HUSBAND KASISI WADLWENGULA INGANE YAMI

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 вер 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @thuleleni_tv

КОМЕНТАРІ • 51

  • @user-gx7wf2js8c
    @user-gx7wf2js8c 5 місяців тому +10

    Nezinkantolo ngathi zidinga ijele ngokwazo😮😮

  • @sindiswayose4273
    @sindiswayose4273 5 місяців тому +10

    Mama i story sakho nami ngibhekene naso kuyimanje eyami ingane isina 23yrs manje and isahlukumezekile yanukubezwa ina 7yrs 😭💔 sihlala nezilwane esizibiza ngomndeni😢

  • @proudlysa774
    @proudlysa774 5 місяців тому +4

    This is awful 😢😢
    These days, ingane yentombazane ayivakashi.
    December, June holidays nje ihlala ekhaya.
    Nakhona ekhaya awithembi ngisho umalume, mkhulu, baba, umakhelwane these days🤞🏽

  • @sandilembusosibiya8148
    @sandilembusosibiya8148 5 місяців тому +8

    Ukusebenza kwezinkantolo zaseSouth Africa yizo kanye eziyimbangela yokuthi sizithathele umthetho ngezandla zethu noma ngabe ubufakazi uza nabo kodwa inkantolo ivele ithi akwenele ubufakazi.😢😢😢😢😢

    • @Userde989
      @Userde989 5 місяців тому +2

      Bese kuboshwa abantu abangenzanga luto kodwa abasuke benze ububi nobufakazi bukhona luto ababoshwa

  • @thandazodlamini203
    @thandazodlamini203 4 місяці тому

    Kubalulekile ukuthi uma uyogana nawe phela sebenza ube nezinto zakho ngisola lodadewabo ukuthu uwukhamisa ngithela ubheke lendoda ukuth imondle 😢 abanye omama kuthiwa bathula ngisho indoda idlengule ingane yakhe agane nayo uma ewukhamisa ngithele😢

  • @user-sx1we3ts4m
    @user-sx1we3ts4m 29 днів тому

    Abadlwenguli bangempela ababoshwa kuti laba abangenze lu2 bayaboshwa o15 yrs… yaze yabuhlung lendaba 😢😢

  • @user-sx1we3ts4m
    @user-sx1we3ts4m 29 днів тому

    Kant kungenene bakit ezwen zizopepelapi iyngane ze2 😭😭

  • @diphalepashe5361
    @diphalepashe5361 5 місяців тому +4

    Makaboshwe lo baba nonkosikazi wakhe bakhohlakele. Noma sibatholele izinkabi 😢😢😢.

    • @buyiengcobo9
      @buyiengcobo9 5 місяців тому +1

      Inkabi ngempela okmele isebenze la, akukho okunye

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 5 місяців тому +1

    Nami ngiyagcizelela evafazini ingane zamantombazana azishiywa nomi kanjani especially ezweni lethu elingenamthetho,e Europe kuboshwa abantu abadlwengule up to 50yrs back ingane manje ziyakhuluma but basavalelwa sebeyimakhehle nengane sezakhula zagana 🇬🇧

  • @phindilenqoko7551
    @phindilenqoko7551 5 місяців тому +3

    Mmmh this is painful 😢

  • @ZethuNgwane
    @ZethuNgwane 5 місяців тому +2

    😢into ebuhlung nge rape Uba Yi victim impilo yakh yonke kubuhlung leyongane ithwele kanzima

  • @nomvulakhoza3056
    @nomvulakhoza3056 5 місяців тому

    Ake sisondelane kakhulu nezingane zamantombazane sixoxe nazo ingane kancane kancanr sixoxe nazo ukth uma umuntu ekuthinta ngampambil usho ngoba ibuhlungu lento ziyaphela izngane zenu😢😢😢

  • @nosiphiwemfeka
    @nosiphiwemfeka 5 місяців тому +1

    Mina namanje ngisasho ungathinta eyami ingane noma eyakithi ngamazi angeke aphunyuke noma aboshwe ngingazibambela mina futhi angeke ngizisole ngalokho

  • @user-vk3oi8id4m
    @user-vk3oi8id4m 3 місяці тому

    😢😢😢😢😢😢nkosyam ngenelela

  • @hlengymkhulise4708
    @hlengymkhulise4708 5 місяців тому +1

    Lento yo yokuvakashisa izingane ayiphephile bakithi

  • @businzama6939
    @businzama6939 5 місяців тому

    Eyyy Kunzima yazi udadewenu kuvele kucace nje udayise ngengane kadadewabo imvakashele ngoba phela kuzwakala sengathi akakaze abe nodadewabo ukuhamba loludaba kwaze kwabuhlungu

  • @DanisileDludlu
    @DanisileDludlu 4 місяці тому

    Mama izinto ezinje azifuni WhatsApp vukani bakithi iya mathupha ukhombise ukuthi ukhathazekile ngikhalela umntwana kubuhlungu bakithi enganeni pho ukhohlakele lobaba yeka WhatsApp usukume mama

  • @user-so4er5jf6e
    @user-so4er5jf6e 3 місяці тому

    Kunzima emhlabeni 😭😭😭

  • @snenhlanhlangubo-bi6pv
    @snenhlanhlangubo-bi6pv 4 місяці тому

    Ngathi angaboshwa lobaba ngoba shuth zikhona ezinye azibambayo azisabise

  • @thandazodlamini203
    @thandazodlamini203 4 місяці тому

    Jehova mina bengithi iphephile ingane uma inodadewethu😢

  • @buyiengcobo9
    @buyiengcobo9 5 місяців тому

    Ingane yentombazane ayivakashi qobo

  • @NcamisileMtolo
    @NcamisileMtolo 5 місяців тому +1

    Ncese mama bayakhokhelwa labi doti abamaphoyisa wayengeke esakutshela ngoba wayese tho li mali

