Kuvele Amahlazo Ngo Zimdollar Emva Kwesigameko se Mother of All Maskandi: Stage Manager: Mthandeni :

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 454

  • @bhekizondo9687
    @bhekizondo9687 4 місяці тому +36

    Nkabi ngiyakuncoma you took a good calculated decision. Unfortunately you won't make everyone happen. Big ups to you

  • @mandlagumede3553
    @mandlagumede3553 4 місяці тому +23

    Thanks Bhutia iqiniso velemfaz osebuya emedweni akakaze walunga

  • @ntokozombatha1335
    @ntokozombatha1335 4 місяці тому +25

    Bhuti wami siyabonga sekuyakhanyake bhuti izondo ifa leziwula NoMuthandeni usukhanyisile kubobonke sekuyosala iziwula

  • @KhulekaniNkosi-uv6hd
    @KhulekaniNkosi-uv6hd 4 місяці тому +14

    Syabonga ukusembulela bhuti,ngthanda iqiniso mfowethu eliphuma emlonyeni wakho koz kuningi obesekuvuka ezinqondweni zethu,inhlonipho Ncushela🤝

  • @user-pj7bw4jz9h
    @user-pj7bw4jz9h 4 місяці тому +11

    yhoo Siyabonga bhuti ngoku cacisa Inyani le usinika yona ngoku Kuba Mna kudala ndybona lento yalo Sisi kodwa uthixo uzomkhusela umthandeni no geh sbonge nakuwe bhuti ngokubona Inyani

  • @user-kp5ro2dd1t
    @user-kp5ro2dd1t 4 місяці тому +32

    😂😂weleleee aiii syabonga mfwethu nazoke kuyacaca manje asithathi sayidi.... uZimdollar ulwa noMthandeni finish

  • @jenniferngwenya2537
    @jenniferngwenya2537 4 місяці тому +7

    Ngizwa ngilamahloni ngingu mama . Ukuzwa umntwana ongu mfana ekhuluma kanje . Lokhu kutsho ukuthi umama lo kakhekanga . Siyakuxolisa ndodana sixolisela umphakathi wonke wabo mama ♥️

  • @thembisilemthembu
    @thembisilemthembu 4 місяці тому +11

    Mfwethu umxolele noma esekonile, unkulunkulu akufihle uqhube ke neNhlonipho bhuti wami❤, siyakuthanda thina, usixolisele kumama wakwakho mfwethu,

  • @dumakude7180
    @dumakude7180 4 місяці тому +12

    Siyabonga Ncushela mfwth kusikhanyisela onendlebe uzwile ongenandlebe uyisiwula

  • @mbomeningcobo
    @mbomeningcobo 4 місяці тому +7

    Siyabonga kakhulu bhuti ukuveza inqiniso unkulunkulu uzokuphendulela siyabonga ukuthi nizehlise nino mthandeni khona into uhulumeni akumele ayifunde nge GBV

  • @CyaNgubane
    @CyaNgubane 4 місяці тому +8

    Siyabonga mfwethu sizwile uphole emoyeni wakho, vele siyazazela singabalandeli beGcokama ukuthi akalifuni sidalo igcokama kade akuveza lokho

  • @ayandazulu8014
    @ayandazulu8014 4 місяці тому +21

    Umfazi nje othi fuseki endodeni 🚩🚩🚩lZimdollar akahloniphi nje

  • @thobanithubelihlekhumalo8264
    @thobanithubelihlekhumalo8264 4 місяці тому +3

    What a respect from this guy, you can tell by the look he's telling the truth.🙏

  • @user-of9qq1ev1h
    @user-of9qq1ev1h 4 місяці тому +16

    Siyabonga mfethu ngeqiniso uZimiphi uyisilima ukuthi unezibongo wake wamzwaphi umfazi onezibongo

  • @thuhmnguni6721
    @thuhmnguni6721 4 місяці тому +7

    Awuuuu!! Sesimgxeke kangaka uMthañdeni kanti simgxekela ubala.

