Idliso Lothando

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 26 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 40

  • @Zee-x5x
    @Zee-x5x 6 днів тому

    Bahluleka omalume besiza umalume omdala wala waphetha ukuhlanza , umkakhe uze wakhunjulwa nguJehova nje kulonyaka.

  • @PhumeleleNgcobo-l4e
    @PhumeleleNgcobo-l4e 20 днів тому

    Hi Mina ngcela khuluma nomkhulu celeni nginenkinga

  • @mzwakhethenjwayo3618
    @mzwakhethenjwayo3618 Рік тому +6

    Abantu besmame namhlanje idliso abasalifaki ngenhla,kodwa bafaka umuthi ngaphansi esithweni sabo sangasese ukuze mawulala naye,livele lingene kuwe wena wesilisa...singakuphalazisa until kubuye uAbraham,angeke kwaphuma lutho.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Рік тому +1

      Yebo idliso langaphansi lelo.kunzima ukulelapha kodwa liyelapheka

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 Рік тому +1

      @@sybongawiseman7565 ngyafisa ukumazi umelaphi okwaziyo ukulelapha,ngoba siyaludinga usizo ngobafo lapha ekhaya...plz nceda mfo

    • @namhladlomo1140
      @namhladlomo1140 Рік тому +1

      Anisize umfowethu

    • @RobinCharlesTaylor
      @RobinCharlesTaylor 3 місяці тому

      ​@@mzwakhethenjwayo3618mfowethu wagcina ulutholileni usizo?

  • @mbongeningidi1544
    @mbongeningidi1544 Рік тому

    Mpunga🙌🙌🙌winkunzi kodw mfoka Mbanjwa

  • @monicamnguni
    @monicamnguni Місяць тому

    Nami ngibona sengati Nala kwami umfana udlile akezwa lutho kwalakhaya muthi ubuza uphata igama lomuntu wakhe uyahlanya athi angimfuni ngingashongo lutho wagijima wayolnola ngahlala ngaphansi nabadala wabatshela nje kodwa cc akalubeki LA ekhaya ugijima ekhweni lows lakhaya uyadabukisa aze aqome owasfazane ambambe uthi yambuza aphike kwenziwanjani lapho

  • @newsaddictstv2616
    @newsaddictstv2616 Рік тому +2

    Mkhulu umbuzo uthi uma uzalelwe komalume omalime besengasekho uyakwazi yini ukushisa impepho

  • @nathikhetha2243
    @nathikhetha2243 Рік тому +1

    Besekhumbulek umkhulu Manzini

  • @kwenzamillicent9923
    @kwenzamillicent9923 Рік тому +2

    Yooh yekelani ukudlisa izingane zabantu Jeso kanti zidla amanyala anje

  • @simphiwekhoza2295
    @simphiwekhoza2295 Рік тому +1

    Baba ngicela ukubuza ukuthi wenzenjani umawadliswa yindoda ngaphansi nangaphezulu,ebese indoda iyashona 😢 manje usizakala kanjani?

  • @khayeshezi9960
    @khayeshezi9960 Рік тому

    ngyaludinga usizo ngoba konke lokhu akuchazile ngyakubona kimi yazi
    ngishawa uvalo engalwazi
    ngiphinde make ngakhuluma nje owrong ngivele kube ngathi ngingashaya ngizibone ngiwrong
    kube ukumsaba mekhuluma nje ngithobela yena noma ngibona ukuthi ungenza isilima
    ngixolisa noma ngingonanga

  • @vuyisanimjoli8435
    @vuyisanimjoli8435 Рік тому

    Mkhulu siyabonga ngolwazi enisinika lona
    Ngiyafisa ngelinye langa nikhulume ngokwelapha isimo sogula ngomqondo Mkhulu ngiyabonga

  • @LuthandoMjo
    @LuthandoMjo 4 місяці тому

    Kodwa libuhlungu ngoba kuthina abanye impilo iyama kudlalwe ngawe

  • @ThandohMathe-ld8uh
    @ThandohMathe-ld8uh Рік тому

    Uqinisile baba kunjalo nobaba wezingane

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 Рік тому

    Kwaze kwamnandi la kwa Mpunga Yesitu TV✌

  • @thulibaby1627
    @thulibaby1627 Рік тому +4

    Libi idliso... Lifana ne slow poison, attempted murder 😳

    • @menzikhanyile2697
      @menzikhanyile2697 Рік тому +1

      Isono ukubona isiyoyo sendoda sithi sizonda umfana oCheatayo😭😭😭😭

  • @tholinkosi2034
    @tholinkosi2034 Рік тому

    Mkhulu, ngifuna ukuthenga lezincwadi zakho, manje ngifuna ukuqala ngale ethi sithini isintu, ngicela ukwazi ukuthi Ibiza malini ngizokwazi ukubhajetha, ngiyabonga

  • @marajoehandiba6508
    @marajoehandiba6508 Рік тому

    Sibongile Mashiya amahle, bengibuza ukuthi kulungile uku nikela nge gazi Uma uhumntwana we thongo. Cela sike siyixazulule kwii next topics.

