Ukhozi FM TV: Hollywoodbets Durban July 2024 - Ride the wave

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 4 лип 2024
  • Selufikile usuku olukhulu lwe-Hollywoodbets Durban July eThekwini. Baphumile bonke abantu abathanda loluhlobo lomdlalo wamahhashi kanye nabathandi bemfashini.
    Ukhozi FM TV lumenywe uPrince Thabiso Mkhize we-Prince Bespokes ukuzohlaziya indikimba yakulonyaka yomcimbi i-#HDJ2024 ethi “Ride the wave” ephinde eqagule ukuthi singalindelani kwezemfashini kule-Durban July 2024.
    I-Hollywoodbets Durban July umcimbi waminyaka yonke obanjelwa eGreyville Racecourse, ungeminye yemicimbi emikhulu eneqhaza ekudaleni amathuba emisebenzi futhi ukhuphule ezomnotho kuleli.
    Thokozela lesiqephu esizokusiza uqondisise kabanzi ngemfashini ozobe uyibona ko red carpet be-Hollywoodbets Durban July.
    #HollywoodbetsDurbanJuly2024 #UkhoziFMTV #PrinceBespokes #UkhoziFM #HDJ2024

КОМЕНТАРІ •