    • @khumbulanimbanjwa5350
      @khumbulanimbanjwa5350 4 місяці тому

      Ey abantu basheshe Baja kanti inkinga iloMama jhooo bukanike ubuhlakani begcokama alikhulumi kakhulu Noma Lazi ukuthi liyaxhashazwa

  • @MXOLISIBOLI
    @MXOLISIBOLI 4 місяці тому +3

    Siyabonga bhuti nge qiniso.uyinkuzi ndiyakuvuma❤❤

  • @zamobiyela2750
    @zamobiyela2750 4 місяці тому +11

    Ay lommbombo omude osho ngebila ebsweni witshela kthi muhle kakhulu kanti sekuyaphelile ukukhuluphala akazihloniphi ngeke usho kuthi esebenza okhozini ngendlela ongayihloniphi ngayo akalifuni igcokama wenzekahle wathula umthandeni

  • @user-ym9bz9dy7n
    @user-ym9bz9dy7n 4 місяці тому +4

    Syabong bhuti ngoba kthiwa u mthandeni uluhlaza,

  • @user-ne2du6em1t
    @user-ne2du6em1t 4 місяці тому +6

    Siyabonga ukuzwa iqiniso cha kubukeka ngathi umzondile umthandeni kazi uybangisani ingane wezimiphi wayefuna kuthengwe amathikithi wabala umuntu angafuni kuthi adlale enzela abalandeli bathenge kulikhuni webantu 😮

  • @siyabongancanana
    @siyabongancanana 4 місяці тому +15

    "Imbebebe yomlomo" kusho umsakazi wokhozi esho khona emsakazweni asebenza kuwona ayy sokesizwe

    • @user-sm3xc5ss8k
      @user-sm3xc5ss8k 4 місяці тому +5

      Konakele ngempela engqondweni uma esebiza umuntu ngokudalwa kwakhe Safundiswa thina ukuthi uMdali uyokunika ingane enesici nomakube isizukulwana sakho

    • @user-wb7ll8rt7p
      @user-wb7ll8rt7p 4 місяці тому +3

      Akeho ngempela akeho ongena estolo ayothenga isici

    • @goodneessithembisomabaso4010
      @goodneessithembisomabaso4010 4 місяці тому +1

      Nami kwangiphatha kabi ukuzwa u Zimiphi ethi komunye leMbebebe yoMlomo ku wrong lokho

  • @bonganimphantsi2153
    @bonganimphantsi2153 4 місяці тому +5

    Wena mfowethu Uma uqashiwe wenza lento umqashi akutshela yona, awuzithatheli izinqumo ngaphandle kwakhe.. Umuntu owrong apha nguwe futhi wone nomcimbi, Uma uqashiwe yenza lento umqashi wakho akutshela yona. Uma Wena ubulalele umqashi wakho nge a akwenzekanga konke lokhu. Angithi uZimDollar ulungile.

    • @phumulilesigudu6953
      @phumulilesigudu6953 4 місяці тому

      Zimdollar ngihlale ngimlalela emsakazweni ngoba suke ngilalela lo asuke efakwe naye ohlelweni noma iluphi. Njengamanje ngihlose ukulalela uSfiso. Yena unolimi olubi akafanele ukusebenza noma asenzele umphakathi. Uluhlaza cwe, ngisho e right but ukhuluma kabi, akamazi omunye umuntu, period.

  • @user-lu2be9os9w
    @user-lu2be9os9w 4 місяці тому +1

    Bhut syabonga,,kuyakhombisa ukuthi ngokomqondo ukhulile...uyamazi unondindwa,Uma esewumpetha,ukhuluma nanoma yini , ngoba akanamahloni...

  • @SindisiweMelo
    @SindisiweMelo 4 місяці тому +21

    Waze wakhuluma kahle bhuti...syeke islima sqhubeke nobulima...viva Mthandeni viva

    • @mbhuda2208
      @mbhuda2208 4 місяці тому +3

      Viva🎈🎈🎈

  • @raymondmzila993
    @raymondmzila993 4 місяці тому +3

    Siyabonga brazo ngeqiniso osivezela Lona ,noma kubuhlungu sokwamukela ophakeme uyothotshiswa umdali wakho ,kodwake noma kuthiwe usezingeni loMotsepe loCc ngokwempilo kodwa inhlonipho ibalulekile komunye umuntu ongelutho ,kwalona Lolo Khozi FM sekwiyinto yokulalelwa Uma ubhorekile ngoba kwalona alunaqiniso ,Bhuti Ncashela nawe Mthandeni ehlisani umoya niqhubeke nalezinhliziyo zenu noma nithukwa nizibambe noma kubuhlungu

  • @SimphiweSithole-um3rc
    @SimphiweSithole-um3rc 4 місяці тому

    Ncushela syabonga kuzwa iqiniso kumanje nje kumina kuvela kuthi mthandeni akangavumi kusebenza nalabantu ngoba bafuna abalandeli bakhe beze emcimbini bethenge mathikithi kodwa enhlizweni zabo bengafuni kuthi asebenze, ajabulise n bathandi bakhe

