SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngakhiphisa uRoomza isisu ngathatha indoda yakhe | S1 - EP78

Поділитися
Вставка

КОМЕНТАРІ • 767

  • @NompiloThango-h2d
    @NompiloThango-h2d 6 місяців тому +78

    Unosathane ntombazane yingakho ngingena mngani mina😢😢😢

    • @MbaliPhiwe
      @MbaliPhiwe 6 місяців тому +2

      Jesu iyaqhosha nxx kanti imphethe ngokumhambel ngogogo thizeni

    • @zanethembapamani6417
      @zanethembapamani6417 6 місяців тому +2

      And don't look for one, keep your cards close to your chest, don't even trust your family....

    • @Chillies-b3x
      @Chillies-b3x 6 місяців тому

      True 😂

    • @nonkululekomkhize443
      @nonkululekomkhize443 6 місяців тому

      Kwami umngani ngimusaba kabi

    • @BeautyMthinunye
      @BeautyMthinunye 5 місяців тому

      Ukhohlakele uxokushisa lomshado

  • @ThembiMgenge
    @ThembiMgenge 6 місяців тому +44

    Uyisibozi sengane uyoze ufe uyinja kodwa oneday uyokufa lowogogo omhambayo usazokuhlaba umhlaba ntombazane

    • @sthe1867
      @sthe1867 6 місяців тому +2

      Can you imagine....y angazihambeli yena ukuthi izinto zakhe zibe ryt ahambela omunye umtwana womunye umfazi.....believe me she's gona kill the Man.....already usebulele umngane wakhe aphila......uhamba nezinyanga amncane kangaka.....I wonder nakana 50 uzabe enjani....sies😢

  • @SindisiweNdaba-uj8cz
    @SindisiweNdaba-uj8cz 6 місяців тому +38

    Wena uthe omunye umntwana akakhiphe izngane zakhe wena eyakho awuyibulali ukhohlakele futhi uyathakatha ntombazana ndini😮

    • @ollychonco8672
      @ollychonco8672 6 місяців тому

      Nd khohlakele ntiombazane ngath nawe singaphuma lesosisu kuze ndoda ikuahle bcs winyoka

    • @zanelembutho
      @zanelembutho 5 місяців тому

      Udoti lentombazane

    • @goldstarkey6267
      @goldstarkey6267 5 місяців тому

      Uyinja shem

  • @tholakelephungula5695
    @tholakelephungula5695 6 місяців тому +22

    Ever since i started watching this show I've realised ukuth some people are evil, more evil than the devil himself. Ingakho nginganamngani nje ngibalekel zinto ezinjengalezi. Sies

    • @luyandatembe5150
      @luyandatembe5150 6 місяців тому +1

      Okungicasula kakhulu ukuthi akakhombisi kuzisola nakancane nje ... Uze athi uyabonga Uma ethi angeke aphinde amxolele umngani

    • @InamandlaMpanza-yx7np
      @InamandlaMpanza-yx7np 6 місяців тому +1

      Ubezomchomela kahle kahle. ni sure kodwa iyaphila lengane uyenzakanjan nje into enjena komunye umuntu
      Kodwa uzomdinga lomngan wakhe esibhedlela sekumele atete

    • @thandymhlanga3985
      @thandymhlanga3985 6 місяців тому +1

      Kona lo iyedzelela ungatsi anga fanalenhane layitwele uyangenya yisa xm

    • @KhuselwaNeobayini
      @KhuselwaNeobayini 5 місяців тому +1

      Uyaloya lona shm

    • @LindaSibanda-h2q
      @LindaSibanda-h2q 5 місяців тому

      Mxm uyathakatha wena, zizokujikela nawe langa linye nje mxxxxxxm

  • @sbothusi
    @sbothusi 6 місяців тому +27

    Akaxolisi lo uzomtsakela uyangnyanyisa nje ngoba uyiqhqalaqhala kuzosheshe kuphele ngoba usazohalela omunye umfana futhi uyathakatha straight ntombazane ghaaaa

  • @triston9618
    @triston9618 6 місяців тому +23

    Yaze yabuhlungu inhliziyo yami, yooh!!! Angazi abantu besifazane bawenza kanjani usathane onje. Futhi uyaziqhoshisa ngesenzo sakhe uyambona uproud. One day, uzovuna cc.

