SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngashisa ingane yomyeni wami ngamanzi ngayikinya | S3-EP7

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 10 січ 2025

КОМЕНТАРІ • 507

  • @MarciaZwane
    @MarciaZwane 18 годин тому +52

    Akangaboshwa lodoti, Bhuti mayefika endlini mshise ngamanzi abilayo bese uyamkinya afe. Kwaze kwabhlungu, uSathane lo.😭😭😭😭😭

    • @nelisibisi
      @nelisibisi 18 годин тому +6

      Uzofana naye nje. Akamyeke u Nkulunkulu uzomphendule.

    • @HlengiweZulu-d9l
      @HlengiweZulu-d9l 16 годин тому +3

      Yaa enze lento naye ayenzile once 😡

    • @ItumelengQueenMaduna
      @ItumelengQueenMaduna 15 годин тому +2

      Akaboshwe usisi ubhuti angazithatheli umthetho ngezandla uyinja lomama kanti.khona omama abanje yhoooooooo

    • @thembilephewa1953
      @thembilephewa1953 14 годин тому +1

      Ubusathane obunje kodwa wemfazi

    • @MoralityNgwenya
      @MoralityNgwenya 13 годин тому +2

      Abanye bomama haawu,isibindi esingaka ,tjooo

  • @MasiSibanda-x9e
    @MasiSibanda-x9e 19 годин тому +30

    Uyija ntombazane ukhohlakel isihluku esigaka

  • @nomusabuthelezi759
    @nomusabuthelezi759 17 годин тому +20

    Awu awu Mdali wezulu nomhlaba unya olungaka Ntombazane ngisho ingane isicela uxolo awu mbopheni Lungsta 😭😭😭😭💔💔💔

  • @sibonisomabaso9790
    @sibonisomabaso9790 18 годин тому +25

    Akubizwe amapoyisa murder case

  • @NqosheziNqobile
    @NqosheziNqobile 17 годин тому +21

    Mah ngenzeni ngicela ungixolele 😢😢😢😢😢😢uyinja uwumgodoyi 💔💔💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭

    • @grendamugadza160
      @grendamugadza160 12 годин тому

      Umgodoyi ophilayo shem lomfazi ngekhe hawuuuuu😭😭😭😭😭

    • @NcamisileTShabalala
      @NcamisileTShabalala 2 години тому

      Usathane uqobo lomfazi naye akajeze😢😢😢😢

  • @ThembekileMafate
    @ThembekileMafate 18 годин тому +51

    This woman must go to jail now

  • @thembelihlelihle-dx9vs
    @thembelihlelihle-dx9vs 18 годин тому +25

    Awu kodwa moya ngcwele ngàze ngabuhlungu ngaze ngalimala moyeni 💔💔💔💔💔💔💔💔

    • @CedricBiyela
      @CedricBiyela 17 годин тому +4

      Ukube imina bengizomyeka kube sengathi akwenzekanga lutho.Ngiye enyangeni ekwazi ukucupha ithuna ngiyitshele ingane ukuthi hamba uye kowakubulala umenze lento owakwenza yona.Upaquze uze ufe lomgodoyi womfazi.Uysidwedwe kodwa sisi.

    • @ntombimlaba
      @ntombimlaba Годину тому

      ​@@CedricBiyelaLento oyishoyo mfwethu iyona le emyise kwa Blaqlife Tv ngoba iyamvakashelanjalo ebusuku. Islima lesi esingazi ukuthi uma umuntu ekuthanda nawe usuke utshengise inhlonipho uyena. Lengane encane ibingakafiki kulesosigaba.Bhekisisani Nani b4 uthathe umuntu ngoba lo mfazi wake wahlukana nendoda ngoba envayifuni ingane yayo. Kushukuthi yamncenga yamthembisa umshado.

