IZIZUMBULU ZEMALI ZIZALA IZIZUMBULU NGENXA YOMUTHI WAMAKHEHLA AKWA NCWANE , into yokugembula ikhona.

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 4 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 147

  • @nomsahlophe5890
    @nomsahlophe5890 5 місяців тому +3

    Yoo cha Noma nhingabsboni omkhulu ncwane kodwa bezwakala bethonekile bakithi syabongs😊

  • @NtokozoShamase-r4k
    @NtokozoShamase-r4k 5 місяців тому +4

    Syabonga Mapoloba ukusivezela abelaphi bendabuko abaqotho👏

  • @thuthukamdlalose
    @thuthukamdlalose 5 місяців тому +4

    Siyabonga bomkhulu , ngamanani amahle okusiza abantu , bahluphekile abantu , hayi lento yokubiza amanani aphezulu Kanti abantu abasizakali.

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 5 місяців тому +5

    Pholoba lento isegazini muhle umsebenzi syabonga ❤❤🎉🎉🎉

  • @bonisilekhuzwayo2470
    @bonisilekhuzwayo2470 5 місяців тому +6

    Kodwa sobatholaph labo baba umunt uyafa izikweletu nokungaybon imali mangigembula angiwin akukh nje okuphumelelay😢😢

  • @MuntuzaMbokaz-ft5zu
    @MuntuzaMbokaz-ft5zu 5 місяців тому +4

    Siyabonga Pholoba hawu zyavuleka izinto zami

  • @sbusisomnguni1481
    @sbusisomnguni1481 5 місяців тому +4

    Baba Mapholoba nginesifiso sokufika lapho ngingenza kanjani sengiyaguga nginganankosikazi angina Mali ngiyahlupheka

  • @ThandiswaGono
    @ThandiswaGono 5 місяців тому +5

    Ngiyabonga kunkulunkulu ukubukela loluhlelo ngiza ngathi empilweni yam bengilinde lesikhathi noba kusukela manje senginethembe kuthi impilo yam isizobuyela esimeni ngiyabonga MC Pholobas

  • @manelisjersiaaquarius2730
    @manelisjersiaaquarius2730 5 місяців тому +5

    Khuphuka Mc namakhehla❤❤

  • @nhlanhlahlatshwayo5679
    @nhlanhlahlatshwayo5679 5 місяців тому +10

    Nd MC lamakhehla uyawezwa ayayazi into yawo kimi ngihlushwa zikweletu zomashonisa ngithi ngihola imali iphelele kubo akuyeki sdalo phambili sengaze ngahlukana ngisho nomuntu engangimthanda MC ngenxa yokuzibona ukuthi ngihlezi ngibroke ngisebenza ngihlulwe ngisho ukuthenga okokugqoka nje kwami mfwethu ihlazo nje elikimi ngize ngibe inhlekisa nasemsebenzini bt nje ngiyengithi kuyoze kulunge mfwethu nakimi

    • @nom3181
      @nom3181 5 місяців тому

      Awuwedwa Nhlanhlahlatshwayo kulesisimo udadewethu engimelamayo usisimeni esifana nesakho ingane ayifuni kwamanje nathi siwumdeni sehlulekile impela kunzima asazi simcede kanjani nathi ngoba sekuyiminyaka engu8 esebenzela izikweletu kuze kube namhlanje

    • @yandisamdeni456
      @yandisamdeni456 5 місяців тому

      Mkhulu ngicela ubuza mawuse goli uyakhon u posa

  • @MbongiseniBobby
    @MbongiseniBobby 5 місяців тому +1

    Mashiy'amahle ngiyabingelela🙏 ingabe ikhona na impande yokuvala amanzi amnyama baba🙏

  • @Wiseman.Mahanjana
    @Wiseman.Mahanjana 2 місяці тому +1

    siyabonga boomkhulu xa ufuna uyi order lentelezi yentlahla ndingenza njani ndise Cape Town ndifuna le ntelezi yentlahla plz

  • @kheswa19
    @kheswa19 5 місяців тому +12

    Nampa abantu esibafunayo empilweni.

    • @nomamazibuko1573
      @nomamazibuko1573 5 місяців тому +1

      Batholakala kuphi ngicela usizs

    • @kheswa19
      @kheswa19 5 місяців тому

      ​@@nomamazibuko1573, ngicela ubafonele.

