THOMOYI FULL episode 2

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 1 лют 2025

КОМЕНТАРІ • 120

  • @beautybantwini
    @beautybantwini Рік тому +1

    Lomfundisi akekho Kingdom minded, u church minded, akalikhlumi izwi, ukhuluma imilando, ulifundisani ibandla lakhe...hey kuyabonakala ukuthi wavula isonto lethomoyi, ithomoyi ayikho spiritual, inyama ethanda ukudansa, uMoya uthanda izwi..vele umzalwane akumele azi okunye ngaphandle kwezi..

  • @lwandilemmbatha
    @lwandilemmbatha Рік тому

    Wayibeka kahle mfundisi Dilas syabonga mfundisi ngeke siyiyeke I Thomoyi thina 👏👏"IDILA MASAYII"👏👏

  • @beautybantwini
    @beautybantwini Рік тому +1

    Uyinkinga uMoya ongahambi nezwi leNkosi...

  • @Solwazi918
    @Solwazi918 Рік тому +4

    I don't come from a church that subscribes to ithomoyi. Most of us dont even know what it is but waze wabeka kahle ubhuti. Uyi defende kahle ithomoyi yakhe with respect and eloquence 😊

  • @duduzilemnqoto4128
    @duduzilemnqoto4128 Рік тому +3

    Ine disorder iThomoyi musani ukuyi diffenda nilokhu nilahla abantu, omoya labo abahlolwayo baphakathi esontweni Hayi ngaphandle

    • @ndagebs6092
      @ndagebs6092 Рік тому

      @duduzilemqoto4128 What is order?

  • @ntobekozwane3960
    @ntobekozwane3960 Рік тому +4

    Ulimi lwakho alusokiwe futhi alukhombisi ukukhula nje yaz. Noma kuthiwa lethomoyi biyenziwa abantu bekumoya shuthi nina niyenza ngengqondo futhi nimjwayela kabi uNkulunkulu

  • @sanemlambo985
    @sanemlambo985 Рік тому

    Wow! Cha mina ngizwa echaza kahle uDilas,kwamina nje ngyavuma meybeka kanje,from MomBophela

  • @BuhlebenkosiMkhize
    @BuhlebenkosiMkhize Рік тому

    Mfundisi Mtungwa uyibekile induku ebandla... ukhulume kahle baba and ungazukukwamukela lokhu okuvezile shuthi Vele abanakho ukuqonda ngalenkonzo obukhuluma ngayo siyayazi thina inamandla..👏

  • @katlehomahlophe6513
    @katlehomahlophe6513 Рік тому +12

    We need to learn biblical wisdom on judging matters.
    Here is my view on Thomayi, we are instructed in the bible to test all things, every dance move and music is from God but not every dance move and music is of God, we also have pervetion. Ithomayi is attributed with causing DISORDER and many believers are NOT COMFORTABLE with it. So based on the fact that is causes disorder and offends other believers, iThomayi is not of God and must end.

  • @sandiledlamini5276
    @sandiledlamini5276 Рік тому +2

    Uwabekile amaphuzu a strong Pastor Dilas 🎉

  • @DrElmonSXaba-di9ph
    @DrElmonSXaba-di9ph Рік тому +1

    Mfundisi Dilas ngicela ufunde kahle ibhayibheli ungakhulumi ngezinto ongenasiqiniseko ngayo.

  • @sbomag7055
    @sbomag7055 9 місяців тому

    Where are old men and women of God, listening to this hurts, where are teachers of the word, Bhekani abelusi(pastors) engabe babaluselaphi abazalwane.
    kodwa ke vele abazalwane beskhathi bayozitholela abelusi abayokwenza njengobatshwa kwezindlebe zabo.

