Cha cc uphaphalazile nami ngibhekene naleyokinga kodwa angizicabanga ngiphuma ngaphandle ngiryt langikhona umnyeni wami ngimthanda enjalo coz besiryt before angikwazi kumlahla manje ngimthanda enjalo u darl wami lodoti owenzayo nje uyashlaza nje kakhulu
Umasishada siyafunga kamfundisi sithi Noma kunzima sobekezela ebuhleni nasebubini kodwa mama Wena washadiswa ubani kushuthi uthi uBABA akavumeisthebhu aw mama
Sis please give advice my husband have same problem am 28 she is 34 ngibekezelile for 2 manje uthi singaxoxeli abantu indaba zethu and akalu funi usizo nami ngyasaba ukulokhu ngikhuluma ngoba uyamuphoxa lento ngenze njani
@@ThabitaLettah I understand you my sister,nami nje ngilapho,anginendzaba nemali nekuvuka kwendvuku ngifuna lutsandvo bese mine ngimniketa yonkhe inhlonipho nje kuphela
I also agree I sometimes feel like izinto uzenza worse and she's doing that ngenhliziyo yokumosha not ukulungisa but azifihle ngegama le show elithi sikhipha izimfihlo ...I sometimes wonder ukuthi abantu bayelani Kyle show bcz yilungisi lutho
@@OneForyou-o3z the show is good, the host must be respectful. Stufuza know how to read the room and she's very sensitive, that makes her good on this particular show. awukwazi ukuhlaza abantu ay ay i was very hurt
Me too i can't find her solving or helping but she get excited n make the situation worse n act as if she perfect for everything and her character for me is cold@@OneForyou-o3z
Yes am diabetic lady , am married ❤️❤️my husband respect me , there’s time when uu feel that ur sugar level is up but uu talk with ur partner nothing wrong 🎉🎉🎉🎉🎉
U Baba makaxole ngo mama onesimilo esibi.nayo lendoda efuna ukwaziwa cha angiyicondi kanjani ulala nomfazi wenye INDODA.KONAKELE EZWENI UFUNA ISITHEMBU UMSIKAZI.
Cc unoshukela so ulindeleni.baba wayethi thathamuntu zomakhisamuntu Kanti mahosha.yangihlaza mina ngishadile kodwa Ayi le oyenzayo ichilo #EBUHLENI NASEBUBINI😢😢😢😢
Kanti kwenziwani lapho eNanda🙈🤭 inenkinga lendawo bakwethu niyosho ukuthi ngasho... Hambela kulendawo Thixo😢😢, and wehlisa isithunzi somyeni wakho and you are stripping him his manhood angeke kuphinde kulunge😭😭 you don't do that to a man I refuse as a woman... Ngiyabamela obaba kulokhu..
Cha cc uphaphalazile nami ngibhekene naleyokinga kodwa angizicabanga ngiphuma ngaphandle ngiryt langikhona umnyeni wami ngimthanda enjalo coz besiryt before angikwazi kumlahla manje ngimthanda enjalo u darl wami lodoti owenzayo nje uyashlaza nje kakhulu
So proud of you ❤❤❤
@@zinhlemhlongo7917uzokubusisa uNkulunkulu nedlozi
Kuncono if engaphumi ngaphandle ngoba Nalabobaba bajike basihlaze baphume bayoveza lelihlazo labo kwabanye kanti thina siyakhona ukubekezela singomama nami ngbhekene nakho okunginyanyisa uhamba abavezela bonke abafazi sebeyangikhuluma bathi ngbekezelela udoti ngbuhlungu😢
Ngoba uyayazi inkinga ukt isukaphi why uba nezitori mxm uphethwe imfebo nje lo yanginyànyisa nje mxm
Usho'ulphinde ngoba syawubekezelela udoti shem 🙄🥺@@nonkanyisomofokeng7470
I love le question yababa, ubungahambi ngani mawungajabulanga?
She said she love the question why the wife didn't leave if she is not satisfied?