    • @samuelmbokazi2318
      @samuelmbokazi2318 5 місяців тому +1

      Kunjalo ngiyavuma nami

  • @sfisosenzongubane9564
    @sfisosenzongubane9564 5 місяців тому +3

    Ngiyeza lapha December nakanjani ngizobe ngikhona kodwa ngifuna ukuqala ngokuhlola kuqala ❤

  • @singelasmahle3973
    @singelasmahle3973 5 місяців тому +7

    _MAHLAL EKFENI, NGVUMILE MINA 🤞🤞🤞🙌🙌🙌🙌_UKHON UMUTHI KWA_NCWANE🤞

    • @singelasmahle3973
      @singelasmahle3973 5 місяців тому +1

      Ngiwulande Friday kade ngphum espan, inkinga ebenginayo manje angsayizwa nhlobo eduze kwenhliziyo 🤞_month End ngiyolanda intelezi nokunye 🤞🤘✊

  • @MevaMkhize
    @MevaMkhize 5 місяців тому +3

    MC Pholoba siyabonga ndoda ngokuhlangana noMkhulu,ino.yabo ayibonakali kahle sacela oyibonayo asivezele yona plz

  • @nomsanobuntupayiya9700
    @nomsanobuntupayiya9700 5 місяців тому

    siyabonga kakhulu Mapholoba ukusibonisa omkhulu Ncwane muhle umsebenzi wabo, siyabadinga kakhulu 😇❤🙏👏🙌

  • @24sevenrecords51
    @24sevenrecords51 5 місяців тому +5

    Baze babuhlonipha ubunyanga labobaba. Engathi banganda abafana nabo

  • @busisiweditshego8446
    @busisiweditshego8446 5 місяців тому +4

    Do they do online consultation ngoba ngizwe ngathi usho njalo.

  • @duduziemmaneulmbokazi1546
    @duduziemmaneulmbokazi1546 5 місяців тому +4

    Akwandile ubunye nozwano kwiZelamani. Sbonga iMniningwane ethe vetshe Pholobas

  • @SandileMncube-iu1vs
    @SandileMncube-iu1vs 5 місяців тому +7

    Syabonga Mc pholoba imisebenzi yakho mihle kakhulu,ngisuka kuwo lamadoda athobekile,neqinisa ngsabhizi nezinto zami hopefully konke kuzohamba kahle.Ncube kzn esikhawini

    • @simonmahlokoana9702
      @simonmahlokoana9702 5 місяців тому +2

      Ubuye futhi umizinto zakho zicacile noma zingacacanga khona sizoqonda ukuthi kubhekwa

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  5 місяців тому +1

      Nazoke qhawelakithi

    • @siyavivatv1347
      @siyavivatv1347  5 місяців тому

      Akobuya

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 5 місяців тому +1

      Sicela ubuye usazise emva kwesonto noma amabili. Kodwa futhi wenze kahle ulandele imigomo

    • @samuelmbokazi2318
      @samuelmbokazi2318 5 місяців тому

      Ngibonge Mncube.kuncono sewubuya khona.mine ngikude ngise ermelo.

  • @kheswa19
    @kheswa19 5 місяців тому +4

    Siyabonga Pholobas, mfakeleni airtime please uPholobas bakwethu nezipho nje.

  • @DumaTshabalala
    @DumaTshabalala 5 місяців тому +2

    Yakhani imizi bobaba,niyeke iziphusha lezi ezibhedayo lapha kuma comments. 👏 👏 Ngiyanithanda ngokusiza abantu.

  • @cynthiakubheka8084
    @cynthiakubheka8084 5 місяців тому

    Ngicela kini ngilwisa ingane ezalwa ngumnfazi we ndoda uyise wengane zami uthathe konke ngifuna ibuye yonke 👏

  • @thuthukamdlalose6563
    @thuthukamdlalose6563 5 місяців тому +2

    Kwaze kwabuhlungu nami ngikhathazekile ngokuthi ngibone omkhulu Ncwane , manje ngile ko Middle East , I wish ukuba ngisekhaya.