  • @hlobsiletsabedze8905
    @hlobsiletsabedze8905 Рік тому

    Uyabuya Jesu...lomdlalo losewenteka lamabandleni iningi letinto setingene ngokunyelela....ngisho amanyala asayavunyelwa njeeee

  • @thandazontuthukomgoza4383
    @thandazontuthukomgoza4383 Рік тому +2

    Ubhuti ufike kanjan esigabeni lapho kuthiwa khona ungumfundisi?
    Iyanhlanhlatha lenqwele, iyaphuma esandleni.

  • @mandiwakhenomdlomboyi9632
    @mandiwakhenomdlomboyi9632 Рік тому

    uyichaze kahle Ps Dilas ngingifakazi wale oyishoyo samething happened in my church.

  • @mbaligumede3274
    @mbaligumede3274 Рік тому +1

    USiba mase ethi " this is very interesting" 😅😂😂

  • @katlehomahlophe6513
    @katlehomahlophe6513 Рік тому +3

    What is the biblical ground to have Thomoyi doctrine

    • @ndagebs6092
      @ndagebs6092 Рік тому

      @katlehomohlophe6513 What is not biblical about Thomoyi?

  • @samuelradebe4701
    @samuelradebe4701 Рік тому +1

    Besingeke sabathola na abazokhulumela uJesu njengalensizwa ikhulumela ithomoyi enganalo izulu nesihogo 🙇🏾‍♂️

  • @nqobilengobese1845
    @nqobilengobese1845 Рік тому

    🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣lidlisile elokuphapha....sengifisa nokubona yona uThomoyi leyo....🤣🤣🤣🤣🤣

  • @bonginkosimtengu3075
    @bonginkosimtengu3075 Рік тому +2

    Ngiyaqala ukubuka i Episode kanye ngingalangazeleli ukuphinde ngiyibuke ngoba inhlonipho awunayo Mtungwa kwayona ngiyiqede kanzima,usadinga isikole senhlonipho uyasiphoxa singabaseShowe mkhaya

  • @angelmasuku8808
    @angelmasuku8808 Рік тому +2

    We are Living in the Generation where people love God, but they hate the truth. Many people they are worshipping their idea of Jesus, instead of what the bible actually says. God is not the Author of confusion. We can't twist scriptures to fit our lifestyle, we have to allow the scriptures to change our lives.
    The church was not meant to entertain the saved, but it exists to train disciples to glorify God. and reach the lost.

  • @abionbuthelezi7904
    @abionbuthelezi7904 Рік тому +3

    What does the "Thomoyi" comes from , what does it mean?

  • @tinnymkhize9042
    @tinnymkhize9042 Рік тому +1

    Powerful ngane yami ,u have explained it well in the way that I have experienced it too .We have testimonies of through ithomoyi people getting healings.
    Ngiyathanda when u quote Apostle Paul where he says 'imitate me as I imitate Christ ' there is no wrong in imitating a good thing coz that means u might imitate until u outgrown it and get perfection. People should know there are so many who came to church rivivals playing even coming to look for izintombi and ended up accepting Christ.
    Even those that do it without understanding for now but tomorrow they might reach a state whereby they come to maturity and be baptized in the Holly Spirit.

  • @nolz9912
    @nolz9912 Рік тому

    Interesting to hear both sides. I always apply WWJD. Would Jesus do iThomoyi if He was walking the earth today?

  • @doreenmlawu1662
    @doreenmlawu1662 Рік тому

    Akaze akaze akaze kudanswe ngalendlela okwenziwa
    Manje

  • @vulinhlanhlamchunu1635
    @vulinhlanhlamchunu1635 Рік тому +12

    As a young pastor, Dilas was too rude to the previous guest. Those who know him must advise him to conduct himself better next time. He attacked the prophet way too personally! I also wonder why Siba did not discipline him to stop these personal attacks!!!

    • @sibongisenimaseko2484
      @sibongisenimaseko2484 Рік тому +1

      No he didn't disrespect him , he was honest, I can tell he has a background of it because the previous guest didn't have concrete evidence that's why he doesn't love Thomoyi so he was talking about something he doesn't know or like. Actually, it was his opinion which he claimed it's vision from God.

