i like the way of thinking in this guy(Phungalenja)....the true definition of"Ivukane"danko bhuti......these artists ezbizwa amavukane are not amavukane....enkosi Phungalenja❤❤❤❤
Hai akuyena owaseZim lomfana, mina ngibuya eZim lomfana nje ayikho into ethi Zim. Baningi abantu bakwamanye amazwe abafunde eZim lokho akusho ukuthi ngamaZimbabweans. Yena lomfana bengimbona nje ethukana ko social media, truly speaking bengimzonda kodwa hai uyaphila yinsizwa 'mpela
lungelo !!!, kanti why is it , its an embarrassment to come from zimbabwe,? there are zuluz from zimbabwe , there ndebelezi from zimbabwe , there are xosaz from zimbawe, and there are native zimbabweans in zimbawe. If u phunga esala ukhuthi uvhela kubo, that does not mean he is a lesser Zulu. That is what I am picking from your insinuation. pansi nge xenophobia bakhiti please.
Kunjani yellow born mfana ka king shaka zulu sikumema emkhosini we nkosi u king Mzilikazi Khumalo kwa Bulawayo e KZN 2 e Zimbabwe uze ne channel yakho ungamshiyi u Phungalenja.
UNgizwe akahluphekile bafwethu, akaswele futhi.
Uphelele nje, izingane aziwona umcebo madoda, indoda ehlakaniphile ayihambi izala nje.
Noways💪
i like the way of thinking in this guy(Phungalenja)....the true definition of"Ivukane"danko bhuti......these artists ezbizwa amavukane are not amavukane....enkosi Phungalenja❤❤❤❤
Kanti bahlekani, ukuya ezimbabwe kuyenyanyeka na? I hate ubuphukuphuku babantu abazenza ngcono.
Babuze Mnewethu.Thina sisuka khona futhi asinayo nencane inkinga
Vele yibuphukuphuku
Hai akuyena owaseZim lomfana, mina ngibuya eZim lomfana nje ayikho into ethi Zim. Baningi abantu bakwamanye amazwe abafunde eZim lokho akusho ukuthi ngamaZimbabweans. Yena lomfana bengimbona nje ethukana ko social media, truly speaking bengimzonda kodwa hai uyaphila yinsizwa 'mpela
Abangayithandi lendoda bengayibiza bayigxeke ngawowonke amagama okucekela phansi,kodwa iqiniso elimsulwa ukuthi ikhaliphile lendoda nemizekelo eyenzayo ibonisa ubuhlakani obusezingeni eliphezulu
Ujaha leli lakwamaphumulo umculo walo walinyazwa ukuthuka abantu bangaphandle ngoba lawo makwerekwere yiwona ayemsapota uthe MA sekathukile bamfathela wawa Watshaya ngezingqe phansi waphupha
That level of caffeine is murder guys! Liphinde liphuze le red bull?!🙌🏾Well done on your new venture. Makwande👏🏾🔥❤️🔥❤️
True
My favourite pesin Phunga funjy and intelligent
Khawula khawula Mfanakithi, ingculaza emnyango bo!
Aluqonde ulimi mfowethu ubuyaphi ekhaya Plumtree or Tsholotsho..
Ngicabanga ukuthi mele umyeke uyayazi mvelaphi yakhe umona niwuyeke nakuKhehlelezi nenza kanje.
@@victorndlovu311 abantu abanake indaba zabo
@@doubtcele4887 ingane zabathakathi ezenza kanje
Ayimzwile ngempela uZanefa lensizwa 🤣🤣🤣
Yoooo lomfana unamanga ngawaseZimbabzwe noma engathini
"SENGPHUMELELE WEBHUTI"😂😂😂😂
Uyi Nsizwa Phunga lenja ✊✊✊
Yazi bengingacabangi ukuthi kukhona umuntu ongabuza ukuthi ubani umculi waseNkandla owayedumile ngaphambi Kuka Khuzani. Wephungalenja (iNgunguluzane) Nganeziyamfisa Ntui wayedumile kakhulu wayengowaseNkandla akhe kuMndunduzeli phesheya kweNsuze, (Hhalahhala bemloyisa) Mzikayifani Buthelezi wayeNgowaseSkhaleni sebomvu eNkandla. Umuntu angayikhulumi into anganalo ulwazi layo
Im listening thank real tv to bring us phungalenja
Eish majida, hayi ah, asiphucukeni!
Phungalenja uyibekakahle lenkulumo
Uphungalenja uyaz ukuzikhipha induku xeem
Zimbabwe,Swaziland and Mozambique ,guys we have nine provinces, nothing is said about freestyle,eastern cape and so on,charity beggings at home 🏡 .
