Siyangcola isithunywa mawudla lokhu kudla

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 7 жов 2024
  • kuyeke lokhu kudla

КОМЕНТАРІ • 261

  • @gugunkosi4876
    @gugunkosi4876 Рік тому +4

    Ngiwufakaz, mina ngisegobongwen nginafull mnth ngazidli zonk lezinto... Amaphupho are so clear, idlozi is so close to me

  • @khonzezulu9340
    @khonzezulu9340 Рік тому +4

    Siyabonga Mbotho kakhulu. Ngibona ngathi amanzi lawa aphuma kompompi esiwanikwa omaspala ñgathi awahĺambulukìle,uma ungase uwabone lapho aphuma khona ngeke uwafise ekuwaphuzeni,kungcono sithenge amathanki sidle awemvula,lawa siwashe ngawo .

    • @sphiweshozi7141
      @sphiweshozi7141 Рік тому

      Lol bayagula Laba abathole umsebenzi bayabhoreka

  • @gladysndimande3815
    @gladysndimande3815 Рік тому +4

    Amen Cc Hlengiwe ngicela ukubuza ukuth ngabe isithunywa siyagcola yin Uma ngabe uyelakufihlwa khona

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +3

      kuyenzeka ukuthi umoya okuphethe uhangulwe ithunzi lomufi noma abenokubambelela kuye ngezinkulumo asuke eseziletha noma izikhalazo mase uyakwembatha kubalulekileke ukuthi uzihlambulule ngenkukhu ngoba imvama yabantu abanemimoya bebamba noma bathathe okukhulunywa umufi ngoba usuke ungeke ukwazi ukudlilisa lowomyalezo ngaleso sikhathi kumele ukususe kuwe ukuhanguleka nokumbatheka

  • @qodigumde1771
    @qodigumde1771 Рік тому +5

    Syabonga cc eyi iqiniso lodwa nkosyami mhhhhhhhhhh

  • @Leah-pw9fn
    @Leah-pw9fn Рік тому +8

    Amen Mama❤️❤️ Syabonga kakhulu. Inkosi yomusa ikubusise🙏🙏🙏

  • @gugumbatha1496
    @gugumbatha1496 Рік тому +2

    Hi cc Hle cha wayibeka ntombo Indaba yanzima kodwa kumele sikuyeke ukudla Noma yini khona sizokwazi kuhlale sihlanzekile .. Siyabonga MaMbotho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      sifaste😂😂 kuphela vele nempi yomhlaba iseduze

  • @khanyisilendzinisa2009
    @khanyisilendzinisa2009 Рік тому +5

    Waze wachaza kamnandi ❤️ siyabonga,uNkulunkulu akubusise

  • @lindelanimdletshe8850
    @lindelanimdletshe8850 Рік тому +4

    🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾umkhulu maMbotho; uyasiphilisa,,inkosi ikubusise ngokuphindiwe...
    😱enkukhwini

  • @NontokozoMkhabangobe
    @NontokozoMkhabangobe Місяць тому +1

    Siyabonga sisi waze wangikhulisa❤❤

  • @NsikoShongwe-dw6xz
    @NsikoShongwe-dw6xz 5 місяців тому +6

    Sawbona gogo waze wangikhulisa todon 26 April 2024 siyabonga

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 Рік тому +7

    Ngyakuthanda kakhulu Sisi Hle uchaza kahle ngiyakuzwa mina.

  • @senamilekunene5377
    @senamilekunene5377 Рік тому +6

    1.Ingulube
    2.Inkukhu
    3.Iselesele
    4.Ingwenya
    5.Inja

  • @NtombizaneleMtolo-o6n
    @NtombizaneleMtolo-o6n 3 місяці тому

    Siyabonga sisi ngifunda lukhulu la kuwena inkosi ikubusise qhubeke nokusifundisa ❤

  • @MamajoeneMatubatuba
    @MamajoeneMatubatuba 16 днів тому

    Siyaboha cc bengingazi ukuthi ne yogurt ayi hlambulukile phambili mtaka KHULU

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Рік тому +4

    Siyabonga cc yooh kunzima funa ungadli inyama at all

  • @makhosazanamngadi9927
    @makhosazanamngadi9927 8 місяців тому

    Siyabonga MaMbotho. Sibonga amaciniso. Uthunyiwe wena, kwethu ukulalela nokubonga.

