Amanyala aphostwa ngokushona Kwa gogo ka Khuzani u Cagwe khuzanani Mabhinca

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 26 гру 2024

КОМЕНТАРІ • 29

  • @Slindile-mj9fw
    @Slindile-mj9fw День тому +2

    Lokhuk akusiyo into yokudlal 😳💔🥺rip gogo

  • @SiyabongaLithuli
    @SiyabongaLithuli День тому +1

    Kwakubi bhuti😢 kuyezwela. Ngithi Dudu kumdeni wonke uphelele ugogo . abantu ngathi bangakwazi ukuba ugogo cagwe asogogo kaKhuzani kuphela Uma bebona ukuba uKhuzani kumfanele ukuba aluze ugogo yimbi ngempela lento😢😢

  • @StephenBooi
    @StephenBooi День тому +2

    Wena obuza ngo gogo kaKhuzani bangaki abakho noma mhlampe abakho bahamba ngelanga elilodwa? Angeke kwabanjalo kithina sonke,lala ngokuthula "Ntomb'endala" gogo Cagwe.

  • @SandisoMngoma
    @SandisoMngoma День тому +1

    Sibongele intombi edala isinqobile ibone konke ngomzukulu wayo nobuqhawe bakho khuzani mfoka khuba uzolala aphumule rip ntombi endala

  • @skhonzilezibuyisile1313
    @skhonzilezibuyisile1313 2 дні тому +2

    Amabhinca awakaze aba nengqondo kusuka kulawa amanje awananhlonipho futhi

  • @NozieM-s4h
    @NozieM-s4h День тому

    Phumula ntombi endala..... Haw isihlobo sami kanti.... Gogo ntombi yakwa Xulu... Dudu mndeni...
    Ngi ngareee kodwa kwa
    Red Nation

  • @MbongeniMnzinyane
    @MbongeniMnzinyane День тому

    Kunamapost ...uSK eduduza umgodi ngokushonelwa ugogo wakhe emnyakeni eyedlule.UNgizwe wathi umgodi uthwele ngaloyo gogo.Sicaciseleni ningasthuki ..at least babebheda npma besho omunye ugogo.Scela icorrection not inhlamba plz💔💔💔CONDOLENCES

  • @phumezatuse9682
    @phumezatuse9682 21 годину тому

    Empilweno umntu nomuntu unogogo 2 ozala mawakhe nozala babawakhe

  • @bonganiemmanuel303
    @bonganiemmanuel303 2 дні тому

    Phephisani boKhuba..ilale ngokuphumula intombi endala
    Akwehlanga lungehliyo..ngyakhumbula bemthengela imoto emhlophe Toyota..for ukuthi iyomthengela isinkwa..Up Khuba Up❤

  • @AyandaHadebe-n1g
    @AyandaHadebe-n1g День тому

    Iqiniso bhuti 😢

  • @BhekisisaMbatha-x4v
    @BhekisisaMbatha-x4v День тому

    Kunabantu abangenanqondo

  • @pottersngwadla1195
    @pottersngwadla1195 2 дні тому +1

    Aphumule ngokuthula ugogo. Ngikhumbula ngeskhathi uKhuzani ethuka ungizwe ngabafazi bakhe nangabafiwabo. Nathi nina naye ungizwe wathi kuKhuzani uthwele ngogogo wakhe owashona, siyakhumbula nomthandeni edlulisa amazwi enduduzo kuKhuzani ngalesoskhathi. Omuphi manje lo, omuphi lo owashona kuqala?

    • @lindasanele1910
      @lindasanele1910 2 дні тому

      uMuntu ozalwa uBaba noMama unogogo ababili yekani ukuzenza izolima

  • @VincentMdluli-e4i
    @VincentMdluli-e4i День тому

    Hawuuu xem mfethu lelogama liyisibusiso lilodwa mfethu into Enhle
    Nxesi bhuti Dudu emdenini ulahlekelwe kakhulu phola mhulu

  • @MalenzoSiphosethu
    @MalenzoSiphosethu 2 дні тому

    Phumula ngokuthula gogo R.I.P💔💔💔

  • @thembantshangase6490
    @thembantshangase6490 2 дні тому

    Yiqiniso lelo yekani amanyala ndawozonke.
    Asiphumule isalukazi mfokaKhuba nqina ndoda..

  • @bonganibhebhe6318
    @bonganibhebhe6318 2 дні тому

    Akalale ngokuthula ugogo
    Unembeza uyadingeka ebantwini

  • @sbusisofortune161
    @sbusisofortune161 2 дні тому

    Ayikho ingqondo kulezinto serious bazothi abalandeli belinye iqhawe balehlisa isthunzi kwalona

  • @HlelokuhleChiya
    @HlelokuhleChiya 2 дні тому

    Dudu mfoka Mpongose unkulunkulu akuqinise mfowethu

  • @SteveThembaDlamini
    @SteveThembaDlamini 2 дні тому

    Yona lento yoBlue nation noRed nation yenza ma2000 adunyelwe yikhanda

  • @zwelethuphakathi2703
    @zwelethuphakathi2703 2 дні тому

    Dudu emndenini alale ngokuthula ugogo

  • @mbongelenishadrack3133
    @mbongelenishadrack3133 2 дні тому

    Dudu emndenini wako Khuba rest in peace gogo, khuzani phephisa ndoda ngangifisa ingathi kungathi makufika lobubunzima ube usuganiwe ukuze ume lomuzi kamkhulu wakho, kodwa ke qina ndoda

  • @SiyabongaShezi-m3p
    @SiyabongaShezi-m3p 2 дні тому

    Lala uphumule gogo

  • @AndriesMnculwane-lc6ec
    @AndriesMnculwane-lc6ec 2 дні тому

    Ulale uphumule maGogo

  • @sandilesandile946
    @sandilesandile946 2 дні тому

    haaawu kanti Khuzani ubeno Gogo abangaki washona nje owokuqala imuphi futhi manje lo

    • @KwaziMthethwa-y9z
      @KwaziMthethwa-y9z 2 дні тому

      Kade washona ugogo is isangene lentatheli

    • @zwelethuphakathi2703
      @zwelethuphakathi2703 2 дні тому

      ​@@KwaziMthethwa-y9zkwashona owasekhakonina ozala umama wakhe,lo oshone Monday uzala ubaba wakhe

    • @sandilesandile946
      @sandilesandile946 2 дні тому

      @KwaziMthethwa-y9z nami ngazikanjalo bafo angimazi lo uqhamukaphi

    • @siara8267
      @siara8267 День тому

      Musani ukuba yizilima umuntu ubanoGogo abawu 2, uGogo ozala uMama noGogo ozala uBaba