Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Ngiyithandile isystem yaMshumayeli Gcwensa kulelibandla kuyadinga ulalele sometimes ungasukumi njalo😊😊❤.
Very good. Phela INQWELE leyo. Mese kuphaka yona kuthula umoya.
Kufuze nalomfana kaZindela abukele kubona oGcwensa,ngoba akafuni ukunika abanye ithuba, hlezi ufuna umugqa
Ayi cha uyanaka nhlalisuthi bengingayinaki leyo ngikuzwa kahle👌
@@n.hmahlaba465 Singabafana bakulenkonzo Mntakababa 😂😂😂
Asibonge kwi nabashu yoNyazilwezulu .phambili Enkazimulweni Temple ePitoli yo NyaziLwezulu Ameeen!!!!! 🙌🙏
Bafethu ngeke uNYAZI lugcwaba umuntu nge Mbuzi ⚡✨⚡. Akuyena umuntu UNYAZI Lwe ZULU. Bangasola nje omhlezi eyisola kodwa uNyazi umnikazi wezinto zonke.
I was there what a great service indeed 👏
Hhai we enjoyed the service
Yebo mfethu.
Dlakadla baba siyabonga akwande ukhule baba uNkulunkulu akubusise ngaphezu kokucabanga kwakho 🙏
Siyabonga Dlakadla Mnewethu, uqhubeke njalo nokusithekela iZwi lika Jehova wethu uNyazilwezulu.
Sasikhona ngalo lolusuku ezulwini kuJehovah Nyazilwezulu amen ❤ 🔥🙏
NyaziLwezulu Nkosi yamakhosi Nkulunkulu engimkhonzayo ungikhumbule baba, Siyabonga Thamsanqa eNkazimulweni uShembe uNyazi ngu Nkulunkulu manazaretha 🙏
Ngehlulwa isono Shembe uyange hlula umthetho wakho Nkosi
Hhai siku July bangcwele ilokho nje engingakusho 🔥🔥🔥
Liyashaywa ivangeli la. Mhlengi mfethu bhuti🙌
Dr. Sanele Sibiya, I love him. Well mannered and respectful. ❤❤❤
Inkulu indaba esesihlalweni-akabongwe UShembe 🙏.
Siyabonga ngenkonzo enhle yasezulwini.
Sanele Sibiya🙌🙌uyahlabelela mtaka Jehova❤🔥🔥
Engikqaphelayo ngalensizwa esencane yakwa Sotobe uShembe uphila ngaphakathi kuyona mina ngike ngabanayo eThempelini langakubokwayo iseseskoleni isathwele kanzima ibinzima emgidini nasekhlabeleleni iphiwe
@@mkhabolengayondodemnyama8418 Sengathi uShembe engamkhanyisela njalo🙌
Khula Nyazi Lwezulu khula Nkosi yaMakhosi 🙏🙏🙏🙌🙌❤️❤️
Mshumayeli Cele eNdwedwe Ogunjini owangakithi
Siyabonga Dlakadla 🎉🎉🎉🎉
Siyabonga Dlakadla muhle umsebenz wakho
Awu mfowethu CELA ungibusise nangeyamaKhosazane, akuphumelelekanga kodwa ngyaphila ngeNgentshumayelo ye Nabachu
Dlakadla inkosi ikukhulise siyabonga
Bengikhona bagadle bonke amakhosazane nenhlalusuthi.beyibekile indaba ingane zika baba .yamndandi inkonzo yonke
Ngyabonga kade ngiyilindile solokhu ngicheck notification sicela neyamakhosazana ungadinwa sithi🙏🙏🙏🙏
Bungewedwa mfwethu nami kade ngicheck
Ngyakuzwa Mpriste mfwethu, syabonga Dlakadla umsebenz omuhle
Syabonga baba sicela neyamakhosazane baba usiphe mtakaJehova
UZindela akafunde ukunika abanye ithuba,njalo minyaka yonke akafuni ukusala.