    • @thokozilendebele538
      @thokozilendebele538 5 місяців тому

      Siya bonga pholobas ngoku sivezela abomkhulu Ncwsne siya ku bonga siya viva TV

  • @andilecabane4778
    @andilecabane4778 5 місяців тому +5

    Phakama siyaviva tv 1 mabaphumelele abantu shidelimhlophe ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @JoyceGwebu-s2g
    @JoyceGwebu-s2g 5 місяців тому +4

    Siyalufuna usizo ngicrla ukubuza lrmali eluhlweza siyofaka kanjani uma uhlola ngephonr

  • @MichaelNxumalo-s8p
    @MichaelNxumalo-s8p 5 місяців тому +1

    Baba Mapholoba. Ngingasizakala yini. Nga resign kwa Government. Imali yami ye capped leave angiyithola. Ngingasizeka ukuthi u Government angifakele imali yami.

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi2318 5 місяців тому +5

    Siyabonga Mapholoba sisakulandela noma sikude

  • @NtuthukoNdwandwe
    @NtuthukoNdwandwe 5 місяців тому +1

    Akukho la ngingayanga khona kodwa akulungi lutho😢😢😢

  • @ZwelokhanyoBuhle
    @ZwelokhanyoBuhle 5 місяців тому +2

    pholobasi ndiyakhahlela mhlekazi phambili ngezozi sele zenyathi❤

  • @sabelovilakazi3478
    @sabelovilakazi3478 27 днів тому

    Cha insizwa impela lezi kodwa le yokungafuni ukuvela bukhoma ivusa imibuzo eminingi

  • @zandileluna5618
    @zandileluna5618 4 місяці тому

    Siyabonga kakhulu mapholoba ucc wami ugulelwa umfana wakhe Uma eza lapho uzosizakala

  • @Zanele62
    @Zanele62 5 місяців тому

    Mapholoba NAMI ngyafisa ukuthi bangisize omkhulu ncwane ngiakekile ngifuna ukuvusa ikhaya lami and ekhaya babheke mina

  • @ThembiieSangweni
    @ThembiieSangweni 5 місяців тому +4

    Umkhulu uyakhona yini ukuposa ma umuntu ekude

  • @nhlanhlahlatshwayo5679
    @nhlanhlahlatshwayo5679 5 місяців тому +3

    Yaz MC sengihlezi ngilinde vidio yakho namakhehla ako Ncwane siyabonga siyaviva

  • @HlengiweMasindane
    @HlengiweMasindane 5 місяців тому +2

    Bayasebenza yini nge weekend?

  • @ntombithiningubo
    @ntombithiningubo 5 місяців тому +2

    Syabonga MC Pholobazi

  • @sithokozocomfort1127
    @sithokozocomfort1127 4 місяці тому

    Umkhulu u-Ncwane mawufuna iziwasho kumele wenze i booking nakho?

  • @mpirokajosephmgcokoca2355
    @mpirokajosephmgcokoca2355 5 місяців тому +3

    Mihle imibuzo yakho Shirdi elimhlophe, ubuza koneliseke thina babukeli 👏
    Camagu Pholobaz 👏

  • @mandla49
    @mandla49 5 місяців тому +2

    Mapholoba ngithanda ingoma ongena ngayo. Sithini isihloko sengoma, iculwa ngubani?

  • @CEBOCele-oq5bq
    @CEBOCele-oq5bq 4 місяці тому

    La Mandoda ngeke ngiyisole ngempela uma ngiya kuwona ei akhuluma into ephilayo

  • @LulamaCele-v7f
    @LulamaCele-v7f 5 місяців тому +4

    Ngicela ukusizakala ngimthola kanjani lobaba ngicela usizo bandla ngaze nhafa

    • @samuelmbokazi2318
      @samuelmbokazi2318 5 місяців тому

      Umphathi wohlelo u Mapholoba uthi base durban

  • @kheswa19
    @kheswa19 5 місяців тому +3

    Nawe sondela, nawe sondela emkhunjini kaNoah khon uzophila.

  • @nkosinathinhlabathi1343
    @nkosinathinhlabathi1343 5 місяців тому +2

    Pholobas uyatholakala yin umkhulu ncwane nge GPS

  • @thembamabaso7206
    @thembamabaso7206 5 місяців тому +2

    Sicela aphinde Abuye lama Doda MC 😁

  • @kheswa19
    @kheswa19 5 місяців тому +3

    Nazoke Pholobas, kunini ngiyilindile levideo.

  • @NtuthukoNdwandwe
    @NtuthukoNdwandwe 5 місяців тому +1

    Mkhulu ungasisiza yin ngokusiposela abanye bethu abalazi iTheku😢

  • @phumelophiri9281
    @phumelophiri9281 5 місяців тому

    Can anyone tell me what the name of the song on the intro of the video is, please....

