13. UnguNkulunkulu uqobo futhi ungumuntu uqobo

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 8 лют 2025
  • True God and true man; Ukufunda inkolo yobuKristu #13
    iBhayibheli: KumaHeberu 2:14-17; 7:26-27; 2 kwabaseKorinte 5:21
    Ikhathekhizima laseHeidelberg
    Umbuzo 16: Kungani ukuba afanele abe-ngumuntu uqobo noqotho na?
    Impendulo 16: Ngokuba ukulunga kukaNkulunkulu kufuna ukuthi imvelo yobu­ntu eyonile, imelwe ihlawulele izono, nangokuba umuntu oyisoni uqobo lwakhe, angekwazi ukuhlawulela abanye.
    Umbuzo 17: Kungani ukuba afanele abe-nguNkulunkulu uqobo futhi na?
    Impendulo 17: Lokhu kufanele ukuze athwale kubuntu bakhe ngamandla obuNkulunkulu bakhe umthwalo wolaka lukaNkulunkulu nokuze asizuzele asibuyisele ukulunga nokuphila.
    Link to English transcript:
    drive.google.c...
    Ikhathekhizima laseHeidelberg:
    drive.google.c...

КОМЕНТАРІ •