Ingono Yomsamo episode 1

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 січ 2025

КОМЕНТАРІ • 129

  • @sbusisombatha5899
    @sbusisombatha5899 Рік тому +29

    Please don't stop uploading these videos.🙏🏼 You are doing the lord's work🤌🏼

  • @sibusisonkwanyana3265
    @sibusisonkwanyana3265 Рік тому +11

    Beautiful video quality, loving the nature behind. Kuhle mkhulu. Syabonga ngomlayezo

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 4 місяці тому +4

    Thokoza Mkhulu ,abantu abawuding umlando womuny umuntu,kuphela besicela inumber yakho kuphela

  • @tjngema8410
    @tjngema8410 10 місяців тому +1

    Baba Khabazela kaLuphuzi uyibusiso esizweni nasemhlabeni wonke jikelele. Kwanga amakhehla nezalukazi zingakubusisa wena nomndeni wakho koKhabazela. Makukhanye esizweni sikaPhunga noMageba👏🏿👏🏿👏🏿

  • @kaizervas4010
    @kaizervas4010 Рік тому +4

    Baba mkhize.ngingayitholaphi incwadi yamaphupho

  • @user-vy2cb4rq7e
    @user-vy2cb4rq7e 3 місяці тому +1

    Amen baba uMkhize linamandla idlozi uma lihlanzekile

  • @daupromise
    @daupromise 4 місяці тому +2

    Sawubona Mkhulu
    Lento yafika Kimi ngephupho ngazama lokufuna izimpendulo kodwa lutho kuthola lezompendulo.

  • @makhosiwinstermlambo1796
    @makhosiwinstermlambo1796 Рік тому +1

    Ngyakbingelela emlambo munye, ngicela ukbuza ngingamthola kanjan ubaba vvo Mkhize ngiyamdinga kakhulu, ngyacela ningsize ngikwazi ukuxhumana naye ngize ngfike la akhona

  • @NoluvuyoMacosana
    @NoluvuyoMacosana 6 місяців тому +1

    Ngyabingelela babu Mkhize umntwana wam unenkinga ngingakuthola kanjani

  • @abigailmk3534
    @abigailmk3534 Рік тому +3

    Thank you admin for the upload

  • @NosiphoMhlongo-e1s
    @NosiphoMhlongo-e1s Місяць тому +1

    You have gained yourself a new subcriber

  • @nqobanimhlaba3127
    @nqobanimhlaba3127 Рік тому +7

    Please upload more episodes 🤲🏾I seem to have missed a lot

  • @ChamilahNoko
    @ChamilahNoko 2 місяці тому +1

    Sawubona mkhulu nami ngi chela unceqo nami isimo sami sifana nalesi

  • @nkosinathibiyela8774
    @nkosinathibiyela8774 Місяць тому +1

    Wabalekelani nje wena mama lokhu khuluma ngamasupport nje

  • @ThembekaKubheka-z8u
    @ThembekaKubheka-z8u 5 місяців тому +1

    Kodwa Siyabonga khehla ukuthi ithonga lisinika Wena singabantu bomoya siyafundiseka kakhulu inkosi ikubusise

  • @beautymakaula4684
    @beautymakaula4684 Рік тому +1

    Ngiyabonga baba ngiyaqala ukubona ngikuzwa kwiradio 🙏

  • @andilemzolo5222
    @andilemzolo5222 7 місяців тому +1

    Babumkhize unjan mkhulu ngabe uyatholakala yini egoli mkhulu

  • @sukoluhledube9030
    @sukoluhledube9030 Рік тому +1

    Sawubona mkhulu, mina ngisacela ukuchazelwa ngephupho lami ngiphuphe ngikhipha amasaka amhlophe ephelele ngiwadonsa emlonyeni angazi kuchaza ukuthini lokhu😳.

  • @NASIPHIMARIDI
    @NASIPHIMARIDI 11 місяців тому +2

    I believe this,I always see it in my dreams,it feels very familiar when I start getting flashbacks

  • @GogoGladys
    @GogoGladys Рік тому +1

    Wow ❤

  • @ayandamakhoba-tm1oy
    @ayandamakhoba-tm1oy Рік тому +1

    Hawemah 😭😭😭😭😭😭 Ngaze nganestress

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому +1

    Makwande Khehla. Syabulela kakhulu 🙏

  • @janeduduzilengubeni-mp7ph
    @janeduduzilengubeni-mp7ph Рік тому +1

    Siyabonga emlambo munye, nami ngithemba ngizosizakala

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi2318 Рік тому +1

    Akacingi u Baba.umazisa into eyenzeka.maye abasekho ababona ngalendlela.chubeka Baba.

