uMgangela wakwa Mandlakazi kwaNongoma kubekwa umdidiyeli

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 вер 2024

КОМЕНТАРІ • 28

  • @masangomzwenhlanhla9736
    @masangomzwenhlanhla9736 14 днів тому +5

    Ngyakhala kodwa ngeynduna Lana umsebenzi uyazehlula

  • @SyabongaGUMZ
    @SyabongaGUMZ 11 днів тому +1

    Muhle umdlalo anosivakashela emkhomazi zinsizwa sinizwe nathi😅😅

  • @KwaneleNdwandwe-y1h
    @KwaneleNdwandwe-y1h 15 днів тому +2

    Syabonga noma ungaphelele nje kahle🙏

  • @user-lf3dg4uc1v
    @user-lf3dg4uc1v 10 днів тому +2

    Labo baba bameleni phambi kwe camera

  • @sthembisomdlalose3397
    @sthembisomdlalose3397 15 днів тому +1

    Siyabonga kakhulu Nongoma factory yezinsizwa

  • @user-jx7bg3wb3b
    @user-jx7bg3wb3b 11 днів тому

    Zinsizwa zakithi ngiyabonga muhle umdlalo ngibonezinduna ziwubambe kahle 🙏eyethu lento singayoni siyiphathe kahle ngobunsizwa angithi elethu izwe futhi siyonqoba simunye Nina besilo Nina bakabhejane phuma esiqiwini Kade bemvalele

  • @siphoqwabe257
    @siphoqwabe257 15 днів тому +2

    Zimamba kodwa Zigema ikhanda kuphela

  • @ngenangani-Media
    @ngenangani-Media 16 днів тому +2

    Ziyahlabana

  • @zamashezi3538
    @zamashezi3538 11 днів тому +1

    Badlala kahle

  • @zwakelebuthelezi3791
    @zwakelebuthelezi3791 День тому

    Bantu base South Coast nanka amahawu hhay lezingubo eniziphathayo, amahawu angango bhavu👎

  • @Siboniso-c4x
    @Siboniso-c4x 14 днів тому

    Nazenadlala kamnandi wezinsizwa

  • @SiyandaNdlovu-n1b
    @SiyandaNdlovu-n1b 14 днів тому

    Muhle msebenz wakho bhut u clean

  • @Dovozakhoza
    @Dovozakhoza 6 днів тому

    Zinomdlalo omuhle izinsizwa zalesgodi

  • @zulu8451
    @zulu8451 13 днів тому

    Kwelakithi,ngaphansi kwe Nkosi Bhekintinta .kwelikaBhebhu kamaMaphitha,Mnumzane ohlabanelayo,Msongi wensimbi ayibeke ekhanda khona amagwala azombalekela,gxamalaza kuphumuMbambayi ngaphansi nangaphezelu,Mahlome ephindelela njengohlanya akadinwa ukuhloma.Khokho ozala mkhulu loyo.Nkosi ayiqedwa

  • @Blackkavanje
    @Blackkavanje 15 днів тому

    Khona ke imnand induku yabo...bayashisa estikini...kuqhash ifinyila😢

  • @SimphiweMthethwa-cl8sg
    @SimphiweMthethwa-cl8sg 6 днів тому

    Abayeke ukubambana

  • @libertymthethwa5649
    @libertymthethwa5649 15 днів тому

    Leziyoyoyo ezingadlali zifunani nje phambi kwe camera .zisibukisa izishwaphana zazo

  • @SiyabongaNongqoqo
    @SiyabongaNongqoqo 5 днів тому

    Ziyashayaba ezinzizwa

  • @genXtorque
    @genXtorque 14 днів тому

    why don't zulu men fight with fists?😂 search musangwe you'll see how venda men do it🔥🔥🔥🔥

  • @user-os5lv3ql4e
    @user-os5lv3ql4e 15 днів тому

    Cela nisuke eduze kweCamera zinsizwa

  • @rhythmburgtv108
    @rhythmburgtv108 11 днів тому

    Umbhedo lento yabantu abajaha ukubambana

  • @jackiephilasandemgegeba
    @jackiephilasandemgegeba 9 днів тому

    Iyona lento enizbabaza ngayo waaa nxxxx nithi niyasshaya iskhwili kwanongoma qwa qwa sekphelile waaa nxxxx

  • @ThembaMayekiso-vk7us
    @ThembaMayekiso-vk7us 14 днів тому

    KuseMsinga apha or Ulundi??? 3/9/2024

    • @SthembeleShamase
      @SthembeleShamase 14 днів тому

      Factory yezinsizwa KwaNongoma efactory yenduku futh mawuthanda🤝

    • @ThembaMayekiso-vk7us
      @ThembaMayekiso-vk7us 14 днів тому

      Factory yensizwa😂😂😂😂😂....3/9/2024

    • @lusandashandu5182
      @lusandashandu5182 5 днів тому

      Ey uMsinga awuzidlali induku abantu bezibhamu labo