  • @nkosinathimyeza8500
    @nkosinathimyeza8500 Рік тому +3

    Ingakho e Nazareth inkukhu ingadliwa zonke lezilwane ozibalayo ezingadliwa nasenazaretha azindliwa lelabandla lamanazaretha linobugcwele ayfunakali into egcolile kuyasho ukuthi ibandla likankulunkuli leliyana syabonga sisi ngokuseluleka inkosi ikubusise

  • @gladysntsibande830
    @gladysntsibande830 Рік тому +1

    Siyabonga kunjalo konke okukhulumile ngabantu abanomoya abadli nomangabe yini inkosi ibusise amen

  • @margaretmroxe6599
    @margaretmroxe6599 Рік тому +3

    Amen Hlengiwe Mbothokazi

  • @stellantombomhlabajafta1630

    Yoooo ndiyabulela cc bekumnyama enkosi ungadinwa uTixo akuphe amandla enkosi

  • @thatomathews159
    @thatomathews159 Рік тому +1

    Thokoza gogo I dreamed that I baked many many cakes for umsebenzi kodwa angazi ukuthi umsebenzi want can I please get clarity 🙏

  • @muzivilakazi1395
    @muzivilakazi1395 Рік тому +2

    Yho uze ufike ehhafini yevideo awukezwa niks ngento esesihlokweni. Ake ngibheke lezizinto ezingadliwa emakhomentini. Keep up the good work. UKUBALULEKA KOMOYA OHLANZEKILE

  • @duduzilemanqele6888
    @duduzilemanqele6888 Рік тому +2

    Siyabonga kakhulu ngezincazelo zakho ezisibonisindlela ngicela ukubuza uma uphuphe amasthekeke amaningi kuchazani ngiyabonga

  • @syabongaK555
    @syabongaK555 Рік тому +3

    mmm syabonga ngolwazi wayicacisa kwacaca 🙏

  • @HonestNdebele-z5h
    @HonestNdebele-z5h 6 місяців тому +1

    Mangabe sewuke wazidla lezozinto uzihlambulula njan???

  • @nontombimpengeva6076
    @nontombimpengeva6076 Рік тому +2

    Siyabonga mbotho kakhulu bendicela ukubuza Yona ichecken endiyithenge eShop Yona ndingayitya nha

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +1

      nhoba isuke ikhukiselwe emahhokweni ngokuvalela futhi inikwa ukudla okuqondene nayo futhi ezininhi zazo ezamaplazi zingcono kakhulu kunezifuywe emakhaya ngoba zihamba yonke indawo zidlenoma yini

  • @bonisiwendlovu9607
    @bonisiwendlovu9607 Рік тому +1

    Amen salukwazi...ngyakuzwa ukuth uthi ,kodwa kungani pho ogogo no mkhulu makulungiswa izinto zabo kusetshenziswa inkukhu?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +1

      ingakho kumele uyilindise izinsuku eziwu 7 days uma kweyasekhaya oyifuyile kodwa ethengile ingcono ngoba isuke ivalelwe eplazini layo lezinkukhu kumele ihlaleningadli noma yiji noma isikhumba sayo sinamaqhuqhuva esele

    • @bonisiwendlovu9607
      @bonisiwendlovu9607 Рік тому

      @@hxmbotho3458 kyazwakala salukwazi , ngyabonga🙏

  • @ntombomzijudithlilane4268
    @ntombomzijudithlilane4268 Рік тому +1

    Ngyabonga kakhulu ngalenkcazelo yakho Gogo mina nje ingulube angikaze ngayidla sukela ekuzalweni kwami bithi noma sele ikhona ai ingangiphathi kahle ngisho ngephunga layo ngathola ukuthi sokhathi sonke ngingayidli ngingumntana wabantu abadala ngibonga kakhulu Gogo Thokoza kwande kuwe ngencazelo yakho 👏👏

  • @londiwendaba9184
    @londiwendaba9184 Рік тому +3

    Siyabonga cc usibekela Kahle kuyezwakala

  • @siyamcelaludidi3861
    @siyamcelaludidi3861 Рік тому

    Thokoza Gogo👏👏 kusho ukuthini ukuphupha udla inyama yeNtlanzi?