    • @nom3181
      @nom3181 6 місяців тому +1

      Ububi buyeza nakuye ngokuphindaphindiwe strue😢

  • @mathafenincube4422
    @mathafenincube4422 6 місяців тому +41

    Ingakho ngingenaye umngan bangama phixi-phixi ❌

    • @luyandatembe5150
      @luyandatembe5150 6 місяців тому +1

      Nginawe lapho 😢😮abangani ave bakhohlakele shame ... Umngani umxoxela ndaba ngoba emthemba yena wenza into embi kangaka 💔😭😮 uze athi " ngabe khona nkinga ?" Uyadelela lo Sisi haibo 😢💔😭

    • @mathafenincube4422
      @mathafenincube4422 6 місяців тому +1

      @@luyandatembe5150 Yaz into emnand nge life iyazilungisel usazomtshaya umhlaba akhumbule umngan wakhe.. Ibuhlung lento ayenzile sheem 😥😥

  • @thulanigumede2392
    @thulanigumede2392 6 місяців тому +21

    Izingane zalendoda owazilahlisa umngani yizona ezizolwela unina......

  • @tinatlatla595
    @tinatlatla595 6 місяців тому +21

    Ikulindile ekhoneni lento oyenzile .....may the other girl find a God fearing man all her pain be taken away

  • @delanimajola6467
    @delanimajola6467 6 місяців тому +25

    Uzowuthola umvuzo walento oyenzayo ntombazane futhi awuzukubamnandi

  • @nqobilezondi4314
    @nqobilezondi4314 6 місяців тому +11

    Lungsta is improving , yes wena lungsta we love a host that listens to the viewers.

  • @nkosinathimzomuhle-bk1km
    @nkosinathimzomuhle-bk1km 6 місяців тому +25

    It's better kuth ubeyinkomo edlayodwa wazi kuth mawuzthathela izinqumo ezinhle nezimbi uzthathelawena ekgcinen ngeke ukhalengamuntu futh ngek usolemunto ngeznqumozakho ozthathela Zona

  • @thabsiledlamini2063
    @thabsiledlamini2063 6 місяців тому +5

    It won't last nakuwe sisi wami,,😭😭😭😭 inyembezi sesilima siyamnetha clever...

  • @zamilelanga8028
    @zamilelanga8028 6 місяців тому +38

    Nalomshado oweskhashana kophela sofana

    • @NelisiwePreciousCele
      @NelisiwePreciousCele 6 місяців тому +1

      Mina nguwbona ungenzeki nje egameni elihle la Jesu christu👏

    • @LuntuLucy
      @LuntuLucy 6 місяців тому

      😢😢😢

  • @jabuliledlamini4648
    @jabuliledlamini4648 6 місяців тому +5

    Kunomehluko phakathi kwe confession nokuchoma... good luck wena nogogo mhambayo

  • @RaymondDube-kc3so
    @RaymondDube-kc3so 6 місяців тому +20

    I wish lobhuti ayibone le video unosathane weCc

    • @SizweKhumalo-gy8fe
      @SizweKhumalo-gy8fe 6 місяців тому +1

      my wish

    • @lee-rah
      @lee-rah 6 місяців тому +4

      Seems like umdlisile uGirl. So even if he sees this video, it won't matter.

  • @SiceloMkhabela
    @SiceloMkhabela 6 місяців тому +8

    Kophela nofana, usisi uku-fast lane kakhulu and I am so worried ngokuthi a-confese ukuthi ungumthakathi, while the platform is for everyone to listen to.

  • @SnenhlanhlaMoloi
    @SnenhlanhlaMoloi 6 місяців тому +11

    Asazo kodwa imvelo iyabuka cc wami🤞🏿🤞🏿ukuthy yin into ezomlungela😊

  • @duzemthimunye7995
    @duzemthimunye7995 6 місяців тому +3

    I've been watching Blaqlife TV for a long time now but this is the first time I'm commenting. This girl doesn't seem like someone who is remorseful. This sounds more like a gloating rather than a confession with the aim of apologizing. But there's one thing I can say, Karma knows the addresses of all of us. And Karma is very cruel, when she visits you she gives you a load which is 100 times more than you gave to other people. More so there were souls which were destroyed in the fit of jealousy. Sisi your time is coming, just wait for it.

