FALSE ARREST CASES[PART 2]|| UKUBOSHWA KUKA FELEBA

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 вер 2024
  • False arrest cases(Part 2)- ukuboshwa kuka Feleba.
    #shortfeed #shortvideo #video #viral
    #shortfeed #shortvideo #video #video
    #transformation #podcast #trending

КОМЕНТАРІ • 210

  • @ruijulião84879
    @ruijulião84879 Рік тому +22

    I can't stop watching your videos, iam from Mozambique, each and every day, keep on doing good things brother

  • @sbonzama7013
    @sbonzama7013 Рік тому +6

    Lento yoku khuluma isnoma ika njani uma u diniwe iyi ngozi ngempela! Kufana boku xabana ne ntombi uyi thembise induku noma ukuyi bulala udiniwe, nge bhadi ivele ife ngempela. I bulawe omunye nje umuntu noma ishende bese ungena ezi khindini!

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 Рік тому +11

    "Athi amaphoyisa efika ngeshodi..." Uyasidweba isithombe ngamagama sicace bha🙏🤝 Sebekhulu

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +1

      Mfwethu ngiyabonga kakhulu ngokuhlezi u comment kusho lukhulu ngane yakwethu, ubusiseke mfwethu🙌

    • @osiniqt3957
      @osiniqt3957 Рік тому +1

      @@TransformationLive1 akuhle kuyaconywa Cebekhulu,sesifane nenkonyane ithuka isisinga uma sibona into enhle.Ingakho izandla zedlula ikhanda🙌 sithi makwande Cebekhulu 🤝

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +1

      @osiniqt3957 Mfwethu amazwi akho ayangithoba kakhulu and thank you once again my brother 🤝

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 Рік тому +12

    uFeleba indoda,uyaz futh uyaqonda ukuth izinyembezi aziweli phansi 🤝 Cebekhulu

  • @nkazimulomagubane4333
    @nkazimulomagubane4333 Рік тому +14

    Well articulated nd well narrated# dankorh bhuti omdala... university of the free state approves

  • @CirylSgo
    @CirylSgo Рік тому +7

    Nice stories my brother,we support you in mpumalanga Bethal emrova

  • @tmahlangu9079
    @tmahlangu9079 Рік тому +7

    Support from Embalenhle Mpumalanga 💕

  • @eliasmaponya7063
    @eliasmaponya7063 Рік тому +22

    Bad spirits of people that he killed them, are following him just because that's why he got arrested for no reason

    • @nyikomhlongo8248
      @nyikomhlongo8248 Рік тому

      That maybe true. But the HAWKS/TRT/SAPS all failed to find the true cop killer guilty.... this is a total failure on our justice system side. Our best policing department HAWKS failed to investigate & successfully find the cop killer guilty. This is unacceptable!!!

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Рік тому +6

    Mhhhh sibonge Mr Cebekhulu life unpredictable sometimes never say never
    ❤💯🔥👌🤞 always uhlelo lakho luhamba ngoLayini

  • @mzwamadodamzwa1289
    @mzwamadodamzwa1289 Рік тому +8

    Kade ngagcina uhlala ekhaya ngilalele okothulwa kwamabali abantu anzima. Siyabulela mndeni Transformation 🙌🙌🏻🙌🏻🙌🏻🙌🏻🙌🏻

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +2

      Mzwa mfwethu ikhaya lakho leli baba ungabaleki😂😂 danki ngwenya yami🤘

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 Рік тому +12

    😂niyazithanda izindaba ,ni comment kungakashiwo lutho 🤣I luv you oll family

  • @lucymthembu7021
    @lucymthembu7021 Рік тому +6

    Kushokuthi ufeleba naye ushawa umhlaba ngoba he has killed others before.still following your stories bhuti,even though studies are making me sooo tired . siyabonga

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому

      Yes wayekhokha impela, ngiyabonga ngokuthi usangilandela sisi, how are your studies so far?

    • @lucymthembu7021
      @lucymthembu7021 Рік тому +1

      @@TransformationLive1 bhuti studies are good especially if u are studying your passion.and consumed by that .u don't see lot of things, don't watch tv naturally,but your information helps a lot as I always know even if eyami impilo imile but out here things are happening.keeps me updated.i only bukela you and umkhokha drama.on the phone with my time schedules.also you don't know ,ngelapha izifo kubantu. Wish you can be part of the mental health even that I'm planning.uzokwazi as we uppack impilo how will that contribute in what you do .thanks Menzi your work is still amazing

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому

      @lucymthembu7021 Wenza izinto eziningi sisi, good luck on your studies maybe you should contact me someday ukuze sizokhuluma ngakho konke lokhu okushile, thank you and good luck.

