Waphela Umshado kaNgizwe ngenxa yokuba "Undlovu kayiphikiswa"

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 9 лют 2025
  • Waphela Umshado kaNgizwe ngenxa yokuba "Undlovu kayiphikiswa"

КОМЕНТАРІ • 145

  • @lihlentuli8562
    @lihlentuli8562 3 роки тому

    ibambe ngakho wayethi kuyoba njani azikhale Chunu

  • @zinhlengcobo3563
    @zinhlengcobo3563 2 роки тому

    Mmmm ongizwe pepepepe Kanti ziyamhlula ezakhe

  • @mzamisenisbusiso92
    @mzamisenisbusiso92 3 роки тому

    Noma kunjalo ahamba umfazi kodwa akathelwa ngenyongo kabili.ngyema lapho

  • @patricknyameko558
    @patricknyameko558 3 роки тому +1

    Wayevele elahlekile losisi and nabo laba abasele ijazi lizogcwala umoya cz abanandoda bazihlalele hleke njengam,ayikho indoda ekhuluma kangaka igaxela kuzo zonke izinto.

  • @ayabongangqongela1390
    @ayabongangqongela1390 3 роки тому +4

    Naye ukhuluma kakhulu usedlula umfazi straight. Ubani ongagana umuntu ophapha kanje😂😂😂😂😂😂😂

  • @thulanidvdmsomi4421
    @thulanidvdmsomi4421 3 роки тому +5

    Bonke basazohamba labafazi ngendlela uNgizwe aziphethe ngayo emphakathini.Isiphoxi

  • @ZWIDEMEDIA
    @ZWIDEMEDIA 3 роки тому +2

    Kwakubi ukubhidlika komshado kamacingwane. lulama mfowethu usilethele zona zishisa🙌❤❤

  • @bonaniprudenceprudence3600
    @bonaniprudenceprudence3600 3 роки тому +1

    mmm ngempela uyakhuluma nangumuntu wesilisa okubi nje uyamemeza

  • @zolamhlongo5595
    @zolamhlongo5595 3 роки тому +1

    Akungimangazi .... uyakhuluma umuntu Yooh ....💃🏻💃🏻💃🏻ngibaleka....

    • @nokuthulaluthuli4426
      @nokuthulaluthuli4426 3 роки тому +2

      Ukhuluma udlula abafazi bakhe

    • @zolamhlongo5595
      @zolamhlongo5595 3 роки тому

      Nokuthula Luthuli .... yoooh .. mina ngyamsaba 🤣🤣🤣....

    • @hlengiwebuthelezi5076
      @hlengiwebuthelezi5076 3 роки тому

      @@nokuthulaluthuli4426 lm sure kugcina yena ngeke uyakhuluma boh maye

    • @nokuthulaluthuli4426
      @nokuthulaluthuli4426 3 роки тому

      @@hlengiwebuthelezi5076 angeke ngikwazi Mina ukuhlala naye kubuye kungi bore ukukhuluma

  • @philisiwdlamini4014
    @philisiwdlamini4014 5 місяців тому

    Kunjalo.ipela.ukhuluma.lokhu.okweqile nokuphapha.yhoo.angiyazi Indoda ukhuluma.. kangaka hyooo😊

  • @nonhlanhlamkhwanazi7632
    @nonhlanhlamkhwanazi7632 7 місяців тому

    Waye vele ayithathe ngomuthi ngeke lengane enhle kanje ugane ungizwe

  • @cstraws4718
    @cstraws4718 3 роки тому +2

    Ushadelani uma ungafuni ukuboniswa ulomuntu omthathile. Madoda ake nikhulue nihlakaniphe

  • @emmanuelmchunu3526
    @emmanuelmchunu3526 3 роки тому +3

    Waya ngegugu lodumo lomsakazi no Ngizwe uthandana no cc bamabhulukwe

  • @tashntokzin1443
    @tashntokzin1443 3 роки тому +4

    Lungisa Macingwane kwakho, uyeke ukufuna ukuziveza kakhulu la ezindabeni ngabanye abantu, nansi indlu yegagu inetha mfo