  • @yvonnemlungwane3425
    @yvonnemlungwane3425 Рік тому +2

    Siyabonga kakhulu mina ngazinqumela ngayidli ingulube ufishi nongabi namuntu engithandana naye ngoba balekela ncoliswa ucansi ngenxa yokuba nesithunywa

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      yebo kuhlenokwenzayo kodwa uwucele kubo umshado

  • @thamisanqasithole9554
    @thamisanqasithole9554 Рік тому +2

    Hi, bengiyithanda inyama yengwenya until ngiqale ngenze izinto zami zesthunywa. Yaqala yanginukela ngabe sengazi ayifuneki. Thanks for explaining.

  • @shakurmashaba7672
    @shakurmashaba7672 Рік тому +3

    Siyabonga Dade ungakhathali makwande ukukhanya

  • @langaelihlemakhoba1726
    @langaelihlemakhoba1726 Рік тому +2

    Siyabonga sisi hlengiwe, ngokusiqwashisa nagloludaba olujule ngalendlela.

  • @mshushisimandla6807
    @mshushisimandla6807 Рік тому +2

    Siyabonga sisi ukusikhulisa muhle msebenzi wakho. Wagcina ungangixhumanisanga nomuntu wegobongo uMandla kwaNongoma lona.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      nayi inumber yakhe0735043141 Mr Shange

  • @vuyisileshabalala2274
    @vuyisileshabalala2274 Рік тому +4

    Ulamthuthu uyadliwa

  • @sphumelelesphume8109
    @sphumelelesphume8109 Рік тому +2

    Ay cc ngiyabonga ngezincazelo zakho..qhubeka njalo nginomoya wesithunywa kodwa angaz ngiqalephy

  • @thulim4891
    @thulim4891 Рік тому +2

    Siaybonga sisi Mahlengi... ungangikhohlwa. I'm in Durban 💕

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +1

      ngicela ufike kuminamawungakwazi Durban,uye KwaMashu rank ugibele amataxi aya esikebheni uyokwehla exhasumjita ngiyokulinda khona

  • @langalethukhanyile8655
    @langalethukhanyile8655 Рік тому

    U-fish lona osethinini wona uyadliwa?

  • @ayandamaud8346
    @ayandamaud8346 Рік тому

    Siyabonga kakhulu bakith ngolwazi ngoba sibona amaphupho engasacaci singazi kwenzenjan

  • @xolisilemyaka2841
    @xolisilemyaka2841 Рік тому +3

    HI SIS NGICELA KUBUZA KUCHAZANI UKUPHUPHA KUNENKALANKALA ENDLINI LAKUTHETHWA KHONA INDLOZI NGABIZA USIS WAMI NGAMUKHOMBISA WAYIBULALA NGIMUKHUZA MINA EPHUSHENI NGICELA USIZO SIS PLS

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +1

      inkalankala ibika okusha okuzovela uyayiphupha noma uyayibona kodwa ibika okusha futhi okuhle

    • @xolisilemyaka2841
      @xolisilemyaka2841 Рік тому

      Ngiyabonga kakhulu sixikuthinta sis

  • @victorcebekhulu1926
    @victorcebekhulu1926 4 місяці тому

    Ukuphupha inja yskho ibambe unogwaja?

  • @avelanobengela6565
    @avelanobengela6565 6 місяців тому

    Ngiyakuzwa mkhulu, kodwa yin Ndaba sisebenzisa inkukhu masikhuluma emsamo makuwuthi ayihlambulukile?

  • @awgatsheni6598
    @awgatsheni6598 Рік тому

    Siyabonga umdali athele umusa makwande.
    Manje izinto ezifana namathendele eziphila ehlathini siyazidla na, Iqanda Lona?

  • @lizwinzuza4818
    @lizwinzuza4818 Рік тому +13

    Impilo yobungcwele. Siyabonga MaMbotho.

  • @sihlukanisontshalintshali7475
    @sihlukanisontshalintshali7475 Рік тому +7

    Ay cha ungowasezulwini bengngaynaki lento oychazayo kdw iyiqiniso elimsulwa uqhubeke njalo uyaslapha

  • @bongumusafakazani2290
    @bongumusafakazani2290 Рік тому

    Siyabonga cc ukusiqwashisa

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому +6

    Waze wangkhulisa namhlanje MaBhotho. Ngyabonga kakhulu 🙏
    Ksukela namhlanje fruit n veg wayawaya🤞

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +1

      😂hhayi inyama ungayiye kodwa kube ehlukanisayo

    • @INFJ_9
      @INFJ_9 Рік тому

      @@hxmbotho3458 Siyabonga kakhulu

  • @nqobayobele8472
    @nqobayobele8472 Рік тому +1

    Inkukhu ibalwa ngaphansi kwezinyoni. Izonyoni zinomthetho wazo. Nezilwane zasemanzini zinomthetho wazo.

