IZINKABI CHRONICLES (Episode 5 - The death of a child)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 18 вер 2024
  • Izinkabi chronicles- storytime
    we are talking about hitmen also known as Izinkabi who are hired to kill people for money.
    #transformation
    #izinkabi

КОМЕНТАРІ • 163

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 Рік тому +17

    Good people plz cela ni comment nisiphe namacebo ukuthi uma mhlawuphe wehlelwa isimo esinjengalesi yikuphi wena mbukeli ocabanga ukuthi ,kungakuphephisa uma ufelwa yimoto emngwaqeni ebusuku? Noma nje emini if ngisendaweni engingayazi?

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +4

      Good point, thank you Bongy👍

    • @xoliswamteshane5351
      @xoliswamteshane5351 Рік тому +2

      So true mfwethu

    • @UbukaOnline
      @UbukaOnline Рік тому +3

      Yiba ne paper spray, leyanto ibiza 100 encane.

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +1

      @@UbukaOnline Siyabonga mkhaya yazi nalelo cebo lihle kakhulu🤝

    • @UbukaOnline
      @UbukaOnline Рік тому

      Yazi Uma abantu bewadinga singenza icebo ngiwathenge ngikulethele bese abantu bewathola kuwe.
      Abantu baqaphele mawuke wayithinta geza izandla ngoba uzocikica amehlo bese ikhalisa Wena mniniyo

  • @ovuyombunquka9879
    @ovuyombunquka9879 Рік тому +12

    A very good story teller, zibuhlungu zona kodwa sibulela izexwayiso..
    Let’s not skip the ads family.

  • @nokwandanoxie2457
    @nokwandanoxie2457 Рік тому +9

    Anglele 😂 bengilinde wena MC nezindaba zakho ezisifundisa mihla namalanga syabonga Bro

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +2

      Siyabonga we Noxie, lala uzobe uzela ksasa ngiktshele😂😂😂😂

  • @ntsikelelositwayi6110
    @ntsikelelositwayi6110 Рік тому +20

    Never do the mistake of skipping the adds plzzzz bantu be Nkosi❤😊

  • @lungisanintuli5988
    @lungisanintuli5988 Рік тому +4

    Kwaze kabuhlungu ngengane engenacala kazi laba osisi bona kungani banqaba ukushiya imoto ukunomphefumulo ngoba ukuba bavuma ukuyolala eGarage ngabe iyaphila lengane namhlanje💔💔

  • @danielsember
    @danielsember Рік тому +5

    One of the saddest stories I've ever heard, life is so so fragile. Ubuhlungu ongasoze wabuqonda, obungachazeki. Sibonge imizamo nomsebenzi wakho Malume

  • @mnqobimhlongo6291
    @mnqobimhlongo6291 Рік тому +3

    Cebekhulu.. ngikholwa ukuthi kuzomele ufake noma uphawu lokuqwashisa nge strong language ngoba imvama ulimi uyaluqinisa hleze lokho kungasiza ukwazi iminyaka yabantu abangabukela belalele ama videos akho nokungafanele

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +1

      Kulungile mfwethu uqinisile, siyabonga for your suggestion. We shall consider it.

  • @MelusiNdlovu-bk5kg
    @MelusiNdlovu-bk5kg Рік тому +6

    your stories zibuhlungu ezinye...kodwa ngithanda kakhulu ezase Jele ngoba i have never been in prison but your stories make me realize that impilo is not easy thanks M.C menzisto

  • @sethembilenzuza3599
    @sethembilenzuza3599 Рік тому +6

    Hello Bantu Abahle don't skip ads please.Siyabonga Kakhulu Bhuti Cebekhulu 😊

  • @thickFruitJuice
    @thickFruitJuice Рік тому +4

    Why didn't these women call insurance or warranty breakdown? You can't drive in SA without these. You can't drive without airtime in your phones. Nxeseni...

  • @sibusisobohlela9868
    @sibusisobohlela9868 Рік тому +2

    Kunzima asazi syohamba kanjan emhlabeni kunzima ubulwane buningi kunobuntu
    Syabonga bhuti MenZisTo🙌🙌🙌🙌syabonga

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka4385 Рік тому +5

    This is painful really I'm afraid of this people called izinkabi😢

  • @vusimabena2746
    @vusimabena2746 Рік тому +2

    Yeze yabhlungu indaba Xebekhulu 🙏🏾

  • @Cassiefuture1422
    @Cassiefuture1422 Рік тому +4

    Siyabonga kakhulu mc menzisto ngezindaba zakho nami nje namhlanje ngizithole sengiboshwa nje ethekwini lapha e St Georges ngasizwa ileziyalo engizithola kuwe ezindabeni zakho
    Ngiboshwa nje angenzile lutho ngikhonjwe ngifaniswa😢😢😢

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +2

      Hawu mfwethu sorry, kugcine kwaphetha kanjani pho please share your story 🙏🙏🙏

    • @Cassiefuture1422
      @Cassiefuture1422 Рік тому +1

      @@TransformationLive1 kuyasiza kulelizwe lethu ukwazana nabantu abaphezulu ngivele nje ngehlisa umoya kuthe sengifikile edbn central ngafonela omunye umnganami osesikhundleni esikhulu kwa santaco wahlanganisa ngaphuma kanjalo
      Uxole I can't get into details esidlangalaleni kanje.