  • @sfisonkosi1117
    @sfisonkosi1117 3 роки тому +2

    Hello ibambe ngakho inyoni endizela phezulu iwela phansi uma isifa, vele umfokaMchunu ulidlabha akamazi omunye umuntu uzazi yena ungafunga ukuthi wakhulela ehlathin njengesagila .ngithi nje kuye umshubo✊

  • @malumevietv6777
    @malumevietv6777 3 роки тому +8

    Inkinga waya ngodumo lwemali, kwaphela imali kwaphela uthando

  • @thembinkosimajola2769
    @thembinkosimajola2769 3 роки тому +4

    Bonke basazomshiya ngoba uyisilima sendoda esikhuluma izindaba zabantu engabe unaka abafazi bakhe nx lesisidwedwe sendoda

  • @luckybiyela2529
    @luckybiyela2529 3 роки тому +2

    Akavele ayoxolisa kuMgqhilazi ngoba ziyakhala ngempela njalo angabe akubonakali, yehlisa ulaka nawe qhawe. Umuntu wesfazane hlezi ototoswa njengoba nawe ekutotosa qina ulungise amaphutha uzibheke wena kuqala. Kuzolunga inkani aysizi eskhathini samanje kusebenza inqondo kphela.

  • @luthomaxsimelane
    @luthomaxsimelane 3 роки тому +7

    Akasiyo Ndoda uNgizwe
    Ikakhulu kuleyinsuku ezedlule ay Angimazi umuntu okhuluma kanjena

    • @sandilezikode8582
      @sandilezikode8582 3 роки тому

      🤣🤣🤣

    • @innocentiamathenjwa6341
      @innocentiamathenjwa6341 3 роки тому

      Nifuna lamadoda ahlebayo..akhuluma ngabantu u Ngizwe igama ulibiza straight nimzondela lokho kuya nethusa ukubona indoda ikhuluma iqiniso

    • @hlengiwebuthelezi5076
      @hlengiwebuthelezi5076 3 роки тому

      Ayi nami bengithi ngiyibona ngedwa lento hhayi shame uyakhuluma boh maye 🤐🤐🤐 indoda ekhuluma kangaka

    • @mcsiemtetua1037
      @mcsiemtetua1037 3 роки тому

      @@innocentiamathenjwa6341 mhlampe kuncono nayo ehlebayoke weMgabadzeli kunexokozayo

    • @innocentiamathenjwa6341
      @innocentiamathenjwa6341 3 роки тому

      @@mcsiemtetua1037 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 hhay🤗 wangiqeda Mfetu

  • @IKHONOLIVE
    @IKHONOLIVE 3 роки тому +1

    Up King Langabi. Ushay' intecokeme bafo🙌👑

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  3 роки тому

      Ngyabonga bafo 🙏🏾🙏🏾🙏🏾

  • @sandilezikode8582
    @sandilezikode8582 3 роки тому +2

    Akekho ongahlalela umahlalela omanzi nasemlonyeni

  • @philiswamafu8726
    @philiswamafu8726 3 роки тому

    Phuma sana kungeka motshakali nto kunzima emitshatweni qha siyanyamezela kuba sisithi sicingela abantwana kungenjalo kuyafiwa nontombi yenza go xa kungakulungeli andifuni mntu aviswe kabuhlungu njengam ndive shu mna andinqweneleli mtanam kulonto kodwa ndisekuwo

  • @sifisotwalamedia
    @sifisotwalamedia 3 роки тому +11

    UNgizwe uzogcina engenankosikazi. Udina Uma ekhipha inhlamba. Abamshiye mhlambe uzovuleka inqondo.

  • @sibongilemlambo798
    @sibongilemlambo798 3 роки тому +1

    Ayikho leyonto uNgizwe hayi boh 🥱

  • @thulisilendzimande4126
    @thulisilendzimande4126 3 роки тому +28

    Cha musani ukugiya ngethambo laNGIZWE MLANDO MCHUNU akuqali ngaye ukwahlukana nomfazi abantu abaganene baba nezinkiga, angicabangi ukuthi kuwena ongadumile kubamnandi yini uma ushiwa umkakho, sorry guyz . Angizami ukuzenza ncono

    • @innocentiamathenjwa6341
      @innocentiamathenjwa6341 3 роки тому +3

      Yeah cc u qinisile mina angaz umunt omnyama unjani avethanda ukuhleka inkinga zabanye..bant ezakhe akazikhulumi...sebefakaza ngathi indaba bayayaz isukephi kodwa ke cc neskole siyawenza umehluko emtwini..akuqali ngongizwe lento

    • @thulisilendzimande4126
      @thulisilendzimande4126 3 роки тому

      @@innocentiamathenjwa6341 kushukuthi noma ngabe ingmbulala lento singajabula.

