shame akazazi lo sisi yena uyafuna ukuthatha lesithwalo uma ngilalela yisono shame ngomzali wakhe ongu mama wakhe no mfo wabo asikho isithwalo esihle sonke sino umvuzo
Bhuti siybonga ukusiphathela kahle uhlelo but cc amaga lento oyikhulumayo ubuyazi yonke lento ebiyenziwa ubaba wakho usuwenza sengthi ubungzi musa nje ukuzenza gcono ngomzali wakho ongumama wakho pho hyi suka
Mfoka Mancinza kancane.. uyayinemba le show. Ayingiphuthi.
Wht does it profit a man to gain, the world, and loose his/her soul, shiya phansi cc, God will provide for u
Aniyeke ukufebe bosisi, sukumani nisebenze nisize amadoda enu hayi ukulala nenye indoda because loko kubanga izinkinga emshadweni. Impilo iyabekezelwa ngokubambisana lendoda ibisidinwe kakhulu.
Sawubona,we Baba ninjani hayi Thina, Siyaphila.
Uma ufuna i nhlanhla ye mali yeka, ucansi.
Asibonge ❤
Dankoo...
Usho ka nje
Luyekwa kanjan bhut wam ngfuna ukuliyeka😂😂😂
Abantu beslisa bengafa😂😂
😂😂😂😂kushuthi ayiyekekeke inhlanhla ihlale kubangani bayo ngoba ayingifuni mina
Ewu okokujabulela inyama yenkukhu😭💔 saze sahlupheka ezweni
Cabanga into yakudala kodwa usisi asayikhumbula😢
Yazin a whole chicken…asisebemzeni bosisi 😭😭
USisi akazazi Ukuth udingani! What I think is uSisi ufuna isithwalo esisha hhai esikaBabakhe. Money is addictive yooo
Isthwalo nje sisi sohamba hamba sifuna unikele ebese ekugcineni nawe uyashona. Advice yam shiya lezinto uthole melaphi wendabuko ongahlambulula mawakho ngendlela eqondile engathi bebengabuyisa mawakho kuvele kube uyena ozoba dlozi elihle. Kuyabekezelwa ke uma kulungisa muntu owathwentshulwa. Ungasithathi isithwalo akuzukuphetha kahle.
Hhayi zinzima leziNdaba siyafunda siyabonga Nondaba Mancinza
Kulukhuni
Ayiih usisi akazazi uyavuma aphinde aziphikise coz methi ufuni izinto zivuselelwe kodwa ayiih ngalendlela eyenziwa ubaba wakhe kuyafana kusa ukuthwala loko
Ngyabingelela king Scaka ngangicele izinumber zomunye ubhuti owafika la ezokhuluma ngmnotho wakhe ayewenza ngemali yabantu abacela imali emgwaqweni eyisa kumasulumane ngsacela futhi inumber yakhe
Presenter mina ngicela skincare routine yakho ngoba iface yakho is glowing sibili.
Uyagquma/uyafutha
Kwase kufanele abulale wena wanqaba ukuk bulala wena ngoba wayekuthanda njenge ngane yakhe.
King Schaka ngyakthanda bhuti❤❤❤
Ngiryt ngingalazi ibhodwe eliconsayo . Nkosi ngicela usisize thina esikwaziyo ukuphila ngokukhona okungekho akukho samukele
Ubabu Shembe angakusiza. Ngisho unyazi lwezulu
Hey bhuti ngikubonile kumkhokha uyi security lika mvelase power to that unkulunkulu akubusise 😍
Waze wacabanga into enhle lontombazane nkosiyami UNkulunkulu abenaye ambusise ❤
Waze wawum deed losisi. Ngidideke ngiphelile, futhi ngathi I'm not the only one
Muhle msebenzi nondaba syabonga 🙏❤️
Awuuu ubuthakathi obungaka, ungaqalisi wengane izithwalo zenyoka nemikhovu wozithini usasemncane kakhulu
Mina nje ubhuti schaka I crush yami😂😂❤
Ngiyamuthanda shem nami bhuti Chaka shem😅
Same wats up group😅
Uyabukeka yena😊
Bafazi😂😂🚮🚮
Ungamsi kumkhulu Gasa ayikho indaba yakhe yiqola kunye nabafanabakhe abakwethusalayo if kungahambanga kahle wahamba 20k ngawunika ugasa kwasike kwawesi empilweni yomi 💔😭😭😭
King ,i have been waiting for you.❤
We sichaka ngane yakwethu ,ake ngikuchome uphaphe legwalagwala mnewethu … uhlelekile ngane aykwethu 10/10 izinga loku interviewer ,angisayiphathi eyengezo!