Nomona
So tell us seninazo izingane dadewethu yeka lento oyenzayo ntombi yami 🙏🙏🙏🙏🙏 please
Number one❤
awe Real Tv 1 the toppest podcast ever
Interesting guy 🙌👏👏👏
Phunglenja mfethu,ngiyakubonga ngeqiniso onalo.sokusekela mfethu kukho konke osenzela khona
Ewuuu kodw bakith kudlaliwe ngalo mama inyanga ayiboshwe then bantu besifazane awukho umuth ongena ngesilalo
Keep it up bhudi
Hey nina...ningazos' nyanyisa!! Ikuphi inkinga yokphuma Zimbabwe???
aMahlabezulu aphuma kwa Mthwakazi..Matebeleland...
Ninya ngamasende nina, yin' ehlekisayo nisineka nje ngathi ikhona into engcono kunina..
Nxa!!!
We Nelo lento oMphuzise yona lomuntu inesandla ngyaysola🤣🤣🤣
vele wena Yellowbone isiZulu sakho sitshekile nje...jonga uSthe ngumZulu phaqa ....Sthe mfethu mna ndithi qhubeka bhuti ❤❤❤❤
Mdidi wakho ungenap wena sihlama se mpondo
Waze wamlinhanisa kamnandi uNgizwe😂😂😂😂
Kkkkkkkl kwasuka lokho ummmm i asent iyasho kuphunga
Amanga kulenja ew Phungalenja
_uyiNkuz phungalenja ngiyakuzwa
Kazi wathathwaphi we phungalenja,ama nabukeni ne sunlight 😂😂
🤣🤣🤣🤣I have no words lombhemu
Ayii ngowase Zim🇿🇼 wena ingani ulimi luyatsho njee ngaze wale kodwa unembeza wakho ungufakazi
ulimi lwakho phungalenja alwakhii lubi😢
siyabonga Prosperity
🔥🔥🔥 my boys
Ilula Kabi indaba yokufonela ingane eziwu 14 uvele wenze I WhatsApp group
Ukhuzan kanti wathethetha into eyaziwayo
Mina angimuzwa nje fut naye akazizwa ngyambona
Kahle mfowethu, Mall of Africa incane kunomuzi wakho? Mall of Africa is 130k square meters?
Uyaminya akaz uminyani ingakho ekhuluma amasimba nge dlamlenze
NoNjoko useyimvithi manje Cha Phungalenja uyasangana
Awu Phungalenja pitbull kaZwelonke, inkulumo yakho is not make sure
I lapho Nelo kukubo eZimbabwe😂😂😂
lungelo !!!, kanti why is it , its an embarrassment to come from zimbabwe,? there are zuluz from zimbabwe , there ndebelezi from zimbabwe , there are xosaz from zimbawe, and there are native zimbabweans in zimbawe. If u phunga esala ukhuthi uvhela kubo, that does not mean he is a lesser Zulu. That is what I am picking from your insinuation. pansi nge xenophobia bakhiti please.
Ay ok ngiyakuzwa mbhemu or ngithi jeki 😂🤣😂
Kkkkk wena !!!
Mayi wee zikhala ku Zanefe more more
Kazi umuzwani uZanefa! 🤣
🤣🤣
Ibhadi dog style 🤭
😂😂😂😂😂😂😂 phunga lenja😂😂😂😂👊👊👊👊
Hayi bo, uKhuzani wake wagadla kuwe Phunga?
Trauma yendlala🤣🤣
Sebusegazin wemadoda lama thotho enimnike wona🤣
Balahlile vele 🤣🤣🤣🤣 yingakho nje kukhona i business kumaskandi nami ngiyavuma balahlile
14 calls daily before bed? Iqiniso lincane ke la.
awu ZIMBABWE iphethe bafwethu
waze wavelelwa uzanefa
Khumbula u same holding zolimala qala nje vuse muzi kini
Uthandwa ubani?
🤣🤣🤣🤣 home sweet home kodwa chaaaa inenkani lento
We madoda yamnandi nxoxo azihle uNjabulo bhebhe lo okhulumayo unjomane kwa bulawayo esgodlweni senkosi umzila wegazi likama Shobana uMzilikazi . angibonge wezinsizwa
No Khokozani Langa naye waphupha..ngakho lokho..ukuzenza ngcono..
