Nakhu Okwaba Kubi nge Gcwalisa Spring Picnic 😭😭😭
Вставка
- Опубліковано 9 лис 2022
- #SgeqaMagula #RealTV1 #podcast
Nakhu Okwaba Kubi nge Gcwalisa Spring Picnic
Please Use this Link to Join our Channel Membership
Link: / @realtv11
Your Support will mean a lot to us. we thank you
Real TV1 is an independent Media Company, which features News which are predominantly in isiZulu (90%).
The purpose of this channel is to update and entertain people in South Africa.
The Home of African Trends.
For business:
Email address: Realtvone1@gmail.com
Phone Number (WhatsApp Only): 079 519 9084 - Розваги
Ngalokho nje kukukodwa anozishayela ihlombe, Kusho ukt into eniyenzayo ivelele kwi industry yonkana.. Stay blessed!!!
🤝 🥰😍 Siyabonga
Hamboshona real TV niyedelela nokuchema niluhlaza ninjalonje ninenhlamba
Angisiyena umuntu onezinhlangothi ngomaskandi wamanje ngezizathu ezithile kodwa engifisa ukukusho kunina bobhuti yilokhu, Ngampela iyekeleni le yokuchema, sengike ngawabuka ama podcast enu ambalwa nichemile, aninayo inhlonipho yomsebenzi wenu kuqala nje, nizitshela ukuthi niyizinto ezincono. Uma ningakukholwa lokho ningayi kude kakhulu bukani yona le clip nilale amagama aphuma emlonyeni wenu ngasekuqaleni kwayo. Hlisani bafana bakithi ayikho into ezincono ngayo kunalokho nizakhela isidina
Ngibona wn ochemile ungumlandeli onganaqiniso
Kubukeka uchemile ndoda umuntu ongathathi side akakhulumi njengawe. Amazwi akho aqosheme futhi akhanda ulaka, uma ubonisa umuntu awumfaki umunwe ngamagama angemahle kahle
Iqiniso elimsulwa lelo mf2, isizulu asitolikwa 🤞
First of all, inhlamba awuysebenzisi mawu professional 😏 I feel so sorry for you guys. Cz abahlel bomcimbi sebeqalile bayaninothisa ukuthi ulimi lwenu lugcwele inhlabathi, futhi nisazo luza ama subscriber ngalento yenu 🤞🤞
Urong Magaye lababafana beReal tv1 abachemanga nhlobo if uthi bachemile sekela letha ubufakazi sibubone ukuth usho ngani.
Wena stheh khuza lo yellow born nguye lo obhedayo
Inyoka endlini iyashawa ixoshwe manj Nina babhemu nicikwa yini benifu ukuze nimshaye ikhanda Ukhuba phela inyoka ingoz muthola ithuba gadla kuqala
Soldier on gents, please do remain independent, report and analysis the maskandi genre without fear and favour. We will continue to support you as some of us do strongly believe in your content
Benza Kahle ukhuluma ngamaqiniso okwenzani udicilela omunye phansi. makuyimcimbi ukhuzani kumele akugokle ngoba uyamjwaya zwana kwamanje ukhuluma amasimba. Musa ndoda ukuba nempakamo lemali yezinyanga oyidlayo izophela. Musa ukuninda umsebenzi wakho ngezitha ezingenasidi today
Banilayile awuzizwenje ukhulume noZuma nophoyisa kodwa ufaka ukhuzani okunye vele ubuzele ukushutha niyalayeka kade nganitshena ngithi niyachema niyalayeka fusegani zinja fusegani fusegi indaba Yale tv1 fusegi