Umbuzo omuhle kakhulu lowo umbuze kahle lobaba lomfazi akahambe abuyele kubo
Ngaze ngaythanda lendoda akapakishe impela ahambe😂😂😂😂
Impela kahambe selokhu eme nje ngokuthi unoshukela efeba 😅😅😅😅 Cha kayoziveza Kubo wakhe Umfazi uyagula lomama 😅😅😅
Akahambe impela angeke
@@nonkanyisomofokeng7470 khona kunjalo kodwa ke kufanele sibheke ukuthi umfazi akaloboli uyalotsholwa, noma singafuna ukulingana iqiniso asoze salingana
Makahambe😂😂😂😂
Shiya lomfazi next step uzokubulala lomfazi
Yoooo isifebe somfazi wana usuku lomnyen wakhe esipani 😮
Waze wasiphoxa we cc wabantu ukhohlakele nje kwaphel
Waze wanesibindi umuntu wesifazane engcolile😢
Iskhohlakali somfazi lesi kade sayqala lento😮
Udoti womfazi
Cha bakithi
😂😂😂😂😂😂😂😂ngiyakuqala okunjena isibindi sakho mama ubungeke udle uvalè umlomo liyakhulumisa ay limnandi bo
Koda ikhulunywa kanjani into enje ngoba udla usule umlomo😅😅😅
@@nompumelelomakhoba6174Isdomu somfazi lesi😮
Nami ngdidekile yaz ubehlulwa yini uk'thula ay naye uyaphapha yaz 😂😂😂😂😂😂😂😂
@@nompumelelomakhoba6174shuthi uyasula nawe ?
Woza baba kimi NAMI ngishukela sizihlalele no shukela wethu
Vele kube ika shukela kube mnandi ekhaya ❤❤❤❤❤
😂@@mthobisingalo4371
@@mthobisingalo4371😂😂
😂😂❤
Kube kwa sugarcane once😅😅yonkinto iwshukela kumnandi ekhaya
Ukhona u Felentwini Mama yeka ukufeba uthole u Dr Felentwini e Thekwini uzowulungisa lowoshukela
Dlala Matifana 🦍🦍
Felentwini angamsiza kakhulu
Inumber ka felemntwini plz
Socoshiwe loyo sekutongena tsine sisale siyincenga. ,😒
Impela akaxhumane no Matifane kumjolo show..kuzolunga😢
Isifungo somshado asilahlwa uyomthanda ebuhleni nasebubini lawomazwi kumele uwamele ngiba wakhishelwa izinkomo akazenzanga njengoba ekulesisimo nje akusona . Ukukhohlakala lkho mama. Ake ungene ezicathulweni zakhe uma bekuwuwena obunkinga ekanjena ubuzokwenze njani uma umyeni wakho ekutshela lokhu. Yooo ai awenzanga kahle mama
yaphelela kuphi indaba yezifungo zokuthi ebubini nasebuhleni
Lo mama uzozisola .ngabe umtshele ekhaya njengoba ethi bazoyikhuluma ekhaya uma una2 ebanokugula uzokwenjenjani
Uphethwe ubufebe nje ufa uvuka nendoda yakho mawithanda ngeqiniso
Uyisfebe Wena nja sakhalela ukubhejwa yooh
Awushiyi u yenzani nkosi yam
Ayikho indoda engavuma leyonto wena sfebe senja
In sickness cc you forget your voows ...
Ebubini nasebuhleni kuphi lokho
Some things are best left hidden. Lungstar , you must advise people before they confess. Okunye akudingakali
ucabanga ukuthi uLungstar unendaba nalokho bcz naye uphezu kokubhidliza sometimes kuthi abantu sebekhulume bezwana yena avele ngokubhidliza ... it's better ayeke ukuthatha iphone ekugcineni
@OneForyou-o3z kkkk.
@@claudiangwenya444 yebo dankie sister, ingathi naye u Lungstar uyileyo nhlobo yabazali uhambisani kanjani nento ebulala nya isiko
Ei
Ngyathanda lapho
Siyabonga myeni wakhe kahambe !! Lungstar sicela upart2.
Eyi kodwa cc lungster ngiyayithanda imibuzo yokho kulo cc ongaphilile osanganelwa yikhanda
Azibuye inkomo zika Buti wabantu bakithini😢
Kwashadiswaa ngazo njee
Sibabaza everyday 😳 kushake lokhu
Ai khona syababaza xem
Ukhona nje Gasa ai mama nawe uyaganga Kahle Kahle uyafeba nje finish
Befebe bonkhe lobu...uyamnyela lomnyeni wakho....amtjele kutjele kutsi yena solala nalamanye emadvodza
Akhona amaVibrator sis ongawasebenzisa
😂
Sisi uyinja, this man did not ask to be sick. Sies man! Engathi lendoda yakho entsha ingakunyisa sfebe.