    • @sthembisoskhakhane9441
      @sthembisoskhakhane9441 Рік тому +2

      @@sibongisenimaseko2484 there's a distinction between honesty and being respectful , he was just disrespectful

    • @siyabulelaklaasen2136
      @siyabulelaklaasen2136 Рік тому

      @@sibongisenimaseko2484 key is... ATTITUDE!!! please don’t come and here and expose your inability and your intellect. Lomfana ukrwada 🤮

    • @bongumusashelembe
      @bongumusashelembe Рік тому

      Musa ukuqamba amanga wena 😅😅😅

    • @angelmasuku8808
      @angelmasuku8808 Рік тому

      Pastor Thomoyi

  • @katlehomahlophe6513
    @katlehomahlophe6513 Рік тому +1

    Give verse on Thomoyi Pastor

  • @katlehomahlophe6513
    @katlehomahlophe6513 Рік тому +3

    You have not given us a definition of Thomayi?

    • @carolmade7438
      @carolmade7438 Рік тому

      That means you heard him but did not listen🙄

    • @VuyelwaMabaso
      @VuyelwaMabaso Рік тому

      Ngabe ngiyakuzwa yaz..... Uthi eena kuyinkonzo ejulile ....... Kodwa nina ungena nje emnyango seku iiiiiy iyyy,🙄🙄🙄🙄🙄

  • @ongeziwehalana6640
    @ongeziwehalana6640 Рік тому +1

    amen angibingelele eGameni lika Jesu Kristu,siyabonga ngalenkulumo empeleni lendaba ye Thomoyi thina nabanye asiyiqali namhlanje siyayizwa nje sethukwa,mina ngiyazi ngayqala ngo 1999,sikhule emakithi b4 silale kuqale kuthandazwe,sasiyigida bese siyakhuleka ,kuthi i Social Media yayingekabikho,kodwa yona indala shame,futhi asizuyiyeka namhlanje.

  • @relebohilemotekoane530
    @relebohilemotekoane530 Рік тому

    Dila's awumesabi umoyongcwele uze ukhuthaze umoya wobungoma bese uthi moyongcwele

  • @sandilesimelane7647
    @sandilesimelane7647 Рік тому +3

    Let them talk, then look at the fruits.
    Matthew 7:16
    Niyakubazi ngezithelo zabo. Kungakhiwayini izithelo zomvini emeveni noma amakhiwane ekhakhasini na ?

  • @bongumusashelembe
    @bongumusashelembe Рік тому

    Ithomoyi inomlando ophathekayo ....ongayifuni unamathambo agcwele ifutha

  • @ishmaelsithole3405
    @ishmaelsithole3405 Рік тому

    What does the name come from?

    • @ndagebs6092
      @ndagebs6092 Рік тому

      Thomoyi is a sound, Read Rom8:26 before you bring umuntu omdala kuChrist

  • @siyayatv
    @siyayatv Рік тому

    AMAHUBO 150:4 Mdumiseni ngesigubhu nokusina, nimdumise ngezingubhu ezinezintambo eziyishumi nemitshingo.

  • @KnowledgeDanisa
    @KnowledgeDanisa Рік тому +2

    If uthi you don't debate izinto zikaMoya oNgcwele ithomoyi kanti akuyona yini ekaMoya?....mangeyona ekaMoyongcwele ungena kanjani ngayo kuMoya?

  • @ndumisokhumalo6587
    @ndumisokhumalo6587 Рік тому +4

    There is a difference between arrogance and confidence in defending something you believe in...bazalwane imfundisi is emotional in his defence and I doubt ukuth he is deliberately disrespectful in his nature..

