We Khehlelezi wena aybo boy ubani omncane wabaleka wacasha ngezibhedlela nabantu abancane wacasha ngobunyanga, mf2 uqola abantu izimali zabo basazophuma abantu noma ungadinwa, kudinwe South yonke inina, Hhayi it's just the beginning it will end in tears
Mama yazi kusukanamuhla if u go to hospital bakulaphe but ugcine ushonile awutholi nex thats why we do not go for life n pay all what we have coz ukufa kwabekwa angeke ukubalekele
Sisi siyafana, futhi wena ke unesibindi sokube expoza ngoba mina ngesaba ukuthi bazaze bangenze ngihlupheke no bangibulale but it is true one you meet this two guys you take all what you have to them at the end wena uzoze uzihambele ngoba ungasenayo lemali ebayibizayo
Abantu bathanda izinto ezilula, bayanilaya bayithathe lemali anifuni ukusebenza kanzima nithanda imithi too much….Gede!!!! I hope she has learnt her lesson
Kuyomele aboshwe ukuqola abantu mina ngazi abantu abayizi ntanga ngemphele owokuqala u baba Dr3 no baba Mabalengwe bayahlonishwa labobantu nami ngiyaba hlonipha
We Khehlelezi wena aybo boy ubani omncane wabaleka wacasha ngezibhedlela nabantu abancane wacasha ngobunyanga, mf2 uqola abantu izimali zabo basazophuma abantu noma ungadinwa, kudinwe South yonke inina, Hhayi it's just the beginning it will end in tears
Dinga I jele njer khehlelezi
Helaaaa hlukanani nendumandumani yethu Ninaa mpaaaa yuuu niyamonyelisa ukhehlelezi nithengiwena
King Bhaka n Ntsika Zulu siyanibonga kakhulu ngokusiphephisa ezinjeni ezingo khehlelezi no dumisani zuma ozibiza ngo babu udokotela
Hay uyinsizwa Ntsika ngyak'vuma👏👏👏👏👏
Kanti istolo yini lesi mekthiwa kunespecial sesgubhu😮
NGUTSOTSI OMDALA LO MZO. BE CAREFUL. TSOTSI KHEHLELEZI
Kahle kahle wena mama awusaboni ukuthi kukhona into erongo yhooo imali engaka hayisuka nimathile gqithi
Baphela abantu💔💔💔 amaqola. Abantu baka Nkulunkulu bayabhubha ngenxa yokuswelwa ulwazi....
Bafuna fame njer lezi nyanga mbumbulu😂😂
Uyisigebengu u Khehlelezi udle nezethu.sigugile kulungile mfana bazokuthola abafana .nawe
Uyisigebengu wena khehlelezi ndina
Ave nidlala kodwa ngemali bafwethu mina ngiswele ngisho eyokulungisa umuzi kaBaba
Hheyi mfethu nami
Amablocks aduve egcekeni ilokhu ngawathenga Dec kodwa kunabantu abathatha imali bayoyinika abathakathi
@@bongadludla1485 mina ngidinga nje uthayela noma amashidi awu20 nje mfowethu mekunetha imvula silala simile ngeyinyawo kuvese kube phandle,ngyadumala mengibuka abantu bakithi bedlala ngemali sihluphekile mfe2
Hey niyayubeka indaba yokwakha ngoba imali singenayo lapho abantu bakwazi ukukhokhela oR100 wama thousands kwizinyanga
Esh washo mfowami
Mama yazi kusukanamuhla if u go to hospital bakulaphe but ugcine ushonile awutholi nex thats why we do not go for life n pay all what we have coz ukufa kwabekwa angeke ukubalekele
Yoooo,yekani ukudlala ngemali,ngabantu ababuya entluphekweni, Bantakwethu kunzima ukusebenza udelelwa ngabelungu,ninga vumi ukuhluphekiswa ngabantu
Muhle umsebenzi wakho Mntwana..may God Protect you kulezinyanga..mbumbulu
Nxxxxx uyasangana lo Khehlelezi uqola umuntu usezozivikela ngo Msangano
Khehlelezi must be arrest finish king bhaka he always tell them the truth
My sister read Malachi 3:10-12, Stay blessed
Mkulu. Uyamanga. Sondlala. Ngabantu. Yimbi. Lento. Uma. Ukwenza. Loko. Siyanzi. Ukuthi. Abaniki. Abakhuthanda. Anomona. Ngawe. Lungisa. Lento. Ufihle. Inzinto. Zakio. Inkosi. Iyabona. Kokhe🙏🙏🙏🙏
35k mara ngangizoya kwi vacation with my friend,ngithengele my mom umbhede
Eish kodwa kub'hlungu yazi. Kufana nalokhu okwayenzwa nguShiburi, bathi uban lo wase Malawi, oh uBushiri. Kwakhal'abantu ngempela naye.
