Inkulumo ka Gogo Cagwe ekhuluma noKhuzani (Ongasekho Emhlabeni) 💔😭🕊️

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 25 гру 2024

КОМЕНТАРІ • 52

  • @Phakamanim
    @Phakamanim  День тому +1

    Please don't forget to subscribe on Bhanyazile Studio

  • @MandlaMangethe
    @MandlaMangethe День тому +2

    Khuba wadlula kabi ugogo ngezinsuku zenjabulo engathi angalala ngokuthula ugogo uqine khuba

  • @TshengsileNzimande
    @TshengsileNzimande День тому +3

    Phephisa mfoka Mpongose sinawe ngokwemimoya iphumule intombendala lalaCagwe uwazaliqawe 💔😭

  • @BusiMthethwa-x7j
    @BusiMthethwa-x7j День тому +2

    Lala phumule gogo wethu Sama blue nation nxese my king😭💔

  • @princezondi8271
    @princezondi8271 День тому +2

    Awu Khuba mfe2 aii syabonga ngokugcwalisa isbonakaliso sabadala😂😂😂❤

  • @ntokozoguzunene1973
    @ntokozoguzunene1973 День тому +2

    Abanye abantu baziwula yaz nxa, uCagwe ugogo ozala ubaba ka Khuzani lo owashona ozala umama, musanike ukubuza udoti la

  • @PhikanamiBiyela
    @PhikanamiBiyela День тому +1

    Ilale ngokuthula intombi endala inkosi imubhandishe ngebhande likamoya oyingcwele kanye nabo bonke alwehli lungehli inkosi ibe kanye nawo wonke umndeni wakwampungose

  • @njabuloalbert1745
    @njabuloalbert1745 2 години тому

    Aphumule ngokuthula ugogo bakith,Nani boKhuba niduduzeke,okumnandi ugogo uhambe ewabonile amathamsanqa abazukulu bakhe ejabulile,iphumule ngokuthula intombendala isebenzile yakhulisa iqhawe ukhuzani(Mgodi)omele isizwe samaskandi Kanye nozakwabo

  • @manqobadlamini5397
    @manqobadlamini5397 12 годин тому

    lesi salukazi u khuzani simuphe izibusiso sisaphila kuzoba worse ngoba sesihanbile zisazo kwenaba ngempela izintanga niyoze nithi uthwele ngoba phela izona zibongo zomuntu ophumelelayo lezi

  • @happysithole3318
    @happysithole3318 День тому +1

    Ncese Khuba losing a granny is losing a mum 😢

  • @DoctorMkhululi
    @DoctorMkhululi 7 годин тому

    💔💔💔💔😥😢😓😭😭😭

  • @SweetbertLuthuli
    @SweetbertLuthuli День тому +1

    Ncese.khuzani.akwehlanga.lungehli.nsizwa

  • @OupaTshabalala-b6c
    @OupaTshabalala-b6c День тому +1

    Lala ngokuthula ntombendala sisonke khuba

  • @BalungileNdlovu-d2v
    @BalungileNdlovu-d2v День тому +1

    Nxese gawuz dudu nomndeni wakho

  • @simphiweshabangu833
    @simphiweshabangu833 День тому +1

    😢😢😢 ❤❤❤ rip gogo

  • @sandilesandile946
    @sandilesandile946 День тому +2

    cha bafethu akungadlalwa ngathi ugogo kaKhuzani washona Waze wathenga amatekisi bakhuluma abakhulumayo uqhamukaphi lo futhi manje cha cha

    • @sbusisongobese3349
      @sbusisongobese3349 День тому

      😂😂😂😂😂

    • @jabuliletshabalala4758
      @jabuliletshabalala4758 День тому +1

      Thula bazokuthuka laba 😂😂😂😂

    • @ntokozoguzunene1973
      @ntokozoguzunene1973 День тому

      Musa nje ukuba yisiwula wena, wena kshuth unogogo ozala umama wakho kphela ubaba wakho waqhuma etsheni?

    • @SandileMnyandu-b2n
      @SandileMnyandu-b2n День тому

      Aiiy cha wawukhona eshona?musani ulahlekisa abalandeli Baka Khuzani kahle kahle uylembewu embi Wena uyzambane elibolile sowfuna ubolisa abaningi

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  21 годину тому

      🙏🙏🙏

  • @thethelelanimasuku-kr9cb
    @thethelelanimasuku-kr9cb День тому +1

    Khuba qina mfwethu

  • @MthokozisiXulu-r7b
    @MthokozisiXulu-r7b День тому +1

    Bhanyazile nehlulwa nawukufunda into ebhaliwe phambi kwenu umthathaphi uCangwe?

  • @SiphosethuMpungose-u5b
    @SiphosethuMpungose-u5b День тому +1

    Rip salukazi sakwa Mpungose 💔😭

  • @ThabaniNyawo
    @ThabaniNyawo День тому +1

    Aw shwele mfwethu sithi nje dudu umfokaMpungose

  • @zwelethuphakathi2703
    @zwelethuphakathi2703 День тому +1

    Akalale ngokuthula akwehlanga lungehli

  • @Zanele-q1n
    @Zanele-q1n 22 години тому +1

    Phephisa bhuti kwakubi

  • @SiphilaKhambule
    @SiphilaKhambule День тому +1

    Dudu kumdeni wonke khuba

  • @DerrickMthombeni
    @DerrickMthombeni День тому +2

    Cagwe not Cangwe,mara kodwa😂😂😂

  • @fikilemagwaza6231
    @fikilemagwaza6231 День тому +1

    I'm sorry khuzani kodwa ngiyadideka imphi ugogo oshonile ngoba phela washona ugogo ka khuzani kudala ngo 2019