As long ekhuluma ngoShembe let him talk even if he talks for the whole year, there's nothing wrong with that.
ngempela akasali loqhawe
Siyabonga Dlakadla bhuti, iNkosi ikubusise
Siyabonga nkosi yamakhosi nyazi lwezulu uyesabeka Dlakadla ungu Nkulunkulu wami ngicela ukuma enva kwakho baba noma kunzima ukhona wena
Dlakadla siyabonga inkosi kubusise
Shembe Nkos yeZulu noMhlaba ❤❤❤
Siyabonga bhuti udlakadla 🙏
Kade silindele😊❤🙌🙌🙌🙌
Syabonga Msuthu, ungadinwa yithi Baba
Ukuthunywa iNkosi uNyazi nokukhuluma phambi kwayo kuyisisindo sokugcina
Bengayilindele leyankonzo, yehle ezulwini. Iyaphilisa yakha ithemba yakha nemndeni yethu
Amen
Siyabonga bhuti nathi ebesingamenywanga siyibambalaphakuwe
Bengikhona agijime kakhulu amakhosana 🔥🔥🙏🏽🙌🏽
Intsha e more than 52 years bayanifuna emazweni akini nizoba abavangeli nihleli kwi NABACHU
Akuve kubuhlungu ukukhuluma ngelinye ikholwa kukhombisa ngokusobala ukuthi ugqokele ubala imfundiso ezilapho esontweni ekhaya lemiphefumulo kuthethelwa abantu basemakini amacala hambani khona nizoyeka ukusola nento engenasidongo bakithi
Khuzani le keyboard ebangaungaumsindo kazi bayiyekelani lendlela eyishawa umjinti madlala
Syabonga Dlakadla sacela usipha namazothoniya🙏🙏🙏🙏
khuphuka Mthethwa .sifuna imali yezi speaker Mthethwa
Umthandazo wasekuseni diyawucela Dlakadla baba
Syabonga kumqophi.
Yaze yahlabelela iNkosana yakwaSibiya
Ngyabonga kakhulu sisi wami, konke kunguthando nokuvuma koNyazilwezulu🙏
Sicela neyentaba yepheza🙏
❤❤❤ dankie Dlakadla
Ngyayikhumbula leyonkuluma yokubhubha komhlaba okwakushiwo ngawo
Besilinde ayakoDlakadla isthathe isbeke
Ngicishe ngamfonela ukuthi hhayi bo nali lishona nanamuhla😢😂😂😊😊😊😊
@@mzwandilefakude8758 🤣🤣🤣
Ay uNgubane
Kabi!!!!
🤲👐
❤👏👏amen
🚂☀️🌑🌈⚡🙇🙏❤️
Enkosi kakhulu bhuti Dlakadla
Dlakadla how come you didn't upload the 1st service?
It was failed uploaded
@@shembedlakadlavideo kulungile
@@shembedlakadlavideo thanks for your great work
Abositshela oZindela uma kugwazelwa ukuyoshumayela hawu njalo yena uyashumayela ay
Syabonga baba uboyikhipha I video ekupheleni kweSabatha Syabonga 🙏🏿
sibuye simthengele neData uma sithola ithuba 🤙 noma uma sihlangana naye simphuzise noDrink 🤙
@@ntokozokhumalo8205😂 sho case because kukhona intekuthiwa i BUDGET ayabiza amaDATA
@@ntokozokhumalo8205izwi lelo bhuti
@@thobaningubo1200 nawe Gatsheni sisazokuthengela udilinki ayasiza amaVideo akho omgidi
🙌🙌
Zimnandi indaba zaseZulwini
❤❤❤
Usikhumbule nkosi
Dlakadla mfwethu sicela post Fast besingekho emhlanganweni asijabhi kakhulu NGoba uyasipha umsebenz waseZulwini sSiyabonga mfwethu
Network
Izulu likaShembe? UShembe wuphi, kulaba baningi kangaka? Likuphi elabelungu izulu lona, noma elamaNdiya, noma elabeSuthu....? NgokukaJohane 14:6 ZUL20[6] UJesu wathi: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami. 1 KuThimothewu 2:5 ZUL20[5] Ngokuba munye uNkulunkulu, munye nomlamuleli phakathi kukaNkulunkulu nabantu, NGUMUNTU UKRISTU UJESU,.....HAYI UShembe eKZN, cha bo, masngadukisi abantu bakaNkulunkulu. Masimesabe uNkulunkulu, ngoba...KumaHeberu 12:29 ZUL59[29] ngokuba uNkulunkulu wethu ungumlilo oqothulayo.IDutheronomi 4:24 ZUL20[24] Ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho ungumlilo oqothulayo, unguNkulunkulu onomhawu.
Awsimele wesyazi 😩
Ngiyithandile isystem yaMshumayeli Gcwensa kulelibandla kuyadinga ulalele sometimes ungasukumi njalo😊😊❤.