  • @lusiwelucy1835
    @lusiwelucy1835 3 роки тому +13

    Awu bakithi u floda naye wathathwa udumo lokuthi ungizwe ungumsakazi okhozini kwaphela umsebenzi kwaphela uthando

    • @kimbrohlindo7602
      @kimbrohlindo7602 3 роки тому +1

      Ngempela dadewethu olunjani lolu oluphela kanye nomsebenzi

    • @velaniclive1787
      @velaniclive1787 3 роки тому +1

      Angithi phel baqoma ngokuthi umuntu unani dat why kunje,abasenalo thando laba

    • @lusiwelucy1835
      @lusiwelucy1835 3 роки тому

      Ngikhumbula kahle mhla ezoshada no ngizwe wabuzwa ukuthi y ezongena esthenjini wathi I ngoba naye uyamthanda jikijiki sekuphela umsebenzi endodeni akasayifuni yena futhi

  • @dlays6117
    @dlays6117 3 роки тому

    Indlala

  • @kwanelesiwela5572
    @kwanelesiwela5572 3 роки тому

    2018 pho😳

  • @thabisondwandwe5165
    @thabisondwandwe5165 3 роки тому

    Ningagiyi ngethambo laNgizwe "AZIKHO INKINGA KINI"

  • @thankslordmthimkhulu6790
    @thankslordmthimkhulu6790 3 роки тому +1

    Awuyeke ukutshela abantu amanga

  • @sbhamugedeza5719
    @sbhamugedeza5719 3 роки тому +3

    Ncese macingwane indoda ayiwi iyaguqa ithathe amandla siyazi usavuka kubuye kube kuhle futhi

  • @ingomayasenquthu416
    @ingomayasenquthu416 3 роки тому +1

    Wawuvele untengantenga lo wesekwe udumo Nemali

  • @izinsimbi
    @izinsimbi 3 роки тому +7

    Mina angithandi somdakadaka ukuthi inkinga zasendlini zabantu sikhulume ngazo lakumasocial networks

  • @velenkosininxumalo568
    @velenkosininxumalo568 3 роки тому

    Wawuvele uzivake obishini ntokazi pho bamsolani ukhuzani ngoba uqinisile

  • @muziwempilondlovu3378
    @muziwempilondlovu3378 3 роки тому +1

    Doctor 3 second siza boh

  • @mamdlovu3136
    @mamdlovu3136 2 роки тому

    Ngidlulisa ukuzwelana naye Sinqa Semfene ngokushiywa mfaz

  • @thobanintombela9193
    @thobanintombela9193 3 роки тому +5

    "Musuya ngegugumtanam khetho omthandayo"

    • @lethoh7470
      @lethoh7470 3 роки тому +2

      Aw ngoba la kphela khon igugu kuphela konke nothando wemtanami luzophela. 🤘🤘🤘

    • @mavavasikhakhane4670
      @mavavasikhakhane4670 3 роки тому

      Akashade muntu ingizwe ushaqe izingane zabantu lo

  • @lindanismanqaliciousmncwaa4885
    @lindanismanqaliciousmncwaa4885 3 роки тому

    Washiya isiphala phala lesi. Ungizwee. Ngizwe mina

  • @thobidlamini5824
    @thobidlamini5824 3 роки тому +1

    Hheyi iyakhuluma nayi insizwa yakwa Mchunu futhi ayiphikiswa okwangempela!
    Uyahoshozela nawe msakazi. 😂

  • @osiniqjt483
    @osiniqjt483 3 роки тому

    Ongungapheli kyahlola,uma sekuphelile kuphelile kuth iphutha elikabani akubalulekile.