  • @andyxandyx
    @andyxandyx Рік тому +3

    🕯️👏🏾Ndlondlo!!!! 😊

  • @josephinengcapuka35
    @josephinengcapuka35 Рік тому +2

    Its the first time I’ve seen this iyooo I’m in trouble from where I come from to my kids also

  • @pearlmasondo1248
    @pearlmasondo1248 Рік тому +1

    Sawubona Dr bengicela I number yakho. Kunephupho engifisa ukuthi silixoxe.

  • @mveliVincentntini
    @mveliVincentntini Місяць тому +1

    Baba umkhize nginenkinga lana izinto zami azilungi ngifuna umsebenzi angiwutholi kodwa izinto nginazo zokusebenza kodwa lutho baba azingilungeli

  • @lindiwentsollane7683
    @lindiwentsollane7683 Рік тому +1

    Siyabonga mkhulu ngomlayezo🙏

  • @innocentiamamarega4368
    @innocentiamamarega4368 Рік тому +1

    Next plz siyabonga

  • @dunanokhala1915
    @dunanokhala1915 8 місяців тому +2

    I can relate with this episode. Nam ndandi banjwe yi ntlwathi almost an hour under water. Keep up the good work bab Gcwabe

  • @BongiweNgwazi-j1k
    @BongiweNgwazi-j1k Рік тому +1

    Ngicel kbuza ungangisiza ngenamba yamkhulu mkhize

  • @ManziniMosia
    @ManziniMosia Місяць тому +1

    Emakhosini
    Can I ask where is makhosi located ? I really need to come only a person with abalozi can consult me

  • @simonsez5189
    @simonsez5189 Рік тому +4

    Been searching for this for long time wow I miss always on sabc now I found the episodes thank you so much

  • @LorrianeMolefe
    @LorrianeMolefe 5 місяців тому +1

    Makhosi mkhulu ngithanda o kufika kuwe mina nghlale e goli e krugerdoorp ,nokuthi u kuhlola yi Maline ,nendawo yo kulala ma ku fanelekile ukuthi ngilale

  • @mzamotry4623
    @mzamotry4623 Рік тому +1

    Mina ngaya eMlambo munye🙄😅😜 all I can say is nani iyani niyeke liker nokuCommenta nokuLiker into eningayazi. Nizothi umasenibuya khona, bese sizobe sesixoxa ushuni owodwa sesiphumelele sonke😂. Masibonge!!

  • @xhosalowerskits961
    @xhosalowerskits961 Рік тому +1

    Camagu Tamkhulu🕯️✨🙏

  • @henrynxumalo6156
    @henrynxumalo6156 Рік тому +1

    Sawubona Baba ngicela I nobholo ka Baba

  • @zii_aura
    @zii_aura Рік тому +3

    Why can’t I download?????

  • @Ellendipitse
    @Ellendipitse Рік тому +1

    Thokoza khehla siyabonga ndlondlo

  • @gloriakuzwayo6415
    @gloriakuzwayo6415 Рік тому +2

    I went through the same situation I think I was 14 years old .I can get help so I can understand better

  • @zodwasibisi2761
    @zodwasibisi2761 5 місяців тому +1

    Ngicela ukbuza baba Uma uyintombazane washonelwa umama ugeza kanjani ngoba sayenza inhalambuluko

  • @BusisiweSibisi-c8m
    @BusisiweSibisi-c8m 6 місяців тому +1

    Baba uMkize ngiyafisa ukufika kuwe ngicela indlela yoxhuman nawe

  • @melusimaxwell8163
    @melusimaxwell8163 10 місяців тому +1

    eyi nginalenkinga ekanjena madoda ingikhipha eskoleni

  • @bhekinkosidlamini9000
    @bhekinkosidlamini9000 Рік тому +1

    Mkhulu ngicela ukubuza namuhla ngivuke nephupho . Ngiphuphe ngiseduze nenja emnyama eyinkunzi ingijabulele kodwa kuthe bumini yabe seyifuna ukungiluma. Kwanomuntu oyibambayo kodwa akazange avele ukuthi uwubani ngibone umphalathi womzimba wakhe.