  • @CynthiaZulu-q3x
    @CynthiaZulu-q3x 17 годин тому +6

    Oh nkosi thina bafazi kanti yini kangaka ngokungathandi izingane ezifika namadoda ethu kodwa sifune indoda ithande izingane ofika nazo waphuka umoya wami 😭😭😭😭😭ngazizonda yazi oooh jesu kubi la ngaphandle

  • @ExcitedBoatLake-tb7ri
    @ExcitedBoatLake-tb7ri 18 годин тому +13

    Yooh.. We listen.... We don't judge 😮😮😮 akaboshwe

  • @NobahleGogela
    @NobahleGogela 59 хвилин тому +1

    Akulula ukuthi umntu amthande umntwana angamzalanga. Amadoda akhethe ukuzikhulisela ingane zawo bahlale bodwa without step-mother it's BEST . Omnye umfazi kunqabile athande ingane kamyeni. Madoda fundani ayiqali lenkohlakalo ngalomuntu. Bahlukumezeka ngendlela ezihlukile

  • @HlengiweZulu-d9l
    @HlengiweZulu-d9l 18 годин тому +12

    Yey waze wakhohlakala mfazi
    UYINJA NJAA ,wena awdingi nokboshwa nje,BULALA LO DOTI WENA BHUTI😢😢

  • @ThandoSiziba-uc3ec
    @ThandoSiziba-uc3ec 18 годин тому +26

    Hai wena mama ungumdidi,msunu wenja,singabomama sithi hambe fela ejele wena nja

    • @Bongani-j9u
      @Bongani-j9u 14 годин тому +1

      Uma ubhala inhlamba uqhatha abakwa Blacklife nale nkampani I-UA-cam, ingaba jezisa bakhishwe. Engathi ungayi gwema inhlamba

  • @jabulilexulu7618
    @jabulilexulu7618 12 годин тому +4

    mAh ngenzeni 😭😭😭😭😭😭😭😭 ngicela ungixolele 😭😭awuu🙆

  • @fundisiwekhumalo3321
    @fundisiwekhumalo3321 5 годин тому +2

    Waze wanenhliziyo embi muntu 😢Sies! Une dimoni elibi satane!

  • @MantoaMotsepe-l4f
    @MantoaMotsepe-l4f 11 годин тому +3

    Igazi lomuntu liyakhuluma😢😢

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 18 годин тому +7

    Waze wawumgodoyi wenja umfazi!!! Sengathi angahlupheka aze afe, futhi sengathi engamuhlupha lomntwana akamubulala, aze azilengise loswayini!!!

  • @nokuthulamkhize8877
    @nokuthulamkhize8877 17 годин тому +5

    Yerrr...udinga ijele straight wena

  • @ThelmaMokua
    @ThelmaMokua 18 годин тому +8

    Ukhohlakele lomfazi makaboshwe😮

  • @bonniek-bikwayo8937
    @bonniek-bikwayo8937 13 годин тому +2

    Ngyaqala ukuzwa ubuhlungu obungaka...Hawuuu cc

  • @rosaschneider6641
    @rosaschneider6641 15 годин тому +8

    I have never had such cruelty my God! In my whole life !!! I'm now 75yrs old, Good Lord!!!!! Pls God have mercy on her,,,,,,,

    • @theodoremakhubela4112
      @theodoremakhubela4112 13 годин тому

      😢😢😮😮😢😢

    • @REMARKABLEFX
      @REMARKABLEFX 12 годин тому

      75 capable of typing

    • @NelisiweMsane
      @NelisiweMsane Годину тому

      And what wrong with that ​@@REMARKABLEFX

    • @ZamaGuliwe-ps6fe
      @ZamaGuliwe-ps6fe Годину тому

      ​@@REMARKABLEFX😂😂😂😂

    • @ntombimlaba
      @ntombimlaba Годину тому

      ​@@REMARKABLEFXMy sister in law is 78yrs,she runs a shop, orderes her stock by herself. She only wears reading glasses.