  • @lihlentuli8562
    @lihlentuli8562 3 роки тому

    Phendula chunu

  • @NomvuseleloNkomo
    @NomvuseleloNkomo 6 місяців тому

    Ayikho intombazane esile ekhanda engashada no Ngizwe lobhuti une disorder

  • @thulanivilakazi1627
    @thulanivilakazi1627 3 роки тому +3

    Ayikho leyo lentombi yashadela imali manje ubhuti sengu mashaya inyoka ngeke ikhone

    • @siyabulelandlovu5080
      @siyabulelandlovu5080 3 роки тому

      Ungizwe.uķhuluma.kakhulu.habo.yayikuphi.indoda.ekhuluma.sengathi.umnfazi.naye.olahlekelwa.inqondo.

  • @senzosbonelo6186
    @senzosbonelo6186 3 роки тому +1

    Mina ngokwamingibona ukuthi usisilona waqomagoba ebona ungizwe edumile ewusakazi oKhozini masekuphela umsebenzi nothandolwaphela

  • @bhekisanicele2746
    @bhekisanicele2746 3 роки тому +2

    Ubekade evele ezahamba lowo, ngoba ungizwe engasasebenzi.
    Wayengaqondile vele ukuyogana lowo naye nje wayefuna ukuthi kuthiwe wake wagana.
    Kuyabekezelwa emendweni sisi awuhambe unekela amaphepha izindaba zase mshadweni wakho.
    Musani ukudlala ngo Ngiizwe akuqali ngaye ukwehlukanisa.

  • @nhlanhlasdla
    @nhlanhlasdla 3 роки тому

    Angaze ashiywe umfaz uban ifuna indoda ewuvovo kanjena🤣🤣🤣

    • @nobuhlegumede9856
      @nobuhlegumede9856 3 роки тому

      Impempe, yey ukhuluma aze abhede. Yafa indlala ingane since 2018. Baleka nuh

  • @mthokozisimdunge3724
    @mthokozisimdunge3724 3 роки тому

    Kubuhlungu ukuba ungizwe..waliwe umakoti kanti nobusika busemome..ongabe iyozala nkomoni

  • @finnamsiza8755
    @finnamsiza8755 3 роки тому

    Kodwa uyambona UMacingwane uyapepereza indoda ekhulumakanje

  • @qinisolastborn3918
    @qinisolastborn3918 3 роки тому

    Yalayeka uNgizwe kangikaze ngimbone mfana okuluma kanje aphi amanga amibengishilo kuthi ngisho khaya kulawula yena hamba cc zoyithola indoda ayi lomfazi yakhuluma lento yeyi

  • @bongimpilobiyela5586
    @bongimpilobiyela5586 3 роки тому +1

    sizithola zishisa ku DAWUD TV dankoooo!

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  3 роки тому +1

      🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @dancandladla4949
    @dancandladla4949 3 роки тому +2

    "Indlu yegagu iyanetha"

  • @mandlandlovu2311
    @mandlandlovu2311 3 роки тому +2

    sithi nxese macingwani

  • @mazwanemazwane3400
    @mazwanemazwane3400 3 роки тому

    Ukuthi.ungizwe.ubona ngathi.uphila.yedwa la.ezweni zolo lokhiu.ngimuzwe.ethi.akafuni.ukubhedelwa yena abamshiye ngoba inqondo.yakhe.ayisebenzi

  • @mfundomagubane6565
    @mfundomagubane6565 3 роки тому +1

    Wamuhle umka kaNgizwe

    • @sbanimvelase4419
      @sbanimvelase4419 3 роки тому

      She is a golddigger

    • @hlengiwebuthelezi5076
      @hlengiwebuthelezi5076 3 роки тому

      @@sbanimvelase4419 uma kungasuka lento esekhanda nodaka lolu olupende ubuso namashiya singabona okunye 🤔🤔

  • @lesliemasuku7558
    @lesliemasuku7558 3 роки тому +1

    ...As thy say... A good man is a woman's best friend... In a relationship one has to be determined, not not stubborn... Determination is positive:feels light and will take you far, it's a willingness to change as needed, keeping an open mind...stubbornness is a heavy feeling, a refusal to budge, a negative, closed mind and will hold you backwards...