  • @thobilemfakadolo6121
    @thobilemfakadolo6121 20 днів тому

    Umawekaya upupa esetengile iketile yombane😢 ingabe sengezan

  • @NkanyisoJoyful
    @NkanyisoJoyful 8 місяців тому +1

    Ninjan baba cela ukbuza umangabe uphupha usemanzi kuphume inyoka ebomvu ifuna ukukuluma kodwa ulwe igcine ingakulumang ibuyele emanzin ikubuka ngisho isiphakathi,khona lapho ngathi ubuhujwa amasosha,kodwa futhi wona agcine esekhulum nawe kahl elalel wena ,eze ethi ayi cha unolim mase uyaphapham ngabe kusho ukuthin 😢

  • @KefiloeUnificentMokwana
    @KefiloeUnificentMokwana Рік тому +1

    Uthi ubaba sikhanyise amakhandlela sisebenzise amanzi.which colour yekhandlela and Uma usucedile ngamanzi wenza njani ngawo Kanye namakhandlela uyawayeka aphele noma Uma uceda ukukhuleka uyali cima

  • @LoloNkosi-tn8ci
    @LoloNkosi-tn8ci 9 місяців тому +1

    Thokoza baba ey hurt broken

  • @SindiswaSindi-i2h
    @SindiswaSindi-i2h 10 місяців тому +1

    Mawugula nje baba kukhona izinto ezenziwa kuwe uyasizakala

  • @SophieMpofu-y7s
    @SophieMpofu-y7s Рік тому +1

    Baba ngicela ukubuza ngingasizakala kanjani ukuvula maphupho ngoba Uma ngiphuphe ngivuka ngihlowe....sengake ngadla lamagobonko lutho ukutshitsha

  • @abundancemanyaka5221
    @abundancemanyaka5221 Рік тому +1

    Thokoza Gogo. Thank you for sharing 🛖 😂🙌🙌🙌💫💫💫🙏🙏🙏👏👏👏

  • @ElsieMathebe
    @ElsieMathebe Рік тому

    I need help to mkhulu

  • @TeresaMothokwa
    @TeresaMothokwa 2 місяці тому +1

    Sawubona mkhulu mina ngicela unumber yakho ngifuna uncedo ngenganeyam uqale ukugula esemncane manje una19 akulungi baba

  • @GloriaMasinga-f3v
    @GloriaMasinga-f3v 10 місяців тому +1

    Thokoza umkhulu bengicela I number otholakala kuyo

  • @NobuntuXameni
    @NobuntuXameni 7 місяців тому

    Babu Mkhize ufumaneka Phi mna ndiseCape town ndinonyana ekuphela kwakhe oye waphazamiseka engqondweni efunda kude kube ngoku sekuyiminyaka eyi14 ndiyafuna ukuza kuwe kudala ndihamba

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Рік тому +1

    Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko?

    • @gxabanenc764
      @gxabanenc764 Рік тому +1

      What does God the creator say about the Ancestors

    • @sabelosibisi313
      @sabelosibisi313 Рік тому +3

      Singezwa ngawe uma ake wafika kuwe wakutshela.

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 Рік тому

      Sewufuna ukusitshela ngento owayifundiswa yibhayibheli nentshumayelo yase nkonzweni yakho.
      Ngiyathemba sewake wamphupha uJesu.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Рік тому

      @@sizwevincentnxumalo1639 Kodwa awuphenduli umbuzo wami olula Zwide, ingabe loko kusho ukuthi aniyazi impendulo?

    • @sabelosibisi313
      @sabelosibisi313 Рік тому

      @@vusimngomezulu2500 nawe awuphenduli ukuthi useke wafika yini kuwe wakutshela.

  • @siphamandlavilakazi9398
    @siphamandlavilakazi9398 Рік тому

    Yini 'ndima kamalume?

  • @AzolaKulani-de8po
    @AzolaKulani-de8po 6 місяців тому

    Umkhulu lo ufumanekaphi?