  • @beautybantwini
    @beautybantwini Рік тому

    Inkinga abazalwane bayakhonza koda abalikhulumi izwi uma bejaja izinto...indlala yezwi, in the body of Christ...manje le thomoyi njengezwe, that means awukho uMoya kaThixo esontweni yingakho bedunusa

  • @kingsrestorationtv9637
    @kingsrestorationtv9637 Рік тому +5

    Khuzani lomfana bazalwane

  • @khanyicele3688
    @khanyicele3688 Рік тому +2

    Powerful testimony of uma recovering from the stroke🙌 amandla okugida siseMoyeni.

  • @FortuneMnguni
    @FortuneMnguni Рік тому +5

    Ulwimi alusokiwe la. He need to be schooled, he's not even sure on his statements or he does have Bible knowledge to back up his statements, yerrrrr....

  • @LindoMchunu
    @LindoMchunu Рік тому

    Sesizwile ngampela,
    Manje-ke sesibheka izithelo zikaMoya.
    👀
    Ngisizeni bazalwane angizitholi
    🤷🏾

  • @ishmaelsithole3405
    @ishmaelsithole3405 Рік тому

    What is Thomoyi?

  • @zivezilea.n.mthembu8386
    @zivezilea.n.mthembu8386 Рік тому +3

    Nceku awunayo inhlonipho sifuende ini kuwe concerning to respect others? Especially Pastor! The previous guest... Why don't you no respect him... According to my side.. Pastors should be our role models.

  • @doreenmlawu1662
    @doreenmlawu1662 Рік тому

    We Dalas nina nenza njengoba kwakwenzeka yini🤔into okhuluma ngayo yehlukile kunale eniyenzayo nina nidansela izinsimbi ngale kwalokho ake nivale izinsimbi bese nishaye ithomoyi yenu siyibone ivula amehlo

  • @nkosinathinkuna4423
    @nkosinathinkuna4423 Рік тому +11

    He is so disrespectful 😭

  • @ngwazilindokuhle_ngwazman6427

    Hi how do we get in touch with the host?

  • @FaniBlessing
    @FaniBlessing Рік тому +4

    This young Pst is correct in explaining eThomi And I love him straight to the point

  • @zwelihlemtshali9240
    @zwelihlemtshali9240 Рік тому

    Igama liyabulala, umoya uyaphilisa.

  • @nkosinathikubeka4368
    @nkosinathikubeka4368 Рік тому

    Kubaluekile ukuthi konke esikwenzayo sikusekele ngeZwi likaTHIXO.

  • @buhlendebele8784
    @buhlendebele8784 Рік тому +1

    Angiyiqedanga nghlulekile shame ngeke ay

  • @marypelago8187
    @marypelago8187 Рік тому

    Iyo yayinde indlela umunt no munt seyoycabela eyakhe indlela

  • @philip1573
    @philip1573 Рік тому +1

    Lack of respect,awnanhlonipho

  • @ngwazilindokuhle_ngwazman6427

    This guy will temp you to insult or slap him 🤣

  • @mthandekayotrading-hb8qz
    @mthandekayotrading-hb8qz Рік тому

    Akwenziwe ngokwesilinganiso nokukamoya ayi njengabantubezwe

  • @simmax2861
    @simmax2861 Рік тому

    Thomoyi iseyinkonzo?Pst Dilas😮

  • @alfredskhumbuzo709
    @alfredskhumbuzo709 Рік тому +7

    Ayi ngeke lomfana needs to grow. All this arrogance is for promoting Thomoyi.

  • @smangaritoh
    @smangaritoh Рік тому

    So akusiye uJesu ophilisayo? Sekuyizinto ezenziwayo?
    Wathi uJesu kowesifazane "ukukholwa kwakho kukuphilisile"
    Izibonakaliso ezenziwa uJesu zenzelwa ukuthi sikholwe.