Very good. Phela INQWELE leyo. Mese kuphaka yona kuthula umoya.
Kufuze nalomfana kaZindela abukele kubona oGcwensa,ngoba akafuni ukunika abanye ithuba, hlezi ufuna umugqa
Ayi cha uyanaka nhlalisuthi bengingayinaki leyo ngikuzwa kahle👌
@@n.hmahlaba465 Singabafana bakulenkonzo Mntakababa 😂😂😂
Asibonge kwi nabashu yoNyazilwezulu .phambili Enkazimulweni Temple ePitoli yo NyaziLwezulu Ameeen!!!!! 🙌🙏
Bafethu ngeke uNYAZI lugcwaba umuntu nge Mbuzi ⚡✨⚡. Akuyena umuntu UNYAZI Lwe ZULU. Bangasola nje omhlezi eyisola kodwa uNyazi umnikazi wezinto zonke.
I was there what a great service indeed 👏
Hhai we enjoyed the service
Yebo mfethu.
Dlakadla baba siyabonga akwande ukhule baba uNkulunkulu akubusise ngaphezu kokucabanga kwakho 🙏
Siyabonga Dlakadla Mnewethu, uqhubeke njalo nokusithekela iZwi lika Jehova wethu uNyazilwezulu.
Sasikhona ngalo lolusuku ezulwini kuJehovah Nyazilwezulu amen ❤ 🔥🙏
NyaziLwezulu Nkosi yamakhosi Nkulunkulu engimkhonzayo ungikhumbule baba, Siyabonga Thamsanqa eNkazimulweni uShembe uNyazi ngu Nkulunkulu manazaretha 🙏
Ngehlulwa isono Shembe uyange hlula umthetho wakho Nkosi
Hhai siku July bangcwele ilokho nje engingakusho 🔥🔥🔥
Liyashaywa ivangeli la. Mhlengi mfethu bhuti🙌
Dr. Sanele Sibiya, I love him. Well mannered and respectful. ❤❤❤
Inkulu indaba esesihlalweni-akabongwe UShembe 🙏.
Siyabonga ngenkonzo enhle yasezulwini.
Sanele Sibiya🙌🙌uyahlabelela mtaka Jehova❤🔥🔥
Engikqaphelayo ngalensizwa esencane yakwa Sotobe uShembe uphila ngaphakathi kuyona mina ngike ngabanayo eThempelini langakubokwayo iseseskoleni isathwele kanzima ibinzima emgidini nasekhlabeleleni iphiwe
@@mkhabolengayondodemnyama8418 Sengathi uShembe engamkhanyisela njalo🙌
Khula Nyazi Lwezulu khula Nkosi yaMakhosi 🙏🙏🙏🙌🙌❤️❤️
Mshumayeli Cele eNdwedwe Ogunjini owangakithi
Siyabonga Dlakadla 🎉🎉🎉🎉
Siyabonga Dlakadla muhle umsebenz wakho
Awu mfowethu CELA ungibusise nangeyamaKhosazane, akuphumelelekanga kodwa ngyaphila ngeNgentshumayelo ye Nabachu
Dlakadla inkosi ikukhulise siyabonga
Bengikhona bagadle bonke amakhosazane nenhlalusuthi.beyibekile indaba ingane zika baba .yamndandi inkonzo yonke
Ngyabonga kade ngiyilindile solokhu ngicheck notification sicela neyamakhosazana ungadinwa sithi🙏🙏🙏🙏
Bungewedwa mfwethu nami kade ngicheck
Ngyakuzwa Mpriste mfwethu, syabonga Dlakadla umsebenz omuhle
Syabonga baba sicela neyamakhosazane baba usiphe mtakaJehova
UZindela akafunde ukunika abanye ithuba,njalo minyaka yonke akafuni ukusala.
