SIKHIPHA IZIMFIHLO | Kwadubuleka ingane ngephutha emcwabeni wesgebengu | S1 - EP48
Вставка
- Опубліковано 7 лют 2025
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo
Well done boy for confessing this incident ngyabonga my brother mawengane uyaldinga iqiniso abanye bethu bayajudge kodua bathuli nezabo imfihlo.Phephisa mawengane sengathi ungaphola💔😭
Igazi lomuntu liyakhuluma ubengeke aze ukube bekungekho okumhluphayo 🤞🏽🤞🏽🤞🏽kukhona okungaphezulu okungenzeka ukuth hlampe umtwana uyambona bese befuna ukudatshukelwa ubethuleleni sonke leskhathi ima ezosho mnje ngoba sekumhlulile ukufihla mxm akahambe ayoboshwa lowo futh umama bekumele athathe imali qede ambophise vele kuyindleko nokufihla umuntu
Abancoma lomfana bancomani ngempela umuntu engazinikelile emaphoyiseni. Hhai bakithi akungadlalwa ngomama eshonelwe😢
Amaphuyisa lawa abanye benu abakhuluma ngawo awawona uNkulunkulu but peace is everything so thank you brother for choosing peace
Uzobolela ejele,noma uzofa like your friend because of the job your doing...nihlukumeza abantu period ngobu gintsa,, sis man nxa!
Kwaze Kwanzima kukonakonke ngoba lezimfihlo ezinya ngempela singene nazo ethuneni, ngoba amaphoyisa ngeke abuyise umntwana njengoba nesincephezelo singeke simbuyise umntwana. Ngiyabonga bhuti Ubuntu engathi inkosi yomusa inganipholisa,
Kwazona izimfihlo zidinga ukuhlolwa ngaphambi kokuthi kukhulunye ngazo ngoba lezinto zizoqhatha abantu baze babulalane
Eish 😢
Kwaze kwanzima empilweni yazi ngabobhudi abaphatha izibhamu bethi badinga izinkwa zokufaka etafuleni emidenini yabo kulahleke umdeni wabanye ukhulise owakho ngesibhanu ungafuni ukusebenza bantu phendukani libuyele kuJesu nguye olesicazululo ngempilo zabantu bonke uthi bhekani inyoni zaphezulu kazilini kazivuni kodwa ziyaphila ngoba uMdali wazo uyazinakakela manje wena muntu uhlulwa yini shuwa ubhejele ukudla ngokubi uchithi gazi phendukani bantu ohendukelani eNkosi umusa ungakavalwa livume izono lithethelelwe
This is sad some secrets just need to stay secrets 😢😢
True
True.
True yoooo
True
Usisi makehlise umoya ubhuti ebesenza ubulungiswa .Amaphoyisa awadingeki kuloludaba ahluleka ngelanga lomngcwabo ukuphanda .lobhuti uyaphila emqondweni siyabonga uzicebisa wena hai ukuthi utshelwe ngamaphoyisa because umndeni wawusazi ukuthi umufi ebewenza naye lomsebenzi kwakufanele babizele umufi kuqala amaphoyisa .Ngiyacabanga umtwana yengowelungu lomndeni ngoba umntu wangaphandle wayengamlethelani umntwana emngcwabeni.Iqiniso bhuti lizowukhulula umoya wakho nowengane
Ay locc u ryt umphefumulo awuthengwa ngemali
Nxese cc kabuhlungu kodwa uxolo ekugcineni siyaludinga sonke sibonge kubhuti ngokuba nonembeza siyacela 🙏🏼
The reason why people confess is bcoz they hv no peace after taking people's lives, otherwise they will not confess
Loludaba lunzima ngampela uBhuti uveza ukuziceba but hhai ukundlulisa uxolo, uBhuti lo umelwe ukuyojeza akayiziceba sekukuningi akwenzile.
Mama,ubhuti uthetha inyani ngoba iyamdla ngaphakathi lento.
Bhuti you did your best by coming forward ,I wish God can forgive you ,you did not hide away for good .May God keep and Bless you bhuti,and may the lady find space in her heart to forgive you because you did not hide .