wena yellow bone respect your work and uyasho ukuthi aningrnanga ngokusemthethweni manjr nikhalelani ukungawuhloniphi nje umncimbi womunye umuntu uthuka nenhlamba uyadelela nje unjalo futhi
We madoda anikhombisi kodwa ukuba professional lento yokuthi into ehlangene nokhuzani "Voetsek" ayakhi
Akusho yena kusho inhliziyo iyafutha😂😂😂😂
@@nathimthethwa339 is true nyambose😭🤣🤣🤣🤣
Ay suka niyaphoxa yaz next time anocacisa ukuthi niyangokomsebenzi noma ngokwethamela umcimbi kuphela...ukweyisa kwakho ngeke kukusize ngalutho yehlisa umoya
Khuzani did very well. I was following this channel from day 1. It was doing great it was not taking sides. Years later you wanted fame, you tried to oppose Khuzani and said bad stuff about him. Now you are reaping what you sow. Khuzani is doing a good job. Uyacatha wena and immature
UKhuzani ndoda akanandaba nani
Beningancengiwe nje hlezi nje nimbhuqa😂😂😂💔
Uqinisile we Nonto wabona nje nalento yokuthi uyellow bone abize uKhuba ngo "Mgodi" akukho kuhle yingakho abantu bembona njengochemile
Kubi okwenziwa ngimgodi kodwa Nani nicheme animkhulilsi umgodi liyamgawula qho onoke nizinuke amakhwapha kuqala madoda liyababa lona iqiniso ladlula kanjalo ibhaca madoda kkkk
Ngaze ngamzwela uSthe usesaba nokukhuluma 😂😂
😂🤣🤣🤣 into ehlangene no Khuzani Voetsek
Nincengobani?
What is happening here is the reason why Maskadi will NEVER reach the heights of these other Genres in the country. Maskadi will remain a genre only big in one province because people are petty and unprofessional.
I don't agree with the stance that Khuzani and his team took but Nelo you shouldn't haven't used the foul language you used in this video.
I am big fan of your work gents and I will continue supporting your work. Let's hope next time such situations can be managed better.
Keep up the good work gents.
Manje nicabanga ukuth uMgodi unendaba yini nani? Uma nithi Tseg into ehlangene no Khuzani vele beniyobe niphinde nithini ngaye ngoba senibonisiwe ukuth anidingakali ezintweni zakhe. Nani Tseg 🤣🤣🤣
Khululeka bafo siyaku supporter thina uMgodi nalomboqo onguZuma uyaphapha
Hambani gede
Let's soldier on ngeke sphele umoya asihambisani nhlobo nokwenziwa uKhuzani ne managememnt yakhe kubi
Niyaphapha inkinga u always take side that is Truth
Niyaphapha vele mxm
Yabona nj uSthe uryt inkinga nj uNelo ai awuqhathelekanga bhuti🤣🤣🤣🤣
😂😂😂
Yeah qinisike Nkululeko inkinga Ilona Obomvu Engaty engagawula abhekeke manj uma esenenhlamba khona kusina kumjeqeza
Ayiiii kwahle wena ukubhedela ukhuzani la if ungahlangani naye, naye fut akahlangene nawe so tseg zothi
Nichemile kakade nina nani tsek
Zwide Media iClean kunani bafana
Nami bengzonixosha nicheme kuze kweqe and nihlezi ningcofa ukhuzani.