  • @lydiazungu6226
    @lydiazungu6226 6 місяців тому +3

    What goes around, comes around.AWUNANEMBEZA

  • @phill3308
    @phill3308 6 місяців тому +4

    I'm not surprised by u girl wakwa Hlabisa bayaloya Mina ngaxakwa owamie u roomsa engangifuni... Wayehlala ne calabash isgubhu🍯 e roomini... I even lost weight that year due to demonic attacks

  • @NanaMtshali-wh3qb
    @NanaMtshali-wh3qb 6 місяців тому +14

    Goldigger ethakathayo

  • @nunuconstance713
    @nunuconstance713 5 місяців тому +1

    It will end in tears someone's tears is dangerous even the innocent soul u took it will make you safer for ever

  • @Zee-fg8rt
    @Zee-fg8rt 6 місяців тому +14

    😢😳bangani yooooh

  • @Lulu90345
    @Lulu90345 6 місяців тому +7

    Isibindi sika girl ukhuluma nge pride 😮

  • @fikekhayakhethiwemasekofik9955
    @fikekhayakhethiwemasekofik9955 6 місяців тому +9

    Yaze yambi inhliziyo yalolucezu 😢😢 yingakho ungakhuluphali uyathakatha 🙌🙌😡😡

  • @DeliweNelisiwe
    @DeliweNelisiwe 6 місяців тому +36

    Umuthi ka gogo uzophela

    • @ZamaZaca
      @ZamaZaca 6 місяців тому +1

      Uzovele ashone manje logogoa amthembile UCC yoo iskhohlakali lesi yooo ngaze ngacikeka ay

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 6 місяців тому

      Ubizo wakho Zama cabanga...eii uyaphoxa.

    • @ZamaZaca
      @ZamaZaca 6 місяців тому

      @@zanellesun1534 lol aybo ay kumele ashintshe igama Lo uyashlaza singoZama ngeke yaz NJ lento yakhe iyacika

    • @LuntuLucy
      @LuntuLucy 6 місяців тому +1

      😢😢😢😢

  • @ntswakimoloi9420
    @ntswakimoloi9420 6 місяців тому +18

    As u sow,so shall u reap ntombi usazoba nezinkinga

  • @PatriciaMabuya
    @PatriciaMabuya 6 місяців тому +12

    Waze wanenhliziyo ebolile ntombazanee😊😊

  • @andiswamathe7623
    @andiswamathe7623 6 місяців тому +57

    What goes around comes back around shame on you

  • @snqobilenyuswa5085
    @snqobilenyuswa5085 6 місяців тому +5

    Waze wasfaka isqalekiso nokufa kwinzalo yakho phenduka KUNKULUNKULU

  • @mvuzowenkosimaq646
    @mvuzowenkosimaq646 6 місяців тому +1

    Shes even proud yhoo 😢amantombazane cha bandla i pray that God fights for this girl

  • @thandogumede4425
    @thandogumede4425 5 місяців тому +2

    😢Ntombazan.,.. leyo ngane ngeke iphile impilo ende ... Izono zaba zali ziwela ezinganeni... ... Usazoba nezi nkinga nx

  • @NonjabuloSkhakhane
    @NonjabuloSkhakhane 5 місяців тому +1

    Yazi kule show, ngifunde ukuthi akekho umuntu owumngani ,mthakathi one pride ,😢😢😢😢

  • @sindiprudencekhanyile
    @sindiprudencekhanyile 6 місяців тому +6

    Waze wanosathane wengane kazi kuwe kuzohamba kahle yini,lowo muthi uyophela ngelinye ilanga utshelwa yimi.