  • @GugulethuMadondo-x6h
    @GugulethuMadondo-x6h 19 годин тому +12

    Ngathy engakushiya slima somfazi ..khona somthatha thina slima ndini

  • @ngiphilezulu-r1u
    @ngiphilezulu-r1u 17 годин тому +6

    😭😭😭😭😭 inhliziyo yenyoka 😭😭😭

  • @NikuthulaGasa
    @NikuthulaGasa 10 годин тому +1

    Bamosheka ubusuku bami ey ngaze ngakhala izinyembezi miiih if ingane isithi mah ngyaxolisa mah ngenzen kodwa nkulunkulu wami baba osezulwini kungani emhlabeni uslethela odadewabo kasathane ngoba wayelunge khona ehlala nosathane ezweni elingabonwayo ngithi nkosi thelumusa ebantwaneni bakho uvuselele unembeza kuthina sonke amen

  • @mbalimbambo5061
    @mbalimbambo5061 18 годин тому +13

    Yoh🙆‍♀️🙅‍♀️😢😭... Jesus please come back 🙏

  • @NoxoloNonganga-fw5ov
    @NoxoloNonganga-fw5ov 18 годин тому +8

    Ayibo ndoyika smakade kwenzekani emhlabeni smakade 😭😭😭

  • @Her898
    @Her898 16 годин тому +7

    Ndiyanicela bo mama yekani ukunika amadoda abantwana benu bahlale ne stepmother le ndabindala😮😮

    • @sarahmpofu3294
      @sarahmpofu3294 15 годин тому

      Mfazi uhlupheka nengane zakhe njengenkukhu namachwane

  • @TembekaBara
    @TembekaBara 13 годин тому +3

    Ndiqhele ukuzimamele ezintlelo uyabona le hai top 💯 angekhe 😢😢😢😢😢😢

  • @SabathileGumede-qr1gh
    @SabathileGumede-qr1gh 17 годин тому +2

    Angazi ngithini ,Bakithi kwabuhlungu ngiyakhala nje mengizwa esethi ingane yaxolisa ibuza ukuthi yenzeni.

  • @NqobileNtuli-p7i
    @NqobileNtuli-p7i 16 годин тому +4

    Bafazi bafazi bafazi aykhona😢😢

  • @nonthandazothenjwayo9553
    @nonthandazothenjwayo9553 18 годин тому +6

    Uyinja ehamba ngezinyawo ezimbili

  • @mavisradebe5334
    @mavisradebe5334 19 годин тому +8

    Ungumthakathi womfazi sisi usathane uqobo lwakhe boshwa mbulali weslima somfazi 😢

  • @NanaZulu-vx9cm
    @NanaZulu-vx9cm 19 годин тому +12

    Waze waneshluku mfazi ingane yazini nje unesono cc

  • @ZodwaNxumalo-bw6hv
    @ZodwaNxumalo-bw6hv 18 годин тому +4

    😢😢😢 ungusathane mfazi ubulala ingane kabuhlungu kanjena engathi ungabolela ejele

  • @busimshoza8189
    @busimshoza8189 18 годин тому +6

    Isihluku esingaka nkosiyami😢😢😢so sad

  • @LindaDhladhla-o9p
    @LindaDhladhla-o9p 17 годин тому +3

    Sihlalla sibabaza Lungsta nizwa izindaba ezibuhlungu.Baba ungambulali nawe uzoba necala phuma kulo mama
    Kwangathi ingane ingathola ukuphumula