  • @jameshlengiwendlovu-df8ox
    @jameshlengiwendlovu-df8ox Рік тому

    Mina ngicela usizo nami nginaleyo nkinga umalume wami unedliso mina ngise thekwini ngokuhlala ngise 1104 kuyonakala ngicela usizo ngokuphuthuma

  • @Mank_Mindset
    @Mank_Mindset Рік тому +1

    Ibimnandi -ke lengxoxo 💯🖋️😂_ngithande emancokweni nje kakhulu. Akengithi nje IMPUNGAAHH🧔🏿

  • @mandlantsele8785
    @mandlantsele8785 Рік тому +1

    Isibambelelo sona si yini...

  • @SiyaNxele
    @SiyaNxele Рік тому

    Ngahleka ngedwa, ubsoka bubuzwa kuManzini, udlala ngolimi nenhlonipho Manzini

  • @ThandohMathe-ld8uh
    @ThandohMathe-ld8uh Рік тому

    Makuya ngokuthi akabafuni afowabo kwenziwa njani

  • @doubleD1
    @doubleD1 Рік тому

    kikiki siyezwa asizukubiya Makhehla amahle siyabonga imfundiso.

  • @ukukhanya_kuyeza
    @ukukhanya_kuyeza Рік тому +2

    Mina Ngcela ukubuza ukuthi Kusayiloni leli elingphethe
    Kunento esesfubeni eNgathi isasigaxa kwesinye iskhathi Kuba ngathi iyahamba ifuna ukuphuma ngomlomo Koda igcina eMphinjeni Ayphumi ngazama ukuyphalaza ngamanzii Amthuku azange kwenzeKe nix Namanje isasekhona isathule kodwa ngyayizwa ukuthi ikhona Angaz noma izoba namthelela muni kumina💔🤦

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 Рік тому +1

      Kufanele uthole umuntu ophalazisayo ngoba ukidliswa kuhlukene.kodwa amanzi nje eyodwa ngeke akuncede singamane sikhulumele emanzini abusisiwe namafutha(Vaseline obusisiwe) Uma uwakhotha..Kona kusuke kuyidliso lelo Khehla.

    • @ukukhanya_kuyeza
      @ukukhanya_kuyeza Рік тому

      @@sybongawiseman7565 Yooh Ngyabonga Ngzozama ukthola uMuntu

    • @RobinCharlesTaylor
      @RobinCharlesTaylor 3 місяці тому

      ​@@ukukhanya_kuyezawagcina ulitholileni usizo mfowethu?

  • @nonkululekoignatia4276
    @nonkululekoignatia4276 Рік тому +1

    No ngiyaphika ke akulona iqinisO ukth ukuwashelwa iznto zangaphansi kwenzeka ngoba udlisiwe cha mna iboyfrnd yam iyawasha nj n angimfakanga dliso since sikhula nj ubekwenza ngoba ethanda nj

    • @siyabongangema6312
      @siyabongangema6312 Рік тому

      Maybe why ekuwashela izinto zanga phansi uma ubheka, ingoba uyak'thanda kakhulu!!!!!

  • @boboshanty7
    @boboshanty7 Рік тому

    Mkhulu ngicela ukubuza ingane yami yama zibulo ayikhulumi nginga sizakala kanjani, futhi enye into nginawo amaphupho kodwa awakhumbuleki njalo...singasizakala kanjani...

    • @sphe_ndlovu_8579
      @sphe_ndlovu_8579 Рік тому

      Iya ebhleni Bamanazaretha oNyazilwezulu ngesabatha ubike udaba lwakh kubagcotshwa ubacele ukuth ucela eknikela ENkosini, izokhuluma.

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Рік тому +1

    Ayi lento yokudlisana ayikaze yaba right coz nabantu besilisa bayakwenza lokho. I am also a victim yedliso nami ngidliawa umuntu wesilisa. So lento nje iyafana ..whether yenziwa umuntu wesilisa or wesifazane

  • @nokuthulazungu4381
    @nokuthulazungu4381 10 місяців тому

    Hi

  • @stevenlee2484
    @stevenlee2484 9 місяців тому

    Can someone please translate what are the 3 ingredients? 😭