  • @alsonluhlanga3563
    @alsonluhlanga3563 5 місяців тому +3

    Morning pholobas..❤❤🎉🎉

  • @khulanimdluli4110
    @khulanimdluli4110 5 місяців тому +2

    Akaze nje ukhulume ngekhasini ukhulume ngentelezi

  • @thulanimdakane2943
    @thulanimdakane2943 5 місяців тому +2

    Ubani ungqo mawubaqhathanisa nomkhulu uMhlanga Buwe

  • @ThulisileNgxongo
    @ThulisileNgxongo 5 місяців тому +3

    Malini leswasho snezelo sothando😂

  • @NowezileVundle
    @NowezileVundle Місяць тому

    Onkosiyam avekubuhlungu ukungabenemali avengiyidinga inhlahla yokugebula avengihluphekile ngithola u3000kuphela emsebenzini nginengani Ngifisa ukwakha ikhaya lenganizam ngashiywa wubaba wazo kunzima anginabazali ngimele nkosiyam usiso ngiyaludinga Bo Mkhulu Ncwane. Awe pholobas ngicela ungikhulumele Nabo mkhulu nkosiyam ndincede bhuti wam ndizobonga Amandla wenu mangisezakele

  • @nkosinathiringane7833
    @nkosinathiringane7833 5 місяців тому +2

    Saze sahloba nasi sigodlo Nkosiyam

  • @sbusisomnguni1481
    @sbusisomnguni1481 5 місяців тому +3

    Zitholakala kanjani izinamber Pholobasi

    • @Kate19812
      @Kate19812 5 місяців тому

      Number please

  • @MakhosazanaMpanza
    @MakhosazanaMpanza 5 місяців тому

    Mc Pholobas ngixakekile umuntu ufuna ukudla indlu yabazali bethu bakhokhe yonke imali manje uyabamba uyayeka please sizani bakithi

  • @NontobekoMathunjwa
    @NontobekoMathunjwa 5 місяців тому +1

    Thokoza mkhulu ngisemandeni ngakuthola kanjani

  • @MbongiseniMkhaliphi
    @MbongiseniMkhaliphi 4 місяці тому

    Banemanga batsi abakaduli, badule bayagagabula labantfu laba, bamane bayati advertiser njelana

  • @samuelmnqawe
    @samuelmnqawe 5 місяців тому

    MC Pholobas, ngenkulu inhlonipho...okokugembula akuzange kusavela, kuvele nje intelezi

  • @BabaDlamini71
    @BabaDlamini71 5 місяців тому +2

    Cha umntu ngati ufikile apo eloko ebhalele kona lamadoda amameleka ezazi iindaba zawo umzekelo ahlonipa izidalwa zawo nanka efihlakele

  • @GcinaDlamini-mv1th
    @GcinaDlamini-mv1th 4 місяці тому

    Mapholoba ngiyilandile intelezi and iyasebenza mkhulu ngyakutshena!

  • @thabangmamushi6855
    @thabangmamushi6855 5 місяців тому +1

    Pholobas, aona Email bafo?

  • @mosesmpshe646
    @mosesmpshe646 5 місяців тому +2

    Where can i get umahlaba egufeni?

  • @zolekalolwana2704
    @zolekalolwana2704 5 місяців тому +1

    Ndicela ukubuza abanayo indawo abasebenzela kuyo Cape Town

  • @philangezwinuh859
    @philangezwinuh859 5 місяців тому +4

    Yini uhlezi ubabaza imali MaPholoba , angibuzi kabi but ngiyafisa nje uke ungiphendule once ???

  • @sibusisolawrencecele
    @sibusisolawrencecele 5 місяців тому +1

  • @nokwakaqumpula1853
    @nokwakaqumpula1853 5 місяців тому +1

    Baba ngindina usizo lenu

  • @ThobileNgcongo-er5oy
    @ThobileNgcongo-er5oy 5 місяців тому

    Sicela usisize mkhulu ncwane syahlupheka akukho okulungayo umuntu uyayzama impilo akuhlangani

  • @SpheleleMate
    @SpheleleMate 5 місяців тому

    Mina ngoba ngingenamali ngeke ngsizakale ngeskweletu ngkhokhe sengisizakele

  • @stevendlamini7323
    @stevendlamini7323 5 місяців тому +1

    Nawu sukhuluma kakhulu

  • @sphiwemahlaba8581
    @sphiwemahlaba8581 5 місяців тому +3

    Dear mc Pholobas can u plz ask abo mkhulu how much umuthi wo bomashonisa ND how does it work plz