  • @sibabalomaqakamba6268
    @sibabalomaqakamba6268 Рік тому +19

    I alway learn something new from you guys ♥️

  • @lindokuhlemlindos9905
    @lindokuhlemlindos9905 Рік тому +7

    Sesikhon...💪

  • @mfanafuthialfred6894
    @mfanafuthialfred6894 Рік тому +5

    Cebekhulu mfwethu ngizwe kuthiwa Lowkop prison aynanzi ngapha nazi iziboshwa eziwu 10thousand zinikezwe ushwele ...kanye nowaye ngumongameli Zuma...ngakhumbula wena🤞🏽

  • @awethuzanga1631
    @awethuzanga1631 Рік тому +9

    Istory sika ms memela i wish i can play it on national tv as a documentary. After you shared it with i went looking for her channel

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому

      Are you a writer or producer?

    • @awethuzanga1631
      @awethuzanga1631 Рік тому +1

      No m not any of those. It's just a wish for me for that story to get into many ears, singakwazi ulumnkisa abanintsi

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka4385 Рік тому +6

    We're leaning My brother here in Lesotho 🇱🇸

  • @thembim4902
    @thembim4902 Рік тому +11

    Kungcono ngoba uFeleba uyamkela ukuthi ujezela izono zaphambilini kodwa we can not ignore that our justice system is fouled. Umbuzo usamile owokuthi kusemthethweni ukushubha abasolwa? Nxa umsolwa ehlohlwa ngemibuzo ayiqotshwa leyo interrogation, be it audio or video? Hw many pple r in prison ngoba abaseshi namaphoyisa just wanted to close cases?

    • @nyikomhlongo8248
      @nyikomhlongo8248 Рік тому

      Nami nginawe kulephuzo lokhuthi ijustice system is fouled. Yes Feleba umukelile ukuthi maybe ujeziselwa izono zangephambili, kepha we shouldn't fool ourselves the true cop killer is walking free. Our best policing department(HAWKS) failed to find a true copy killer & they know it coz the judge said with a better lawyer Feleba would have been not guilty. HAWKS failed.....

    • @sethabilenxele8580
      @sethabilenxele8580 Рік тому

      Nami le yokushubha iyangithusa nokuthi kuvumelekile yini nokuthi empeleni uma wenziwa into ebuhlungu ungagcina uvumile noma ungenzanga lutho.

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 Рік тому +4

    Leyona imfudiso yabobonke abantu basemzansi, siyabonga bab' Cebekhulu, iNkosi ayibenawe, Danko ntakamkhulu,❤❤❤

  • @ksg5375
    @ksg5375 Рік тому +6

    Yazi bafowethu yilento enghleze ngiyisho ngathi as abantu abamnyama....Iningi lethu alizazi izinto ezibalulekile....lithanda ukmosha imali ezintweni ezingenasdingo kodwa likhohlwe yilezi ezibalulekile....
    ...Yabona nje ukuba noMmeli okhokhelwayo kubaluleke ngalendlela eyisimanga....Yabona uMmeli okhokhelwayo one experience kahle....engakutakula emacaleni okubulala, ukudlwengula, ukukhwabanisa namanye amacala amakhulu....kube sengathi awuw3nzanga, ube uwenzile.
    Kanti bafowethu nicabanga ukuthi kungani legenge egangayo enemali eningi ingaboshwa kalula??? Banabameli aba powerful kabii kabii labaya bantu ngenxa yokuthi bayazazi ukuthi baphila impilo ebasondeza nejele vele.
    Kodwa ke nomuntu ovamile nje ongazenzi izinto ezibhedayo kubalulekile ukuthi ebe noMmeli okhokhelwayo because amaphutha ayenzeka bafowethu.........nanezinto ke nje eziningi ezenzeka empilweni on a daily basis uMmeli angakutakula kuzo... ngaphandle kwezinto eziphathelene nokuboshwa........
    Uma nje unoMmeli, ngyacabanga mancane amathuba okuthi ulokhe ufakwa amashubhu kudlalwa ngawe....uMmeli wakho angavele eliphendule icala olenzile uma uhlukunyezwe ngabomthetho, livele libe mayelana nokuhlukunyezwa kwakho waya waya 🤣🤣🤣, eskhundleni sokuthi libe mayelana necala olenzile........lapho ke ugcine usuphuma ungenamyocu ecaleni olenzile OR uthole i HOUSE ARREST.....
    Kungcono ke nokuboshelwa endlini kunokuboshelwa ejele....lol.