  • @brianngcobo-tj8mv
    @brianngcobo-tj8mv Рік тому +3

    Cha ufunda kahle bhuti wam❤

  • @sabelongqulunga8486
    @sabelongqulunga8486 Рік тому +3

    Yabuhlungu indaba umama womntwana wezwa ubuhlungu obukhulu ukubona umntwana wakho ethula phambikwakho😢

  • @lindokuhlemlindos9905
    @lindokuhlemlindos9905 Рік тому +3

    😢 ey madoda inkabi azinedaba..nomphefumulo womuntu

  • @sibingelelodintsi
    @sibingelelodintsi Рік тому +2

    Yhoo oko ndibukele since 9h30 till now whow ziyafundisa😊

  • @hlengiwehlatshwayo7695
    @hlengiwehlatshwayo7695 Рік тому +2

    Bhut omdala 😢😢kwaze kwabuhlungu, bakith nengane. Akukho safe kuhamba ebsuku lendaba icishe ifane nalena yo cc owaye hiker Kanye nengane ebsuku bagcina bedlwengula.

  • @mncedisimiya4563
    @mncedisimiya4563 Рік тому +4

    Indlela ofunda ngayo yaz ingenza ngigqolozele I 📱 ngilalelisise ngize ngikhohlwe noku liker syabonga mfoka Cebekhulu 🙌

  • @nokukhanyasibiya9986
    @nokukhanyasibiya9986 8 місяців тому

    Yaze yabuhlungu indaba 😥😥💔. Lapho ngike ngihambe kulowo mgwaqo uma ngiyosebenza eFilidi 😥

  • @SthabisoMkhonza
    @SthabisoMkhonza 4 місяці тому

    Bengivele nje sengizwile le ukuthi akusomaphoyiss nix la base bethole.abantu abazobenzakalisa hawuuuu rip ngan yami

  • @charlessukati4866
    @charlessukati4866 Рік тому +3

    Oh my goodness! This is so painful 😢😢😢😢

  • @michaelkomiti582
    @michaelkomiti582 Рік тому

    Ngwana moreneng.

  • @sborise__99
    @sborise__99 Рік тому +1

    Ai kwaze kwakubi lokhu, yaz le ndaba yanamhlanje kube nzima kuyqeda yoooh! Isihluku esingaka

  • @xoliswamteshane5351
    @xoliswamteshane5351 Рік тому +2

    Never been scaredvlike ds while listening.. Scary story mfwethu

  • @siyabongangxitho8455
    @siyabongangxitho8455 Рік тому +1

    Mc wangempela Siyabonga bafo!

  • @neshntuli2224
    @neshntuli2224 Рік тому +1

    Ogelekejana laba base bethi bahlabene, vele bazibiza ngamaphoyisa ebsuku labolwabishi.

  • @sphiweemmanuel3254
    @sphiweemmanuel3254 Рік тому +1

    Mmmm ibuhlungu lendaba elokufa alitsheli ngempela.

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Рік тому

    My Buti hmmm sad story to see you child die in front of you siyabonga nge story kodwa sibuhlungu kakhulu 🙌❤️

  • @ndwandwewasendwedwe7964
    @ndwandwewasendwedwe7964 Рік тому +2

    Mmmmm yaze yabuhlungu indaba 💔💔💔

  • @zesiphobudu1692
    @zesiphobudu1692 Рік тому +4

    She chose not to leave the car behind and they lost a life. I mean why do we highly value materialistic things more than our lives, it’s now obvious that the 2 gentlemen who warned them about lack of safety bebeqinisile. Those guys were going to do something horrible to them whether or not the police had appeared. Hayi nje this is sad

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому

      It's very sad Zesipho😭

    • @valentinezulu8018
      @valentinezulu8018 Рік тому +1

      But ukufa kwalengane kwasekuyiskhath cc/ bhuti Zesipho ...awubuke nje ukube yayingavukanga amapoyisa ayeyaze afike besasesafe bonke ...ukube badlwengulwa or babulawa ngesihluku bengizovumelana nawe kodwa ngeshwa iskhath sokufa kwengane sasesifikile noma nje kubuhlungu😢