  • @ntombimanzini7010
    @ntombimanzini7010 4 місяці тому +10

    awuuuuu😳 uluhlaza njena loyamabuya ekwendeni,uyawazi umsunu kamawakho? Phephisa bhuti

  • @lindasikhakhane89
    @lindasikhakhane89 4 місяці тому +3

    Siyabonga bhuti, wayibeka kahle le ndaba. Besingazi Siyabonga 🙏

  • @mlondyngoyi2170
    @mlondyngoyi2170 4 місяці тому +10

    Uyindoda mfowethu Unkulunkulu akubusise ngeqiniso lakho usivule amehlo singabanye🙏

  • @user-ys5vm6bw3s
    @user-ys5vm6bw3s 4 місяці тому +8

    Uyabona kahlekahle uzimdola udelele isizwe samazulu sonke bekufanele ukuthi ahlawuliswe abizelwe isgodlweni sesilo ahlawule losisi ongenanhlonipho

  • @nkosazanamandla4241
    @nkosazanamandla4241 4 місяці тому +8

    Ngikulalele ndodana amazwi amnandi namahle kangaka uNkulunkulu uzokuphendulela indlela othobeke ngayo umuncane kangaka ungasuki kuyo wona uzolwelwa yinkosi.Phephisa ndodana. Mrs Mahlobo frm Umlazi M

    • @user-cs5dr2iu2r
      @user-cs5dr2iu2r 4 місяці тому +1

      Wenzel ubudoda mfokaManqele ukuzehlisa uMdali uzokukhuphula futhi uzokhula uyindoda eqotho Wenzel ubuhlakani🙏

    • @user-co1st8ie4j
      @user-co1st8ie4j 4 місяці тому

      Syabonga mfokanaba uyinfonda iqiniso lakho

  • @VUSUMUZIMngoma
    @VUSUMUZIMngoma 4 місяці тому +6

    Mabiyela yakuhlonipha cc ,cela nilungise lenkulumo bcs amazwi alumelayo aqhamuka kuwe cela bize leli thimba olithintile nhlizweni nixoxe uxolise cc wonile zimiphi

  • @peekaymadaiz21
    @peekaymadaiz21 4 місяці тому +5

    Umthandeni uthe mayethi isinqa akasaz ebumnyameni angeke asinake emini nazitshela ukuthi usho ucanci kanti cha nansi indaba ukhuluma ngalento phela uzokhumbula emabhida uzimdola wenza udoti ofanayo nalapho sazithulela iskhova kunalokho samxolela sometime. Ay bafana iskhova siyacikoza ngolimi futhi siyohlez sisidida.

    • @thubelihlekupa3339
      @thubelihlekupa3339 4 місяці тому

      wenzani emabhida, sibasha thina endimeni chazani bafetu besisathi sithatha amaside , sesizwa kuthiwa uqhawe uyadelelaa?😅

    • @thambo310-tr
      @thambo310-tr 4 місяці тому

      Kwi Gcwalisa yokqala wayengekho kodwa wagcina efikile wakhanda umsindo
      NakwaNgelo V wafika behleli wasusa umsindo

  • @nhlanzekolamula3246
    @nhlanzekolamula3246 4 місяці тому +4

    Siyabonga kubhuti ngeqiniso 💯🙏🙏. Unkulunkulu uzokusiza🎉

  • @justicendlovu4723
    @justicendlovu4723 4 місяці тому +1

    Siyabonga Ncushela mfowethu.
    Nkulunkulu akubusise.
    Menziwa ntombazane, xolisa sisi.
    Uyazehlisa kithi umphakathi.
    Zimiphi ngifisa ukukubona live azifani nawe lezinto esizizwayo.