Isiphi isizathu sokuxoshwa kwenu ,yini nina enayenza kubona le eyenza banixoshe emcimbini wabo? Phendula zinsizwa
Phambili nge real tv1
yaphelelaph maskandi Friday yabo weee phambil real TV 1
😹🔥🔥 kucacile bafana bakith uswazi lenu luyancinza ezinsizweni.😹
Ngike ngawa buka amanye wama episodes enu, ngeke ngiphawule ngokuchema. I believe as abantu esebekhona isikhathi eside endimeni, zikhona indlela ezingcono zoku addressa umuntu osuke ephikisana nokwenzayo. One of the things i have noticed in this video is that, it wasnt Khuzani who said you guys must leave but you already concluded it was him. I am a fan of this show but kumele nilungise indlela eni deala ngayo nezinkinga or challenges
Kanti umcimbi okababi uma usuthi akushongo khuzani🤷🏿♂️
Siyapuza ke ezi tsizwa ndithembe🤞
Ngavele ngabona no Ngizwe...and Quality bengekho
Niyalunga yazi 🤣i would also do the same vele anikaze namfuna
Cha nje kube yiphutha ukuthi nikhishwe kodwa vele nina nichemile akekho nje ongkauboni lokho
Awuuu yikhaphuli lenaa hmmmm
Cela ningibizela u Ndidamabutho ku interview
Mmmm ingob anichemi naye ukhuba nikhuluma amaqiniso odwa muhle umsebenz wenu real TV 1
Aw madoda ngaze ngaphatheka kab ke bath isiph izath esenza kth nixishwe nin kuphel ngob abanye bakhona
sahamba sesibaleka kudutshulwa abant nibheke kuleyo mcimbi
😂 😂 😂 😂 Into" enomgodi futsek "
They recognize the good job you guys are doing and it is really itching to other people that you don't say what they want to hear on your còntent but you say exactly what you have to say in accordance of your content objectively without taking any side..
Mina i love your content what i can say to you is that you are doing a wonderful job keep up the good work and don't worry about any foolish and futile comments here Azikhale✌✌
Niyalayeka zinja😂😂
Aii Inina enibhedayo madoda 👎👎singa blue nation sekuyazwela phela manje
Noze nimbone ukuthi ukhuzane wimbongolo kangakanani
Nichemile nina it serves u right.
🤣🤣🤣🤣 AWUH TV1
Usphoxile ukhuzani nethimba lakhe uma kuwkuthi uyena okhiphe imyalelo wokth nixoshwe kuyasdumaza lokho
hawu
Sorrin bafethu
These guys abayihloniphi iChannel yabo and indlela abakhuluma ngayo inobu amateur kakhulu, iyakoKhuba ihamba kakhulu, suyibona ngokukhonkothwa yiZinja ukuthi cha iyahamba lenqola yakoKhuba
Ingakho naxoshwa coz niyaxova nina mxm
Eyangakithi ke eNkandla eMandaba ayinandaba nani anibeki plate etafuleni layo kunalokho iyona engabeka iplate ematafuleni enu
Ibambe ngakho
Banikhiphe ngesikhathi nichemaaa too much
Why kuxhotshwa lina lodwa bafowethu
Vele chemile yekani vele ngoba nihlezi nikhuluma uksutha kwenu ngokhuzani kakhulukazi wena yellow uchemile kakhulu ngaze ngaku unfollow ngakho lokhu vele phuma kyena
iyagqilaza I RealTv¹
Lona oBomvu akazifihli ukut uyamnyanya uKhuzani kodwa into engithandayo uKhuzani akakunaki konke lokho ay uyayfuna into embi ngoKhuzani ukube ukube kuyangani kumele ngabe uKhuzani uyamnyanya wenja wanilaya uZuma unjalo nje uyazenza usiyaz, wanilaya uKhuzani wanivimba uyisilima wena 😑 bakulaya I second Khuba and Zuma for chasing you out. Nxa yaz ufuna ukudla ngomuntu ongamfuni kanjani??? Wena ubhlawa ukungawaz umsebenzi wakho.
