Abazali babanga amalobolo, izinto zami zimile manje | IZINKINGA ZOMNDENI | S1-EP29
Вставка
- Опубліковано 15 чер 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#familyproblemsolution #familymatters #izinkingazomndeni - Розваги
Syabonga thando Luka mam ncane shame ababaningi omamncane benza lokho
Syabonga ku step mother
Such a sweet and humble young lady, wishing her all the best.
Tnx 2 stepmom akujwayelekile lokho uyobongwa mama emazulwini...keep it up the good work!!❤
Syabonga ku mamncane ukukhombisa uthando❤
Kodwa umama wenza kahle wabika muzi ngo Ndlovu ngoba babeshadile mina bengibona ukuthi uma kungalungi yenza konke ekhaya likamama ngoba izinto zakho zizolokhu zibambeka. Ukuthi njena amadoda ayathanda esikhathini esiningi ukuthi balwe izimpi zabo ngengane bese kumele umuntu ancengwe kanti indaba yabo bobabali nomama izingane azingene. Ngifisela Nhlanhla sisi ixazululeke lenkinga.
Sawubona ntombi yakwamthembu nesvakashi sakho and everyone sanibonani
I wish you all the best cc,you are such an amazing woman
Waze wakhuluma kamnandi ngomamncane wakho
Ngathi kungalunga cc bakithi nomancane inkosi imubusise kwande
😂 kodwa Pearl Ntombo ey kodwa wena sisi..Nwy syajabula kuba nawe ohlelwen lweMfihlo, ube nathi njalo siyabonga ko Stufuza and the crew. #IZANAZO😎
cc ngeke uzingene izindaba zabo ukhuliswe wubabakho yebo nomama bekakhona empilweni yakho kodwa shadiswa ubaba umama wayeshadile bekungasiyi ntombi u belonger esibongweni sakabobaba period but the descion is yours mabayekele ukudontsisana abahlangane benzele wena okuhle
Hi Pearl mina bengathi uma likhona ikhaya elikhulu lakababa kacc izinto zakhe akazenzele khona sibonge nakumam mncane ngokuba umuntu
Siyabonga kumhomncinci ❤❤
Kakhulu futhi❤
Pearl you're the best presenter xem,love you sis❤
Indaba ka sis kumele aye kubo kubaba ayowenzela khona umsebenzi since ubaba walobola,aba khulume bacolelane nje kuphela
Love you pearl💕💕🇿🇼🇿🇼🇿🇼
Tnx cc kuhle okwenzayo kodwa ubaba akaxole
Yoo cc unenkinga efana neyami
Elomfana sisi umuntu ezokuthatha akuzwakali cc
Sbonge nje ngempatho kaMaMncane,Basekhona abantu abaphilayo
Yenza izinto ekhaya kama cc ubaba must go there if engafuni it's fine unabo obhuti nomalume otherwise uzoba confused
Hello Pearlie ❤
La eqale khona uzophetha khona kwaphela nje
Konke kumele kwenziwe kini kubaba wakho ngoba walotsholelwa khona sisi
Maniya lapha sacela nifake nomuntu owazi isintu, this whole process has been wrong from the get-go!🙏
Qinsile kuze bagweme ukphazama izinto Sihle Sona isnyathelo skacc ekugcineni iyadingeka inhlambuluko abantu bathelelane amanzi.
Kodwa ukze izinto zakhe zilunge kofanele bakwenzele khabo mamakhe,usengamupha ke umamncane ngoba umkhulisile
You are under Arrest cc khohlakele ccc
Akakwazi mama wakho ukuyojabulela komunye umfazi ekubeni unawo umuziwakhe
Nop Pearl uyayizwa lendaba,khumbula ukuty waya entwaseni oeee😂😂
Scela uyeke ukuphinda into eseniyikhulumile siyizeile
😂😂😂😂
😂😂ngempela
ok msakazi oqavile
Hambani nabo omalume boo
❤❤
Kini igceke likhona alikho kodwa kukini mawakho wagana kini konke kwenzela kini kwababa wakho
Asibinge
Ubaba wakho nganeyam umuziwakhe lowo uphethwe impakamo nje yena hamba uyokwenzela izinto emzininkamama wakho wena kuphela
IsiZulu asitolikwa, simzwile usisi sisPearl. Sicela uqubeke ngohlelo ukuthi manje uyenza njani. Ngaphandle ngokuthi uphinde amazwi ka guest. Siyabonga.
KwaSomopho isigodi noma isifunda? Iyiphi inkosi ekuphethe MaMthembu?
isgodi sasebaThenjini uSomopho ukhokho wami
@@pearlmthembu5436 oh. UngowaseMacekane ( not kaMzimela) or eMatshane?
yebow
Musa ukukhuluma ngamakhala mphathi wohlelo
Uyezwakala nje ukuthi uphethwe ngomkhuhlane that's why ekhuluma ngamakhala
Mayephethwe umkhuhlane enje njn