  • @janenoncithakalo7259
    @janenoncithakalo7259 6 місяців тому +8

    Waze wathakatha emcani u girl yooooo kunzima

  • @nonhlazikhali4568
    @nonhlazikhali4568 6 місяців тому +8

    Aw kodwa Zama Ntuli Waze wabola

  • @mzothulemsezane2703
    @mzothulemsezane2703 6 місяців тому +3

    She is the Snake and I don't think she will be happy in this highjacked relationship ,God and great ancestors shall serve the justice unless there is no justice in this world ,how could she do that ,yaze Yabola intombazane ,abanye omama bazele ikhohlakali ,imagine uno Dadewenu uncole kanje ,uyaNyanyisa usisi,sengathi Ingamshaya LENDODA mhla kuphela leli Dliso ,fake love and fake relationship ,Umbhedo wodwa lo.kwalo GUY usahamba nesnyama sodwa lezingane ezikhishiwe zisazombhidlizela zonke izinto kophela konke.

  • @thembimoetanalo6685
    @thembimoetanalo6685 6 місяців тому +2

    Ukhohlakele ntombi and proud ngokubumthakathi, let me tell you lendlela mthathe Ngayo uguy nawe uyosala kanjalo, ulala njani ebusuku mloyindini ungaphinde umbize ngomngani, ngathi singaphuma nalesisu onegugu laso

  • @bongekilengobese3171
    @bongekilengobese3171 6 місяців тому +2

    Umendo uwuphiwa unkulunkulu nedlozi. Uma lingakwamukeli idlozi lalapho oganela khona kyaphela and kuba ngath uloyiwe. Ngeke uhlale cc kuloyo mshado zizokunetha izimvula uyozisola

  • @Manelimbongwa
    @Manelimbongwa 6 місяців тому +2

    Kodwa cc, ucabanga ukuthi umhlaba owakho and ngoba le idea yoku khipha isisu ifike ngawe ,nawe zizokupokela and unembeza awuzibeki futhi ayikho inyanga ekwazi ukulapha unembeza
    Nani mantombazane yekelani ukufuna imibono ngamadoda enu, othandweni kuyaxatshwana kubuye kube ryt okokuqala lamantonbazane amanje asaba namabhadi asesetshenziswa usathane

  • @NontobekoHadebe-kf6ic
    @NontobekoHadebe-kf6ic 6 місяців тому +2

    Yes Lungstar umemukela kahle umuntu ube smile ubuze as niyazana kuze lo azizwe akhululekile

  • @noxQwambekazi
    @noxQwambekazi 6 місяців тому +4

    Yhoo this gal is heartless yhini Bawo ukungcola okunje nd she’s calling her friend just to cause her pain ungcolile sana nd u will not be anything in life

  • @VelaZulu-b7z
    @VelaZulu-b7z 6 місяців тому +7

    Tshenani lomuntu wesilisa ngalogogo uthakathiwe bo lekelelani

  • @AkhonaKubone
    @AkhonaKubone 6 місяців тому +1

    Zama Ntuli mina ngibabaza isbindi nogqozi nofuqufuqu onalo ngokushoyo weZama ntombazanyana isemhlabeni lana nokuthi nje ubenegugu elingaka lokuth uhamba ugogo thizeni umncane kangaka uyazi uthando lwempoqo luphela kabuhlungu kanjani hhey mina ngibabaza isibindi onaso sokufonele omunye umntwana umqhoshela umtsakela ngakhokonke wangagcina lapho wathi uyamumema owakithi impela nami NgiyiBhele kodwa urong Sompisi

  • @NonkululekoMaphisa-k9z
    @NonkululekoMaphisa-k9z 6 місяців тому +1

    Cha waze wanginyanyisa sis wabantu🙌🚮kodwa nje uthando lwemithi luhamba luhambe luphele futhi engathi bengakushiya wena satane😢😢😢

  • @isimelane63
    @isimelane63 6 місяців тому +3

    Sicela i follow up ngalo cc lona. I doubt kuthi lomshado wakhe uzo lasta.