  • @SthembeleSthembie
    @SthembeleSthembie 18 годин тому +5

    Ai ngeke sale usubuya ngampela ke manje Jesu 😢😢

  • @sabelosabelo8321
    @sabelosabelo8321 18 годин тому +4

    Lendoda mayibophise lomfazi ingaphinde imamukele emagcekeni wakubo

  • @JabulaniSbiya-fh3bg
    @JabulaniSbiya-fh3bg 18 годин тому +4

    Awww uyinja kasathane siboziiii

  • @NcamisileTShabalala
    @NcamisileTShabalala 2 години тому +1

    😢😢😢uyisikhohlakali cc nawe ifa nje mbulali ndini usazosha nawe ngelinye ilanga

  • @PhumlaPhumlah-i7k
    @PhumlaPhumlah-i7k 14 годин тому +2

    Kwenzakalani kanti emhlabeni umuntu wesifazane abulale ingane ngesihluku kanje

  • @SamkelisiweNdlovu-tb1hb
    @SamkelisiweNdlovu-tb1hb 4 години тому +2

    Waze wanonya ucc wabantu shm akangaboshwa naye akamshise naye umyeni wakhe bese ayamkinya fth wabola cc waze wangicika yo eish 😭😭😭😭

  • @NandiphaNgcayiya
    @NandiphaNgcayiya 18 годин тому +4

    Ngaze ngakunyanya we njaa ngathi ungafa kabuhlungu sathane makuqume ubhekile njandini nxa😢😢😢

  • @livhuwanimatambele
    @livhuwanimatambele 18 годин тому +9

    Call the police please 😢😢

    • @Ntosh921
      @Ntosh921 17 годин тому

      I hope u seboshiwe lodoti womfazi

  • @BusisiweMabaso-u1r
    @BusisiweMabaso-u1r 9 годин тому +1

    😢😢😢😢😢awu ngke umthakathi nje kwaphela anginandaba noma ungathi ngyakujaja but ukubulala usuke ungumthakathi nje kwaphela wena ubungathanda kubulawe eyakho ingane aysuku ubulwane kanti abanye abantu besifazane banjani uyinja wena uyisikhohlakali 😢😢😢yaze yabuhlungu inhlinziyo yami ngke ulibone izulu wena kodwa awufi ngani wena sathane ngifisa lengane ikulande kufanele uboshwe wena ufele ejele nakhona bafike bakubulale uyisipoki umuntu ungacabangi kuthi uyafa athule nje usuke ephila ngalena akalona idimoni nd igazi lomuntu liyakhuluma nje okusalayo 😢😢

  • @duduzilepatienceshongwe6935
    @duduzilepatienceshongwe6935 9 годин тому +1

    Awu Nkosi yami kwaze kwanzima emhlabeni waze wakwenza okubi 😭😭😭

  • @HlengiweZondi-y9j
    @HlengiweZondi-y9j 17 годин тому +4

    Awu thixo unenhliziyo embi yoooo bazisinika kanjani ke o baby mama izingane zabo kunje 😮😮😮

  • @NtombiMadlala-pe7eg
    @NtombiMadlala-pe7eg 17 годин тому +3

    Kwaze kwanzima nkosi yami 💔💔😭😭isihluku esingaka akumele ahlale nabantu yinto yokuboshwa engathi lengane engamuklinya aze afe ngaze ngakhala jesu ngise taxin 💔💔😭😭😭moyo ngcwele buya uzosilanda sonakele kakhulu emhlabeni wakho

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 18 годин тому +3

    Sekuyoba nzima ukuthi lobhuti aphinde aganwe!!! Akobonga uMdali ukuthi asizange simubulale naye lesikhohlakali somfazi!!

  • @nombusoletlojane5091
    @nombusoletlojane5091 13 годин тому +1

    Iyoooo o sebete mosadi😢😢😢😢.......how would u feel if this was u'r child.....an innocent soul bakithi!!!!!!!!!😭😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔

  • @SamkeMbhele-c3t
    @SamkeMbhele-c3t 18 годин тому +6

    Waze. Wanesihluku mfazindini

  • @samuzwane9481
    @samuzwane9481 18 годин тому +4

    O he! Kwaze kwanzima kwa Mhlaba 😮😮 poor Child 😭😭

  • @VirginiaMtimane
    @VirginiaMtimane 2 години тому +1

    Pls don't open the Case just leave her like that the baby will deal with her spiritually,this lady will never get rest