  • @xoliswaboyzi9184
    @xoliswaboyzi9184 4 місяці тому +3

    Kant leyokuth umthandeni wangena ngenkani e stage yayivelephi
    Cha linamanga bo lelibhelevane lakwa biyela yeka izinhlamba ezingaka kuthukwa umthandeni kant uyena lontombazane
    Nceseni bafethu ncushela mthandeni kanye nabalandeli bonke ukuhlambalazeka

  • @busisiwegumede953
    @busisiwegumede953 4 місяці тому +1

    Imbebebe yomlomo uyajabula zimiphi ngoba wazidala ingabe ubonga uMusa kaNkulunkulu ukuthi akuphe ubuhle ngabe akekho umuntu omubi ukube sonke siyazidala kanti uJehova uyawaphendula amatafula uzwe kuthiwa nimbona nje ungazikhukhumezi ngento owazibona usunayo ungazi yadalwa kanjani ncese mtanami noma unganalowo mlomo kodwa uHlakaniphile uyahlonipha ngelinye ilanga Zimiphi 😔😔😔umfanekiso kaJehova lo ngithi ngelinye ilanga Sisi 💔💔💔💔💔💔

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 4 місяці тому +22

    Cha uyibekile mfo onendlebe uzwile nokwazi ukuhluza ngomqondo uyabona ukuthi kwenzekani la

  • @sihledlomo9864
    @sihledlomo9864 4 місяці тому +7

    MaZulu ninomona nimonezelana nodwa anifuni ukubona omunye umuntu eyaphambili naze nayinhlekisa kwezinye izizwe ziyanihleka kodwa nizitshela ukuthi nihlakaniphile.

    • @user-bi7ct6lk4h
      @user-bi7ct6lk4h 4 місяці тому +1

      If ungesuye uMzulu wena Gede ezntweni yaMazulu unake okwesizwe sakho ...inkinga zethu sozilungusela thina Gede

    • @user-wm1sn2fs4c
      @user-wm1sn2fs4c 4 місяці тому

      ​@@user-bi7ct6lk4h kdw ke uqinisile uSihle mft ayikho phela lento yethu buka nje sbulalana sodwa ngenxa nje yokuth omuny akmele aphumelele

  • @lucydlamini6230
    @lucydlamini6230 4 місяці тому +11

    Cha ngeke losisi Ave delela, unezinhlamba weeeee 🙆

  • @mfafamavundla6001
    @mfafamavundla6001 4 місяці тому +8

    Akukho okufihliwe okungayivela .... Sekuyacaca nakweyokuhlukanisa u Nyaka ngempela u Manqele wabanjwa ngophondo .. Syabonga Ncushe mtaka Tixo ngeke siphike nabantu abazalwa nensizwa

    • @footballresultsworldwide7164
      @footballresultsworldwide7164 4 місяці тому

      Hlukana nensangu mfana , wayengawina kanjani uManqele eqhathwe neNkunzi yaseMandaba?

    • @kautamantlanandile1674
      @kautamantlanandile1674 4 місяці тому +1

      Kwakuvotwa

    • @NomfundoLondeka
      @NomfundoLondeka 4 місяці тому

      uKhoz lwenz ngendlela yalo njeee 😢 akekho ongaz umungabona asaz

    • @user-wm1sn2fs4c
      @user-wm1sn2fs4c 4 місяці тому

      ​@@footballresultsworldwide7164kahle baba kahle kahle iyeke leo ungayi lapho,khumbula njl umona yifa lezinja anoke nimyeke umunt aphumelele ningamdlel umona namandla akhe ngento engekho ingakho nabathakathi bebangaka nje ilo mona eniwenzao wokuth nje zojabulel kth munt akaphumelelanga sewumhambele phambili iyeken leonto

    • @fikilesibongile3472
      @fikilesibongile3472 4 місяці тому

      Maybe unama shares okhozini,ikhona Ku representa ukhozi ngendlela efanele ukuthi msunu kanyoko,phela ngezwa bethi babheka umuntu ukuthi uyakwazi yini ukubamela bewukhozi noma engekho wmsakazweni 🙄

  • @user-yf5ms5kh4x
    @user-yf5ms5kh4x 4 місяці тому +1

    Kubalulekile ukuhlonpha umsebenzi wakho nowomunye umu ntu ukuzithwala lokhu kufanele interview Linde Wena usathenga estolo nodadewethu ungumholi womohakathi bekumele akwenze diplomatic ukumsusa estate not inhlamba mind u siyisizwe esdume ngothando uzwelo inhlonipho ❤ all guys

  • @SmilingGlasses-ux1yq
    @SmilingGlasses-ux1yq 4 місяці тому

    Syabonga nsizwa sozwa Kahle. Lomfazi. Ukhohlakele mdala angaphi nde ahlele lutho akawzi umsebenzi

  • @nelisilenongci6536
    @nelisilenongci6536 4 місяці тому +1

    Thanks a lot Bhuti ngenyani osinike Yona uyidoda Bhuti futhi uyinkqokheli unenqondo enkosi kakhul