Siyabonga bhuti ngokwenza ubulungiswa phephisa mama womtwana kubuhlungu namkimi nje mina engikucelayo ukuthi uvume akuphe isinxephezelo ubhuti coz wayengaqondanga ukubulala umtwana kwaba iphutha nd akwandile lokhu afuna ukukwenza ukuba omunye umuntu ubezozithulela yehlisa umoya cc please
Mxolele cc lobhuti wenze ubulungiswa 2 akaze adubule ingane ngamabomi kwaba iphutha uma uthi akaye emaphoyeseni okusho ukuthi wuwe osuzethwesa icala ezulwini ngoba yena usexolisile kuwe for sure nengane yakho la ikhona imxolele ngoba ikwazile ukumthinta inhliziyo ukuthi azoziveza kuwe uthole ukuthi wabulawa ubani
Kodwa stufuza umaya wam cc uyawophula sheim😢😢😢😢😢❤❤
You did good my brother
😢😢😢😢yooooo Shembe kwaze kwanzima bhuty bekmele usale usuthila
Kant isgebengu esinjani lesi esinonembeza ngoba kwamoshakala kwamoshakala ngeke isabuya ingane 😢😢uvusela Lomama amanxeba and I NIU isendleleni iygebengu iyaziqeda kancane kancane
Ngabe uthule waze wafa ,uzovusela omunye mntwana inhlungu 😢😢😢😢😢
Umnakekele ngemali yokwebiwa isinxephezelo bamloyile lo ngeke
BLAQLIFE amacala wodwa 💔🖤
Ufanelee kuboshwa kuphela no amount of yr money can bring back a child,,isixephezelo kanjn Wena qobo usahluleka ukuzinike emaphoyisen,,ukuba ubuno members ngbe uqale emaphoyiseni ,Imali yesixephezelo ayinaso isindingo ngba ingane anilimalanga yadhona she gone forever Wena hambo donsa
Liyasiza leluhlelo kodwa linzima kakhulu futhi lubuhlungu kakhulu,kunzima ukwamukela konke okushiwo ngabantu bebulala behlukumeza ngezindlela eziningi
😢😢😢😢yoh kwaze kwanzima mhlabeni muzele bhekaba nabo bonke bunzima mpilweni
Aklindwe ngeveni yamaphoyisa ngempela kloluhlelo bayamdedela lo esazoqhubeka ebe izmoto zabantu bamdedela 😂
😂😂😂😂iveni outside ime eduzane ne gate nje ey wena
Ay waze wayenza into ebuhlungu sela labantu ucabanga ukuth imali beyngenza uthole uxolo
lomfana mangbheka unonembeza bandla ngo a echaza basuke bendadubuli umuntu ngyzcela cc umxolele ngeninye ilanga phephisa
Muhle ugirl❤
Kubhlungu ukuhamba kwengane ngalendlela eyahamba ngayo bt akukho okwenzakala ngephutha kuNkulunkulu kwase sekfike iskhath ngoba sonke sneskhathi sokuhamba klomhlaba
Iyenqena yini iBlaqLife ukuba namaphoyisa eduze
Ufuna ukusiza ingane nge mali engcolile,
😢😢😢😢💔💔💔💔 So sad Lord have mercy
Bizani amaphoyisa nasi isgebengu .abasthathe bayosvalele sgwetywe dilikajele
Angisoze ngaxolela umbulali .ngisho engeza Nani ngoba odlule ngesandla akasophinde abuye.ukumbonana nombulali kungangivusa amanxeba.nalemali azonxephezela ngayo uyithola ngobu gintsi.kufa Abantu ngenkathi beziqoqa.akaziyise emapoyiseni. Umthetho udlale Indima yawo.
Bizan amaphoyisa akaboshwe lodoti lona . Uze uyasho ukuthi umphanto uhamba kahle. Ezoban lezomoto ezebiwayo ?