🤣🤣🤣🤣 kodwa lomfana unamanga kakhulu ayikho nje lendaba yakhe
Hayi kabi bafowethu ,mgicabanga ukuthi kuzosuka kubonakale njengoku promoter utshwala ikakhulu kuyouth ,sengathi lingayeka ukuphuza kulive tv, ningazitika ngasese
Neo akayizwa ngempela eyokumithisa🤣🤣
Kuyenzeka umuntu azale kakhulu ubabomncane washona ena 32 year wayenezingane eziwu 22
Into Enamanga Uybuka, Kukuphi Ekhaya Wena Phuphu.
Ikhaya lingena phi lapho
Mind your business wena sphukuphuku
IZimbabwe
Wawukhona yini kudala wena Phunga?
Mnangwagwa lo
🤣
Isitory eside kangaka , umbuzo uthi ,uzalelwephi ubuyaphi, vuma uyikwere rekwere ayikho into erong ngokuba izim
Yini ikwerekwere
Nothing wrong ngokuba liKwere kwere
@@bafundilanga7118 uphungalenja
@@thammysithole8423 Kodwa yini lento elethelwe lomuntu emsakazweni , akayeke nje
Ihlakanphile lensizwa if izosiza abaculi especially ngamaRoyalties baningi abantu abangenalo lelolwazi even kwamanye amaGenres, nokusiza labantu abayizitha ko Mcineka noGeh cz ababaqashi abanye abaculi ngoba beyizitha kubo not ukuthi abaDeservi ukuqashwa.
26 years 🤣🤣 ayiii lomjida uyahlekisa nkosiyam shembee
Umbuluza 😂👌
Ibuhlungu indaba yakho phungalenga abantu abayeke uku judger
style sezinja kkk
🤣🤣🤣🤣🤣🤣njengoba uzogoduko nje uye eZimbabwe
Kunjani yellow born mfana ka king shaka zulu sikumema emkhosini we nkosi u king Mzilikazi Khumalo kwa Bulawayo e KZN 2 e Zimbabwe uze ne channel yakho ungamshiyi u Phungalenja.
Kodwa Jesu nxa sumbuluza ngivele ngikubone ukuthi tsholotsho wena mjita vuma kkkkk
Ukhona usbali wami owayemthanda kakhulu yazi kodwa waphuma kuyena lozanefa
Uyagula ngempela wena phungalenja🤣🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂wathula stheh nsizwa yakithi ulale lenkulumo yalomfoo
Unamanga lomuntu ekuthiwa uphunga lenja banje abantu basezimbabwe bayathanda ukuqamba amanga
nawe wena person of lesser tribes.
@@mhlangamlungisi5108 angifikanga nemithwalo la esouth africa ngazalelwa lah
Kkphi ekhaya nkunzi
Lo bafo 😂😂😂😂
ungakuhlanganisa uma ungumuntu kkk
Kodwa umuzwani uZanefa we Phungalenja?
Nidla ugavin lapho wey'nkabi
😂😂😂
Hayi bo! 14 weyngane? Ngeke mfowethu, shintsha ukwenza.
Indoda iyala bo kodwa iyafana nokhehlezi bayayala izim yakubo , akukho oku wrong they have made it here
Uzanefa wenkosi bakith
Udume Ngan lo mfana wenu
Ei amakhalanga namanga 26 ingane ezu14 abafuni kuthiwe abase-zim
Yazi uyinja
Kanti Amakhalanga akhuluma luphi ulimi
Isikhalanga ezinye zezindimi ezikhulunywa eZimbabwe nase Botswana
@@willardsithole6689 namanga.
@@MrAutodiagnostic Nginamanga kanjani ?
Kkkkkkkk ungihlekiselani uPhunga 😂
Ingabe wamdlelani uZanefa lomjita
Cishe umngane wakhe
kkk balahlile vele kkklolkkk
Ayikho ke lento eshiwo uPhunga ngamavukane🤣🤣🤣
Ay nami ngyadideka ilencazelo yakhe. Mina ngikhule kuthiwa injongosi maliqala ukujoqa lingena ebunkunzini libizwa ngevukane
Ngeke Phunga, uthi awuguli kodwa?
Mancane amathuba kuth akaguli...
@@gugungubane6186, Mancane ngempela. Ngathi iphila nje budedengu lenkabi ngeke bakwethu.
Owasezimbabwe ngempela lo uthi ivukane yin
Phunga lenja nginguwe mfana kithi ngabe sebenzela ekhaya ndoda ngoba bazokbamba kube ncane indawo ngoba nje lento yokuphika laobuya khona akusizi mdala uzakuhle kodwa eyi khona kusina kujeqeza
Unamanga lomfana awase Zimbabwe amangakhe 🤞Igazi lase Zimbabwe leli nxx unamanga phungaledog