  • @freedommyeza2601
    @freedommyeza2601 Рік тому +4

    Lendoda yabulala ekhaya,,,, lensizwa ya Mkhaphey’s bo ubufakazi nje babusobala ukuthi lo zavolo obulele kodwake akukho ayengakwenza ngoba namaphoyisa ayemfuna phakathi

  • @user-mo2ex7nb2x
    @user-mo2ex7nb2x Рік тому +8

    Ja bafo besicela u Poste daily. Plz bafo kuningi esukufundayo

  • @godfreymbowane4089
    @godfreymbowane4089 Рік тому +4

    I really learn a lot from your real stories big up menzi for the knowledge 🎉

  • @peggymbuyazi169
    @peggymbuyazi169 Рік тому +9

    On the waiting list as usual mr Menzisto and kubuhlungu yini pho ukulinda but ke siyazi sizofunda okuningi ma sesiluzwile udaba. Phambili Cebekhulu phambili!!! Waiting in the UK.

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +1

      Phambili👊👊👊 it's such an honor ukulandelwa nanga bantu abahlala overseas siyabonga kakhulu 🙏🙏🙏

    • @nkosi2828
      @nkosi2828 Рік тому +1

      Thumela amaPounds sisi omdala😅 kuChannel

  • @MsP-0407
    @MsP-0407 Рік тому +4

    Sanibonani ekhaya, it's been a while but I'm watching all the videos❤

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому

      Sthandwa sami unjani MsP🥰

    • @MsP-0407
      @MsP-0407 Рік тому

      @@TransformationLive1 Babasekhaya, ngiyaphila. Ngibanjwe ngumsebenzi kulezintsuku, but kuzolunga. I catch up now and then when I go to bed.
      Sebenza mntuwam, phela umshado uyabiza🥰

  • @mskhumalo5118
    @mskhumalo5118 Рік тому +5

    Our justice 😢 ⚖️ system kodwa 😢😢. Ayi it's so sad.

  • @BhalaneDlamini
    @BhalaneDlamini Рік тому +2

    This stories are good to those who acknowledge and admire the life of integrity.

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 Рік тому +3

    Yjooo ayikho into ebuhlungu njengokuboshelwa into ongayazi yhoo kodwa namaphoyisa sometimes asebenza ngenye nje indlela anokusebenza ngendlela e poor nje ayi yeke umuntu ombambe nesbhamu esadubula ukholwa ukuthi uth akuson esakhe khonan owayengavum azi ukuth sombophisa ayi ngeke bafwethu mina ngihlez nje nginembuzo ngokusebenza kwamaphoyisa kumbe komthetho angigculisek nje

  • @siyabongagoqo3992
    @siyabongagoqo3992 Рік тому +5

    Bhaybheli lit izono zabazali zokwehlela kbantwana,but for uFeleba ezakhe zehlele kye zabhekana naye nqo

  • @ayandazikode2267
    @ayandazikode2267 Рік тому +5

    As I'm waiting patiently 😌

  • @bhekenigiven8023
    @bhekenigiven8023 Рік тому +5

    Big up to you..... Can u explain wat one should do if he get arrested

  • @lolomzet8239
    @lolomzet8239 Рік тому +1

    Bro your nkabi chronicles storys are best

  • @BhalaneDlamini
    @BhalaneDlamini Рік тому +2

    If we as people can control hatred, love for money and pre- judging people for nothing, then a big problem would b solved.

  • @Bkmdluli
    @Bkmdluli 11 місяців тому +1

    Some detectives are utterly incompetent. Great content Cebekhulu

  • @robertxaba6177
    @robertxaba6177 Рік тому +3

    Abameli bakaHulumeni abazi lutho vele mfoka Cebekhulu. mina ngihambe kakhulu ezinkantolo ngiwazi lahle. 😮

  • @dumi141kunenekunene2
    @dumi141kunenekunene2 Рік тому +4

    Thanks Bhut' Bulu! Uyasiphilisa!

  • @sibusisongcobo7483
    @sibusisongcobo7483 Рік тому +5

    Sebengamane bangibulale ngalelo shubhu...angizivuma Case ngingakaze ngibulale nekati.The thought of being away from my kids for years is equivalent to death for me...