Eish ekugcineni iqiniso liyadingeka eish kodwa kwaze kwabuhlungu😢😢
Kubuhlungu kodwa uyachaza umfana ukuthi basuke bengadubuli muntu kwaba yiphutha ncenga inhliziyo Cc ukumulele ukuthi kukhona umuntu okhala kanye nawe esimeni okuso
Abantu bayamncoma lobhuti ayii mina yangidina uvusela usisi wabantu ubuhlungu yet he not willing to deal with consequences ayii he is not sorry ingoba nje uhlushwa igazi lengane elimsulwa . Kodwa ngeke kugcine yena🙏🙏
Kodwa stufuza sikhona isdingo salo dlangamandle Zulu ohlezi uwusho aii suka
Hau kodwa nami ngangi ngeke ngi xole mfwethu na noma beku yi phutha nga ngi ngeke noma ku nga phuma malini mina ngi kholwela ku an eye 👁️ for an eye 👁️
Ayikho imali enganxaphazela ukuth ubulele ingan yomunye umuntu
kwaze kwanzima kodwa bhuti fuze ngabe lomsebenz owenzayo uyawuyek ngb awulungile neze.nam ngk ngithathe mali yezinyembezi .ngilethe usizi phezu kolunye
Zinikele emaphoyiseni finish and klaar, ngapha uthi niqoqa iimoto nisiphilisa kabuhlungu ngokusithathela iimoto zethu futhi nje hamba ejele please😢
My brother you have made a very difficult decision and I salute you..to face Up and come clean is not easy ... We cannot judge only our Creator can...And for you my sister I pray you find closure. At least although it's not easy ...
Now you know the truth
In South Africa when you do murder you must go to jail next time you must involve the police in this kind of situations
Yebo imali ngeke isawuvusa umphefumulo wengane nokumbophisa esezivumele yena kuwe kukhombisa ukuba nonembeza but before ayozibophisa mele nixoxisane naye
Kwaze kwanzima. Imali ngek imbuyise umtwana nejele futhi ngokunjalo. Kodwa umama akaxole. Simelwe ukuxolela
Yabona kelena kwangatsi bhuti ngabe uthulile xm afe nayo lemfihlo ngoba nje kumsitaphi make wemntfwana lalakushoko ngoba nje somvusela buhlungu futsi
Kwaze kwabuhlungu kodwa sbonga ubhuti ukuthi Avele NAMI ngifisa okwabulala umtana wami ukuze ngixole
Amaphoyisa abayekelani abantu abanje
Umbuzo wam uthi ifunan ingane emncwaben ..?? Ifunan ngempela 😢😢😢
Maybe was a family child
The problem is UNEMBEZA kyanyiwa
Wee uzoboshwa x2 uzoboshelwa ukubulala ingane uboshelwe ukut untshontsha izimoto ufake nosebenza nabo enkingen yuu
Eish kubuhlungu u cc akaxolele ubhuti nokuya kwabhuti ejele angeke kumbuyise umtwana
Uqoqa imoto okungeyona eyakho 😮😮😮
Kodwa umama kayehlise umoya koz kayezanga ngamqbomo stufuza ngenelela ukhulumisane ukubophisa akusizi ngalutho
Where are the police on this situation of car hijacker confession life on tv.
Kubuhlungu kakhulu but I closure izobakhona kancane since ezwa kukhona ubhuti e confess
My brother u confessed the judgment day is coming
Our God is a forgiver what you did is something else some will mis Heaven bcos of secrets yooh
Stufuza 🎉❤❤❤
Siyibeka kahle 😂
Kwabazizibham zan zona lezi emingcwabeni
Kodwa nesnxephezelo syafuneka
Yooo shme waze wavusa amanxeba lobhudi
Eyi kwabanzima ubhuti uzama ipeace bhuti myeke locc udinguyozinikela emaphoyiseni
At list uyazama usigebengu
Engaboshwa ubafoe yini ezokwenza umehluko ngoba ingane ngeke isaba khona
Amaphoyisa ayadingeka kuth abekhona e studio se Blaqlife tv sometimes just incase kubakhona such cases
Kunendaba ekungafanele zibelana ezinye ukube nizenza ekusitheleni ema office aseBlaqlife la kuzobulalana abantu crc
Uyindoda bhuti ngiyabuhlonipha Ubuntu obenzile
Lova .salute
Sela ndini engathi ungaboshwa udilikwe ijele
Lobuti uzicabangela yena coz vele akunasinxephezelo esopholisa ukuhanjelwa ingane...