  • @SenzokuhleZulu
    @SenzokuhleZulu 4 місяці тому +3

    Dankie bhuti syabonga wayilamula

  • @bawelilengubane6863
    @bawelilengubane6863 4 місяці тому

    Mina nje angumthamsi loyoZimdollar wenu labafazi anasebenza okhozini u khozi sekungolwabo senengaphezu lwabaqashi ayi siyeWekaba bawe ubhkanva engaka

  • @user-fg3ue9vf3n
    @user-fg3ue9vf3n 4 місяці тому +1

    Nhlalisuthu yakwethu iqino liyohlala liyiqiniso uzimiphi uyamuzonda umthandeni ❤❤syakuthanda syawazi umsebenzi wakho

  • @ThandaziLuyanda
    @ThandaziLuyanda 4 місяці тому +1

    Siyabonga laphuma iqiniso bhuti losisi bengimthanda uphoxile senyamnyanya iqiniso lisobala akafuni uMthandeni kwamele awine uMthandeni waze wakhohlakala ikhiwane elihle igcwala ibungu phephisa bhuti

  • @user-vs6zw9tc3v
    @user-vs6zw9tc3v 4 місяці тому +1

    Ayikho inhlamba eyingozi nesibulalise abantu engibaziyo njengokubizwa ngansi kweziketi.ibhekeni lenhlamba fut ngisasho izobaqeda abantu

  • @KhombisileNgomane-pi7hr
    @KhombisileNgomane-pi7hr 4 місяці тому

    Uyahlonipha bhuti wami chubeka nayo uzelwe nayo🙏zimdollar udinga umthandazo 🤞

  • @MandlaNkosi-ud9gs
    @MandlaNkosi-ud9gs 4 місяці тому +1

    Sbonga kukhombisa kuhlakanipha kwakho nokuzithoba kwethukwa into echamihlezi ubuthutha abupheli kuhlakanipha kuyaphela

  • @sandisondimande9009
    @sandisondimande9009 4 місяці тому +1

    Kodwa nkabi ukube uyayisho ukuthi yayithini imigomo yomncimbi ngabe mina ngiyakuzwa
    Ngoba uma uthatha isinqumo njenge manager uyaqinisekisa ukuthi uyiphuli imigomo yomncimbi
    Yena uZimiphi ukubeka kucace ukuthi wena waphula imigomo yomncimbi
    Phephisa ngokuthukwa

  • @user-mv7il2hh2y
    @user-mv7il2hh2y 4 місяці тому +3

    Syabonga ilangiyizwkahle lendaba zim bhedile ngiphathike yokukukuthuka ngomame wakho nxese mbewethu

  • @superflyphones9058
    @superflyphones9058 4 місяці тому +5

    Kuzofuneka uZimiphi, ngoba usebenzela umphakathi kuzofanele achaze emphakathini ngokuziphatha kwakhe,asikwazi ukusakazelwa yihlongandlebe elingahloniphi amallunga omphakathi,

  • @user-gx9od4bw3k
    @user-gx9od4bw3k 4 місяці тому +1

    Ncese bhuti dlulisela ku Thixo konke qina njalo uzilwele njalo akwande 🙏🙏

  • @nyawobongani5627
    @nyawobongani5627 4 місяці тому +1

    Cha bhuti cushela siyabonga bhuti wami ukuveza ubuqhawe nobusoka owabenza

  • @user-iw7ir3df6b
    @user-iw7ir3df6b 4 місяці тому +4

    Mfowethu siyabonga ukusichazela okwenzekile kuzwakele njengoba naye uZimiphi simuzwile kanjalo noMthandeni.uhluleka bafo ngiyawuthanda umoya wakho ungawuyeki

  • @user-xn4hk5dt1q
    @user-xn4hk5dt1q 4 місяці тому +2

    Kanti umsakazo womphakathi sewusetshenziselwa ukulwa izimpi ezi personal , ukhozi malwenze ubulungiswa kusekuhle

  • @user-yf5ms5kh4x
    @user-yf5ms5kh4x 4 місяці тому +1

    Pls guys masigxeke ngokwakha Nathi senza khona ukuthuka manje no guys pls umabuyemendweni nomfazi nono asakhe isizwe esisha esizoba ngcono❤😊

  • @nomondebuthelezi7124
    @nomondebuthelezi7124 4 місяці тому

    Syabonga bhuti ngendlela ochaze ngayo nangendlela ozihloniphe ngayo uchaza syabonga kakhulu kufuneka nihlale phansi niyikhulume naye uZim uthathe mawala ngempela kubuhlungu Kona sithi yobe ngane yakwethu ukhombise ubuqhawe obukhulu🙏🙏