  • @lefatsolanenomadikizela1460
    @lefatsolanenomadikizela1460 6 місяців тому +7

    Yeyi uyathakatha nanguntombazane akwabe uyeva lendoda uyaxabanisa wonke umndeni loyikoloshe lo

  • @jimmy1khoza190
    @jimmy1khoza190 6 місяців тому +2

    Iyaloya le ntombi if his boyfriend finds out is over she will regret

  • @nanihlethwala
    @nanihlethwala 6 місяців тому +3

    Kahle kahle la, it's just the beginning of xtrem regrets and sorrow.Seziyakhala mane akaboni kuthi zikhalela yena

  • @Zamawuba
    @Zamawuba 6 місяців тому +6

    Unenhliziyo embi uwusathane ohamba ngezinyawo

  • @BusisiweBusi-qp5ho
    @BusisiweBusi-qp5ho 6 місяців тому +4

    Cha usisi ukhohlakele angifuni kungasho ubolile usisi akatshele indoda yakhe kuthi lomuntu ayomlobola wuyena owamoshela and akunabu happy niks yinja

    • @PhumzileShange-j6g
      @PhumzileShange-j6g 6 місяців тому

      Ayintshene indoda ukuthi uhamba nezinyanga lojendevu wesikhohlakali senja yentombazane akukho lutho oluyokulungela empillweni.Uze uyammemà .Kodwa uryt kodwa la emsindweni Sisi ngathi khona iscrew esixegayo

    • @PhumzileShange-j6g
      @PhumzileShange-j6g 6 місяців тому

      Ekhanda sorry

  • @sthembilegwamanda6641
    @sthembilegwamanda6641 6 місяців тому +1

    Aibo hei... Kuzophela nizofana no mngan wakho ukhohlakele umbulali omkhulu wuwe.. Akukho okungapheli... U gogo uyofa ngelinye ilanga uyosala wedwa Kuzophela konke... Ntombazane

  • @kennethntuli7911
    @kennethntuli7911 6 місяців тому +6

    Uyinja cc wabantu uwumthakathi

  • @NolusindisoMabele
    @NolusindisoMabele 6 місяців тому +3

    Yhooo yaze yakhohlakala intombazana ingathi kungakuphelela ntomboo uwudoti nje wena futhi awuxolisi uzomxhomela kuphela

  • @londikaMatshana7409
    @londikaMatshana7409 2 місяці тому +1

    sengath ingafa nalenja oyimithi skhotheni, mthakathi!

  • @NobuhleMoyo-t3d
    @NobuhleMoyo-t3d 6 місяців тому +1

    Bazokuhlukumeza cc emzini wazi ukuthi abakuthandi ngoba unenhliziyo yomthaķathi nje uyohlupheka uze ufe inyembezi zomuntu aziweli phansi waleyo ngane ocoma ngayo uthi uyiphethe usungakhala ezimathonsi nkulunkulu kadakwa

  • @nomusabuthelezi759
    @nomusabuthelezi759 6 місяців тому +1

    Ewu waze wakhohlakala wengane ubole phuhlu nembeza wakho angeke ukuthole ukuphumula uwumbulali ongenazwelo yophela muthi wakho ngelinye ilanga yokushiya lowo mfana end uzozwa onke amaqhinga akho ka sathane hamba juba bokuqhutha phambili soyicela ivuthiwe doti

  • @FikileDuma-mp6pw
    @FikileDuma-mp6pw 5 місяців тому +1

    Okukajeva akupheli okukagogo kuyaphela uhlaba Lo girl💔💔

  • @carolinendlovu5456
    @carolinendlovu5456 6 місяців тому +1

    Amen 😴

  • @PriscahMhlanga-e2x
    @PriscahMhlanga-e2x 6 місяців тому +1

    Uzokufela u gogo ngenye imini izinyembezi zalomngani wakho ngeke ziwele phansi lendoda oyidlisile izokubulala one of the good day mthakathi ndini

  • @simlindilenxadi6792
    @simlindilenxadi6792 6 місяців тому +10

    Awuu kdw abafazi ngeke balingene izulu 😢

    • @NomsaPrecious-l3m
      @NomsaPrecious-l3m 6 місяців тому

      😂😂

    • @thembekilechamane
      @thembekilechamane 6 місяців тому +1

      Mina ubuthakathi bengzobufunda ngaye, bengzolifuna ngilthole izulu limshaye abe yi biltong struuu

