Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Ay umdlalo muhle znganzakwe2 ngthanda nendlela enihloniphana ngayo 🤝 from South Coast
Induku yangempelake lena, ay lento yomabambama kube yizibhodongo nje , nibhuduzele, iclean kakhulu lenduku🤝🤝, laba abakhala ngokuthi amankonyane lawa, ay angazi bafunani ngoba yonke into inesigama, yabona nje nansi ngqwele endala iyabakhulisa ngendlela, yizo madoda " azibàmbe ezikhna" kwazisholo inkunzi yakwaNdabandaba
Lomdlalo ubumuhle ngokwami ukubona. Sbonge ezinsizweni ngoku lalela izinduna!
Waze wahleke umgangelo, aiii lenxovanxova yokbambana niwisane ngamandla
Naze nasibukisa into yamehlo siyabonga
Baphi abakwashandu omahlazo aziphelele uma bengakafiki
i miss Bhejani makunje umdlalo muhle impela ‘ kodwake umfutho uphansi kakhulu
Ay amankonyane lawaaa yooooo wemfw2 Yaz ngifisa ngath ungake uyoshutha ezam ubone induku yempela
Ukuph nendawo mfwethu
Intemba ngokwethembana kanti ngeke uyofise indaba ungasho okuthandayo
Ai ngathi zidliswe ingcolo zinomoya ophantsi😢😂😂😂😂
Kithi abafana siyabazi
😂😂😂😂aniyengapha eVryheid phela
Hay kusenzima lapha kungathy aydliwa intelezi imoya yabo iphantsi
Muhle umdlalo
Ubukephi neNtemba
@@WarhWarh-fd3xl ekuthuleni
Ezangakwethu💪👌
Ayib intembe yekwalakithi eMelmoth lena
@@dobsonndumiso uqobo lwayo bafo
Come Gosa... NMZ
Cela siphe nezinye iqephu
Uma kuthiwa kuyadlalwa akukho magqubu ingani kukhona amaqembu ingani kungadlalwa nje nanoma ubani?
manje bengasuka yini esigodini noma emihosheni owodwa bejike beyoshayana bodwa kwesinye isigodi...lombuzo wakho mfwethu ayi
@@lusandashandu5182engan akushawana kuyadlalwa