  • @thabanimfuneko4262
    @thabanimfuneko4262 4 місяці тому +3

    Hawu Lo mama kanti uphakeme kanjena kwaqala kwaba wuye few months back ndaba yakhe no bheki cele, wathuka bukhoma in front of thousands of people ubaba womuzi oganiwe uMthandeni waphinda wathuka stage manager ngo msunu kamama wakhe hawu she's over herself ay sisi indlela eya empumelelweni ayihambi kanjena uphoxa nenkolo Yama Nazareth uphoxile amazulu waphoxa umsakazo yonke lento iphinyiswe uwena bukhoma kunobufakazi. I am Biyela nami ngesbongo kepha eish usiphoxile singoXhoko😢😢😢😢😢😢 shintsha ukwenza kwakho manje lisekhona ithuba ngaze kube late

  • @Child7542
    @Child7542 4 місяці тому +1

    Ukhozi FM must disciple her. Abantu mabenze i petation acoshwe lomntu uyadelela leyantombazane

  • @silasdlamini9203
    @silasdlamini9203 4 місяці тому +1

    hay uzimdollar akazehlise bandla axolise kumthandeni ngoba kanti umthandeni wayefakiwe esteji hay ukthi wazingenela

  • @user-ob8nc8jf5i
    @user-ob8nc8jf5i 4 місяці тому

    Phephisa Ncushela mfwethu, ngiyawuthanda umoya wakho ngoba iningi lethu ngabe liyahlanya libizwa ngaphansi kweziketi zomama abasizalayo, bengingangena oKhozini nezicabha. Sekuyacaca ukuthi uyena uZimiphi ingqongqo oKhozini usatshiswa okwemamba, kodwake ngelinye ilanga naye uyokubona okwabonwa uSawuli eya eDamaseku, istruuu

  • @nkosikhonantombela6254
    @nkosikhonantombela6254 4 місяці тому +2

    Kanti loNcushela odume kanjena kukhulunywa ngomuntu ophila kangaka. Umuntu uzwa ulimi lwakhe nxa ephila. Phephisa mnewethu ngeke sijabule malanga onke kwamanye siyophoxeka njengoba uphoxekile nawe. Kodwa ke uNkulunkulu ubathanda bonke abantu bakhe.

  • @neliecwe9791
    @neliecwe9791 4 місяці тому +2

    Inzondo yomuntu omnyama kumuntu omnyama😢😢😢

  • @user-ep5iy5xc2d
    @user-ep5iy5xc2d 4 місяці тому +1

    Ayi kwaze kwabuhlungu wangizwisa ubuhlungu, eyi uyawuhlonipha umsebenzi wakho bhuti wami. Cha Zlmiphi awukwazi ukuphatha Abantu ngike ngambona naku tik Tok akazame ukuzihlonipha. Thina ma Zulu safundiswa inhlopho akehle emthini ingathi usephakeme kakhulu. Phephisa bhuti wami

  • @user-eg8bm1xl2y
    @user-eg8bm1xl2y 4 місяці тому

    Nkulunkulu yomshay ngoluncan uswaz oluyobe lubuhlungu okwedlula lezinhliziho azimoshile kant futh akukho okungeyukuvela obal

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 4 місяці тому +2

    Cha bhuty uZimdollar ngivuma leli bethi wabuya emendweni yikho enjena phephisa bhuty inhlamba engaka ubhuqwa yilaba abameseka ebheda. Futhi mdala uzimdollar nisonta nonke kodwa mbheke bhuty ngambona emgidini ngimangazwa indlela ayiyo akafani nje nomama benkonzo ngisho indlela agqoka ngayo uphoxa nenkonzo

  • @ncumisacenga9452
    @ncumisacenga9452 4 місяці тому

    Ncese bhuti, Siyabonga ngenkcazelo👏👏👏

  • @londekalondeka2543
    @londekalondeka2543 4 місяці тому +1

    Kant waqashwa ubani uMthanden ngyadidek nom kyenzeka beqashiswe ngenkan abacul

  • @SphamandlaMpanza-wb7iw
    @SphamandlaMpanza-wb7iw 4 місяці тому

    Phephisa Ncushe bhuti omdala kubhlungu khona njengoba skhulele emakhaya nje, ay enkopholo syazi kuthi uzimdollar waphambuka kakhulu noma ke ethi wayeqondisa isimo wabheda