    • @simlindilenxadi6792
      @simlindilenxadi6792 6 місяців тому

      @@thembekilechamane 😂😂😂

    • @simlindilenxadi6792
      @simlindilenxadi6792 6 місяців тому

      @@thembekilechamane angayitholi naye londodza leyo

    • @thembekilechamane
      @thembekilechamane 6 місяців тому

      @@diphalepashe5361 ngicela uthole inumber yoyedwa kubo mfana umfonele usho, aybo

  • @diwaunitymasuku4548
    @diwaunitymasuku4548 6 місяців тому +2

    Ugogo engashona kuphelile ngawe Wena mthakashana

  • @SylvesterFakude
    @SylvesterFakude 6 місяців тому +1

    She is happy for she did wow 😢😢

  • @mlungisimashinini6584
    @mlungisimashinini6584 6 місяців тому +2

    Great 1 LungStar 🎉🎉

  • @nomthandazomazibuko2762
    @nomthandazomazibuko2762 6 місяців тому +1

    Haibo awunamahloni kutshela izwe lonke kuthi ubamba indoda ngemithi haibo!!!!!

  • @pretty8460
    @pretty8460 6 місяців тому +1

    Yhooo ngavele ngadakwa mangizwa ukuthi kuno gogo ohanjwayo

  • @syabongamkhwanazi3373
    @syabongamkhwanazi3373 6 місяців тому +1

    Mmmmm waze wayinja ukhulum awnamahloni

  • @FidelisMakusha
    @FidelisMakusha 6 місяців тому

    😮😮waze wanyaa wee sqtane olempondo...sengathi omalume baka guy bangadukelwa zinkomo zonke babanjwe inkunzi bathathelwe imali yonke,bengasafiki kini.uguy engakushadi.wena ke phixiphixi ngifisa uphuphunyelwe yisisu uthusiyabona abemtholampilo bekuthole ùmosheke isibeletho ungaphindi ubambe isisu impilo yakho yonke...kuthi lowo gogo wakho eliloya lonke atshayiswe lizulu laphansi ngezinye inyanga...futhi nje umncane kabi kule rabishi oyenzileyo ungakhohlwa ukumtshela lowo gogo ukuthi aloye engakhohlwa ukwenza izulu line😢😢😢

  • @NkamzaDj
    @NkamzaDj 6 місяців тому +1

    Kazi yini emuchazayo kuloludaba lwakhe locic ngampela ay kuyayiwa mntaka ma😮

  • @ThobekaennyVolo
    @ThobekaennyVolo 6 місяців тому +1

    Nakuwena bazomthatha ngalendlela omthathe ngayo

  • @PrincessDube-ym5ot
    @PrincessDube-ym5ot Місяць тому

    Kophela munuuu,umona lowakho uyokfaka ethuneni,leyondoda bazoythatha abahlakaniphe ngaphezukwakho,easy come..easy go

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g Місяць тому +1

    I don't want problems i don't want friends Period

  • @LwandileJim
    @LwandileJim 6 місяців тому +1

    😭😭😭😭hayi ngusathana uqobo but as from now bayasixwayisa kakhulu and uThixo uyabatyhila ndiyabonga ngohlelo lwenu

  • @nomvelosiwela
    @nomvelosiwela 5 місяців тому +1

    Yey😢😢😢 uyinja wentombazane

  • @lindokuhlefrederickhlongwa8115
    @lindokuhlefrederickhlongwa8115 6 місяців тому +1

    Ngikufisela konke okubi empilweni,lento oyenze kulengane yabantu engathi ingenziwa kashumi kuwe.

  • @phathimoyo6380
    @phathimoyo6380 6 місяців тому +1

    Uyinja cc lenhliziyo yakho imbi umthakathi wothuvi kodwa ngeke uwuhlale lowo muzi mgodoyi uyakha Njani enyembezini zomunye umuntu

  • @sibusisolindokuhle9231
    @sibusisolindokuhle9231 6 місяців тому +5

    Unesbind umuntu wesfazan

  • @PrettyDolly-y4t
    @PrettyDolly-y4t 5 місяців тому

    😢😢😮Uhlekani wenja dlala ngomunye Awubusisiwe lowodoti womshado..Uyozisola hamba kuloyogogo Umuthi uyaphupha

  • @sikhululiwendlovu9399
    @sikhululiwendlovu9399 6 місяців тому +2

    Yah waze wabalesbindi gal but ngeke kuphele kodwa njee usazokhala yaz gal

  • @BazathiniJwara
    @BazathiniJwara 6 місяців тому +3

    Uyinja sure

  • @duduzilecynthia-be6vj
    @duduzilecynthia-be6vj 6 місяців тому +6

    Hawuuuuuu nkosi.uyozisola we Rooza,ngesenzo sakho.