  • @mzwandilesikhakhane7573
    @mzwandilesikhakhane7573 3 роки тому

    Unamanga thani akasenamali wawukade ungakuboni yini lokho

  • @samukelomamba6362
    @samukelomamba6362 3 роки тому

    First to comment

  • @hlengzahgoodness5254
    @hlengzahgoodness5254 3 роки тому

    Kwakubi okwenzeka kungizwe kodwa akukho okungadluli lala ngenxeba mfethu

  • @snayenothando924
    @snayenothando924 3 роки тому

    Ngokwejwayelekile abantu beslisa abayona inhlobo ekhuluma kakhulu,kodwa loNgizwe njengoba ekhalisa ngisho amadoda ukuthi ukhulumela safuthi,cha kfanele sibone sabesfazane ukuthi ihlulekile ingane yabantu ukumelana noKhozi endlini and yilolukhozi olungaphelelwa nayibattery loluya,hay iyakhuluma leyandoda weeh!!

  • @happygirlnkatha4771
    @happygirlnkatha4771 3 роки тому

    Awumdlwenguli ngani ntombo kkk

  • @sanelemantombi5067
    @sanelemantombi5067 3 роки тому

    So sad

  • @fathimamangubaneahmed4840
    @fathimamangubaneahmed4840 3 роки тому

    Hau kwakubike,kungcono ngoba unabo abanye ngezwa kuthiwa unesithembu

  • @mandisagasela7403
    @mandisagasela7403 3 роки тому +3

    Mhlampe ucele ukuthi umu sucker wababaza ibhadi umfoka Mchunu wathi amanyalamani lawo ngisazilile mina ibhutho alikaka gezwa wayizwaphi leyo !!!!!!!!!!!!! mina bengeke ngimucele lutho uMchunu akazwile kulenyanga ufusegisa kwasani bengizomu thopha kamnandi ngimehlise ulaka unalo akazwile

    • @nondumisondlovu1483
      @nondumisondlovu1483 3 роки тому +1

      🤣🤣🤣🤣😂unghlekiselani ngafa yinsini ubeyokujula ngale kwebhedi Athi ubaba yini wenzani 😜😜

  • @brianmxoh1417
    @brianmxoh1417 3 роки тому

    Kodwa ungaze uhambe sisi omunye umfazi loya khuluma kakhulu suka

  • @victormfanafuthihadebe9443
    @victormfanafuthihadebe9443 3 роки тому

    udakiwe wena uthanda izindaba sosizakeke hambofuna umsebeñzi wena awukaze waliwe intombi udakiwe wena

    • @violetncube1279
      @violetncube1279 3 роки тому

      Njengoba eboshiwe abafaz bakh bonk babekhon nje

  • @frankjelencube7261
    @frankjelencube7261 3 роки тому +1

    Ukhulumisa oko mfazi ungizwe

    • @jabundaba3540
      @jabundaba3540 3 роки тому

      Yenzekahle.wamshiya phansi akundoda umfazi nenkonzo yasekamelen aysenziwa wafindlalumfazi kushuthaysebenzi

  • @zondigagashe5268
    @zondigagashe5268 3 роки тому

    KWAKUBI KE LOKHO UNGIZWE YINDODA AKAGUGI KODWA LOMFAZI UZOGUGA KUQALA KUNONGIZWE🤞

  • @siphesihlethabede6460
    @siphesihlethabede6460 3 роки тому

    Wasiza ntombazane shiya umhlola loh vele abafazi ababili ngeke bahlalelane nje.....uwubebe nansi indoda ngeke usho kuthi ndoda yomzulu ekumele ngabe yazihlonipha nesithunzi sakhe.
    # ibambe ngakho shuthi nase kamelweni kuyabhimba 🙈🙈🙈🙈ake akhulume kovuthwa isitambu

  • @mkhanyiselimyendeki8751
    @mkhanyiselimyendeki8751 3 роки тому

    🤣🤣🤣 hayi uyancishana ungizwe 2008 awu indlala Cha🤣🤣🤣

  • @geeproduction611
    @geeproduction611 3 роки тому +4

    Ai cha! Kodwa naye lo owesifazane ubekade evumelani ukushada noNgizwe kwasekuqaleni ngoba kusobala ukuthi siningi isikhathi abasichithile bendawonye ngaphambi kokuba beshada......