    • @ndagebs6092
      @ndagebs6092 Рік тому

      UMoya oNgcwele owenza konke Acts10:38

  • @LovedByGodInChrist
    @LovedByGodInChrist Рік тому

    UMoya kaNkulunkulu is person not a something or object, kuthiwa "aka.... not "awu..... bese kuba nesivungu-vungu too???. Kodwa ke dantsani bakwethu thina sizoqhubeka sifunde

  • @mrmbada2060
    @mrmbada2060 Рік тому

    I'm with you Pst

  • @doreenmlawu1662
    @doreenmlawu1662 Рік тому

    😮Hai booo lento eyenziwayo yehluke kakhuuuulu kwi move yama 70th lento iqale manje ukudanswa kanje

  • @sizekafubesi9975
    @sizekafubesi9975 Рік тому

    Ingani no David wandantsa wavela iziqa nje yini ehkuphayo enyanisweni izwi lenkosi lithe uba amehlo aya kuhlupha wakhuphe ufike ezwini enelilodwa .enye into sebehluke nakuza nezwi nonkonzo yobungcwele sebeziveza bona yiyo lonto bekhaleka ixesha umoya oyingcwele wona awusifundisi yini ngoba kuthiwe ubani noba uyintempile kodwa lathi izwi singakuyilizeli uhlanga sow uba moyongcwe kukhona abavuselelayo ngokundantsa abanye bafumane amandla nethemba abanye bevukelwa kukubonga Kanye Kanye hayi nkosi yam

  • @carolmade7438
    @carolmade7438 Рік тому

    Hay Pastor defended ithomoyi

  • @relebohilemotekoane530
    @relebohilemotekoane530 Рік тому

    Mxm kuyolahleka abafunayo nihamba ni explaina into ngekho nize nifake nomoyongcwele if uthi isuka kunkulunkulu nawe awunamoya lowomoya unawo moya wobungoma

  • @ishmaelsithole3405
    @ishmaelsithole3405 Рік тому

    Is it relevant?

  • @katlehomahlophe6513
    @katlehomahlophe6513 Рік тому +4

    We build doctrine on scripture not on experience and revelation.

    • @carolmade7438
      @carolmade7438 Рік тому

      You are wrong!!!!

    • @ndagebs6092
      @ndagebs6092 Рік тому

      Welele! The scripture says, Holy Spirit will reveal things

  • @sifisojojo8258
    @sifisojojo8258 Рік тому

    Aiiii ngiyakuzwa Dilas 😅 you explained it very well ndoda.😅😅😅 Azishe ngeThomoyi

  • @sithembisombatha1713
    @sithembisombatha1713 Рік тому +4

    It’s sad to see someone who speaks experience but no sound doctrine… we don’t want your experience but we want doctrine for this thomoyi….

    • @ndagebs6092
      @ndagebs6092 Рік тому

      @sithembisombatha1713 Welele, that is not the God I serve. According to Job42: 5 By the hearing of the ear I heard, Lord-Yahweh, And now my eyes has seen. Hlala wena ungamboni uNkulunkulu😂

  • @katlehomahlophe6513
    @katlehomahlophe6513 Рік тому +4

    Pastors are defending and attacking each other on iThomayi not doctrine matters. 😂 Sad. Bible study, theology is need mona😢.
    We should be focusing on a pressing issue such as African spirituality not Thomayi. A Sunday School learner can see and judge that Thomoyi is not of God.

  • @thamsanqamyaka9718
    @thamsanqamyaka9718 Рік тому +3

    Mfundisi hlonipha ezinye izinceku ukuthi uNkulunkulu akakhulumanga kuwe ngethomoyi musa ukwethuka ezinye izinceku ubaba uZi wathi kungukuphapha not referring to somebody else njengoba usushaya yena hay bazalwane kukhona ezinto zasekhaya okungamele zikhulunywe esinomakanjani public please hlonipha nceku siyakhuzana la don't attàck a man of God if you are a man of God akekho esithi uryt la kodwa sibeka imibono yethu sonke aww please baba wami