  • @gcinomandisi5503
    @gcinomandisi5503 6 місяців тому +1

    Angikho happy ngalomngani shame futhi nje angimfuni uyisilwane nobunyoka

  • @lungadlamini7806
    @lungadlamini7806 5 місяців тому +1

    Eish😮

  • @nosiphothembekathembeka4582
    @nosiphothembekathembeka4582 6 місяців тому +2

    Ngathi zingangalunga izinto zakho

  • @BaboniseHlelo-rp3ot
    @BaboniseHlelo-rp3ot 6 місяців тому +1

    Isiphelo ngeke sibesihle uzigubhede ithuna ngokwakho ngikhuluma ngento engiyaziyo

  • @Carolndlovu68Ndlovu
    @Carolndlovu68Ndlovu 5 місяців тому

    Ukhohlakele tombie kodwa njee usazohlupheka ..ubuthakath njee ..yaze yangiphatha kabi lendaba ..
    Nalo gogo wakho hlale wazi akusiyena uJESU

  • @NombusoMnguni-ke4up
    @NombusoMnguni-ke4up 6 місяців тому +2

    Umhlaba usuyagoqwa😢😢

  • @NosipiwoSobhekwa
    @NosipiwoSobhekwa 6 місяців тому +1

    Yhoooo ukungcola okunje umncane kanje izisu zde ziyi3 yhooo umdaka ngeke

  • @MonicaNtuli-i1q
    @MonicaNtuli-i1q 6 місяців тому

    Sengathi kungabakhona owasemndenini noma uqobo lwayo lendoda othi izokulobola ezwe ukuthi wabulawela izingane ngenxa yakho ,kungasaqhubeki kwamalobolo namshadwana lowo

  • @ThandolwenkosiDonga
    @ThandolwenkosiDonga 6 місяців тому +1

    Yhu akazi soli ugal it's like she's rubbing it off on her face. Anyway kusempilweni. Maybe God has better plans for the other gal. I just hope usazobanazo ingane since esekhuphe izisu ezingaka😢

  • @lindokuhlengubane5119
    @lindokuhlengubane5119 6 місяців тому

    😮😮😢😢loooo zama ntuli nikeni yena ngimqondise aluze naye kodwa mina funa thatha mpilo yakhe straight 😢😢😢

  • @nkemelengtlhatsi9772
    @nkemelengtlhatsi9772 6 місяців тому +1

    Yhooo waze wane nhlizyo embi ntombazane uze uyammema 😢

  • @nom3181
    @nom3181 6 місяців тому

    Wooohhh kunogogoe ohamba kuye njalo Waze wathakatha umcane boohhh sizani bohh

  • @ThandoMsiya-zr2xu
    @ThandoMsiya-zr2xu 6 місяців тому +3

    Usatun muntu wesfazane ngeke lulaster lolothando lokwakhiwa

  • @HawukeloNcube
    @HawukeloNcube 6 місяців тому +2

    Yooh kodwa sisi nawe uzokhala kusasa noma uzshaya isfuba

  • @MzokhonaNene-gw3nt
    @MzokhonaNene-gw3nt 6 місяців тому +2

    Kuyayiwa eZulwini lezongane ezakhishwa ngenxa yakho igaz liyakhala enhlabathin

  • @TheeLightSouth2
    @TheeLightSouth2 6 місяців тому +1

    bekufanele etshele indoda coz uyilimeze 3 wezingane

  • @SamkeMbhele-c3t
    @SamkeMbhele-c3t 6 місяців тому +1

    Ukhohlakele ntombazane ngelinye ilanga uyophela lowomuthi ka gogo omhambayo zisazokuphengukela izinto girl

  • @nelisiwesamukelisiwe5440
    @nelisiwesamukelisiwe5440 6 місяців тому +1

    Waze wayinja, lenjabulo onayo iyophela ngelinye ilanga