MTAKA uhlub udlub okhasini ehlaziya impilo nenkolo.. zizwele mbukeli

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 вер 2024

КОМЕНТАРІ • 20

  • @khayacele144
    @khayacele144 2 місяці тому

    ngcela ukubuzwa kubizwa ngan loku okugqokwe ubaba (ekhanda🙌🏼)

  • @LunganiElvis
    @LunganiElvis 4 місяці тому

    Lobaba uvuthiwe lushuuuu syabonga Mtaka!!!

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Рік тому

    Yamnandi inkulumo yakho kodwa indaba kaShembe ijulile ngempela ❤qhawe lakithi

  • @MichaelMthiyane
    @MichaelMthiyane Місяць тому

    Inkinga enkulu la, inkulumo emnandi kodwa engamanga, umhlaba awuqalanga ngo 1906 or 1910 ubukhona emininyakeni eyizinkulungwane. Amakhosi abebekwa u Mdali not uShembe, manje ke awukwazi ukulungisa into ongayidalanga umhlaba if ufunda ingcwadi engcwele John 1v1 Kuthiwa "Ekuqaleni wayekhona uLizwi, wayeku Nkulunkulu, u Lizwi engu Nkulunkulu, konke kwavelangaye, ngaphandle kwakhe akuvelanga nto". ULizwi uJesu Kristu iNkosi yamakhosi, owokuqala nowokugcina, abanye abathule.

  • @lenfordmxolisidlamini6881
    @lenfordmxolisidlamini6881 4 місяці тому

    Ngamgcina kuseno Mavuso emsakazweni wesizulu. Angazi noma imina yini onganqwamani naye. Iqhawe leli. Alijahi uma likhuluma. Liyacacissa leliqhawe uma liberated indaba. Aliwuqedi umusho lishiye abanye bengazwanga.

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Рік тому +1

    Siyabonga CHWEPHESHE

  • @zweliniMqwebu6853
    @zweliniMqwebu6853 Рік тому +1

    umuphi umfundisi owabeka iLembe, musa ukudlala ngaba mtaka

  • @siyabongambonambi5497
    @siyabongambonambi5497 2 місяці тому

    Umntaka isiwo sakhe esasezulwini akavule qembu le politic lobuya izwe ngaye eyedwa ngoba unemfihlakalo

  • @PatriciaMalinga-z3q
    @PatriciaMalinga-z3q 4 місяці тому

    Awbuye phela okhozini mfoka Nomajalimane.

  • @northridersushiolo6625
    @northridersushiolo6625 Рік тому +1

    Mmmm mmmmm mmmmm washayi khanda🫡🫡🫡🤗🤗🤗🤗😇😇😇😇😇Umqhele ongabuniyo✌️♥️

  • @mgabhazikhwela7120
    @mgabhazikhwela7120 Рік тому +3

    Sbonge mfoka mntaka nkulumo yakho inohlonze kakhulu

  • @NkosinathiMkhize-d2u
    @NkosinathiMkhize-d2u Рік тому +1

    Siyabonga Dlakadla

  • @ThokozaniZwane-st5gt
    @ThokozaniZwane-st5gt Рік тому +2

    Inkosi ikubusise khehla

  • @mvelomthethwa880
    @mvelomthethwa880 Рік тому +1

    Eyi wakhuluma mfoka mntaka

  • @KhanyisileBukhosini
    @KhanyisileBukhosini Рік тому

    Siyabonnga kubabaMtaka inkosimbusise

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Рік тому +2

    Lenkulumo ngiyayiyizwa ngibheke phakathi kwamabili.

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Рік тому +1

    Mfoka Majalimane ngiyakuzwa

  • @NkosinathiMkhize-d2u
    @NkosinathiMkhize-d2u Рік тому +1

    Mfoka NoMajalimane

  • @nhlakambuthonhlaka1275
    @nhlakambuthonhlaka1275 Рік тому +1

    Inamandla

  • @user-qu5vo4tm8o
    @user-qu5vo4tm8o Рік тому +1

    Wena wendlovu