Uzozisola lomfazi
Cha bakithi amadoda ayenzi zinto zawo ma kungumfaz urongo
@@sikhanyisiwendlovu4161nawo lawomadoda asuke ewrong naye lo uwrong ufuna kthiwe uright umuntu ewrong
Umasishada siyafunga kamfundisi sithi Noma kunzima sobekezela ebuhleni nasebubini kodwa mama Wena washadiswa ubani kushuthi uthi uBABA akavumeisthebhu aw mama
Sisiphukuphuku sika nondindwa esi akhomfazi onengqondo onokwenza lomsangano uba ebengumfazi oqotho ebezomelana nesimo sendoda yakhee
Kanti yini le engaka ngocansi bakithi ukuthi seningaze nilahlekelwe okukhona ngokungekho eiy niyaziphula izinhliziyo zabantu abanithandayo
Yitsho uphinde dadewethu
Sekwabakho netoys yintoni le ingaka or umthengele isupplements.waze wanesibindi wesisi
Uphethwe imfebo lo Cc
Hawww Ungasho uphinde yini le ejule kangaka ngocansi aii abantu balahlekile yuuu
Kanti yafuneka Ake aphuze brand yanceda serius le ebomvu adakwe izoqina
Lalela sisi ekhaya makulanjwa awubaleki lendoda ayikuyeke ubolile
Amadoda wona pho abaleka kanjan?
Ayikho kulomhlaba indoda engavuma kulalwe nomfazi wayo nje ngesihle...ingqondo yendoda nengqondo yomfazi akusebenzi ngendlela efanayo...phinde!
Hayke cc yazi lomuntu ofeba naye alasoze akwethembe yena nje akadle nje kodwa angaxivezi ngoba uyakumoshela uzophinde akuyeke akazukukwethemba bhebhisanani nje nisule umlomo umuzi ungafi uzozisola esekulaxazile🥱
Kwayona leyonto ayikho yinhle Uma ungajabulile kuhle uhambe ngoba kubuhlungu ukufetshelwa kungcono ushiye
Lugstor ufaka usawuti enxebeni 😂😂😂😂😂uthi ufuna ukukulamanisa
Imagine 😂😂😂.
Usile Kahle hle uLungstar ufuna lobaba adube unomona uLungstar akafani noStufuza
Wenzela ukuthi lobaba angamnikezi ngisho ithuba elincane lomama ofebayo😂😂😂
@@thimothymxolisi1303 🤣🤣🤣🤣
@@OneForyou-o3z 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ngoba awumthandi pho umvezelani kumyeni wakho ngoba wena kumele udle usule umlomo qha
Njee
Njee udle usule uthule
Wafunga wathi eɓuhleni nase bubini awumuthandi ubaba uthi akafake iminwe yakhe phezu kwesidoda senyindoda akayophalza ubaba mengezwa lena😮
Hay bakwethu kanti emhlaben sekunjan umshado awsahlonishwa buya Nkosi hay kunzi😊ma bekunani adle asule umlomo kodwa izifo zona .
Bengicela ukubuza nalo othandana naye uma ephathwa ushukela naye futhi uyomshiya umama oshadile uyayibekezelela into ekanje.
Sis please give advice my husband have same problem am 28 she is 34 ngibekezelile for 2 manje uthi singaxoxeli abantu indaba zethu and akalu funi usizo nami ngyasaba ukulokhu ngikhuluma ngoba uyamuphoxa lento ngenze njani
Kunjalo uselfish lomama
Inkinga ngane yami usuze wamtshela nokuthi khona othandana naye akasakuthembi and uyakuxosha emzini wakhe ngicela uyicabange lento ngempela uzinike isikhathi ungalahlekelwa okukhona ngokungekho ngicela wenze isinqumo ongezukuzisola ngaso bese uba yihlaya ekugcineni.
Waze wakhona bo we cc wayibulala indoda iphila
Weeee sdwedwe sevokovoko levithivithi lesfebe somfazi 😢
😂😂😂
Bengsaqela bandla lo sisi angiphe lomyen wakhe bandla
Bathi akuvuki lutho nje, ushukela usumqedile
Yaz bengithi ngifun kushonjalo ,ngoba udlala ngayo ngempel nalenduku ingasebenza nje kuthi Lo uphethwe imfebo qha
@khanyisasduna8238 awa marn u ryt mina angsana ndaba noqanzi ned ngthole uthando nje kphela🤞😢
@@ThabitaLettah I understand you my sister,nami nje ngilapho,anginendzaba nemali nekuvuka kwendvuku ngifuna lutsandvo bese mine ngimniketa yonkhe inhlonipho nje kuphela
Kwaphelela kuphi ukuthi ebuhleni nasebubini izifungo azisahlonishwa .uma Lona wezibili eba noshukela uzokwenzenjani.lo.mama a
Kayicabanganga kahle Le ndaba
Inenhlanhla lendoda abafaz abaningi bafanayo lenkinga bavele bakufebele strong 🔥
Hawu! Umfazi otshela indoda ukuthi uneshende and there is nothing wrong?