    • @simphiwemzaza5561
      @simphiwemzaza5561 Рік тому

      Now is the time sibuyele kwi Vangeli lokqala,uyibeke yacaca nam ndikhulele kwelo vangeli lokuqhwatywa kwezandla kuculwa indumiso eziphuma ebhaybhileni,ithi xa ihlatyelwa UThixo abonakalise ipresent yakhe ahle amandla ezulu phambili nge thomoyi,🙏❤

  • @ndagebs6092
    @ndagebs6092 Рік тому +1

    There is absolutely nothing wrong about your Dillas❤❤

  • @ngwazilindokuhle_ngwazman6427

    "I'm filled with De holy ghost" Dillas ungiphoxile ngeke 🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @bongumusashelembe
      @bongumusashelembe Рік тому +1

      Nceku udillas ukhuluma iqiniso nge thomoyi ngoba ukhipha I background information

    • @ngwazilindokuhle_ngwazman6427
      @ngwazilindokuhle_ngwazman6427 Рік тому

      @@bongumusashelembe I know brother and I fully agree with the contextual background. However my concern is, leThomoyi akhuluma ngayo nale esikhuluma ngayo are two different things. Mine ncek I couldn't careless about ukushawa nokungashawa kwethomoyi. The fact that this what the church is fighting about at this hour should tell you something isn't right. Nonetheless, lethomoyi ekukhulunywa ngayo iwumdlalo mayingadefendwa ngeyiqiniso. Kids that don't honor God are saying fake tongues and to make things worse, bath yenzima "kumoya". That's a lie, into kamoya bingeke ixabanise. Mine nje for one ngigida kabi and I love to worship but trust me, even I have been carried away but this thomoyi because it's fun. Kodwa isenyameni, eyakumoya funa ihambe nezithelo zikamoya. Nakhon ayiding gama, uma nihlabelela nigida it should be enough. Manje mfweth angisiboni isidingo sokuphikisana ngethomoyi when 90% of our christians are bound in sin and confusion. Noone seems to be picking that up in the spirit and bringing a solution from God to man, we are rather concerned about imidanso engath shu. I asked for the hosts contact because I keep wondering isn't there anyone who knows what happening. God's people are discouraged, we need genuine gospel of grace and truth manifesting in power not amathomoyi. Again ukuth amathomoyi a wrong or aright, I for one couldn't careless.
      I'll give you an example, because the substance kamoya ilahlekile kwimanje makuthiwa akuyekwe ithomomoyi, ayiyekwe nje seriously, bazohamba abantu abasha emasontweni. Why? Ugcobo olulanda abantu Kade lwahamba abantu badoswa yiwo amathomoyi lawa. Pho ngithin? Ayiyekwe noma iqhubeke? Qha nakunye kulokho, makufunwe uNkulunkulu. Laba abathomoyayo mabaphaphame esekhona makucaca abangayenzi bangasayiqala. Osendlini angaphumi ukulanda ibhantshi endlini. Stay where you are, find God. He'll direct you kuth enza ini Noma yeka ini.
      As for uMfundis, I follow because ngithanda icilong but here uyeyisa and he came to war. He's out of office and is battling for kids to dance and says they should imitate things ezingcwele. Angivumi nakanye. I was 14 when I accepted the gospel that substance that changed my life I respect for it has kept me. 💯
      Manje sesothin? Sigide sidlale ngezilim sifele ezonweni zethu? Qha! Xwayani ubuze bento engenasidingo. Futh sengath ningayiyeka ithomoyi nozibona kahle ukuth nisesekukholweni noma senisemgidweni na!? Lith izwi zihlolen ukuth nisese kukholweni yin! I'm not even a pastor, but sinoSatan asizwan nje in such a way ngiyamangala sometimes if i see man of God arguing about pitiful stuff. Like where i they getting so much time.?
      This is a distraction from ubufebe namanyala asemabandleni. Siyamdinga ke le Moya kaNkuluNkulu ekudlalwa ngaye.
      Uma ukholwa uNkulunkulu ungadlali ngizwe nokungizwa. Alihlatshelelwa ihubo likaJehova ezweni lokuthunjwa. Bokhululwa nini ezonweni abant begidiswa kuthiwa abalingise. That's not what Paul meant unfortunately.
      Wen ofunda la ukhululekile yini ezonweni zakho? Uma uth yebo Kuhle qhubeka ushumayeze abanye basinde olakeni oluzayi. Uma uth qha! Usithathaphi isikhath sokuphikisana ngento engakusizi? Fuze ufune uMoya akunike izilimi ngoba zikhona futh unelungelo lokuzicela. Manje why would you fake something that's available to you? See how not serious this generation is?
      I know about the background yethomoyi, almost every Christian knows about it or should know about it. It was very arrogant of the man of God to think we don't know something that's been passed through word of mouth. It's not documented in some secret vault of knowledge in some secret institutions.
      Elami lith mfuneni uJehova esenokutholaka. Omubi awhile indlela yakhe. Thank you.