  • @user-lm1rl9st2n
    @user-lm1rl9st2n 18 годин тому +3

    Akading ijele loh ufuna ukubulawa nje

  • @Ntombi-j1o
    @Ntombi-j1o 15 годин тому +2

    Ingane wayiqedela ikhala icela uxolo kodwa waqhubeka wakinya manjewena usucela uxolo ufuna ukuzwelwa Wena mama yooubolile mfazindini winja yena usefuna ukuxolelwa yoo

  • @NgelungeAmani
    @NgelungeAmani 54 хвилини тому

    Yhoooo 🙆🏻‍♀️ yebentun usilelo unesibindi cc yini umphefumulo ongenacal makhabolelekona njele 🙆🏻‍♀️🙆🏻‍♀️🙆🏻‍♀️🙆🏻‍♀️🙏sonakali sikhamam mmmmnxim ngavele nganyanya sis😢😢😢😢

  • @sithokozilekhuzwayo
    @sithokozilekhuzwayo 18 годин тому +16

    Lungsta sisi udinga counseling kulezizi gaxa ozizwa nsuku zonke 💔💔😭

  • @ThembisaNtlokwana-or9qr
    @ThembisaNtlokwana-or9qr 2 години тому

    Yess yilwa boy umphefumlo wakho ungaphumuli aze afe naye lomfazi

  • @NompumeleloTyakala
    @NompumeleloTyakala 18 годин тому +3

    Kwaze kwanzima 😢😢😢

  • @Zeelovezee
    @Zeelovezee 18 годин тому +2

    Nkosi yam yehla ngokwakho Thixo somandla 🙏🙏🙏🙏

  • @TheLindricks
    @TheLindricks 18 годин тому +3

    Unenhliziyo embi wemfazi

  • @zanelekhumalo-p3e
    @zanelekhumalo-p3e 3 хвилини тому

    Cha uyathakatha angazi noma ngithi cc sengathi lomntwana angakubangela umsindo uze ufe sathane nalowomendo ngathi ungaphela uyinja xame mxm😢😢😢😢😢😢

  • @EmmahEmmah-br3lv
    @EmmahEmmah-br3lv 16 годин тому +1

    Weee cc kade ngikuthela ngamanzi abilayo ngiku mama waleyo ngani sham angifune ukukhuluma amanga🤞🤞God

  • @sambulondlovu8115
    @sambulondlovu8115 16 годин тому +1

    Yazi wamele ukuthi uhlale kunamaphoyisa kulesTudio ngoba amacala maningi kakhulu lapho umuntu avesan aboshwe eqeda iconfession😮

  • @samukelisiwesimelane4441
    @samukelisiwesimelane4441 19 годин тому +4

    Wuuuuuuuuú ayibo Jesu 🥺🥺

  • @DebraMtsweni
    @DebraMtsweni 9 годин тому

    Wena uSaba ukufa kodwa uyabulala 💟😭🙏

  • @gracembhele4517
    @gracembhele4517 17 годин тому +1

    Aibo Sisy kufanele I programme yakho ihlale I ne standby samaphoyisa ayikho enye indlela ngale koba ajeze usisy oneshluku esingaka

  • @PhilisiweMadonsela
    @PhilisiweMadonsela 2 години тому

    Ngendlel engzithanda ngayo ingane zomyen waze wanonya lomama 😢😢😢😢akaboshwe nje

  • @MbaliJobe
    @MbaliJobe 18 годин тому +2

    Eish sis okwenza klomtwana nakowakho kyeza😢😢

  • @nokuthulangidi4396
    @nokuthulangidi4396 47 хвилин тому

    Uwusathane wemuntu wesifazane!!! Usebenzela usathane yini.??? Hayi kwalaphi ukukhuluma inkinga kubonakale ukuthi inkinga ingaxazululeka kanjani😢😢😢ingane engenacala pho???? Ijele likufanele 😢😢😢😮😮😮