Sisi siyafana, futhi wena ke unesibindi sokube expoza ngoba mina ngesaba ukuthi bazaze bangenze ngihlupheke no bangibulale but it is true one you meet this two guys you take all what you have to them at the end wena uzoze uzihambele ngoba ungasenayo lemali ebayibizayo
Abantu bami bayafa ngenxa yokuswela ulwazi kusho uNkulunkulu
Ayi ngeke sherm 😢😢😢kunzima lapha
Izibhedlela azakhi izigubhu 😮😂😂 azibizi muntu izinyanga ziya advertising hospital azi advertised😂😂
Wazidla ngempela imali umambane😊😊😊
kwayimfimfitha imali uswayini😁😁😁
U, khehlelezi Yi qola man futsek
Akukholwakali
Special sesgubhu ugijima ku MK manje ney pecial 😂😂😂
Ngisbekile iskebhe indoda iyobhoshela izithende njengenkomo
Cha u Dr K uyiShlama uyiNja uzicabangela yena but now imujampele, nale Skelemu ewu Baba Dokotela
Amaqili akwazi ukuthwebula abantu ubone usuyikhiphile imali ,,phephisa cc wami one inyembezi zabantu ziyomjikela 🤞🏼
Yey nkosyami badliwe abantu
Mkhulu buyela kwelakini kabulawayo sebekuthatha kancane laba bathengiwe ndumandumane shlahlasomu mdlebe❤❤❤❤
Uphuma kobulwayo yini Vele limenemene leli
Ayikho lento yakho mina ngaya khona eMahlabathini ngaphuma ngibona ukuthi leyanto iscam.
Scam senyanga ubuza ngempendulo😂😂
Aiii abantu abamnyama ngokulutheka kalula.basazoceba abantu ngezimali zenu
Ngilunge ngiyimi njeee okuphathelene nokhehlelezi kuyanyanyisa
Bhuti inkosi ikuvikele muhle lomsebenzi owenzayo abantu bakithi basinde kulamaqola izigubhu 6million wake wayibonaphi leyonto unkulunkulu usazobashaya bafelwe zingane zabo
Okunye okukhombisa ukuthi uyiscam, ukuthi uma utshelwa noma ubuzwa ngeqiniso uzisulisa ubuso uzinwaye ne khanda, bese ungaphenduli into ubuzwe yona, bese ukhuluma ngombedo wasesibhedlela
😂😂😂😂nje...
Uyabuzwa naye uyabuza😂 akaphenduli lutho
Esh nisazophela mama coz i can see unayo imali can't u invest oh just continue with your business n that is life
Isigebengu vele
Uyisi gebenga qga
Sekyosiza sona iskebhe 🤞🏽
😂😂😂😂😂
Uzomazi uYesu apho angakhona
Ucasulwa yini uKhehlelezi uma engenacala?
Jesu ngenelela
Tjooo saze saphela sithembile
Ezivela ku Nkulunkulu izibusiso zimahhala, zifika nges'khathi os'bekelwe umdali wezulu nomhlaba, futhi azizi nasizi.. thandani nje nina ubuthakathi niyoklewula unomphela
Sisi mna andinamali and moto yam nida ulungiswa but iinyanga zimkile nemali yam
Nani nithanda izinto niyalayeka
I gues it goes both ways,naba badlelwa iimali ngo-pastor,some girls raped and boys molested in church.Nabo bathanda izinto.