Mihle imibuzo ku mfoka Zondi ucc akakozazi kahle
Izono zabazali ziyowela ebantwaneni😢
I lokho nje okubuhlungu ngoba izingane azenzanga lutho
Wee sisi yeka leyonto awuzu kuyimela njalo uma isifuna igazi ungenalo izokuhlukumeza ufise ngethi wavele wayeka lezinto zaphela. Yeka zitshabalale akuzona ezakho njalo awuzi sebenzelanga kanzima. Kungcono ukuhlupheka u clean ungathwele kuno kuhlushwa yisithwala ngoba kwayona injabulo ngeke uyithole nango lulodwa usuku lolu. Funa usizo bakugeze uyeke ukukhalela izinto ezingazona
Ayikho into ethi imali yimpande yesono........UTHANDA IMLI YIMPANDE YESONO....the love of money it's the roots of all evil
Madoda sebenzani nondle abafazi ni ngaze nondlelwe ngabomakhelwane bese nithi abafazi yizifebe benziwa yini yondlani abafazi Madoda
No comment. BHAMBATHA KAMANCINZA BAYEDE NGONYAMA. This storie it's complicated due to the reasons behind of which it can't be a punishment because your momo slept with your rich neighbor. Ukuthwala ukuba isahluleki udayisa ngom9hefumulo wakho bese wenza noma yini oyitshelwa usathane. Kwaze kwalula ukwahlulela, ngyacela bantu bakithi ke siyeke ukuthuka ukubiza abantu ngamagama angasile asinalo lelolungelo futhi sesiyijwayele lento yokuthukana lana emzansi. Iyaphoxa inhlamba.sengathi lomntwana angasizakala akhulule umzali nomfowabo. Aphinde ingene imali yezitolo namatekisi angapheli kodwa angathwali futhi angasiqhubezi isithwalo sikayise. Bheka wabulala unkoskazi nengane kodwa naye akasekho. Mhlampe ngaba baphila bonke if waxolela unkoskaz wakhe wamnikela kusomandla nakwabadala. Hayi ukubona kmele athwale ngoba ethi uyziphindiselela haibo ubaba kasisi wayevele enentwalo mindset. Ngeke uxabane kumbe ucasuke then uthwale ngaye bese uthi ubumlaya ayikho leyonto. Umlisa lona wayevele enentwalo omqondweni wakhe so wathola ithuba lokwenza lokho ayezokwenza ngisho umama wekhaya engazange avakashele umakhelwane ongaswele. Yabona isono esikhona ukweswela, maweswele wenza nento ongekenje uyenze empilweni yakho. Imilo ikwenzisa yonkinto umsanganonje. Mina manje ngibona engcono umthakathi konamuntu othwele. Bayakhula abathakathi abathwala kulezinsuku basheshe bafe ngesihluku. Mulamuleleni lomntwana bagcotshwa abahke benkosie. Syabonga BLAQLIFE TV producers and your presenters. NONDABA SCHAKAZZZZZZ khuphukani nozakwenu bayavutha these days syathoba syethaba syakhula kanyenani GAGASHE❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Nithanda izinto webantu abamnyama ukuthwala senakwenza ifashion masenixakekile bese nilokhu nizofuna usizo la niyacika
Hayi ayikho inyanga engathwalisa umuntu odideke kanje ongazi ufunani
Sanibonani msakazi omuhle siyabonga siyafunda kakhulu ngcela kubuza kuthi kubalaphi bendabuko kuthi lezilwathe okuthwalwa ngazo zibuyaphi noma kujike kube ilabantu abafa bethwele bese bayosebenzela izinyanga babayimikhovu?
Lo sister she's confused but the love of the money pushed her to do evil deeds
South Africa is are movies crc 🤣🤣🤣🤣
Kanti awusamemi ngani umkhulu gasa echaze kabanzi ngenkinga yomuntu ekugcineni kwe video
inotho uyayifuna, kodwa ukuthwala awukufuni, kodwa inotho leyi yabuya ngomama wakho.....
Yooh ayi sisi wena uzothwala ngobani ke wena uyisidwedwe nje umama wakho pho kuzwakala ngathi awunandaba nomama wakho
Ufuna ubcwebe besthwalo kodwa awusthandi ayiiiii kusho udidekile😅 umhlaba kathixo usungcolile yizipiki nemkhovu esabalele wonke lomhlaba salusbuya mdali ngathi kusinde kuyehlela
Awu kunzima ukuba umuntu wesifazane
God is everything gal
Khona okungahlangani kahle kesi story.....namanga akhonyana. Bathini abantu bakwamawakho uma evele enyamalala
Puma kuleyonto yokuthwala ngomuntu zogcina ngokufa kwasawena masekuphele abantu ababezoba yisihlabelo umncebo wegazi lomuntu hambozama I business,songamane uthengise esitaladini kunokufa
If unazo iyngane sisi uyazi ukuthi nesakho isthwalo sizodla bona
Uneminyaka emngak mhlampe cc musubona engat ngeke usaqashwa
First comment
🎉🎉
LUQA 🎉🎉❤❤❤
Noma ungazama kangakanani ngeke umenelisa umuntu wesfazane
Wena hamba kuyovuselelwa isithwalo, ngo Baba wakho avuswe ethuneni akusebentele finish n klaar
UNdodakazi uzoqhubeka nesithwalo kodwa uzokwenza ngeyakhe indlela ngimuzwa ekhuluma nje uyaziphikisa yingoba useyazi nendlela azoyisebenzisa yokuthwala usesaba ukuphumela obala
Phuma esithwaleni kinzima lento, ihlule namadoda.. Uzozisola... And once u in ngenile ngenile cc😢 nhlupheko ayikaze yabulala.