  • @OliveSimelane
    @OliveSimelane 14 годин тому

    Yoooh! 🙆🏾🙆🏾🙆🏾Isono sokunika omunye umfazi umntwana wakho yoh! This woman 😭😭😭💔💔

  • @thombinxumalo3336
    @thombinxumalo3336 Годину тому

    Ingakho nje ngingeke nghlalise izingane zam nomunye umfazi. Ngisho ngingafa kuncono zyohlala nocc bam noma bangazihlukumeza,kodwa ngeke bazibulale

  • @MthokozisiSishi-v3t
    @MthokozisiSishi-v3t 3 години тому

    Khohlakele lesfebe 💔💔💔💔💔 msunu wakho nxa

  • @ItumelengRadebe-g1z
    @ItumelengRadebe-g1z 11 годин тому

    Modimo waka che ona le pelo e mpe hle ausi ke utlwa keo tshaba le ena monna enwa o tlo mmolaya le ena hasa hlokomele💔💔😭😭🙆🙆

  • @SlindileMpendu
    @SlindileMpendu 10 годин тому

    Waze wanonya..angiqondi nokuthi uke wamthanda baba wayo lengane.mind u wayifica .muklinye bhuti mshise ezwe ubuhlungu abuzwisa ingane😢😢

  • @NtombikayiseMkhonza-b1q
    @NtombikayiseMkhonza-b1q 18 годин тому +1

    Ukube bengiyilomkhwenyane bengizokugqiba emgodini uphila 😮

  • @Sophiengema
    @Sophiengema 18 годин тому +1

    Mama unehliziyo embi ufalwe ukuboshwa ijele likufanele

  • @NompumeleloThwala-n7n
    @NompumeleloThwala-n7n 17 годин тому

    Hawu cc 😢into ebuhlungu kanje zinikele emaphoyseni ukhohlakele

  • @kwandaphotography3752
    @kwandaphotography3752 8 годин тому

    cha simane sizizwa. yhooooo💔💔💔💔💔

  • @khanyi653
    @khanyi653 11 годин тому

    That is why I refuse with my son,it's been 1year we separated with his dad and he move on with another gal and they stay together, now the problem ufuna ukuthatha ingane ahlale nayo nalogal ongene sazi ukuthi ngikhona futhi siyathandana, manje mina i refuse ngengane yami, abantu besifazane they good at pretending wen you not around umntwana uyahlukumezeka,manje uyala ukondla ingane futhi ngithe akayeke ngeke ngimbambise, ngengane yami it's No! Ngcono ngihlupheke...

  • @Honest-SBMshayazafe
    @Honest-SBMshayazafe 2 години тому

    Skhohlakali somama 😢..yoo uyinja ngempela maka boshwe lowo

  • @thansmash3442
    @thansmash3442 3 години тому

    Ooh my God.... You've just invited a curse into your own child😭😭😭

  • @ZakheleGoje
    @ZakheleGoje 11 годин тому

    Uyomiswa namhla wedlula sikhohlakali uyifice ukhona lengane sikhohlakali uyisidwedwe senja sowesifazane ungabulala ongane uyinja izulu ngeke ulinone izulu sidwedwe sentombazane hawu Waze wakhona inkosi zithathe izikhohla Kali nkosi ungamtsheli nyani Uma ungayithandi into hawu cha bekuyimidlinzo yakho ukhohla Kele silima

  • @esthersiziba5095
    @esthersiziba5095 17 годин тому +1

    😢😢😢😢ngaze ngakhala bantu uleshluku wena

  • @michaeltshabalala5845
    @michaeltshabalala5845 11 годин тому

    Bantu besifazane hlalani nezingane zenu nangaziniki oyise umauyise efuna ukubona akeze kuwe azoyibona ngizwela engenanina siphumile isitha emhlabeni sifuna esizomgwina lingisani izikhukhukazi Khosla is amatshwele enu😢