  • @velenkosiniLinda
    @velenkosiniLinda 4 місяці тому +1

    Ngavele ngazizwa ngicasuka kakhulu ngoba uMthandeni uthukiwe engenzelutho, nawe ke mfoe Ncushela ngyazwelana nawe ngokphathwa kabuhlungu uqashiwe

  • @siphiwomkokeli9416
    @siphiwomkokeli9416 4 місяці тому +2

    uZimdollar uyawadelela amanye amadoda kwaye usile qha

  • @zaneleprincess7570
    @zaneleprincess7570 4 місяці тому +1

    Eyani inhlamba kumuntu othi uyikholwa ,uyalihleba ibandla lakhe ,phola ngane yami ,ngidabukela indoda yakhe😢

  • @ndumany6077
    @ndumany6077 4 місяці тому +1

    Ay mfowethu waphekwa, indlela ozehlisa ngayo noma sekungafanele. Uyindoda Ncushela

  • @lindokuhlemajola2770
    @lindokuhlemajola2770 4 місяці тому +3

    Ngibonga ubudoda bakho mfwethu no kholo lakho nomoya ophansi mfwethu Nkulunkulu akukhuphule ubengaphekwabo abukubekela phansi ngelinye ilanga kube nguwe umqashi wabo .Izwe kuhle ngoba seliyalazi iqiniso

    • @khulekanmhlongo1542
      @khulekanmhlongo1542 4 місяці тому

      Inhlonipho mfo wakt ibalulekile n iwumphako ongaboli. Uqhubeke njalo mfowami nokumhlonipha umuntu noma eyislima

  • @user-cp1qe5gx7b
    @user-cp1qe5gx7b 4 місяці тому +1

    Kuyacaca ukuthi imfundo yashishiliza phezulu Uma efundile. Akashintshe ukwenza usisi, uzidalela izitha

  • @AnelcaDluthu
    @AnelcaDluthu 4 місяці тому +1

    Siyabulela bhuti ngencazelo uthethe kwavakala kakuhle

  • @NomfundoLondeka
    @NomfundoLondeka 4 місяці тому

    Syabonga Iqinis linendlel yokuzivez vel lomama akahloniph nokuth ukhonz kwaShemb kuyamangaz akakwaz ukukhulum uyahlaphaz njeee uKhoz ayiiii

  • @ayagumede7991
    @ayagumede7991 4 місяці тому +3

    Ukhozi fm luyaqhubeka nalo doti wokuchema

  • @lennietshabalala5088
    @lennietshabalala5088 4 місяці тому +1

    Ey madoda! Kwanzima straight lo nkosikazi ozehlisa isthunzi kangaka ubuya kuphi, ngaze ngamzonda straight,u green Maan, umathukana!

  • @MfaneloZuma
    @MfaneloZuma 4 місяці тому

    Lomsunu kanina akazi insizwa wazilabafowabo abawokhotheni hhaw kugcono ngoba bayafa bazophela siphezukwakhe siyombhe ngisho ngisho emenva vele amaphoyisa azithatha izibhamu ezathengwa nguyena ehlangene nosikhotheni bakubo made beyibulele ijayakubo ethi aziyo bamba amabheki ayibulawe lenja yesifebe esihambesibhejwa siphike kodwa wazikahle ukuthi iphenti liyaxega

  • @thulanimasina6319
    @thulanimasina6319 4 місяці тому +2

    Siyabonga bhuti ngeqiniso lakho sekuyaxaca manje kuthi mthandeni bekangadingeki emqimbini we mother of all 😭😭😭

    • @Ngestro
      @Ngestro 4 місяці тому

      Hayi bo,ufike late nje.

  • @MzingisiNcwayiba
    @MzingisiNcwayiba 4 місяці тому

    Mfowethu esixhoseni kukhona intetho ethi ungaboxoxa nesiphukuphuku ngoba ùyakuphela usisiphukuphuku nawe, wathatha isigqibo esihle ngendlela owehlisa ngayo umoya wakho, ubonakalisa ukuchubeka nokuba yinkokheli, siyabonga ukwazi ngoba abanye bathetha okungelona iqiniso, yena umama akanantlonipho qha.

  • @RoseHlabane
    @RoseHlabane 4 місяці тому

    Siyabonga ndodana ngendlela ozithobe ngayo ,nomoya. wakho ophansi ungavumi kube khona izinto ezonakalisa ukuziphatha kwakho okuhle,inkosi ikubusise uphuma noma ungena.

