Amaphupho abika isichitho | Ukugadlwa ngesichitho | Isichitho usilapha kanjani

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 15 вер 2024

КОМЕНТАРІ • 18

  • @SbonisoZamani
    @SbonisoZamani 14 днів тому

    Amen gogo mina ngaphupha ngsekhaya elingezansi ngibuka ekhaya ngenhla ngibona abantu abafishane bengena bephuma mengithi ngiya khona babaleka mengingena endlini mengiphuma srkunemonto egcekeni emhlophe kunosisi phakathi mengithi ngiya kuye wavele wabaleka ngemonto yakhe ngalendlela wase eyama ngaphandle emgaqwen ngaya kuye ngiyomushaya wavele wangibamba wangifaka izinzipho engathi useyisilwane ngalwa wangiyeka ngathi ngyamshaya wangashayeka

  • @SylviaNomandla
    @SylviaNomandla 15 днів тому

    Amen gogo ngiphuphe ngigijinyiswa ngabantu kodwa abangitholanga ngoba ngivele ngandiza ...ngabe kuchazani

  • @TholakeleMhlawuli-m1s
    @TholakeleMhlawuli-m1s 15 днів тому

    Amen gogo ukhuluma noTholakele Khumalo ,ngiphuphe nginikezwa umbhobho lo wokumemeza kuthiwa angimemeze ngibike ukt kukhona ingane yakamakhelwane elahlekile umbhobho lo ngiwunikwe omunye ubaba esikhonza naye🙏Ngicela incazelo ngiyabonga

  • @PhilisiweMakeleni
    @PhilisiweMakeleni 13 днів тому

    Amen gogo..mna cela ubuza xasube uphupha inyoka emnyama ingathi kunomntu ozama kuyifaka ezimpundu zomntana wam enye ingathi ime emnyangi

  • @Caroline-cc2kt
    @Caroline-cc2kt 14 днів тому

    Amen gogo mina ngiphuphe ngingena emanzini esiziba ngifika ngaphansi kwamanzi esiziba kodwa ngabona sengiphumile iphupho leli liyangihlupha malamga wonke ngicela usizo ngalo gogo

  • @ThulileZulu-t9p
    @ThulileZulu-t9p 11 днів тому

    Amen gogo kuchazan ukuphupha umuntu ethi njengoba ujena wenziwa ngusbanban kodwa lomuntu ebesholokho angimbonanga izwi lentombazane

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 12 днів тому

    Amen gogo

  • @SlungileMthethwa-k5y
    @SlungileMthethwa-k5y 15 днів тому +1

    Sanibona ekhaya ngiphuphe mtanami egoqwa indlovu ngomboko ngakhal kuchaza ukuthini 😢

  • @JoiceMchunu
    @JoiceMchunu 12 днів тому

    🙏

  • @glenbulala6223
    @glenbulala6223 14 днів тому

    Ukuphupha udutshulwa

  • @user-lk5bl6iq9j
    @user-lk5bl6iq9j День тому

    Kuyiqiniso yini ukuphupha izintwala ukuthi kuyinhlnhla

  • @danisilezulu
    @danisilezulu 14 днів тому

    Ukuphupha udla nsukuzonke

  • @NomakhuwaRamothibe
    @NomakhuwaRamothibe 16 днів тому

    Uphupha ujahwa izinja

  • @ntombim8033
    @ntombim8033 14 днів тому

    Ngyiyabingelela ngicela ukubuza ukuthi ungavika kanjani uma umuntu echitha amanzakhe ejalidini lakho ungamvika kanjani isiphi isiwasho ongachela ngaso ukuze bangakwenzi noma ikhata balesabe libe nesithunzi

  • @BonganeSibiya-jb4xq
    @BonganeSibiya-jb4xq 16 днів тому

    Sawubona bengicela ukubuza ukuhlala uphupha njalo usesikoleni ufunda sometimes uhlezi njehh ungenzi lutfo kodvwa usesikoleni 2 .nokuphupha usemanzini ubhukuda wedvwa 3.ukuphupha udutjulwa .

  • @SylviaNomandla
    @SylviaNomandla 15 днів тому

    Kuchazani ukuphupha undiza

  • @sbuhKhanyi
    @sbuhKhanyi 10 днів тому

    Ngicela ukubuza uma uphupha izindlu zasekhaya ezindala esezadilika kwakhiwa ezintsha kuchaza ukthini

  • @ntombim8033
    @ntombim8033 14 днів тому

    Ngicela ukubuza ukuthi kushoni ukuphupha umuntu osewashona ekude nawe ekhuluma kodwa ungamuzwa ukuthi uthini kodwaebe ekhuluma ngingajabula ukuchazeleka u