  • @NjabuloMthembu-h9o
    @NjabuloMthembu-h9o 2 місяці тому

    Syabonga mtanami mhmh ❤❤

  • @NomvanoBambela
    @NomvanoBambela 5 місяців тому

    Ngiyabonga gogo ngikuzwe Kathleen mina

  • @stellantombomhlabajafta1630
    @stellantombomhlabajafta1630 Рік тому +1

    Kufike inyosi ezi 2zandijikeleza azange zindidle emva koko kwafika ibubu lazo zema esangweni ixesha elidana noko zibumbene zisuke zahamba zahlala esihlahleni esikifutshane nasekhaya andiphuphanga ndizibonile

  • @nkosinathimyeza8500
    @nkosinathimyeza8500 Рік тому +1

    Sawbona ngicela ukbuza ngoba ulamthuthu uhala endaweni eyodwa eqoqekile udla inteyodwa engathi umgqakazo ngabe nawo ulamthuthu ugcolilen??

  • @qondigumede-ho8bd
    @qondigumede-ho8bd Рік тому

    Cc wami ngiphuphe ngipheka uphuthu oluhle ngilupheka eziko kodwa umlilo angiwubonanga angiliqondi ukuba lichazani ngiyacela ungichazelele ngabe lishoni

  • @qinincube1566
    @qinincube1566 Рік тому +1

    Ngibingelele sisi ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umpenda amazipho imenique ekubeni angiwenzi amazipho sdalwa

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Рік тому +1

    Iheee...kusho ukuthi ngisenkingeni ke mina cos ngiyayidla pork anginankinga nje nayo. J

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +2

      yebo kodwa uyokwazi uma sekumele uyiyeke uyobuya usitshele akusekude

  • @sizakelemngomezulu5595
    @sizakelemngomezulu5595 Рік тому +2

    Siyabonga sisi kakhulu ukusivula amahlo

  • @tholakelendlovu2989
    @tholakelendlovu2989 Рік тому +2

    Siyabonga Hlehle...uma kwenzekile wadla ey ngoba siyahala ufish nje whether tin fried ay nviyawuthanda kakhulu sizigeza (ukuhlanza)kanjani

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +2

      ufishi awnankinga uma unamafins kodwa mayengekho ulinda 7days ukuzebuhlambuluke

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 Рік тому

    ngyakuzwa mina cc kod inkukh uma isihlale efridgin isanenkinga?

  • @khulekaniaustinkhumalo9953
    @khulekaniaustinkhumalo9953 Рік тому +1

    Intibane nenyamazane kuyadliwa yini Gogozi?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      uma kuhlukanisile futhi yetshisa ungakudla

  • @nkanyisokhetho388
    @nkanyisokhetho388 Рік тому +1

    Syabonga Nkosazane enhle 😍♥️

  • @yalezwasharon5831
    @yalezwasharon5831 Рік тому +3

    I wonder kokuphi okuryt ngoba abanye bathi uma unesithunywa awudli inyama ebomvu until uze utshelwe ukthi usungayidla ke, kungcono inkukhu

    • @loyalallies
      @loyalallies Рік тому +1

      Thought she'd gv us a mini list.

    • @yalezwasharon5831
      @yalezwasharon5831 Рік тому +2

      @@loyalallies Kungcono ingadliwa inyama at all as long you are still in a process until uqede izinto zakho

    • @loyalallies
      @loyalallies Рік тому +1

      @@yalezwasharon5831 Nooooo I eat poultry and meat more than I eat food😭😭😭

    • @yalezwasharon5831
      @yalezwasharon5831 Рік тому +1

      @@loyalallies 🤣🤣🤣🤣

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +1

      until uze utshelwe into efunwa idlozi elikiphethe uyobe suwenza lokho elikifunayo kodwa inkukhu ibesikhumba esifana neseselesele kodwa indlala yenza ukuthi uyilindise 7days ukuze kwehle ukungcola kuyo

  • @thandazokumalo4902
    @thandazokumalo4902 Місяць тому

    Thokoza gogo , enkukhwini senza ngayo umsebenzi mos , senze Njan uma senza itiye

  • @LindokuhleGabel
    @LindokuhleGabel Рік тому

    Syabonga ngoku qwashisa abantu bankulunkulu

  • @mshushisimandla6807
    @mshushisimandla6807 Рік тому +2

    Sisi ngibonga umusa osenzela wona cela kubuza ngibone ingulube enechwane elilodwa . Ngaphinda ngahlangana nenye enamachwane amaningi ngabe kushoni?