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +1

      @@valentinezulu8018 Eyy kodwa indlela eyashona ngayo ikhalisa wonke umuntu😥😥

  • @Sikozchannel
    @Sikozchannel Рік тому +2

    Painful story

  • @phindilenanah7167
    @phindilenanah7167 Рік тому +1

    Very sad story nkosiyami🥺 ngengane yhoooo😪

  • @freedommyeza2601
    @freedommyeza2601 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu abantu aboulala bephethe intambo emotweni ma uthola umuntu ufuna ukukusiza akushiye endaweni ephephila uzokudonsa akushiyekhona mina nje angihlukani nentambo noma imonto iyintsha iphuma eGaradge mangifika ekhaya ngifaka intambo😢

  • @thembindlela9678
    @thembindlela9678 Рік тому +1

    Uyazi mtanami kukhona Bantu abayokufa bemi ngezinyawo bethi kubantu " Hayi siyaphila" Babulele imphefumulo emibili

  • @siyabongakhumalo1660
    @siyabongakhumalo1660 Рік тому +1

    Tjooo so painful. Okwengane nje😭😭💔

  • @xolaninyekanyeka90
    @xolaninyekanyeka90 Рік тому +1

    Painful story. Ngebehambe ngala bhaki babuye ngakusa

  • @buhlekwanele7043
    @buhlekwanele7043 Рік тому +2

    Yaze yabuhlungu lendaba😢

  • @ntokozongubo3055
    @ntokozongubo3055 Рік тому +1

    Yooooooo yaze yabuhlungu lendaba

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Рік тому

    Hhhawu yahamba kabuhlungu lengane.

  • @yvonnehloniphani692
    @yvonnehloniphani692 Рік тому +1

    Kwaze kwabuhlungu lokhu aluba behlukana ngalesoskhathi kufika levan eyayithi izobabeka ngase Garage 😮

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +1

      Kwaba ukungazi mfwethu😥

    • @yvonnehloniphani692
      @yvonnehloniphani692 Рік тому

      @@TransformationLive1 Liqiniso lelo akusenani abalale ngokuthula uyazi kunzima kanjani ukubona ingane yakho ifa phambi kwakho😭 besengithi dudunasemdenini wabo ..

  • @noziphokhumalo6090
    @noziphokhumalo6090 8 місяців тому

    Kwaze kubuhlungu ngengane😢

  • @sbonelolancelort9491
    @sbonelolancelort9491 Рік тому

    Yebo khona imoto yakho kunzima ukuyishiya esigangeni kodwa abantu ababili base beshilo nje ukuthi le ndawo inobugevengu obukhulu futhi kuyabulawana kwase kmele umnikazi wemoto avele ame isibindi ayishiye imoto eish!

  • @BhekiMavuso-i5p
    @BhekiMavuso-i5p Рік тому +1

    Okuncono Uma ufelwe yimoto Casha kwenye indawo ungemi emotweni

  • @sizwehendry3936
    @sizwehendry3936 Рік тому +1

    Ngiyayazi leyondwo

  • @ItumelengThulo-bp9do
    @ItumelengThulo-bp9do 9 місяців тому

    Cah,asikhulume iqiniso, kzn is not a safe place at all....izinkabi left and right...

  • @simphwe7162
    @simphwe7162 Рік тому +1

    Thx cebekhulu

  • @Mbatha870
    @Mbatha870 Рік тому +1

    Kwakfanele ashone nami ngangingafa ngengane yam ubhlungu obungaka🙆

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +1

      Eish khona wayezwa ubuhlungu obunzima kakhulu😭😭😭😭😭

    • @Mbatha870
      @Mbatha870 Рік тому +1

      @@TransformationLive1 uyazi esimweni esikanjena ksuke kzomele uphile nhaphansi kwabanakekela umqondo ngokusemthathweni and bakuhambele nomndeni keakumele wenze sho ukuthi ushintshe ngisho nelifestyle yakhe angaphili njengomuntu onormal nje

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Рік тому +1

      @@Mbatha870 uqinisile mfwethu ngoba what she went through could destroy noma ngabe ubani if kwenzeke kuye so nje impela mfwethu kwakumele bezame ngalendlela osho ngayo.