Waze wasivusa king bhaka
Abantu bathanda izinto ezilula, bayanilaya bayithathe lemali anifuni ukusebenza kanzima nithanda imithi too much….Gede!!!! I hope she has learnt her lesson
Ngelinye ilanga kuyomele aphendule u mzo ngakhokha R6000 ngaphinda ngakhipha 500 x3 wokuhlola ephinda into a yisho even sengisebenzisile izinto zakhe ngathenga ama products akhe ngizibuza kuthi y ngikhipha R6000 cz zange kwangisebenzela
Yho 🤔😳 kuzima emhlabeni shmm 😢😢
I scarm senyanga sifana nawe khehlelezi
Kudlaliwe need ngabantu zinyanga zo live no tik talk asenza ama chine
😭😭😭😭😭yhooo thiza zayakuphi inyanga
Umsuzo nje into phathelene nokhehlelezi
Ukhehlelezi isigebengu umbukanje nalomama kanti wayengasaboni ukuthi uyadliwa lapha
This guy is damn sick, he needs professional help. akunanyanga la
Niyesaba yini ukumbophisa lobhiti oqole usisi ngoba uthena unobufakazi usisi? Ndikhala ,andiphezi ngalemali ya sisi bophani levila elisaba belungu please 😳🙆🏻♀️🙆🏻♀️
Yooo ai nawe girl unako ubudomana aphe nhloko yakho aiboo, lomuntu wadlala ngawe soo many times but you still trusted him
Wena khehlelezi,elinye ilanga ungum'profethi,elinye ungumfundisi,elinye uyinyanga haa,using a u jesu shem,or uyofuna umsebenzi nje klarr
Ufuna imali yonkindawo ubaqola yonkindawo.
Ziyakhala bafowethu.. kidliwe mina manje ngo july inyanga yase mpumalanga😭
UYALUNGA🤣 NIBHAYIZA TOO MUCH NINA, NISAZOPHELA😃
Kanti thandaza uCele umdali wakho ukuba okwenze njalo imphelele imali impilo yakhe yonke. Uma ukholelwe ethongeni umbike zonke insuku. Ukhale uma kukhaleka! Imiphumela yalokho iyovela noma kunini
Hay ninemali yokudlala nina,nehlulwa ukubonga loku enikubolekwe UNKULUNKULU..WENZA KAHLE UKHEHLELEZI ANIQOLE.
Yhoooo themba alibulali
Kade ngatsho ayikholento yezigibhu uKhehlelezi udlalanje ngabantu Mna ndazi Confidante Yakhe Ila e Eastern Cape
Kazi lezinyanga yini ezihlula ukuthi siphendule imibuzo kunokutui zibhoke ngolaka Uma umuntu engenacala uyaphendula azidefender ngoboya omuhle sale subuya Jesu saze SAFA izi kemu zalezinyanga hhaybo azibulalane Zodwa ngoba inyanga yangempela ayisisize size ngezwe izibulale Zonke
Abantu abayeke lokhehlelezi ndini ngoba akabakhombanga ngasbhamu bazibhayizela bona finish
😂
Londi ntuli qinisile kyoze kube nini beloku bety ba
Kyoze kubenini beloku beskhalela ngoKhehlelez obaqolayo usuke engankhombanga ngesbham njalo sizoloku slalela Nina njalo ngoKhehlelez ai yekelani imithi kaKhehlelez that's all
And labant babemali nakhu nje lona wakwaz ukkhiph 76k in a short period of time mxm abasiyeke thina
Wathini. UBhaka Nzama ngalokhehlelezi but he
Lomjita bayakhala abantu ngaye ugadwelani xa ezazi ukuba akaqoli bantu
Iyoooh kanti abantu bacebekangakanje bagila imikhuba enje?