  • @eunicezwane-f9v
    @eunicezwane-f9v 3 місяці тому

    Siyabonga besingazi❤

  • @mlungiselelidyantyi5896
    @mlungiselelidyantyi5896 Рік тому +5

    Now I understand lento yokwehlukanisa

  • @effiemasuku
    @effiemasuku Рік тому +1

    Siyabonga CC kodwa inhlanzi singayidla na?

  • @ndimanenelly10
    @ndimanenelly10 Рік тому

    Mina ngidla ulamuthuthu gogo Nkosi yam

  • @loyalallies
    @loyalallies Рік тому +4

    Is it wrong to eat chicken frm the shop? Ow how I love it😔
    As for pork my body rejected it...
    Plz my sister gv us a mini list of what to eat and what not to eat in ur next video. Thank you for this 😘

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +3

      ngizokwenza kanjalo

    • @loyalallies
      @loyalallies Рік тому

      @Busisiwe Mthembu guess I'll wait till then😅

  • @sihawumathe3594
    @sihawumathe3594 6 місяців тому

    Ngicela ukucaciseleka..ukudla ingwenya kona ngoba ikhipha idliso? Kwaze kwanzima ngenyama yenkukhu😢

  • @NormanXulu-c6w
    @NormanXulu-c6w 8 місяців тому

    Sawubona sisi bengicela ifoni number yakho empeleni ngifuna i direction yokuza kuwe

  • @anelesthandiledlamini8919
    @anelesthandiledlamini8919 Рік тому

    I love vegetables. Bese chicken, beef and mutton. 0 junk food. I have ulcers. Okuningi ukudla angikudli

  • @LuckyLucky-dg5oz
    @LuckyLucky-dg5oz 7 місяців тому

    Thokoza gogo ukuphupha incwaba lika mama ingathi linamanzi duze kwebokisi

  • @lovenessdube6827
    @lovenessdube6827 Рік тому

    Siyabonga imfundiso enkulu kangaka,yingakho kwesinye iskhathi ami engacaci kuhle kanti yizo lezinto,awu thixo akubusise mama ngoba ngemfundiso yakho sengaphakama.

  • @dorahmncube3813
    @dorahmncube3813 Рік тому +1

    Siyacela gogo ungapheli mandla

  • @namhladlomo1140
    @namhladlomo1140 3 місяці тому

    I fast.....and drink smoothies.Ngake ngazaca baze bathi ngiyagula

  • @nkululekocele2085
    @nkululekocele2085 Рік тому +1

    Mina ngingufakaz walokhu okushoyo sis Hlengiwe, ngale nje kokudla ukudla okungahlambulukile. Mina inkinga yami uma ngike ngembatha nje ngiba nenkinga yokuthi imiyalezo ebuthongweni ayifiki, uma ifikile ngizovuka ngingasakhumbuli lutho.

    • @effiemasuku
      @effiemasuku Рік тому

      Yimi loyo fanele ngize ngize ngiyogezwa emanzini.

    • @nkululekocele2085
      @nkululekocele2085 Рік тому

      Siphindele khona ekungcoleni ngoba hhayi inyama iyehlula mfethu 🤞.

  • @cdandanimelover3674
    @cdandanimelover3674 Рік тому

    Kusho ukuthi no fish akufanele udliwe ngoba iyamudla umuntu Fathi ayetshisi

  • @nomusamotaung5457
    @nomusamotaung5457 Рік тому +1

    Siyazibongela ngosambulela kona. Sifunda okusha njalo. Uze ungaphel' amandla.