    • @Mahawule
      @Mahawule Рік тому +3

      Yazi nami zalo ngisho njalo angsoze ngavuma into engingayenzanga🤞

    • @XolaniNtusi
      @XolaniNtusi Рік тому

      ​@@Mahawulengiyaxolis ukush but bafowethu niyazisholo ishubhu ligobisa izinsizwa ukufa akusiyo option.

    • @Mahawule
      @Mahawule Рік тому +2

      @@XolaniNtusi ngyakuzwa weMadlokovu inkinga mfethu ukuthi uzobe uboshelwa into ongayazi. Plus masufika enkantolo ngeke bayizwe indaba yokuthi uvume ngoba usubona ukuthi uyafa

    • @XolaniNtusi
      @XolaniNtusi Рік тому

      ​@@Mahawulelento mfowakith ihamba neshwa impel ukuboshwa uboshelwa into ongayiz into embi kabi wemfwethu.

    • @nstole3133
      @nstole3133 11 місяців тому

      ​@@Mahawule13:27 mmmmmmmmmmmmmmmmmmmmmmmm

  • @nonhlanhlazwane9722
    @nonhlanhlazwane9722 Рік тому +3

    Siyabonga mfoka Lindamkhonto yeyi sifunda lukhulu la❤

  • @nathiolifant6842
    @nathiolifant6842 Рік тому +4

    Good podcast today

  • @asefika4299
    @asefika4299 Рік тому +8

    Ay no Menzisto sacela u poste daily ngeke

  • @Nkululekobhengu-xr3er
    @Nkululekobhengu-xr3er Рік тому +4

    koda khehla lami leli thwabu ,or intwabu elokhu ikshaya mawenza ama vedios mina angiythandi , ungaynaka mawthanda koda nje ayingjabulisi ngba kningi ,kukhulu ,okumehluko ozowenza kthina nje njengentsha yamanje

  • @user-fx3kd8nf2o
    @user-fx3kd8nf2o 8 місяців тому

    Number 1 story teller

  • @zodwadlamini4213
    @zodwadlamini4213 Рік тому +4

    Felaba why wAyebulana abantu hope izinoshwa zi deal naye lento yezinkabi is getting out of hands worse yithi amazulu

  • @vikindukumnculwane9991
    @vikindukumnculwane9991 Рік тому +3

    Ngibuye ngibe nenkinga Linda uma sekungathi izinkabi akuzo izigebengu kodwa ngabantu abenza umsebenzi ongeze wamataniswa nobugebengu

  • @sandilepatrick1243
    @sandilepatrick1243 Рік тому +5

    Ishwa

  • @lindanimkhize3225
    @lindanimkhize3225 Рік тому +4

    Amaphoyisa angath ayaskhanda nje istory for the sake of ukuth kmele kubekhon i'arrest abayenzayo

  • @siyabongagoqo3992
    @siyabongagoqo3992 Рік тому +3

    👍

  • @yangatyhulu
    @yangatyhulu Рік тому +4

    ❤❤❤❤

  • @Dawgendala
    @Dawgendala Рік тому +5

    Ngaphamb kokubuka ngya like🤘

  • @khayelihlekhayelihle2428
    @khayelihlekhayelihle2428 11 місяців тому +1

    Our justice system is very bad , bavele bethathe umuntu ongenze lutho ngoba benqena ukusebenza , 🤦🏾🤦🏾🤦🏾

  • @thokozanimthethwa6027
    @thokozanimthethwa6027 Рік тому

    Big up brother

  • @cellymusa7673
    @cellymusa7673 Рік тому +4

    Ai mf2 usivula amehlo njalo ngalezindab I even introduce my family n especially abashan bami cuz basakhula n they are facing more challenges than m

  • @sibusisogwebu6304
    @sibusisogwebu6304 Рік тому +2

    Sometimes life forces you to be something you never wanted to be. Revenge is bad but only thing helps you to find inner peace.

  • @KwaneleMbokazi-v7j
    @KwaneleMbokazi-v7j Рік тому +8

    KODWA BAFWETHU KUNGANI NISILINDISE😢

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +5

      We are sorry for that, when we drop sisebenza ngeskhathi guys but we promise to give you more episodes this coming week.