  • @khanyieunice9652
    @khanyieunice9652 4 місяці тому

    Ai kakade ngambona locc ukuthi akazihloniphi futhi unefavour ebolile uyabheda strong siyabonga bhuti ukumvula izinqa nobengamazi useyamazi

  • @user-wo5cz7mj1p
    @user-wo5cz7mj1p 4 місяці тому +1

    Aw ngaphoxeka ke kodwa ngoZimiphi sengimkhulumele kangaka ngithi uMthandeni owrong ngoba sijwayele kuwuye onezigameko aw ngaphela amandla lobhuti ngyayikholwa inkulumo yakhe angikuboni okungamanga la

    • @peekaymadaiz21
      @peekaymadaiz21 4 місяці тому

      Umthandeni uhlezi exhashazwa into yakhe oyilandela nangelinye ilanga kuze ube Nolwazi oluphelele ngaleso sgameko

  • @mbhekisabelo-un2ed
    @mbhekisabelo-un2ed 4 місяці тому

    Cha uyazwakala nje ukuthi uyadavuza uthi wamkhuza kuphi u Mthandeni emabhida njengoba angena wona umcimbi ka Khuzani aiii

  • @VUSUMUZIMngoma
    @VUSUMUZIMngoma 4 місяці тому +1

    Ncushela mthandeni cela nimxolele zimdollar yanicela kuz kuzogezeka amagamama enu

  • @phillynsele1296
    @phillynsele1296 4 місяці тому

    Siyabonga ngeqiniso lakho bona kwakumele bengabizi Mthandeni kuphela

  • @msawenkosinene9168
    @msawenkosinene9168 4 місяці тому +1

    Entweni yomuntu ungabothatha isinqumo umnikazi engakaphawuli to avoid problems.

  • @doctorradebe1254
    @doctorradebe1254 4 місяці тому +1

    Hhay lo zimeph wakhona tana ,ukhoz lolu sekwaba into yabo

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge 4 місяці тому +2

    Nanti ke iqiniso esilaziyo, mfwethu phephisa ngokuchashwa ngenhlamba kanjena ekubiza ngenhlamba kanina

  • @mpumetabede6271
    @mpumetabede6271 4 місяці тому +1

    Ncushela ,uyinsizwa Mfethu. Kuyasho ukuty uyindoda

  • @dennismadondo4673
    @dennismadondo4673 4 місяці тому

    Yehlisa umoyankosana kamkhulu uzimiphi akasilo inazaretha yinaza ukewadelela amanazaretha asebuhleni ezoya ekhenane kusho ukthi lentombazane makoti yinto engeke isalungisekalena akuyekwe kukhule nokhula.

  • @AngelMagagula-lu4bf
    @AngelMagagula-lu4bf 4 місяці тому

    Mfowethu siyabonga Inkosi ikubusise ikukhulile konde konke okufisayo nenhlonipho onayo

  • @user-fb5vj7ko1l
    @user-fb5vj7ko1l 4 місяці тому

    Hayi, kuyacaca manje ukuthi ngubani onekhanda elishisayo.
    Siyabonga nsizwa yakithi ukuthi uveze olunye uhlangothi ngoZimdollar .
    Bengicabanga ukuthi uMthandeni ngumsusi wothuthuva ,nkathi ngu lo Zimdollar wenu.
    Waze wamubi ntokazi sis.😮😮😮😊😊

  • @user-rk5ys2rx6u
    @user-rk5ys2rx6u 4 місяці тому

    Kushut umunt owayexhashazwa mthandeni zimdollar yeka ukuzenz ukhandashisa ezasebu mnyameni ezababili

  • @user-hk4wv3dc8o
    @user-hk4wv3dc8o 4 місяці тому +2

    Yoh!!! Ngigeza izandla ngale ntombazane

  • @FanyanaMnambu-xl7ie
    @FanyanaMnambu-xl7ie 4 місяці тому +1

    Aykho lonto...if bebengafuni adlale ngabe khange bamqashe kwasekuqaleni

    • @bonginkosimyaka6223
      @bonginkosimyaka6223 4 місяці тому

      Washo umhleli wemicimbi noma mhlawumpe wena ungustage manager?😊😂

    • @FanyanaMnambu-xl7ie
      @FanyanaMnambu-xl7ie 4 місяці тому

      @bonginkosimyaka6223 yes ndinguye
      Wena kabele unguban?