Kkkkk wangihlekisa sewuty obomvu
@@dubenokwazi5613 yey lokhu angikufun kabi nakho ngiyaz akungidingi ey ucheme ngenye indlela cc ngiyadineka
Ngampela kdw abamfun Khuba laba manj angaz yini ebuhlungu uma naye ephumela obala kuty yabona vele kuty Bazi nyoka
Nithini bafana nithi into ehlangene nobani injani?🤔🤔🤔
Manje banixoshela ukufaka lomphuphe walo mfana we nhleko productions into enesdina uyibuka nje nxxxx
Nawe fuseg hamba yothamela mcimbi kamthandeni cheme naye nize nixoshwe nje yini
UNello ucheme nomthandeni vele ubezele ukuzobukisa ngaye dokofo wenzekahle iKhizani
Liyenyanyisa nje le yellow bone
Haaahaaa 🤣🤣🤣
Kuncono nozuma uma sebenibonile lokhu kuchema kwenu ikakhulu wena yellow born ngyajabula kunini hlezi ngiyisho lento yakho ngyabonga hambani la
Ngahleka ngaze ngoma mhlabexoshwa 😂😂😂
mbhed ndab yalegenge exosha abant ubungane lobo
Banocwaso omgodi
🤣🤣🤣🤣🤣😂😂😂😂
Kodwa ngoShaka wami🤣🤣🤣
😂😂😂
Kumele nizinuke amakhwapha wemadoda yingani kuyini nodwa eningafuneki laphaya
Bayalaz QiNiso laba bazenza izilima ngamabomu baphoxekile bebengalindele kuty bazoxoshww abayeke ubuwesheweshe
😂nganibona neqa umgaqo lapha workshop ngamangazwa ukuth nabuya early kanje umcimbi ungakapheli ngithe ngisacabanga lokho ayi man namahlombe enu mani walk agexile njer kant nase nixoshiwe 🙆 😂 nceseni wenkabi ze real tv1 noqhubeke nokusipha ama content afundisayo njer 😅
Kdw sqinseko 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Inkinga yenu nidla ushatini
Yona ibuhlungu lento and tjoo, but kumuntu oneresistance and sympathy not kunoma ubani mmm kuleGenre yeses, owami umbono, futhi anginaqhawe, kona ngingaze ngibe neqhawe ngoba kwenzenjani nje mmm people yeses.
"thina besizele ukushutha" Real tv1 yathi ayiyi promote into ye artist alingakaze libe nabo kwi podcast. 😏
Bakhuluma beziphikisa laba, especially lokhu okubomvu.
@@artists6262 Meaning bebezele their personal gain. Manje basho as if Uma bekhuluma ngokhuzani basuke bemenzela I favour Kanti no ibona abasuke befuna ukuba relevant ngegama lakhe
@@londekashezi8983 yibona abathola imali ngokuma nokucekela phansi igama kaKhuzani
Cha ngiyaphika Nelo noma ngabe isehlo sakwi Gcwalisa spring picnic sanihlukumeza kanjani kodwa inhlamba kwitv yakho ayikho professional boss thina babukeli siwathanda omabibili ama brand eni ningasifaki ke manje in the middle yempi yenu elwa buthule ngoba nawe unabo owrong bakho abakhombisa ukuthi kukhona okungale ninomfokaKhuba nobabili nje mabrand ninephutha ninaye uKhuba futhi anisicabangeli as abalandeli ake nilungise lento niyekele ibig ego le eninayo nobabili
Abakhombisi ukukhula noma ngabe banisola ngani bekufanele baniyeke nenze umsebenz wenu,mina ngiyanibuka iqiniso enisebenza ngalo so alifuneki kufanele nithenge iside njengabo tshatha ugodo nizincengele kukhuzani.nina ngoba ningamadoda nimela iqiniso niyaxoshwa bahlala benza amaphutha abafuni kuwalungisa bafuna nivumelane nabo noma bebheda
Gede indaba yenu
Nilayekile ukuthi nizenza inkunzi njalo nihlezinigxeka anakhi nizenza abafundekakhulu