  • @Allinonemediaproduction
    @Allinonemediaproduction 6 днів тому

    33:52 ngaze nga addicted kule channel 🔥👏🏼

  • @hermanmsweli2706
    @hermanmsweli2706 Рік тому +1

    Cha uyayibheka indaba mfoka Cebekhulu. Siyabonga iziyalo

  • @MichaelMohale-c5c
    @MichaelMohale-c5c Рік тому +3

    Keep up the good work broer

  • @menelisisikhahlane9542
    @menelisisikhahlane9542 Рік тому +3

    Mhmmm...

  • @SM-TV985
    @SM-TV985 Рік тому +3

    Ekhaya KwaVeZunyawo

  • @sbahlembalimbathambalenhle238
    @sbahlembalimbathambalenhle238 4 місяці тому

    Aibo Jesu ngangifunda naye u-Ntuthuko umngan wam owangasekhaya😢e-Nkonjeni eMission into yayihlezi iyihlekela nje mhmm...bakithi😢.

  • @Blueface2024
    @Blueface2024 Рік тому +4

    Lie detector should be mandatory during interrogations

    • @siyabongamanukula4537
      @siyabongamanukula4537 5 місяців тому

      Suka lonto ayisebenzi sasisiba emsebenzini bt lanto zange isibambe sasiyibalela lanto xasele uyazi lanto uyakwazi ukuyibalela

  • @BroadreachHealthcare-wh5kq
    @BroadreachHealthcare-wh5kq Рік тому +1

    Sewayaphi

  • @VUMANI-FILMS
    @VUMANI-FILMS Рік тому

    🎉🎉🎉

  • @ntokozongubo3055
    @ntokozongubo3055 Рік тому +3

    Liyeza elakhe noZavolo

  • @sibusisongcobo7483
    @sibusisongcobo7483 Рік тому +4

    Ngyasaba Nkosyam mhlazane ephuma uFeleba🤔🤔🤔

    • @ayandazulu8014
      @ayandazulu8014 Рік тому +2

      Kuyobe uyisilima

    • @sibusisongcobo7483
      @sibusisongcobo7483 Рік тому

      @@ayandazulu8014 and ubazi bonke bawobani bakuphi...Komele bathandaze asindiswe aphume eseynceku kaJehova njengoMandela

    • @sbahlembalimbathambalenhle238
      @sbahlembalimbathambalenhle238 4 місяці тому

      ​@@sibusisongcobo7483angimkhulumeli kodwa uyilungelo u-Ntuthuko ngaphandle mabemsukela angimazi enenhliziyo embi ngingazi-ke phela.

  • @kasipoetics4605
    @kasipoetics4605 5 місяців тому

    Asbonge Cebekhulu, sifunda lukhulu mihla yonke

  • @thandomzolo7649
    @thandomzolo7649 10 місяців тому

    🤗🤗🤗

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Рік тому +3

    Lindakamkhonto siyabonga bafo eyi Zavolo albonge dlozi lakubo waphunyuka ecaleni elinzima kanje

  • @GasoGa
    @GasoGa Рік тому +2

    Asikho esindlebende kwabo…. Sisuke siyisini sona? Just asking to get a better understanding of isisho lesi please 🙏

  • @FreedomCelimpilo-kg4cd
    @FreedomCelimpilo-kg4cd 3 місяці тому

    Yooo 😢lembulingubo lingene "cha u Feleba" I buhlungu lento eyamvelela kodwa angazi phimsiseleli a thathe ngokuthi ugwetshelwa manye

  • @charlessukati4866
    @charlessukati4866 Рік тому +1

    Eyi mfo, justice can be rotten. So in this case the actual murderer is walking free 😮😮😮😮

  • @Thulz.
    @Thulz. Рік тому +3

    so Zavolo killed the police man using Feleba's gun. Ayi kunzima

  • @bonobonok1412
    @bonobonok1412 Рік тому

    MKHAYA 🙏
    UHLUKILE MFT NGESKHATH NGIKUBONA LAPHAN EMAKHAYA INDLELA OHLONIPHA NGAYO BHUTI KUYAKHOMBISA KUTHI UYAMAZI OMUNYE MUNTU🤝🙏

  • @lebothaga2535
    @lebothaga2535 8 місяців тому

    Ai Voetsek to our justice

  • @rostabusiswe1930
    @rostabusiswe1930 Рік тому +4

    Suabonga kakhulu 😍

  • @aphelelemasondo4374
    @aphelelemasondo4374 Рік тому +3

    kanti anjan ama HAWKS

  • @collenmhlabane7699
    @collenmhlabane7699 Рік тому +3

    Feleba bekumele abulawe naye

  • @macbethmabena9816
    @macbethmabena9816 Рік тому +5

    Road to 100k subscribers 😂😂😂

  • @lvdeluxe1
    @lvdeluxe1 10 місяців тому

    Has the law changed since the apartheid era because suspicion still = guilty.
    It makes sense why there's a legal insurance advert on every ad break from local stations.
    Majority of law makers are lawyers and they're looking out for their industry by ensuring there's always work.

