Siyathanda mangabe abafowethu bevusa imizi yo baba wabo. Inkinga nje ngale genge ka maskandi ayizwani nokuganwa. Ikhonze ukuhambe ihlwayela nje izingane umhlaba wonke. Mina angazi labantu bangenwe ini. Nesifazane ke naso esithanda izinto ikakhulu udumo asizibekile phansi ngokubazalela. Yeyeni we bantu!!
Siyabonga nani bowele nakhele umama umuzi esaphila Khuzani umuzi mfowethu unzima kakhulu sibonge nakwiNdlamlenzele yakhile siyabonga bafwethu imisebenzi iyabonakala❤❤❤❤❤❤❤
Up ndlamleze siyabonga
King khuba
Umuzi ka Khuba unala dat thing👌😍
Mthandeni up❤
Igcokama lisebenzile kakhulu ukuthi akukhulunywa or azivezwa izinto ezinhle ngaye, ukwenzeka they cut it very short. Mkhulu ukehluko lana, jealous down- khuphuka Gcokama🙌
Uma uthy umthandeni kuzovel okungangamadla akhe uchazan wenkunzy
Lona udakiwe nje ungathi umuzi ungubukhazikhazi kanjena yena athi okungangamandlakhe
Okuhle empilweni zenu siyalibongela 🙏
Yes
Bobabili basebenzile ❤️
Ngyawazi owakwa Gcokama ngihlezi ngidlula ngakhona kuhle Kanti inhle into yabo yokucompitha ngemiziyobaba babo
Basebenzile shame
Siyabonga 👏👏👏
Siyathanda mangabe abafowethu bevusa imizi yo baba wabo. Inkinga nje ngale genge ka maskandi ayizwani nokuganwa. Ikhonze ukuhambe ihlwayela nje izingane umhlaba wonke. Mina angazi labantu bangenwe ini. Nesifazane ke naso esithanda izinto ikakhulu udumo asizibekile phansi ngokubazalela. Yeyeni we bantu!!
Yhaa zakhile lezintsizwa ukuduma kwazo kuyabonakala
Siyabonga,,bantabami,,nobabili, ,phela, choices,are, not, the,same, ungathi,,kungangamandlake,its, his, choice,kuzoba,,ngathi usuyamonaza, muhle, umsebenzi,wenu, bantwana
Umsebenzi omuhle basebenze kakhulu, kungath kufika ilanga lokudlula emhlabeni kuvele amahlazo ekubeni imali ingena bafethu nisebenze kakhulu madoda akobe nabanye bayaythatha inselelo
Izwi lilodwa sis wam🙏🙏
Muhle umsebenzi wemadoda
Nomthandeni kuzovela okungangamandla akhe
Kodwa ke bafo bekufanele ulinde phela uze uthole izithombe ezine view e ryt emzini ka Mthandeni, kodwa ke ayi nokho basebenzile lababhemu futhi basaqhubeka.
Okungangamandla akhe mxm wena lwabishi
Congratulations guys
Sbonge emdletshen
Veza phela nowakho sbone
🤣🤣🤣🤣🤣
Eshe fuseg wethu uyinkunzi manqele siyabonga king of maskandi viva red Nation viva
Wachema bo
Too much mfethu and lento kumele iyekwe #Bias
Umuzi wegcokama uvezwa la phambili kuphela