24 April 2020 lock down online live performance by Cevuzile

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 26 кві 2020
  • Lapha uCevuzile ebephefoma live online epagin lakhe ku Facebook Cevuzile waphinda waba live ku Insta @CevuzileMchunu. Inhloso bekuwukujabulisa abalandeli bomculo njengoba sikwi lock down nokulekelela UHulumeni ngigwugwuzele abantu ukty behlale emakhaya ukuze silwe nokubhebhetheka kweCorona.
    Kubobonke engibe kanye nabo online ngyabonga kakhulu 👏👏👏👏👏. Ngibe sengiqala ngokuthi ngihloniphe amaqhawe uMgqumeni noMtshengiseni ngaphambi kokuthi ngingene kwezami izingoma. Ngyafisa namanye amaciko eyenze lento yokuphefoma live online sijabulise abalandeli bezihlalele emakhaya!!

КОМЕНТАРІ • 12