  • @kholekantose
    @kholekantose 3 години тому

    Isono wabulala umntwana ngenxa yomona hayi unesibindi ntombazane ndim 😭💔💔💔💔💔

    • @IthandileMemani
      @IthandileMemani 2 години тому

      𝚞𝚋𝚘𝚕𝚒𝚕𝚎 𝚕𝚘𝚗𝚊😭💔

  • @SithembeleMsimango-n8r
    @SithembeleMsimango-n8r 4 години тому

    Biza amaphoyisa Lungstee😢😢😢

  • @nikittamndze1155
    @nikittamndze1155 16 годин тому

    Bophisa lenja,Jo inentliziyo embi ngumbulali.watching from Cape Town ❤

  • @zamahappiness
    @zamahappiness 45 хвилин тому

    Ngaze ngamnyanya lomama Nkosi Yami kodwa ubunja obunjena

  • @thuliswahala3355
    @thuliswahala3355 19 годин тому +1

    Yoh hayi sana 💔💔💔

  • @Ndlovukaz
    @Ndlovukaz 2 години тому

    Lapho nginegane ehlala nobabawayo n umama uyacomplaner ukuthi eyami ingane ithola konke😢😢😢

  • @thokozilesibiya202
    @thokozilesibiya202 16 годин тому

    Kodwa Jehova, may our kids never have such step mothers and may we never become such, ngaze ngabuhlungu ngesenzo esinziwe yilosisi.
    Lonakele izwe Jehova yho! Nendoda yakho ungayibulala mos wena akekho o safe mekanawe, yaze yasinda nayi indaba 💔💔💔

  • @makaintlegampe7762
    @makaintlegampe7762 10 годин тому

    Mmmmmm hei wakhohlakala umfazi yhuuuuuuuu😢😢😢bizani amaphoyisa ayobolela ejele lodothi sies😮

  • @leratomogane592
    @leratomogane592 2 години тому

    This is why I’ll always prefer leaving my kids , should I have them;to live with my mother
    should I decide to marry someone else
    Kubuhlungu

  • @SilindileMathosi
    @SilindileMathosi 16 годин тому +1

    Yaz amanye amadoda ake ethi athatha abafazi kanti athatha olwabish ngaze ngayizwela lendoda nkosiyami

    • @Lifejourneyat47
      @Lifejourneyat47 15 годин тому +2

      Yaz inyantisa umzimba lento eyenziwe ilesi skhawundane

  • @OneForyou-o3z
    @OneForyou-o3z 18 годин тому +1

    Waze wakhohlakala wee muntu wesfazane ufanelwe ukujeziswa

  • @SimphiweErica
    @SimphiweErica 7 годин тому

    Yoooo Nkosi yam 😭😭😭😭😭😭😭

  • @KeabetswiMgobhozi
    @KeabetswiMgobhozi 18 годин тому

    Ayi Bo usazokhuluma Esho umakoti. Inganekwane le ibuhlungu. Izinkinga zomhlaba bakithi. Thula Mnumzane xazulula inkinga😢😢

  • @nokutula5936
    @nokutula5936 17 годин тому +4

    Ubaba akayoqala ngovula icala .Usisi akacele bamphelezele ngoba ubaba angaze ambulale .
    Two wrongs don't make a right. Ladies speak up kids are ❤❤.Uma bekumele afunde ukusondeza ingane nakuye ukuze nendoda izosondela kuye.Baba nawe bekumele ungazihlukanisi izingane,bekumele uhambe nazo zombili .Emshadweni siyakha,siyakhuzana❤❤ is everything

  • @CyprianMhlungu
    @CyprianMhlungu 3 години тому

    Yooh isihluku esingaka bakwethu

  • @MillyBooi
    @MillyBooi 15 годин тому

    Hyoooo ndakhuza njalo KZN