Nanso into esengiyiqaphele kakhulu kulaba fw2 uma bekhuluma : Bazibona begcono nje kakhulu. Kanti noma ngabe uyazazi ukuthi ugcono awuyenzi leyonto uma usebenza ngabantu /nabantu. Isizulu sithi kusa kusa
Qinani majiata
Banilay wena uthanda umthandeni nawe fuseng khuzan he does not caee about you
Abalandeli baka mgodi abanye bamukhotha ngisho amasende ngedlela enimudifenda ngayo nifuna media icheme naye njengoba kwenza Jobe we Langa
Don't worry guys thina angeke sinilahle syalazi iqiniso lenu, and ayikho into eniyenzile e wrong KHUMBULANI UKUTH LAKUNEMALI KHONA ALIZUBA KHONA IQINISO siyawthenga umculo la Khuzani and syamsaphota ezintweni azenzayo kodwa syazi akanalo iqiniso
Banixoshe kancane migodoyi, akho nina nizoncengwa la nicheme kakhulu nina zinja. Ingakumbi lokhu okumhloshana kunanasimba kakhulu, and kfuneka nikhumbule futh ukuthi into eniyenzayo aniyenzeli uKhuzani akukho lutho alutholayo ngalamasimba ePodcast yenu nina nje nikhuphuka ngaye Vootsek marn masimbenu nxe💔
LeStabane esimhlophe simnyanya ukufa uKhuzani ungcono lo omunye akakhulumi nakakhulu
UKhuzani vele animniki lutho nenza sengathi yena uyanincenga, nina nihlala nimkhuluma kabi uKhuba.
Injalo nje mf2 ei
Nihlezi nomkhiuluma kabi iKhuzani wena yellow bone ngikhalela loku kwekepisi nhoba kufela wena .
@@siyabongampanza6612 Bakhuluma Kabi bathini mhlampe ngo Khuzani?
@@phelelanimafuleka3854 ukube uyabalandela ngabe awubuzi loyo mbuzo, manje aqhamuka ngokuzo commenta mxm
@@artists6262 Welele I've subscribed and followed this channel for quite some time now...Wena uhlulwa ukungichazela lokhu engikubuzayo.
Ayy suka madoda hambani nani futsek 😂.....futhi namanga ngeke khulume ngomaskandi khuzani asale ngaphandle noma.suthanda khohlwani nkosi leya
😂😂😂😂 Nawe Futsek
@@RealTV11 ayy madoda ningiphoxild nje fana naye lo othi xoshwani bengituemba ayy suka
Koda Khuzani nisazokhuluma ngaye ninamanga ukuthi ngeke inkosi leya
@@RealTV11 Roman's 12:21.
.nani fokofo
Voetsek nawe, nenze kahle naxoshwa vele wena yellow bone awumfuni uKhuzani
Ubani lowo 😂😂😂😂
@@RealTV11 kahle stabane ukuzenza islima.
Waze wanesdina..uzwe ngobani ukuth isitabane?
@@nokwazizandilexulu9689 ungangiphapheli wena sdwedwe
Isidwedwe nguwe noBubi
Niyalayeka nihlezi nimkhuluma kahle nibamba umthandeni ngophondo😁😁😁
Vele wena nenyevu uyazitshela uzonda ukhuzani uyini wena nawe futsek
Kwakubike okwenziwe Khuzani kunina madoda sinethembe kangaka futhi niwenza kahle umsebenzi.
Kulabalandeli bakamskandi abathukayo cela skhuleni siyeke lento yokuvele sithuke abantu ngsho sibona iqhawe alenzanga kahle coz ayikho into ebangwa uKhuzane ne RealVT1 Ngaphandle mengabe elwela umbuso wamaciko ukhuzani ngoba okamngani wakhe.
Yellow bone kuyakuhlula ukukhulu awukwazi nhlobo sengidabukela usthe
Vele inhloso yenu kule show ukucekela phansi igama likaKhuzani, kodwa khohlwani ibrand yakhe yehlule ngeke niyenze lutho sdalo.
Wena yellow bone siyakwazi uwumlandeli kaMthandeni, uStheh uzithandela uÑtencane. Angazi vele yini esuke inihlanganisa noKhuzani mikhangcala
This chanell is bull nje nx nokuchema always talking trash ngokhuzani