому +4

    Ichunu insizwa👌

    • @lunganimusr5900
      @lunganimusr5900 Рік тому

      Kwacija kwazithela cha wiJongo mavava ngiyakuvuma, umdlalo omuhle awuqhubeke

  • @samumaureen8698
    @samumaureen8698 Рік тому +2

    Mavava Skhakhane,Khuzani Mpungose,Sihle Masango same What Up group🤣

    • @user-vu8ey1et7z
      @user-vu8ey1et7z 3 місяці тому

      Laba abanye baganiwe kodwa akufani Siyabona kodwa khuzani bakithi angimazi umakoti wakhe ai akhe umuzi omuhle kanjena

  • @fakazilemncwango4847
    @fakazilemncwango4847 Рік тому +2

    Ukhulume kahle Siyathemba

  • @mzwakhemsimango4459
    @mzwakhemsimango4459 Рік тому +4

    Udume ngani uMavava umfoka Skhakhane 😂😂😂

  • @ntokozoprofesser8073
    @ntokozoprofesser8073 Рік тому +1

    Makukhulunywa ngezinsizwa

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 Рік тому +1

    Ave, nilithanda,,uchuku,ubezokonani,ungizwe,,ncono,,ngoba, umnikazi, womcimbi,akanalo,lelidimoni eninalo

  • @siyamthembamgolombane4822
    @siyamthembamgolombane4822 Рік тому +7

    Ngubani uMavava??

  • @ntombifuthiphumzile4938
    @ntombifuthiphumzile4938 Рік тому

    Insizwa engapheli moya

  • @lungelomnguni2870
    @lungelomnguni2870 Рік тому +7

    Uyazilulalaza umacingwane phambil kwamkakhe😥🙆‍♂️

    • @frica466
      @frica466 Рік тому +1

      I think it was beyond his control...Izinsizwa simhlanganyele .. and bengeke awine ehlanganyelwa izinsizwa ezinemali ...shuthi bezophuma e tendeni engena nje..bingekho enye indlela . mina bengizophuma ngingene ngihambe

    • @lungelomnguni2870
      @lungelomnguni2870 Рік тому +1

      @@frica466 umdlalo lento kube ebengabethuk bebengeke vebukise ngaye

    • @Urban_SoundClub
      @Urban_SoundClub Рік тому

      @@lungelomnguni2870 umdlalo impela kodwa akusentsheziswa inhliziyo embi uma udlalwa, uKhuzani ngiyambonga yaze yanenhliziyo embi nansi ngane

    • @lungelomnguni2870
      @lungelomnguni2870 Рік тому

      @@Urban_SoundClub usumane uyash nje nawe... Ungizwe mayedelela niyajabula izinduk zakhe masezibuya niyamdabukela. Ninjn kant nin

    • @user-vu8ey1et7z
      @user-vu8ey1et7z 3 місяці тому

      Wenzeni mfwethu Mina angibonanga ngiyafisa ukwazi

  • @ayandazuke490
    @ayandazuke490 Рік тому +1

    Akabhampi uGe🙄

  • @siphamandlapanuel4891
    @siphamandlapanuel4891 Рік тому +2

    Uvumelan nenhlamba awuuu

  • @phiwayinkosilanga1758
    @phiwayinkosilanga1758 Рік тому +6

    Kdw ngyakhala ngeChunu... Kahle kahle belizokona iChunu lahluleka

    • @lindelani7807
      @lindelani7807 Рік тому +2

      Kshuth awuyibukanga kahle ivideo part one.

    • @faithmbatha4106
      @faithmbatha4106 Рік тому +5

      Inkinga yakho ukuthi uzizondela iChunu nje wena umuntu osuse udlame laphana uGeh ubumbona noma ehlezi laphana ubeziqhathela usizi nje musa ukuphambanisa izinto ngoba nakhu kuyi favorite yakho

    • @gumede2818
      @gumede2818 Рік тому +1

      @@faithmbatha4106 ngani ?

    • @sithembisomthethwa5236
      @sithembisomthethwa5236 Рік тому

      Isifike la ngiythanda khona lento kwakumnandi ebukisa ngoMtshengiseni egula waphinda wabukisa ngo Khathide Ngobe engenzelutho kuye bajabula abamthandayo

  • @sirmusa
    @sirmusa 3 місяці тому +2

    BLOOD MONEY!

    • @talentcele2577
      @talentcele2577 3 місяці тому +1

      They richer than you

    • @sirmusa
      @sirmusa 3 місяці тому

      🤣says who@@talentcele2577

    • @user-vu8ey1et7z
      @user-vu8ey1et7z 3 місяці тому

      Jealous yerrrr

    • @sirmusa
      @sirmusa 3 місяці тому

      @@user-vu8ey1et7z says who 😂😂. See yourself first.