Amen
Mama uyathandaza ngapha uyafeba ngapho yoooooo
😂😂😂😂
Yazi nami ngiyaxakeka,Usasho kanjani ukuthi umawakhe wayethandaza kodwa eyochukuluza umakhelwane😂😂😂
The revelation spiritual home izoksiza free
U cc phantse wangidida ukuthi I wonder yena uzovuselela ngabani or unengani ngiyazibuzela Kuba ubengidida cleast zewangena e pointini phuma cc kulento
Sicela bebuye abantu bezobonga uma belutholile usizo ukuze sizobona ukuthi umkhulu usebenza ngempela
king schaka ngathi muhle nje losis yooo ugcwele nje ngiyabon kuth hhay uyabab
Sis sikhona sishimile singakwenza umuntu ebantwini impilo iqubeke,
Ngavele ngakhumbula iculo Umama ujole next door ayi umama wami uyajole next door 🚪😂Kuhlekwa noma kufiwe
Uqhubeka nezinto zikababa kushukuthi nawe usungumbulali ...nawe uyobe usufana nobulele unyoko
Gqubeka nezinto zika baba sisi.akusasizi azilime ziye etsheni
Ngyaybona lent yalo cc ufisa kuyeka lento yesthwalo kodwa lomcebo okhona ungashabalali
Kuzoba nzima cc bcs usujwayele impilo encono enemali, manje uzophundleka ubukwe izwe
Cc wehluleka ukubuza ukuthi uphi, uma? Lawe kukhona okukhulu ikwaziyo.
Izani kuJeau bantu.
Uzobulala banike wena awusho uzozala izingane bese uthwala ngazoni ithi into yakho
Hybo ubungazi kanjani ukuthi abantu bashonaphi
Abantu base KZN Ni Thanda uku Twala Na matekisi
We mfoka Luqa lezinyanga sezikunike okokugquma nokokugcoba yini, nakhu isifazane silokhu sikhale ngawe la ku comment sithi umuhle abanye bathi uyaglower aibo wendoda
Yoooo kwaze kwanzima
USisi wahamba nomlisa beya emazweni, bangenza lutho!??😮😂
Hai ngane yomntu andikubeki cala wakusitha ngezilwane ubabawakho
She is confused shame buyela enhluphekweni yakho sis finish
Take god cos isazofuna i sacrifice kuwe
Speechless
Revenge is never been a solution good people so sad😢😢😢
Qhubeka nesonto uthandaze cc isthwalo sizokuhlupha ufe nawe inhlupheko sidalelwe yona
Hau sisi manje wena usuzobulala obani manje ngoba ufuna ukuqhubeka nje nalento ebulalayo
shame akazazi lo sisi yena uyafuna ukuthatha lesithwalo uma ngilalela yisono shame ngomzali wakhe ongu mama wakhe no mfo wabo asikho isithwalo esihle sonke sino umvuzo
Luqa mfwethu zinzima lezindaba
Wenza kahle baba wabulala udoti lo
Walahla ithuba wena sisi ubaba wakho enemali wangafunda usebenze manje uzothini vele thwala wena usiyeke
King Schaka✊🏽🤛🏾
Lo sisi is lying… kunganyamalala uMah wakho noBhuti wakho uthule nje ungasho lutho ungabuzi lutho
Shame akazi kuthi bayambulala bemenze umkhovu akuna mama ozabuya laa
Present
Hie kodwa lo sisi khona into engahlanganii ngek uhlal ungaz kuthi Uma wakho ukuphiii never
Ay nami iyangidida lento
Mina sengyafuna ukuthwala Koda manje
Phuma impela kulezinto isphetho asisihle
Wenza kahle athwale ngesifebe😂
Yenza okuzokusiza cc mina
Kodwa cc wafuna ukuzi faka obishini jehova🙆
Lo cc istory asihlangani kwayena akayaz into ayikhulumayo
Sisi Lona akazi kuthi ufunani msakazi myeke ahambe
OMUNYE ofuna ukuthwala hayi ndiya nqaba blaqlife tv lenqubo ngeyani kanti ngeyo tshintsha ubomi oh ngeyobuyela kubo which means you will last 🤣🤣🤣🤣
Nxa awuzazi ukuthi ufunani usimoshela idata
😂😂😂😂😂
King Shaka you confusing yourself she came here for help
Yoooh😮😮
Bhuti siybonga ukusiphathela kahle uhlelo but cc amaga lento oyikhulumayo ubuyazi yonke lento ebiyenziwa ubaba wakho usuwenza sengthi ubungzi musa nje ukuzenza gcono ngomzali wakho ongumama wakho pho hyi suka
Ayi alikho iqinisa lana😂😂😂
Lo sisi mna ndimbona edidekile akazazi ukuthi Makenzie ngempilo yalkhe
Usisi akathathe isithwalo