@thimothymxolisi1303 ncono kona wazi kunokuthi uloku ushoviswa inkomo ebuye ichanyelwe abanye abafana ubuye nawe ubhoxe khona mhlampe uze uykhothe 🤣
My God uhlulwa yini ukudla uthuli cc😢😢 eishi wena uyabheda njer iqiniso elinjena umuntu ufanalo
Abasenawo ama pin codes laba😢
Nkulunkulu uzungisize emshadweni wami ngigcine lendawo ethi ebuhleni nasebubini uyangikhalisa Lo cc udlala ngomyeni😢
Kati e natal kuphilwa kanjani kuyiwaphi elwandle noma kuphi😂😂😂
😂😂😂
Hayi myeke lomfazi uyaphambana rhaa for ukuba afune imvume yokuba ayotyiwa sukaa 😮
Some secrets you just have to die with 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
You are 100% ryt😢
Uyaphila yini lomama. Yehheni...
the questions and the repeat on Lungster sometimes is not necessary. some time she lacks empathy. you can't call another man isidumbu ngeke.
I also agree I sometimes feel like izinto uzenza worse and she's doing that ngenhliziyo yokumosha not ukulungisa but azifihle ngegama le show elithi sikhipha izimfihlo ...I sometimes wonder ukuthi abantu bayelani Kyle show bcz yilungisi lutho
@@OneForyou-o3z the show is good, the host must be respectful. Stufuza know how to read the room and she's very sensitive, that makes her good on this particular show. awukwazi ukuhlaza abantu ay ay i was very hurt
Me too i can't find her solving or helping but she get excited n make the situation worse n act as if she perfect for everything and her character for me is cold@@OneForyou-o3z
Your man must consult Fundile from Cape Town in or Mamisa Gumbi. He is going to get help. Their herbs are powerful
Ngyamxolisela bakity uLungstar yena ukhulume kabi vele ma ety isdumbu❤
Makahambe u Mama otherwise uzoshona u Mama ayikho indoda efuna ukudlelwa
Uma sifunga sithi sizothandana ebuhleni nasebubini,wena nje sesi uzozisola lobhuti ofeba naye akakuthandi ufuna ukukumoshela
Thula baba sukuzidina ngalo nondindwa. . Wesfebe
Uyandicaphukisa
Udlala inkanuko..yhoh!
Ayikho into emnandi nje ngokukholwa Inkosi uJesu inyama uyakwazi ukuzithiba
Ngyakuzwa mina lapho
Yhoo Waze wadlala cc ngomshado wakho ntombi...unun
Hay bo Waze wamubi mfazi uzenza sengathi ulungile hay suka ungcolile yaz.mina ngiyakuthanda lungsta kakhulu
Manje uthi akenze njani ngoba akakabizanga ukugula akakabizanga, ikhona ikarma uzobona this is God 🤞
Shiya iwhule myeke ukuqhela kakubi futhi makahambe nondindwa
Yhaaa kodwa qiniso liyababa shym ukuba nguloSisi obephethwe ushukela nawe ubuzophuma uyodla ngaphandle okanye that he sthembu
🚩 red flag.