  • @busiselepe4677
    @busiselepe4677 Рік тому +1

    Sawubona. Baba. Mkhize ngicala. ..ukubuza. Ngelinye ilanga baba. Mkhize. Ngaphupha. . ukhokho. Wami kodwa angimazi. Ngimazela. Ethongweni . .engibonisa. Amabhaiyi.. wathikimi. Ngeke .ngithwasiswe. Umuntu. Ngiyothwasiswa. Uyena. Ngangifake. .ubuhlalo. Wafika .ethongweni wathi Kimi sengingabukhipha. Ubuhlalo. Manje mangizwa kuthiwa. Umkhulu. .kababa . .wahamba. nomfula

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 Рік тому

      Hamba uyophahlela lento owayiphupha uyibhekise kulokhokho khona uzokuqinisekisa kahle.
      Bese uqhubeka nalokho azobe akulayela kona ngendlela yakhe

    • @nwabisangcefe8912
      @nwabisangcefe8912 Рік тому

      Thokoza mkhulu 🙏 ufumaneka kuphi njani

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 Рік тому

      Ubaba VVO utholakala kwakhe emlabo omunye.
      Navigate umsamo institute or phone kelezinamba atholakala kuzo.
      Mina angisiyo inyanga or umthandazi. Nginolwazi nje olufishane.
      Noma thola oseduze nalawukhona akulekelele.

  • @sindymoyo1098
    @sindymoyo1098 Рік тому +1

    Thokoza mkhulu labogogo bengicela inumber umkhulu ofumaneka kuyo 😢

  • @BabobonginkosiGumede
    @BabobonginkosiGumede 4 місяці тому

    good

  • @josephinengcapuka35
    @josephinengcapuka35 Рік тому

    Need help really who iam what to do

  • @LiyemaSidzamba
    @LiyemaSidzamba 3 місяці тому

    Uja ugeza nge qamda nobisi ulihlanganisa nani

  • @tieozmngoma7002
    @tieozmngoma7002 Рік тому

    Sawubona baba ngiphupha ngisemanzini noma ngitshuza ngivele kwelinye izwe nengubo yengwe Black n White kodwa bathi angizelanga ukuzothwasa kumele ngingene emanzini.nginento engihamba esiswini.ngiphupha amanzi a website kodwa ngisabe ukungena

  • @happinessradebe7615
    @happinessradebe7615 Рік тому

    Guys simthola kanjani ubaba mkhize?

    • @nhlanhlashaun
      @nhlanhlashaun Рік тому

      Google umsamo institute uzothola amadirections

  • @nonhlanhlandhlovu6812
    @nonhlanhlandhlovu6812 Рік тому

    Hie kuklu please help I'm spiritually gift but people help me but don't finish help me please help me kuklu

  • @ZaneleMotaung-or7wr
    @ZaneleMotaung-or7wr 23 дні тому

    Sawbona baba ngiqela i number yakho i really want to connect with you

  • @thulimngomezulu7789
    @thulimngomezulu7789 Рік тому +1

    Kuhle ukwazi ngemvelaphi nangommongo wesintu sethu

  • @ThandekaKhomo-x1e
    @ThandekaKhomo-x1e 8 місяців тому

    Sawubona baba ngicel ukibuza ngingayithol kanjan number yakho

  • @mogalekganya
    @mogalekganya Рік тому

    Haze haba maningi amathambobo

  • @bonganioliphant567
    @bonganioliphant567 Місяць тому

    Ngicela ne number yakho Baba dingu Bongani

  • @MantoaCheela
    @MantoaCheela 9 місяців тому

    Sqwubona Baba
    Ngicela i address

  • @NombuleloDumela
    @NombuleloDumela 4 місяці тому

    Bengiceli number lapho atholakala khona ubaba womsamo

  • @bonganioliphant567
    @bonganioliphant567 Місяць тому

    Thokoza baba igama ngu Bongani ndicela uncedo nfinetyala enkundleni lamatyala le extortion cela ungisize baba ngise upington kwaye ndigxothiwe nasmsebenzini