  • @sbanimvelase4419
    @sbanimvelase4419 3 роки тому

    Yena uNgizwe ubukeka ilixoki elingaphixiswa kodwa abafazi y sebekubona manje lokho ngoba ungasekho umsebenzi ?

  • @luckynhlanhla30
    @luckynhlanhla30 3 роки тому +1

    Ungizwe ezitshela kanje kanti unenkinga yasekamelweni😄😄😄

  • @RealTV11
    @RealTV11 3 роки тому

    Zakhala 😂 2018 Inkonzo yase kamerweni

  • @nkosinathihadebe8756
    @nkosinathihadebe8756 3 роки тому

    WemaCingwane hamboxolisa lapha kuDocter 3secend izintozakho zizobuyelesimeni ngoba manje kuyabheda nje konke

  • @inhaleairfc3843
    @inhaleairfc3843 3 роки тому

    Ngicabanga kuthi uMchunu akanaye mfazi oyedwa yingakho lo eseshiya ngoba kuhanjwa ngolayini kanti mawumuntu komele unganaki ezinye izinto kanti wazikuthi lamhlabeni kwenzeka noma yini sithandazinto ezingafani banye bathanda Khuzani noma esebheda ababoni ngobabayamthanda abanye uMthandeni noma naye esebheda ababoni bavalwe ukumthanda nalosisi ebengakuboni konke lokho usekusho manje kubengathi bavele bashada bengakazani kungenzeka bathe kuMchunu akashiye abafazi wavuma kodwa akakwenzi yingakho bethi akalaleli

  • @Plays4z
    @Plays4z 3 роки тому

    Wayengakuboni yini loko esasebenza

  • @mcebiseni8334
    @mcebiseni8334 3 роки тому

    Yabona mhla abantu besifazane bayeka ukuqomela imali no dumo iyophela yonke lento cz usembona manje kuthi undlovu kayiphikiswa kade esasebenza ungizwe ubengamboni konke lokhu asekubala nxeeeeeeeeeeeeehhhhhh

  • @saragora3331
    @saragora3331 3 роки тому

    Impela indaba yesithembu ihambisana nemali. Uma imali ingasekho naso siyaphela. Uma uProf Khehlelezi angamphakamisa uNgizwe inkosi yamabhinca angabuya lomfazi. Or kungenzeka ukuthi kusa ukugqilazwa kwakhe uDr 3 seconds?

  • @zpkheswa5519
    @zpkheswa5519 3 роки тому

    Uythathaphi lendaba ngoba bebesemsakazweni no khehlelezi kwivuma ehamba naye ufloda emavikini adlule , Waze wachoma ufloda ukuthi uye osemthethweni ngokwenkantolo strategy lesi sokuyqhelelanisa neChunu ukuzaqasheke phela linyathelamakhonabantu abaningi leli lako Macingwane otherwise basawsharp

    • @gladysdlamini337
      @gladysdlamini337 3 роки тому +1

      Ha Nani ngingaka nje ngangingeke ngishade no Ngizwe uyakhuluma boh ngathi wake wash nendlu

  • @musabitsoane1692
    @musabitsoane1692 3 роки тому

    2018 😂😂😂😂gal

  • @keabetswephahlane6708
    @keabetswephahlane6708 3 роки тому

    😳😳😳

  • @ncamiehlabisa2602
    @ncamiehlabisa2602 3 роки тому

    Ubekezelile shame ngabe kade mina 🐵🐵

  • @zibuyilehlongwane3366
    @zibuyilehlongwane3366 2 роки тому

    yin bo kangaka kade osaziwayo babeshiwa abafazi yin bo sbikelwe ngokangizwe an akasiyena nosaziwayo ungizwe umunte nje nawe zwide ubuye ubhore nje usdilivele iyndaba ezi useless ezingenasdingo bese uloke uthi asi subscriber lodoti osbikela wona