Weeeee ayi khokha izimali zabantu wena
Akafuni Dr Khehlelezi akayi kuloludaba okukhulunywa ngalo. Cha lomama ngamuzwela yaz lezinyanga zethembe ama lawyer mazenza lomshikashika wazo
Kahle kahle kuningi okusazovela ngalezinyanga mbumbulu mangithi ngiyilandela kahle inkulumo kadadewethu laphana kusasekuningi okufihlwayo inyanga yangempela mele isebenze lonkosikazi wakhe kube nguye ogeza abesifazane kodwa la kwakhehlelezi abesifazane bagezwa zinsizwa Lani bantu bakithi vukani emaqandeni akukho zinyanga la woguluva laba nesalamusi qha akuyena lomfana ukhehlelezi yedwa bonke laba abazibiza o doctor zibani bani zonke lezinto zi fake wake wayibona inyanga yangempela I advertise
Azikhale bafo NAMI ngilindile
Kdala ngayona lento ngyachaza nami ku Ticktok lezinyanga ezigcwele kuma social media akuzona ksetshenzwa imali lana
eyi kodwa
People are being scammed left and right. It's terrible
Kukhon'okuzovela... washo umfazomnyama
Hawu kanty yini eyinkinga kumkhulu ukuphendula ageze igama lakhe qha
Mina angisoze ngidlale leyinyanga mbumbulu kade ngazibona kuthi zingamaqola
Yey sebephelile abantu yilezinyanga yooooh
Mmm ncese cc
akubekwe untsika abe president
Kuyomele aboshwe ukuqola abantu mina ngazi abantu abayizi ntanga ngemphele owokuqala u baba Dr3 no baba Mabalengwe bayahlonishwa labobantu nami ngiyaba hlonipha
Baphelile bantu bakithi kuthanda kulalela noma ini
Scam se inyanga umuntu ojengawe, Usile wena Mzo
Dr Khehlelezi kukhona lokungasahambi kahle mfethu.Lungisa ligama lakho liyawa
They making money 💰 ngabantu 😅😅😅 Khehlelezi scammer uzothi Thola umchamo wentuthwana😅😅😅
Yooooh izinyanga zodumo😳
Kushoda ubidi lwehhashi😅😅😅
Iscam senyanga yilento eniyenzayo yokuqola Abantu nity niyaz nine ningaz
Bayalunga
Sgubhu sokunuka. Amaqola lezi zinja. scammers of note.
Wawu vele u ganga cc Mali engaka wawunga start business Mali engaka 😭
Lo dinga skebhe Mina ngicela kuthi bonke abaqoliwe abaye. Kuskebhe uzoqoda lo
Izode ibeyeyiphi Inyangi yeqiniso
Isgebengu iqola abuye aziphike athi akuyen omunye umuntu usile ukhehlelezi
Hy nina bantu bomzantsi thina sifuna uthenga izimoto nixakekile nipha izigebengu zozungulichele zootsosti ,why ningakhi amanzi empompini niwakhulekele shuuuu 😊
#Nibangani weMazimbabwe.?
Kodwa mzo ubugebengu
Ngaqolwa nĝumabalengwe
Ndumandumane eyadumezizweni ntliziyo zamadoda zibomvu .uyayazinje mkhulu awuqoli bantu nangoku maninzi amaqola eqola ngegama lakho bezenza wena,unga worry mkhulu izinja zikhonkotha imoto ehambayo ngoba emileyo ziyayichamela ,ngithukeni ke andikhathali
Abantu bathandi zinto isgubhu semali engaka uyayikhipha wena mina mangithi ngnaso isgubhu siwu 3500 uyabaleka kodwa awubaleki ku 35000😂😂😂😂😂hey kubi
Utsotsi lona😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Ewuuu awuphenduli into ekhulunywe u sisi lona .ukuthi uyamazi yini na ?????
Abantu bakhohlakele musani ukuthanda izinto igubhu zani zona lezi nizoqolwa nina izibusiso zaThixo azikhokhelwa ama thousands iscam vele lesi
Nami wangi gila U Dr khehlelezi R6000 kanýe nama products akhe ayiii ngiyamvuma ngiyekaningi ngavele ngabona kuthi ngidliwe la