  • @thobilemkhize1069
    @thobilemkhize1069 Рік тому +3

    Sbonge bhuti 🥰

  • @anitaakpasubi1623
    @anitaakpasubi1623 Рік тому +1

    It was bound to happen one way or the other, karma doesn't miss address

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Рік тому

    21:05!emakhaya kudutshulwa umuntu ngabo 23:30 ebusuku kodwa nho 9 ngakusasa suke saziwa umsolwa. Ngaleyo ndlela yokuba phezulu kwabasolwa.

  • @Princesimza.
    @Princesimza. Рік тому

    Barberton Mpumalanga silalele Cebekhulu

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Рік тому +1

    28:18 wasinda ufeleba kulabogalakajana abangama phoyisa.

  • @bafanakhumalo1511
    @bafanakhumalo1511 Рік тому +3

    Kazi wawazondelani ama lawyer eLegal Aid. Stop tainting legal aid image

    • @sabelongema4460
      @sabelongema4460 Рік тому +3

      I don't think the man "hates" Legal Aid, but what he is saying about them, it's a fact... Abaningi babo basuke "besanuka ubisi kule game"
      Remember ngan yakwethu, laphaya enkantolo it's all about how you "manipulate" ubfakazi obuyiqiniso ubenze "intando yakho" it's not about the real Truth persay... Umbono wami "ungangthuki"

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +1

      @@sabelongema4460 Uyindoda Ngema🙏🙏🙏

  • @SphamandlamabasoAllex-wi6fk
    @SphamandlamabasoAllex-wi6fk 2 місяці тому

    Mmm umuntu akehambe indlela eryt

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Рік тому +1

    39:43 kwakuzavolo ngempela lenyoni

  • @bongamnukwa6017
    @bongamnukwa6017 7 місяців тому

    MC would advise someones to have lawyers that you can pay monthly? Because it really shows that ikusasa alaziwa.

  • @VusumziMagam
    @VusumziMagam 10 місяців тому

    Something is linking Feleba to that murder bra Menzi the investigating techniques are so broad ininzi nje into ekhombe yena he cannot be convicted through hearsay evidence.

  • @josephinamokoena6865
    @josephinamokoena6865 5 місяців тому

    Hheyi Mezisto kukhona ababongayo ngoba lezingane zijike zicele ingubo uMama wazo uma efile kufanele abonge loyo Mzali ngoba abozogcina embulele lomtwana nami ngingabonga Shame Mezisto uma kunguwe ngenza kanjani

  • @dumisaninxumalo7574
    @dumisaninxumalo7574 Рік тому +3

    Yona lento yokuhambe ugabisa ngevolovolo ayikaze iphethe kahle

  • @AceWalekhosi90415
    @AceWalekhosi90415 Рік тому

    😢😢😢

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 Рік тому +4

    Where's part 1 Bhudi omdala ?

  • @Mvelase-kr3hd
    @Mvelase-kr3hd Рік тому

    from Swatini inside..MC❤👌...Feleba bakitsi it's a sad story 😢😹

  • @MvulaniNorman-ji5vr
    @MvulaniNorman-ji5vr Рік тому +3

    Ngomlomo siyadala, ulwimi lunamandla

  • @vumanizondo9909
    @vumanizondo9909 Рік тому

    🙏🙏💔

  • @aphelelemasondo4374
    @aphelelemasondo4374 Рік тому +3

    E GARADGE E NHLUNGWANE KUNGAKITHI LAPHO

  • @mthobisimadondo6829
    @mthobisimadondo6829 Рік тому

    Mmm what goes around comes around alikho iqaqa elizikhotha emhlane

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 2 місяці тому

    Ngabe kusemthethweni yini kuthi amaphoyisa akufake ijubhu akushaye

  • @JohnKirsten-qt6mf
    @JohnKirsten-qt6mf 6 місяців тому

    Uzavolo uyena ngampela