  • @ElsieMathebe
    @ElsieMathebe Рік тому

    Uthola Kala njani mkhulu

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 Рік тому +1

    Please upload more episode's 🙏

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 Рік тому

    Enkosi bawo

  • @lufefemkwane3969
    @lufefemkwane3969 Рік тому

    Siyabonga ngeCatch up kukhona amaEpisode engawageja🙏🙏

  • @ThokozaniCelaniMngomezulu
    @ThokozaniCelaniMngomezulu 8 місяців тому

    Ngicela ukubuza ngivuke nephupho lithi ngabona inkomo lenkomo ibolile kusuka imikhono kwehle nomzimba wonke kodwa ikhanda liphila emlonyeni wakho kwaphuma izwi lomuntu lithi nakhu la engaphelela khona

  • @fikilelanga2850
    @fikilelanga2850 Рік тому

    Baba ngicela ukubuza ngingasizakala kanjani ukuvula amaphupho ngoba uma ngiphupha ngivuka ngikhohliwe

  • @siyabongashoba1699
    @siyabongashoba1699 22 дні тому

    Quick side note; Akuve kukuhle Emlambomunye kodwa.

  • @sihlentuli9758
    @sihlentuli9758 Рік тому

    Thokoza mkhulu

  • @thobilemfakadolo6121
    @thobilemfakadolo6121 20 днів тому

    Camagu

  • @mza472
    @mza472 Рік тому

    His a clean sangoma.

  • @janeduduzilengubeni-mp7ph
    @janeduduzilengubeni-mp7ph Рік тому

    Inkinga Yami enkulu angisebenzi mangiwuthola umsebenzi ngiyaxoshiswa nomakuthiwe uphelile umsebenzi, mangizothola umsebenzi ngiphupha ugogo umama kamama wami angipha imali asho ethi eyokugibela ngiye emsebenzi, nangempela ngizobizwake ngiyosebenza kodwa awupheli unyaka, njengoba ngingasasebenzi wafika futhi ugogo wathi ngizisebenze ngekengihlupheke wangipha I business manje anginayo imali to start I business lami , ngapha angishadwa kodwa indoda mangihlukana nayo ifike ishade phambile nendlu Yami ayiphumi ngingasho ngithi izinto zami ziyashabalala nje angi understandi impilo engiyiphilayo kodwa izintsebenzo zemboni ziyangilekelela, ngoba nakubgiyaphila ngicela usizo Zulu

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 Рік тому

      Why ungawubongo umsebenzi kugogo ngokuthi umenzele umsebenzi.
      Lebhizinisi okumele ulicale nalo lifuna uyoliphahlela kuye kuzokhanya.
      Kodwa nje okwakho kulula ngoba ugogo uyazikhulumela bese wena uyamkhohlwa.

    • @janeduduzilengubeni-mp7ph
      @janeduduzilengubeni-mp7ph Рік тому

      @@sizwevincentnxumalo1639 ,hi size ngiyabonga mangiwuthola kodwa unyaka awupheli ngisasebenza , ngesinye isikhathi ngikhulunywa kabi besengiyaxoshwa.

    • @sizwevincentnxumalo1639
      @sizwevincentnxumalo1639 Рік тому

      @@janeduduzilengubeni-mp7ph Inkinga sekungaba ukuthi uwenza kanjani ube uwenzela kuphi. Uyamdinga umuntu ozokucathulisa.

    • @samuelmbokazi2318
      @samuelmbokazi2318 Рік тому +1

      Ngiyacela ubonge uma kulunga manje.kimi kwenzekile ngawuthola umsebenzi.ngayithenga imoto yalimala kathathu.wasukuma Baba.bathi yamkhulu ozala umama.alaziwa ithuna lamkhulu washona ngo 1972 mina ngifika 76.ngakhuluma naye mama ngamcela ukuthi amazise mkhulu imoto yafika kimi.mama wedlula naye 1995.ngifunda Std 9.loku kwe moto ngiyithenge 2007 yalimala 2010 yalimala futhi.2011.naku okuhle ngayakha indlu yamama 2017 April 2018 April kwakhiwa eyami I developer e ermelo 29 may ngangena 16 october kwaphuma i bakkie Np 200.kuzolunga.

  • @ElsieMathebe
    @ElsieMathebe Рік тому

    I need help to mkhulu

  • @MvuseleloMcabango
    @MvuseleloMcabango 4 місяці тому

    Sacela kubuza ngiphuphe ngilungisa imoto yomlungu

  • @thembelaninicky8807
    @thembelaninicky8807 4 місяці тому

    Thokoza mkhulu