    • @angelmasuku8808
      @angelmasuku8808 Рік тому

      UMoya ongcwele kodwa uthobekile, ukhona la?

  • @SbongamandlaMaphumulo
    @SbongamandlaMaphumulo Рік тому +1

    Ngyabakhetha laba abathi ukuzijabulisa kunalabo abathi ayiyekeki. Into engayekeki ayiveli kuNkulunkulu.

  • @smisohsmile9440
    @smisohsmile9440 Рік тому

    I'm sorry ukusho lokhu, lomfana okhuluma lapho akayazi lento akhuluma ngayo😮 infect usangene mfan wam🤞

    • @ndagebs6092
      @ndagebs6092 Рік тому

      @smisohsmile9440 Please come with substance or you worse.

  • @khayalethusandile4970
    @khayalethusandile4970 Рік тому

    Powerful ❤

  • @kingsrestorationtv9637
    @kingsrestorationtv9637 Рік тому +4

    Arrogance and empty words

  • @ishmaelsithole3405
    @ishmaelsithole3405 Рік тому +1

    Respect my brother!

  • @sihlenkontwana9260
    @sihlenkontwana9260 Рік тому

    Nothing wrong ngethumoyi ,labafundisi abangayfuni banomona and baworried kuthi its outshining them , this is music this is praise and worship umuntu ongayfuni lento uyoservivor kanjani ezulwini coz ezulwini kobe kdunyiswa kphela i wonder

  • @andilezuma6469
    @andilezuma6469 Рік тому +1

    He is bit rude but I like how he respect and embrace African spirituality.

  • @sindiswahlela197
    @sindiswahlela197 Рік тому +1

    ungaphinde umbize lo Siba uright esontweni lakhe🚮

    • @ndagebs6092
      @ndagebs6092 Рік тому

      @sindiswahlela197 Nawe kawubizwanga

  • @siyabulelaklaasen2136
    @siyabulelaklaasen2136 Рік тому +2

    All I can say this boy and yes I said BOY cause he’s arrogant but he doesn’t even know the word of God he bases his premises of Thomoyi on experience which doesn’t drive our lives as Christians but it’s the word but am afraid he’s empty. when you disagree on something you must be OBJECTIVE in your approach.

    • @DrElmonSXaba-di9ph
      @DrElmonSXaba-di9ph Рік тому

      We need to know the origin of Thomoyi , is it biblical? if so can we have supporting verses for this Thomoyi.

    • @siyabulelaklaasen2136
      @siyabulelaklaasen2136 Рік тому +2

      @@DrElmonSXaba-di9ph that’s how it supposed to be🤷🏽‍♂️

  • @khulekanisibiya5390
    @khulekanisibiya5390 Рік тому +1

    I can see the need and importance of being matured🥲. I need clarity when it comes to the part 'yinto yethu'