  • @lwamkeloeric
    @lwamkeloeric 5 місяців тому +2

    Morning pholobas

  • @jmanikelatvchannel
    @jmanikelatvchannel 5 місяців тому +1

    Awu wayi batifihle lama doda

  • @ericssonncube
    @ericssonncube 5 місяців тому +4

    Ngiyaya kulamadoda

  • @NtombekayaMazitshana
    @NtombekayaMazitshana 5 місяців тому +1

    Ndicela ukubuza uba omkhulu bafumanekaphi

  • @MfunekoNdamase
    @MfunekoNdamase 5 місяців тому

    Ndicela ukwaz mna mkhulu ncwane ma undihlola efounn sbhantala kanjan

  • @ZaneleKhumalo-n4t
    @ZaneleKhumalo-n4t 5 місяців тому +1

    Number ayibonakali pholoba

  • @CliftonSchool-f7v
    @CliftonSchool-f7v 4 місяці тому

    Uma uzothenga kuphela wenzenjani?Thokoza

  • @SbongiseniShozi-xd3hp
    @SbongiseniShozi-xd3hp 5 місяців тому

    🙏🙏

  • @MakhosazanaMpanza
    @MakhosazanaMpanza 5 місяців тому

    How long does it's take ukuthi omkhulu baphendule after you deposit the money

  • @khanyisilekhoza-dj9yr
    @khanyisilekhoza-dj9yr 5 місяців тому

    Ngifuna inhlanhla ye business, hayi ukuthwala cha

  • @bibokulu1821
    @bibokulu1821 5 місяців тому

    Ndicela ubuza ndingabathola kanjanii ndise Cape Town

  • @lizzywilliams5233
    @lizzywilliams5233 5 місяців тому

    Why ar u not showing yo face?

  • @ndlovu6424
    @ndlovu6424 5 місяців тому +2

    Why ungaba vezi ebusweni

  • @PatienceSikobi
    @PatienceSikobi 5 місяців тому

    Lama no.awabonakali

  • @LulamaCele-v7f
    @LulamaCele-v7f 5 місяців тому +1

    Zitholakala kuphi iziwasho zabobaba na nalentelezi?

    • @YvonneNomabheluStuma
      @YvonneNomabheluStuma 5 місяців тому

      Ndibawela lee ntelezi mina yhooo 😅

    • @HlengiweMasindane
      @HlengiweMasindane 5 місяців тому

      Thathani inamba bafwethu nibafonele Nazi kwi screen
      Angathi ningasizakala

  • @unitedcolorsofafrica2027
    @unitedcolorsofafrica2027 5 місяців тому +7

    Izigebengu lezi, why are they not showing their faces, and 2...if they were soooo good, they wouldn't be advertising on siyaviva tv🤣🤣

  • @phindymadonsela4669
    @phindymadonsela4669 5 місяців тому +1

    Lezinamba ziyashesha azibhaleki

  • @sihlenkomo1267
    @sihlenkomo1267 5 місяців тому

    Sicela inamba boooo

  • @Kate19812
    @Kate19812 5 місяців тому

    Contacts numbers

  • @RishardTsomela-lv8ty
    @RishardTsomela-lv8ty 5 місяців тому +1

    Mina ngicela inumber yenu bomkhulu Mapholoba

  • @matopanefakazi1287
    @matopanefakazi1287 5 місяців тому

    Nonsense..

  • @LorraineLawrence-hx3cu
    @LorraineLawrence-hx3cu 5 місяців тому +1

    Sawubona Pholoba ngingawathola ama number wana khehla please it's Lorrainefrom Pretoria

  • @khanyisaniwellington9715
    @khanyisaniwellington9715 5 місяців тому

    Please Fuze nicela ningibhalele i phone number yobaba labo angiyiboni kahle.

  • @NtombekayaMazitshana
    @NtombekayaMazitshana 5 місяців тому

    Ndicela I phone number ndise Endicott E Goli E Springs

  • @MfunekoNdamase
    @MfunekoNdamase 5 місяців тому

    Ndicela ukwaz mna mkhulu ncwane ma undihlola efounn sbhantala kanjan