  • @thandukwaziprince1335
    @thandukwaziprince1335 Рік тому +1

    Zacishe zangibulala inkabi zaseFilidi kuleyandawo ngo 2021 June 14 ngibuya eHlobane angazi ngasinda kanjani 😢😢😢

  • @chelengwenya6965
    @chelengwenya6965 Рік тому +1

    Oooh nkosiyami ingane yashona kabuhlungu😢😢😢😢😢

  • @siyabongakhumalo1660
    @siyabongakhumalo1660 Рік тому

    MC uyafunda indaba. Umuntu uzithola esengene phakathi kwi scene

  • @diskiloverscorner.7688
    @diskiloverscorner.7688 Рік тому +1

    Ngicela ukubuza MC ukuth sikuqinisekisa kanjani ukuth leziynsizwa ze BMW zaziziynkabi ngoba ngokwazi kwami iynkabi ilegenge ekhokhelwayo ukuze ibulale umuntu?
    Ngbonge usazophendula.👏🏾

  • @nkunzemnyama
    @nkunzemnyama Рік тому

    Kungenzeka ukuthi lezinsizwa ilezi ezigangayo ebusuku ku R34 between blood river and N11

  • @Saysibiya1814
    @Saysibiya1814 Рік тому +1

    nglala ngazo mina

  • @mxobhungane143
    @mxobhungane143 Рік тому

    Syabonga Bhuti

  • @njabulodladla8184
    @njabulodladla8184 Рік тому +1

    syabonga uqhubeke njalo

  • @philanimdumavundla
    @philanimdumavundla Рік тому +1

    💔💔Usizi 😢 Yaze yabuhlungu le ndaba 😢

  • @ThokoSimelane-y1n
    @ThokoSimelane-y1n 2 місяці тому

    Chubeka MC cebekhulu ❤😂

  • @simphiwesimphiwegumede5536
    @simphiwesimphiwegumede5536 Рік тому

    Kwabuhlungu 😢😢

  • @syabongamkhwanazi3373
    @syabongamkhwanazi3373 Рік тому +1

    Mmmmmm ei kwaz kwabuhlung

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Рік тому +1

    💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔 eish kwanzima

  • @sibabalomaqakamba6268
    @sibabalomaqakamba6268 Рік тому

    Very painful

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Рік тому

    Ngiyawubona lowo mgwaqo u N11 thina sifika lapho sithathe R34 oya Vryheid

  • @peaches2703
    @peaches2703 Рік тому +1

    😢

  • @onesiphosongelwakhoza988
    @onesiphosongelwakhoza988 Рік тому

    This is very sad

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Рік тому

    Maybe police must stop using private car, especially car without a stickers because everyone claim to be a police, lokho kwenza kube nzima uku identify imoto yamaphoyisa Police vehicle always must a stickers and blue light on top

  • @mamsiemakubo2770
    @mamsiemakubo2770 Рік тому +1

    Kwazekwa babuhlungu sad 😔 💔

  • @Nkosi-jz9rt
    @Nkosi-jz9rt Рік тому +1

    Unesiphiwo kdw nkabi yam

  • @chrisletsoalo
    @chrisletsoalo Рік тому +1

  • @thembekampungose1374
    @thembekampungose1374 Рік тому +1

    Isihluku esingaka jehova 💔💔💔

  • @zabelozarh1963
    @zabelozarh1963 Рік тому +1

    Isihluku esingaka jehova 😢😭😭😔

  • @sboneloman9328
    @sboneloman9328 Рік тому +1

    Mmmmmh 😢😢😢

  • @NomaAfrica
    @NomaAfrica Рік тому +1

    Kwaze wabuhlungu😢😢

  • @zimasandamase5063
    @zimasandamase5063 Рік тому

    💔💔💔❤

  • @lebohangmoloi6229
    @lebohangmoloi6229 Рік тому +1

    💔💔

  • @siviwemkatshane5234
    @siviwemkatshane5234 Рік тому +1

    Yhoooooo my God yerr 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @mkhanyiselwamagutshwa4165
    @mkhanyiselwamagutshwa4165 Рік тому

    Wht is skipping the adds ?

  • @zimasandamase5063
    @zimasandamase5063 Рік тому

    Jesus Christ kubi

  • @mvuyimpithi8648
    @mvuyimpithi8648 Рік тому +1

    😢😢😢😢😢people are very evil

  • @Mahlatshwayiva
    @Mahlatshwayiva Рік тому

    Kunzima

  • @mbonisenilaffor9759
    @mbonisenilaffor9759 Рік тому

    My Mc

  • @xoliswamteshane5351
    @xoliswamteshane5351 Рік тому +1

    Mmmm Jesu

  • @sabelovilakazi3478
    @sabelovilakazi3478 Місяць тому

    How many trustworthy followers do we have on this channel?

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Рік тому

    KODWA JEHOVA YABABUHLUNGU LENDABA KODWA BAKITHI ZIBONAKALISE NKOSI UPHOLISE NAMANXEBA

  • @jabulanicele5685
    @jabulanicele5685 Рік тому +1

    Mmmm

  • @nkunzemnyama
    @nkunzemnyama Рік тому

    Kunzima