Yuuu makuyindoda ejolelwayo iyalulwazwa haibokusho abafazi kodwa bona bajola mihla le
Angivumi urong lomfazi akakwazi ukuvala imlenze yakhe BEKUMELE enze iresearch ukuthi umyeni wakhe avukelwe yena nje ufebile period
Umuntu owesifazane uyaba yini noshukela hhayi bo
Yes am diabetic lady , am married ❤️❤️my husband respect me , there’s time when uu feel that ur sugar level is up but uu talk with ur partner nothing wrong 🎉🎉🎉🎉🎉
Haybo sisi kuqale nini ykuthi akugake iminwe wawuvumelani ukushada naye yoo cha buzonibulala ubufebe🥱🥱🙆
Good decision baba
Hay noko uyadelela lomfazi nelikrexe lakhe ade mchazele ngenye indoda kumele amshiye xa engasamthandi umyeni wakhe emsebenzela😢
Mmmmm mama Waze wangamhloniphi umuntu owadela konke ngawe ngoba ekwethemba nengane yenu kuzoyihlukumeza lokhu ngoba isizobona nixabana phambili kwayo
Oh hayi kodwa lomfazi akanayo ingqondo angikhathali noma angathi uyamthanda myeni wakhe mnxm
Siyasangana lesikhwahlamba somfazi weeee angikaze ngiyizwe leee😮😮
Isgaxha sendaba yooh wanesbindi umfazi 😮
Ubaba uyaMthanda❤ kodwa nawe uyabheda
sukuma mkhulu nifune izinto uzoba ryt izimbiza nje zingenza 1 ukhona ufelemtwini khuluma nomaTifane
Ngempela akakhukumesimunike inamba kafelemtwini uzomvusa ame mpoooo enoshukela kunjalo
Kwodwa asishiye isifebe lesi azilungiselele abanye ngoba isona ebekufanele sife sivuka nomnyeni waso sona sakhetha ukuqoma
Ayikho sisi yoku saver umshado ngokuphinga. Lapho nje wena sewuzibhidlizele owakho ngezandla zakho. Awumthandi lobhuti yeka ukumbiza ngomyeni wakho
U Baba makaxole ngo mama onesimilo esibi.nayo lendoda efuna ukwaziwa cha angiyicondi kanjani ulala nomfazi wenye INDODA.KONAKELE EZWENI UFUNA ISITHEMBU UMSIKAZI.
Ngathi loshukela ungangena kuwe kusasa uvuke nawo ayizange izbizele wona indoda yakho mshiye baba mshiye ukhohlakele lomfazi awunamfazi uzihlalele
Yhuuu Zulu Natal hayi ayilawuleki
Hhay. Cc udlisa I team bekufanele udle usule. umlomo lelishende likuthanda ngoba umyeni wakho esakuthanda ngeke uzoveza ishende ube uwumfazi womuntu akwamukeleki indoda Uma ino Shukela akho a amaphilisi. avusa nduku. wena bekufanele umyeni wakho umnike support ngizohloniphisa ngithi uxegelwa isimilo. Kodwa likhona igama elikufanele😩😩😩😩
Cc unoshukela so ulindeleni.baba wayethi thathamuntu zomakhisamuntu Kanti mahosha.yangihlaza mina ngishadile kodwa Ayi le oyenzayo ichilo #EBUHLENI NASEBUBINI😢😢😢😢
Uphambene lo mfazi rhaaa
Aka hambe lo Mama
Makahambe
Akahambe ngaze kphume isdumbu
@@SphamandlaZuluQeda Yebo
Bekunganele umtshele kodwa bekufanele kube ukwazi kwakho kuphela lento izonkwenza kuthi umyeni wakho azinyenze kakhulu azibone engeyona idoda ephelele nd naye akathandi ukuba kulesimo sashukela akathandi uma noshukela.nawe awuzifake ezichathulweni zakhe kuthi bekuzoma njani ibuhlungu lento mcabangele umyeni wakho ubehlisa isithunzi umyeni wakho bekufanele uthule nayo lento ezinye izinto azikhulunywa uze ufe nazo umuzi wakho awuwakhe uyawubhidliza nje kwaphela kanti igama elithi infihlo lisho into oyofa nayo 😮😮😮ay engathi awucabangisisanga nje nhlobo uwuqedile umuzi wakho nje idoda noma ngabe ikulobolile noma ngabe ayiku lobolile kodwa ayimfuni umuntu ulale nomunye umuntu ingakho idoda ingakuxoleli uma yazi kuthi unomuntu olala ayitshelwa nhlobo wonke futhi amadoda ayafana ayikho idoda efuna kuthi umuntu wayo alale nomuye umuntu izokubulala ufe fi ayidlulisi nhlobo uma ikubambe ufeba uyayiyeka ababhanqwa labantu ngisho ingathi ukuxolela isuke ikukhohlisa nje.