  • @thulimabaso
    @thulimabaso 4 місяці тому

    Kunzima ukuba isakhamuzi sase SA ngoba asibutholi ubulungiswa

  • @happinessnontokozo3389
    @happinessnontokozo3389 4 місяці тому

    Mmm kubuhlungu.....and bhuti kuhle ukingathembi muntu....angfun kwaykona zivakashe

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 5 місяців тому +1

    Mama siyakuzwa manje lento isindala,ukuboshwa komuntu kusiza ngani,ngoba uzomubona esephumile

  • @SnethembaMkhwanazi
    @SnethembaMkhwanazi 5 місяців тому

    Mmmmh ngath ubulungiswa ungabuthola mawami

  • @sbusisomatsenjwa2032
    @sbusisomatsenjwa2032 5 місяців тому

    Ngiyafisa ukusebenza in this organisation nkhosyam angazi ngingazizakala kanjani🙈🙈🙈

  • @ngqaphelindwandwe9452
    @ngqaphelindwandwe9452 5 місяців тому

    Ekugcineni inkantolo isebenza ngobufakazi obubambekayo otherwise ngabe baningi abantu ababoshelwa ubala uma uzofilke ukhulume bese uyaboshwa nje . Abazali abagade izingane plz plz Batali bami ibuhlungu lento ngoba ilimaza ikusasa lengane ngobudedengu bomzali

  • @ngqaphelindwandwe9452
    @ngqaphelindwandwe9452 5 місяців тому

    Mina ngiyabasola abazali izingane kazihlolwe uhulumeni lona owathi izingane ziyahlukunyezwa mazihlolwa ekugcineni ngeke ayivikel ingane yakho

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 5 місяців тому

    Lubuhlungu nokho udaba ey bakithi kunzima emhlabeni

  • @ZethuNgwane
    @ZethuNgwane 5 місяців тому

    Nomthetho uyathangwa mama

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 5 місяців тому +1

    Bafowethu angisho ukuthi ngithi kungamanga lokhu okushiwo ngumama kungenzeka kuliqiniso but before siphawula kakhulu sisola lubaba asiqakeni siyibhekisise ngoba ama families awazwani ngaphandle la so abanye sesilwa izimpi zethu sifake nengane phakathi baningi abaphakathi bengawenzile ngokulwa kobo komdeni

  • @NokwaneleMkhulisi
    @NokwaneleMkhulisi 5 місяців тому +1

    sanibonani ngicela ukubuza ibhalelwa kuphi ithuleleni ngicela ningisize khona okubalulekile engfuna abakwathulelen bangsize ngako

    • @nosiphiwemfeka
      @nosiphiwemfeka 5 місяців тому +1

      I think imniningane yakhe ikufacebook awuyobheka khona

    • @businzama6939
      @businzama6939 5 місяців тому

      Uba so Khozini fm every Tuesday ku Sqgemeza noMroza la ko 7:30 uyaye ashiye izinamba zakhe ngoba vele waqala khona njengoba eselana manje 🙏

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 5 місяців тому

    Hayibo madoda kunjani kanti emhlabeni

  • @LindiweZuma-rb7eb
    @LindiweZuma-rb7eb 5 місяців тому +1

    Ubgebengu beynkantolo

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 5 місяців тому

    Akulula ukuthi kutholakale ubufakazi,iskhathi sesiside.
    Uma kune allegations kumele zibikwe in 3 months time,after that lelocala alisenalo iqiniso
    Kwakumelwe kutholakale ne Sperm ukuze sibhekwe ukuthi it matches nesalo baba
    Fundisani abantwana ukuba zibhoboke ngokwenzekile
    Mxolele udadewenu akenzanga lutho

  • @ThandekaKuhle
    @ThandekaKuhle 5 місяців тому

    Yazi apha emaxhoseni azikho ezizinto yebo zikhona but eThekwini kuworse akenishaye lababantu abashwaywe ngoba umthetho awukho

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 5 місяців тому

      Uthetha inyani 🤞. Nam ngohlezi ngisho ngithi la eKZN silunge kakhulu. Mina nje ingane yam mengase idlwengulwe, siqoqa izinsizwa ezinesbindi siya emobeni sonquma ipipi leli elimhlanyisayo bese esala khona lapho ezimobeni, simqgibe ephila. Sewaphela umsebenzi wamaphoyisa.

  • @ayabulelakhozaayabulela6661
    @ayabulelakhozaayabulela6661 5 місяців тому

    Yho hayini betuna abatata

  • @AffectionateGazingIguana-tx1gj
    @AffectionateGazingIguana-tx1gj 5 місяців тому

    Nodadewenu naye unesandla kulokhu

  • @user-nx6ed2ws8b
    @user-nx6ed2ws8b 5 місяців тому

    Unjani bhuti itholakala kanjani Thuleleni t.v?

    • @businzama6939
      @businzama6939 5 місяців тому +1

      Uba so Khozini fm every Tuesday la ko 7:30 ku Sqgemeza noMroza uyaye ashiye I number yakhe

    • @user-nx6ed2ws8b
      @user-nx6ed2ws8b 5 місяців тому

      @@businzama6939 ngiyabonga

  • @user-tk2em5dz9s
    @user-tk2em5dz9s 5 місяців тому

    Che