  • @princentshangase6815
    @princentshangase6815 3 роки тому

    Dawud voice yakho yanjena nje today why? Aksiyo le engiyaziyo 🙄

  • @bulelanindzoyiya5903
    @bulelanindzoyiya5903 3 роки тому +2

    Uma ukuluma ngoNgizwe ukuluma ngomfazi not indoda🙄🚮😂😂

    • @hitmusic9291
      @hitmusic9291 3 роки тому

      Golo elimanzi wena sihlama

    • @nelisiwenkwanyana698
      @nelisiwenkwanyana698 3 роки тому

      Uyazi u-gal

    • @innocentiamathenjwa6341
      @innocentiamathenjwa6341 3 роки тому +1

      Enjani indoda ebamba inkunzi emahostela nisphuce amafoni yibona budoda lobo..mxm kahleni bafetu senayani ko circumcise nehlukane no Ngizwe

  • @sphiwegiftcaluza8353
    @sphiwegiftcaluza8353 3 роки тому +1

    akamaz omunyumunt uNgizwe usazoke athole isfundo khona ezohlonipha abanyabantu,ngisho nasemabuthweni wayenganikIle lento ayeyihambele waye busy ecofa uTshatha lapho uTshatha ukhuluma maknesdingo akavele akhulume nje

  • @antanamosiea6875
    @antanamosiea6875 3 роки тому +4

    Please don't publish my name or phone number. UNgizwe uyagula.Konakala uma ephelelwa umsebenzi.Izihlobo eziseduze naye azimsize.Ziningi phela izifo.Cishe unokhwantalala.(depression)Awukaze umbone umuntu oxabana nabantu njalo.Ukhuluma angabi nakhefana nanqgi.
    Thank you
    Salukazi

    • @yollandahmagubane3938
      @yollandahmagubane3938 3 роки тому

      🤔

    • @florencecindy6464
      @florencecindy6464 3 роки тому

      You might be right,,"Depression "

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi 3 роки тому

      Mina ngithe Uma ngikhuluma ngokuthi akasizwe ngavukelwa abantu abangazi nanokuthi siyazana nalensizwa ngihlala nanomalume bakhe ezinsukwini Khona la kade ezekhona lapho Nami ngikhona uxabane nomfana omncane maqede wathi akazuzwangalengani yena unezigcawu ezimbili waqala izinhlamba emveni kwalokho ngakhoke ngomalume wakhe ubengekho lapho lomfowethu uZalwa uma Ntombela eHluhluwe yena akhele amaQadi aseTafuleni emzinyathi

    • @samkelisomoyo6901
      @samkelisomoyo6901 3 роки тому

      @@somkhandainyosi manje y ungamsizi uthuli ngoba liyazana

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi 3 роки тому

      @@samkelisomoyo6901 Mina ngiyazama Moyo kodwa nakuthina uluhlaza okwamanje kusanenkinga yomkakhe sizosho Uma kulunga okwangempela bafowethu Unolaka oludida nomuntu Omdala ningayithathi kancane lento Ngiyabonga ngombono nokuzithoba kwakho ngombuzo

  • @nkosinathimkhize9072
    @nkosinathimkhize9072 3 роки тому

    Lungaze lubande loludaba mmm 😂😂😂

  • @mfanafuthimthembu9036
    @mfanafuthimthembu9036 3 роки тому

    YEEEEH BAFOWETHU! Ubengcono Dawud mfowethu. khanda isicoco uphuze, uphinde ugqume nge-vicks or eucalyptus uzoba right ndoda.
    Anyway, ekaNgizwe izwakala ibuhlungu but sithembe ukuthi uzofunda emaphutheni akhe ashintshe abe umuntu oright. Naye usisi engathi angaqhubeka kahle nempilo athole indoda esemaphusheni akhe noma aqale ngokuzikhulisa kwi-career yakhe

  • @simozitha4629
    @simozitha4629 3 роки тому

    1st

  • @ayandazikode2267
    @ayandazikode2267 3 роки тому +2

    Naah wats new they not suitable for each other slay queen ne maskandi men amanzi neparaffin

  • @jabukunene9779
    @jabukunene9779 3 роки тому

    Ungizwe uyathanda ukukhuluma kabi ngozakwabo ayesebenza nabo okunye inhlonipho akanayo unenhlamba umuntonjalo sorry kumakhosikazi akhe shame

  • @luxololux4971
    @luxololux4971 3 роки тому

    Abusive longizwe loyo mele kibanjw akanangqondo