😭😭❤️
Usizwa esandlen sbhamu kuthi khona omshayile, kuyezwakala noma ningaba baningi
Bamluke kahle ugirl
Bafo asibonge kakhulu ngonembeza
Mina ngizwelana nawe bhuti sibonge nanokuthi uphumele obala
Ayikho ngempela kodwa lento yalesela yokugabisa ngemali yegazi
BLAQLIFE IWA LETHA NINI AMAPHOYISA AZOQOQA LEZIGEBENGU STUDIO SABO.HHAYI BO UKULAHLEKELWA UMNTWANA AKUYON INSANGU OWESIFAZANE OTHWALE IZINYANGA EZIWU 9 BESE UTHI UZOMNIKEZ ISINXEPHEZELO SEMALI YOBUTSOTSI NAYO.BLAQLIFE NINGABOOKE CANSELLING KUPHEL NIBOOKE NAMAPHOYISA AS WELL
Kunzuma nestufuza asazi nokuthi sithini
so abantu bonke laba abakhuluma amacala lapha amapholisa kabalandeli yini?
😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Izingane emathuneni bakithi worse umngcwabo wamaginza
Nam ngizbuza lokho...kodwa kshuthi bese kuvume amazulu
Cc ngiyabazi ubuhlungu obuko njengamanje mina yafa eyami ingane ingenzanga lutho ingesona isigebengu abantu abasebenza umsebenzi osebenzwa iloyo bhuti abantu engibabona zonke izinsuku ingigulisa lento ngoba ngiyababona ngaguqa phansi konke ngakunikela kuye wafika utanami ngephupho wathi ma angifuni ngiphinde ngikubone ubalisa ukhala dlula manje ubuke ngalapheka kusukela lapho akuphelanga sikhathi esiingakanani ekuyena menzi wezinto zenzeka nakuye sedayisana bodwa emdlalweni wabo ngiyacela wamukele uxolo wenzele lona oselele angisho ukthi yamukela imali xolo lilodwa lisho lukhulu kulona ongaskho naye lobhuti azinikele emaphoyiseni sorry cc ukuba uthunukale isilonda ebesesiphola 💔💔💔💔 💏 🙏❤
sifufuza ngicela i number yakho but okwabi kunzima kakhulu ngicela i number
Stufuza dlangamandla ezulu
There’s no law in South Africa that allows the use of firearms with live ammunition as a form of celebration, there are very strict laws regarding the handling of firearms and every firearm license holder should comply by those laws.
Akaboshwe man
Awu ngeke lana le show eyokudlala nje simosha data abantu ababoshwa lana
😓😢😢😢😓😓😓😓😓
Phela unembeza angeke uwenze lutho yingoba awulali futhi Mhlampe ingane iyakuvakashela ebusuku, and uyangibhora ngoba uthi uyasaba ukuboshwa ngoba umndeni wakhe angeke udle lutho what about la bantu obaphuca imonto bona abanamndeni what if labantu enibaphuca imonto bebenza i staff beziphilisa ngayo leyo mali
Mfana yekela ubugebengu ngoba uzofa usemncane uye esihogweni phenduka uvume izono ku Nkulunkulu uzokuthethelela akafani nathi uNkulunkulu uyaxolelana eyiqale phansi impilo yakho
😢😢😢
Dadewethu awungitshele leya App yalowabafo yokujabulisa abantu besfazane plz Dlangamandla Mngwenyankomo
😢😢😢nakhoke usefuna ucansi kodwa south Africa kwangenani
😭😭😭😭😭😭😭😭
Haw bakith sale usumxolela uyazisola nje
Inhliziyo enecala ayikutholi ukuphumula
😭😭😭😭😭😭
Siphi isidingo sokhuthi akhulume lento ekubeni bentshontsha imoto zabantu bengabacabangeli abanikazi bemoto ,