  • @LuckyLucky-dg5oz
    @LuckyLucky-dg5oz 7 місяців тому

    Thokoza gogo ukuphupha umama ecokiswa imphahla emnhlophe kube sekuvunkuza umoya ngichishe ngamanzi kucazani

  • @busisiwepeyana3893
    @busisiwepeyana3893 7 місяців тому

    Ngyabonga salukazi mina Bengazi kodwa bengingazi isizathu salokhu kuthi yin kumele ngingayidli inkukhu ngakho ke ngiyabonga Ntombi kaMbhotho 😊

  • @mfundomalunga8491
    @mfundomalunga8491 Рік тому +1

    What about amaqanda weyinkukhu

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +1

      0514008521 enza basheshe ukuqoma ngoba bawadla early ingakahluki inkukhu nabo bazosenza before rightimem izinto baqome bengakukukungeki

  • @nobanturabotapi6262
    @nobanturabotapi6262 Рік тому +2

    Sawubona gogo wakhuluma iqiniso ngo kudla

  • @SphesihleDima
    @SphesihleDima Рік тому

    Siyabonga ngifunde lukhulu

  • @zandilenkambule3834
    @zandilenkambule3834 Рік тому

    Siyabonga izalukeko ezinhle mina ngicela inumber yakho ngicela ukhuluma nawe eceleni

  • @sphiwo2959
    @sphiwo2959 Рік тому

    Gogo kwenziwa yini
    1. Njalo ngiphupha abantu engabagcina kudala, kusasa ngizohlangana nabo?
    2. Nokuthi okwenzeka namuhla ngikukhumbule ukuthi kwenzeka ephupheni, it's like living the day twice?

  • @dawnmadonsela5877
    @dawnmadonsela5877 Рік тому +1

    Sbonge maMbotho ngokusiphakela. Cha uyasifundisa cc. Ngicela ukubuza ingabe nama chicken braai pack awakungile. Ngiyabobga..

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      0614007521angcono ngoba kubabizinkukhu ezivalelwayo ngokwe plazi

  • @SthembileZuma-c3j
    @SthembileZuma-c3j 2 місяці тому

    Ngake ngayidla ingulube min ngaphathwa mahlaba 2days wonke😭😭😭

  • @SweetnessNdlovu-o9p
    @SweetnessNdlovu-o9p 6 місяців тому

    Ngcela ufake number yakho cc ngyakdinga pls

  • @mogalekganya
    @mogalekganya Рік тому +2

    👏👏👏 siybonga mtane nkosi

  • @sandilemgwaba9572
    @sandilemgwaba9572 Рік тому +3

    Siyabonga kakhulu maMbotho 🙏

  • @mariamaponikotsokoane2203
    @mariamaponikotsokoane2203 Рік тому +1

    U ku phupha u bhala yini

  • @kennethvolwana7799
    @kennethvolwana7799 Рік тому +1

    Wayibeka Sisi

  • @nonhlanhlamolefe-langa5100
    @nonhlanhlamolefe-langa5100 7 місяців тому

    Gogo maMbotho ngiyabonga nginesithunywa esikhulu sengithunyelwa nezinkabi ngicela ukukubona khona ozongisiza ungibonise

  • @babalwaplaatjie5611
    @babalwaplaatjie5611 Рік тому +2

    Siyabonga dade wethu mase kuthwa uzindlile ngoba ubungazi you bacame unclean lisekhona ithemba loku xoleleka uzehlaluleke uphinde ubengcwele

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      yebo u 7 days owuhlaksyo ungasazidli uyobe usuhlambuluka after7days

  • @sbusisodube7569
    @sbusisodube7569 Рік тому +1

    Ayi wayichaza dadewethu saze sacaciseleka singabantu

  • @MthandeniKunene-sw1kn
    @MthandeniKunene-sw1kn 7 місяців тому

    Sawbona Hlengi ngiyaphila phila nawe ntombi.Luhle uhlelo kwakho luyangibusisa.Ngicela ukubuza lapha.Ngiphuphe ingoduso Yami eydlula emhlabeni kumele ngifakele imali kwanga ngiyamkhumbul

  • @arthurdejager1775
    @arthurdejager1775 Рік тому

    Haaibo !!! I love chickens and pork. does this means more Nandos, KFC< chicken liken ? what about that were born and raised in captivity? where is the rest of you candle videos ?

  • @nompumelelonkosi5177
    @nompumelelonkosi5177 Рік тому

    Ngnekinga ngenkukhu ngoba Uma senza malandi kusetshenziswa zona manje ngyaxakeka Uma kuthiwa ingcolile. Ngyabonga mambotho ngcela mpendulo lapho