As long ekhuluma ngoShembe let him talk even if he talks for the whole year, there's nothing wrong with that.
ngempela akasali loqhawe
Siyabonga Dlakadla bhuti, iNkosi ikubusise
Siyabonga nkosi yamakhosi nyazi lwezulu uyesabeka Dlakadla ungu Nkulunkulu wami ngicela ukuma enva kwakho baba noma kunzima ukhona wena
Dlakadla siyabonga inkosi kubusise
Shembe Nkos yeZulu noMhlaba ❤❤❤
Siyabonga bhuti udlakadla 🙏
Kade silindele😊❤🙌🙌🙌🙌
Syabonga Msuthu, ungadinwa yithi Baba
Ukuthunywa iNkosi uNyazi nokukhuluma phambi kwayo kuyisisindo sokugcina
Bengayilindele leyankonzo, yehle ezulwini. Iyaphilisa yakha ithemba yakha nemndeni yethu
Amen
Siyabonga bhuti nathi ebesingamenywanga siyibambalaphakuwe
Bengikhona agijime kakhulu amakhosana 🔥🔥🙏🏽🙌🏽
Intsha e more than 52 years bayanifuna emazweni akini nizoba abavangeli nihleli kwi NABACHU
Akuve kubuhlungu ukukhuluma ngelinye ikholwa kukhombisa ngokusobala ukuthi ugqokele ubala imfundiso ezilapho esontweni ekhaya lemiphefumulo kuthethelwa abantu basemakini amacala hambani khona nizoyeka ukusola nento engenasidongo bakithi
Khuzani le keyboard ebangaungaumsindo kazi bayiyekelani lendlela eyishawa umjinti madlala
Syabonga Dlakadla sacela usipha namazothoniya🙏🙏🙏🙏
khuphuka Mthethwa .sifuna imali yezi speaker Mthethwa
Umthandazo wasekuseni diyawucela Dlakadla baba
Syabonga kumqophi.
Yaze yahlabelela iNkosana yakwaSibiya
Ngyabonga kakhulu sisi wami, konke kunguthando nokuvuma koNyazilwezulu🙏
Sicela neyentaba yepheza🙏
❤❤❤ dankie Dlakadla
Ngyayikhumbula leyonkuluma yokubhubha komhlaba okwakushiwo ngawo
Besilinde ayakoDlakadla isthathe isbeke
Ngicishe ngamfonela ukuthi hhayi bo nali lishona nanamuhla😢😂😂😊😊😊😊
@@mzwandilefakude8758 🤣🤣🤣
Ay uNgubane
Kabi!!!!
🤲👐
❤👏👏amen
🚂☀️🌑🌈⚡🙇🙏❤️
Enkosi kakhulu bhuti Dlakadla
Dlakadla how come you didn't upload the 1st service?
It was failed uploaded
@@shembedlakadlavideo kulungile
@@shembedlakadlavideo thanks for your great work
Abositshela oZindela uma kugwazelwa ukuyoshumayela hawu njalo yena uyashumayela ay
Syabonga baba uboyikhipha I video ekupheleni kweSabatha Syabonga 🙏🏿
sibuye simthengele neData uma sithola ithuba 🤙 noma uma sihlangana naye simphuzise noDrink 🤙
@@ntokozokhumalo8205😂 sho case because kukhona intekuthiwa i BUDGET ayabiza amaDATA
@@ntokozokhumalo8205izwi lelo bhuti
@@thobaningubo1200 nawe Gatsheni sisazokuthengela udilinki ayasiza amaVideo akho omgidi
🙌🙌
Zimnandi indaba zaseZulwini
❤❤❤
Usikhumbule nkosi
Dlakadla mfwethu sicela post Fast besingekho emhlanganweni asijabhi kakhulu NGoba uyasipha umsebenz waseZulwini s
Siyabonga mfwethu
Network
Izulu likaShembe? UShembe wuphi, kulaba baningi kangaka? Likuphi elabelungu izulu lona, noma elamaNdiya, noma elabeSuthu....?
NgokukaJohane 14:6 ZUL20
[6] UJesu wathi: “Mina ngiyindlela, neqiniso, nokuphila; akakho oza kuBaba ngaphandle kwami.
1 KuThimothewu 2:5 ZUL20
[5] Ngokuba munye uNkulunkulu, munye nomlamuleli phakathi kukaNkulunkulu nabantu, NGUMUNTU UKRISTU UJESU,.
....HAYI UShembe eKZN, cha bo, masngadukisi abantu bakaNkulunkulu. Masimesabe uNkulunkulu, ngoba...
KumaHeberu 12:29 ZUL59
[29] ngokuba uNkulunkulu wethu ungumlilo oqothulayo.
IDutheronomi 4:24 ZUL20
[24] Ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho ungumlilo oqothulayo, unguNkulunkulu onomhawu.
Awsimele wesyazi 😩
Amen