Abantu Abanenhlanhla

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 2 гру 2024
  • Siyabonga kubo bonke abantu abaphumelele kwiMbizo Yesintu ebisethekwini ecathedral

КОМЕНТАРІ • 34

  • @pealelanipear3286
    @pealelanipear3286 2 роки тому

    Ngibingelele mbanjwa siyacela sengathi ingaphinda futhi ibikhona enye imbizo 🙌 sidle amaningi esakeni kuzo zonke izihambeli ebekade zikhona...sengathi nesikhathi singaba siningi siyabonga

  • @bamphikabamazi3265
    @bamphikabamazi3265 2 роки тому +1

    Hi bro thanks for the knowledge 🙏🏿🙏🏿even though you crusifing who not dwelling in kzn with your strong Zulu 😅

  • @sphamandlatrevor2495
    @sphamandlatrevor2495 2 роки тому

    Kwaphela iskhathi ngsathi ngyabuza Nami baba

  • @nathimbatha3045
    @nathimbatha3045 2 роки тому +1

    Ngiyabonga mina ngiyazi siqu sayo impunga yesintu kanti futhi ngifisa uNkulunkulu akugcine emhlabeni nezidalwa zakhu zikuphephise siyakudinga kakhulu.

  • @songezondakayi3511
    @songezondakayi3511 2 роки тому

    Ngiyabonga kakhulu Mpunga Yesintu ngokufundisa ngeqiniso. Kungijabulisile ukuzwa ukuthi izintlelo zembizo egoli ziyaqubeka

  • @ritamtolo3497
    @ritamtolo3497 2 роки тому +1

    Siyabonga sibusisekile izolo izandla zidlula ikhanda

  • @menelismthembu9044
    @menelismthembu9044 2 роки тому

    Sengilinde irecording 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌 Sibonge

  • @sphamandlatrevor2495
    @sphamandlatrevor2495 2 роки тому

    Sengikuphuphe kakhulu mpunga kulokhu kokuncina mekungathi sibawu 4 umuna nawe nobaba ababili oyedwa seke ngamubona kwimpunga oyinazaretha kungathi singasekhaya sihamba sikhulekela abantu wena uqhoke isandali esithanda ukuguga kuthe kusanjalo kungathi ngihambile ngaze ngafika lah kukhona inkosi Yama nazaretha or umshumayeli kungathi sikhuluma ngawe ngine nhlanhla enkulu lidekakhulu baba

  • @mogalekganya
    @mogalekganya 2 роки тому +1

    Siyabonga Mpunga, liqiniso lelo lababalaphi bendabuko abashuta imali ontaba kayikhonjwa siyabazi baningi lapha kuyuTup amascam abaqambi bamanga izikhohlisi kaze banawo amathongo bona labobantu😴

  • @khanyisanimanqele9896
    @khanyisanimanqele9896 2 роки тому

    Wangihlekisa ngezangoma zokuzakhela eGoli...

  • @mdkhumalo130
    @mdkhumalo130 2 роки тому

    Ngikhona mina Mpunga

  • @thabaningema6847
    @thabaningema6847 2 роки тому

    Ngiyabonga Mpunga ngolwaz osipha lona bengibambekile emsebenzini kodwa ngiyafisa ukuba khona kwelandelayo God bless you

  • @sphamandlatrevor2495
    @sphamandlatrevor2495 2 роки тому

    Mekumunandi baba

  • @nomsazikhali4882
    @nomsazikhali4882 2 роки тому

    Hayi wayibeka baba u Mlekeleli injalo uthi imana efihliweyo

  • @rebeccanonhlanhlandlovu6561
    @rebeccanonhlanhlandlovu6561 2 роки тому

    Siyabonga kwi Mpunga yesintu sekukuningi engikufundile. Namhlanje ngivele ngazibusisa ngezincwadi ezintathu sengizoshoda ngethi indlela yesintu nondodana sengomnika uma ngiqeda. Siyàbonga

  • @sithembisoncube9359
    @sithembisoncube9359 2 роки тому

    Siyabonga mnewethu inkosi isigcile wena silulindile lolosuku oluhlelayo lokuba segoli siyabonga

  • @lindokuhleschomane8984
    @lindokuhleschomane8984 2 роки тому

    Impunga yesintu yiwenzi wonke loyo DOTI😊👌

  • @shadrackchika2335
    @shadrackchika2335 2 роки тому

    Siyabonga Mpunga Yesintu

  • @siyabongazulu6231
    @siyabongazulu6231 2 роки тому

    Yebo mpunga yesintu

  • @labanisibiyanina4129
    @labanisibiyanina4129 2 роки тому

    Yebo Mpunga

  • @sabelosabza7968
    @sabelosabza7968 2 роки тому

    Impunga syabonga kakhulu

  • @talentmakhanya281
    @talentmakhanya281 2 роки тому

    Mpunga!! Kanti uxoxa kangaka lol

  • @nondumisohlongwane4361
    @nondumisohlongwane4361 2 роки тому

    Siyabonga Mpunga yesintu ngolwazi oliqiniso.

  • @ritamtolo3497
    @ritamtolo3497 2 роки тому

    Siyabonga sivunile kakhulu 🙌🙌

  • @thabanimjoka6757
    @thabanimjoka6757 2 роки тому

    Eww baba Mpunga yesintu ngyaxolisa bengifisa ukuza kuMbizo kdwa kwangenzeka ngiyafisa engathi ungenza futhi enye maduza...

  • @juliontladi4190
    @juliontladi4190 2 роки тому

    Ngiyakhuleka mkhulu nize ningasikhohlwa e Goli i t shirt yempunga siyayicela nayo

  • @thandydlamini8377
    @thandydlamini8377 2 роки тому

    Yebo baba sikhona 🙏🙏

  • @gracesimelane3567
    @gracesimelane3567 2 роки тому

    Yebo Mluma sikhona,sizoncela ulwazi

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 2 роки тому

    Iyoh! I missed out

  • @DukeOfEccleston
    @DukeOfEccleston 2 роки тому

    👏👏

  • @sifisombatha8427
    @sifisombatha8427 2 роки тому

    Yebo mpunga sikhona

  • @zanelejoy5355
    @zanelejoy5355 2 роки тому

    Sawbona!

  • @yondiu1
    @yondiu1 2 роки тому

    👋🏾