Lo cc uzicabangela yena akanandaba nomnyeni wakhe urong ubufebe budlala ngaye
Lungstar mina angisazi bafunani abomama laba, bafuna amadoda asebenzayo kodwa uma engekho eye emsebenzini balala nalaba abangasebenzi😢😢
Wabulawa njee yizo lezi,you can’t tell a man this honestly
Hawwwu Mama awunaqhiniso yini crc ngampela 🤞🤞🤞Mama ukhohlakele straigthyfoward soke lesisikhathi unoMnyeni wakho ukummbekezelele soke lesikhathi unomyeni wakho Hawwu unehlanzo Baba dedela loMama ahambe vele Baba ngeke kusakuSiza loMama lendoda izodla amafa akho umuntu ozongcina ufile loMama uzokubulala wenaBaba
uMfazi usebhejwa ngaphandle uyinkinga endodeni oshade nayo wavumela webaba lendoda ayishoyo loMama uyobanga nayo amafa nomuzi wakho ukwenza isilima Wena Baba muxoshe Wena Baba
Umzazi oyisdwedwe bekunani ujola ungazisi umyeni ucabanga ukuthi uzomuma udoti
Tshiya lesifebe
Ayibo! Umuzi awakhiwa ngobufebe 😢
Say that again, she now wants to blackmail the husband and the family “ngiwakhile loyamuzi” she did what she was supposed to do.
Nondidwaovuzangaphansi
Wenze kahle u BABA cha kubi akanasimilo unkosikazi onjena.ngeke asabuya U JESU lonakele lelizwe.
😢😢😢😢ow hayini Bethuna sihleli sbabaza Smakade
Bhuti yeka lesifebe ngoba uzokubulala
Good decision mfetfu ,lomfati ukufebele nje finish n klaar...cz utokubuyela netifo langephandle atogulisa wena lakhaya
Haybandla lobhuti akaxoshe lesdomu sesl7ma somfazi unondindwa uqobo lo
No way she thought he'll agree to lo msangano
Hhayi bo Bru!!!
Nami I was confused, what the hell was she thinking?!
Uyabona wena tata ngendiku bamba isandla qha ukude ndiyasthanda isigqibo sakho👏👏👏
Lafe lihle kakhulu amathamga hlanzelabangenamabhodwe😢
Iphutha lakho lokuqala ukuzitshotsha nomuntu ongashadile ushadile, elesibili ukuzokhuluma izinto ezihlambalaza umyeni wakho ko TV kodwa uthi uyamthanda
Married couples 😢kanti what are you vowing for????ebonzimeni nasebomnandini?what did you mean about that😳
Very shocking 🤞🏽🤞🏽.
Yesezzz😢
😢😢😢A greatest question of all times
abantu besfazane bacinga cheaply
yinton ezo understand.wa apha??
@@thimothymxolisi1303 it's shocking
Uthi uyathamthanda umthanda amasimba waze wanginyanyisa lomfazi ngobufebe nje, lendoda ayiphime iphele kulonondindwa futhi uyidlisile lendoda indlela nje akhuluma ngayo
Kwanzima emhlabeni😢😢
Ngicela inumber kaBhuti Nkosi yami Lungistar😢😢😢
Ayikho into ezolungiswa la good decision.
Uhamba uyosakaza ikiwi 😂😂😂😂😂 ziyakhala hayi silokhe sibhabhazile 😮😮😮😮😮
😂😂😂😂
Kodwa impilo yethu igcike ku social media 😮😮😮😮
Waze wasithoba isdima sika dady wekhay jesu 😊😊😊
Asihambe isifebe, kanti nawe vele alisavuki awumdingi.
Sicela part want to now ukuthi uphelelaphi lofebelin
Febeling
Waze wa mhlambalaza ubaba wabantu
Good, ukwenza isilima lo
Kwaze kwabuhlungu thina sizele abafana nokho unesibindi esithusayo ungumfazi oshadile ukhohliwe yini
Kuyadlalwa ngezingane zethu 😢
Ungcolile nje full stop ungenisa umuntu esbayeni sendoda Divorce baba qha lona idlozi lithini ukhohlakele wena doti 😅
Kanti kwenziwani lapho eNanda🙈🤭 inenkinga lendawo bakwethu niyosho ukuthi ngasho... Hambela kulendawo Thixo😢😢, and wehlisa isithunzi somyeni wakho and you are stripping him his manhood angeke kuphinde kulunge😭😭 you don't do that to a man I refuse as a woman... Ngiyabamela obaba kulokhu..
😭😭😭😭ngaze ngabuhlungu waze wangizwisa ubuhlungu losisi waze wanesihluku yezwa ayi cha bandla ngeke