My mother took the same decision and when my father passed away in 2014 my auntie said she's going to die because she's not cleansed or drink umuthi, but until now she's still alive and turning 72 years in December she's just believing in prayer only
Bafethu am I the only one, who's seeing great growth and inspiration from the show. Since I have joined it. I am grateful I invested at the right home 🏡. 🙏🏾❤️🙏🏾
God loves you, nami ngaphuma kungelula ezinyangeni, izangoma, abathandazi, my grandfather did all the you went through, as a child i experience all those things, we suffered alot, kwaphela izinkomo & nezimbuzi kodwa kungekho ukulungayo. Manje i took as decision not to sacrifice ngiyaziphilela ngomthandazo i don't have problems.
@@lungisanimbambo6997seeking knowledge of what shall happen from izangoma nezinyanga kuyihlazo phambi kwasmakade. Why do you think we suffer kangaka as abantu abamnyama, simple nizibona engathi nihlakaniphile kanti niyiziwula, gcinani imiyalo kasonini nanini niyeke ukwenza izinto eningazi nokuthi zaqalwa ubani. Btw if ubuza noma ubani omdala uzokutshela ukuthi think singabantu sisuka eghibhithe that should surely make you think. Kodwa just know ukuth inkosi yethu iyeza maduzane ukuzophatha umbuso wayo
Mina ngalahlekelwa umsebenzi ngenxa yabantu, ngo 2020 kodwa ngangisadiniwe ngisafuna izindlela zokuziphindiselela. But since ngaqala ukulandela wena nezinhlelo zakho ngiyelapheka. Keep it up bhuti we love you
I can relate on that one. Leaving behind all the things you used to believe that they are true isn't an easy task. I remember when I take that same decision it was tough. And to me it was worse because I left everything behind. Ancestors, Jesus and God non of them I based my belief in.
Shuuuu your stories are always interesting to listen to. Today's story was very informative and educational. You are a real well of knowledge with a vast knowledge base. Please give me the titles and authors of these books about the history of us. Uyinkunzi boss
Baba ngyabonga this message is from God keep on telling our people the truth. UMpostoli uPaul uyasho kakhulu athi ningafani nokhokho benu uIsrael. May God bless you for being His vessel
Inkinga ezinye zezinto ezenziwayo azila sisekelo, amaqola take advantage. Imagine consulting several pple ukhokha kodwa isimo gets worse or no change, amandla angaka nemali yonke le. Ngokwazi kwami inyanga, abathandazi abadingeki kunhlambuluko, ekulandeni abangasekhoyo. That is done by family elders. Umuzi ngomuzi wenza ngendlela yawo. Njalo ngikhule (especially inhlambuluko/ukukhumula inzilo/umbuyiso)ezinye zalezi indaba kungakhutshwa zimemo, yinto yomndeni nabomakhelwane abaseduze. Angazi noma kulamalanga sekuyi-business, imbonani or yikuduha. I understand u nxa uphuma coz we spend so much time, money and energy on culture that we don't understand or benefit us as some pple have twisted it for their benefit. Ngithanda indlela ocwaninga ngayo ngoba sisuka silandela uthuli lwamadube. Kuhle ukuzwisisa lokufuna ulwazi as it is said, we perish thru ignorance.
Wow , thank you for the lovely message we received on this day, this is wisdom. Thank you for sharing about black history, this is a game changer for me. ❤
I think the most important thing is to ask questions about things that concern our lives or things we are most interested in, things are not always as they seem in different studies of life, asking questions leads to research of which we as blacks are less encouraged in. its also good to be flexible to new knowledge and perspective in life to opens up different worlds as we mostly see the world based on the knowledge we acquire. Highly respect the narrator in having the ability not to allow limitation of societal knowledge to have a broader view not to say what his saying is true or not but to have the ability to research whether you agree or not.
Mnumzane ohloniphekile ngizocela uke ulandele kakhulu uZamalek Giza, ulalele umkhulu uNsingiza, ngokunjalo nenqqalabutho esiyadlula esiyadlula emhlabeni ubaba uCredo Mutwa,uphinde uke I Podcast ethi unpopular opinion, and read books by David Icke, and add to what you already have uncovered in your research and see the picture change... great episode 🙏🙏
I wish some people especially bakwazulu namabandla athize angayibona Le video ayibuke sakuzwa nokuqonda kodwa nokuvula umqondo ay ngenye indlela. Bhuti ngisemlaza ngyakuhlonipha awukhule umsebenzi🙌
Ngithanda indlela okhuluma iqiniso ngakhona without fear nor favour. Uliqhawe Cebekhulu, uNkulunkulu akugcine mfoka baba, uyisbusiso esikhulu kakhulu. This episode is above all others i have listened too
How is your physical health? Are you responding well to the kidney treatment, I know you said last year you were diagnosed. We are still trusting God for your full recovery.
I came across this channel a week ago and have subscribed..Today this video came up and it blew me away...i took the same decision 9 years ago and dived deep in researching about this from a spiritual perspective..My brother ngikuthulela isigqoko..👌👌
MC Menzisto yooooooooooo this broke my heart indlela okwakwenzeka ngayo.kuphinde kuthiwe akwenzekanga,ayi animtholanga umaqondana weeeeeeeeee ngi right ngako bakwethu
Please make a part 2 of this videos. lot of ppl will be assisted. I would also like to know what is your core belive towards God cos I heard you saying you love God and how you relate with Him.
U r right, even isonto likaShembe lavela e Ethiopia, in one on the Solomon's son through the queen of Shiba. Kodwa ngokuhamba kwes'khathi lihambe lihlukana ngokwenza, others become seven day Adventist & the Shembe church we have...
Baba uCebekhulu, sir that tribe you mentioned that is now based In Malawi is the Ngoni tribe and they are also found in Mozambique and Zambia. The are originally Zulu but ran during the time of king Shaka's Mfecane wars to aggressively absorb all the tribes under his reign. You touched on inkoleloze/superstitions that are were never a part of our culture but somehow incorporated. I did my own research as well some years back and enquired a lot from the elders of my family and cheifs even spiritualist many were honest to say they don't know why these things are done but they are done simply because they were done by the forefathers. I continued to search for the truth. By God's grace I'm born again today and it's a first time to find someone who has exposed these things so clearly. Thank you sir.
Very informative. Even though kimi ku different. Mina sukelwa ngizalwa ngafundiswa unkulunkulu and ngimbonile esebenza kwa banye. But the notion that he loves us all is quite false. Kukhona lo ohluphekayo azalwa aze ayo fa ekhona uNkulunkulu ebona. Mina ngisathe ukuphuma kuye. Ngoba naye nje akangisebenzeli. Ithemba angisenalo
Mina ngilahlekile since noku bhala besingakwazi and sitshelwa ngamatshe okuthiwa izibhebhe and nalokhu kudingiswa. uyihlo and usugashada nomuntu ozalana naye .. Sithola izidalwa and since you have mentioned research of course we didn’t write these books and it all come down to manipulation of the history and so on but I love you Mfowethu
Even Adam wabunjwa ngobumba ubumba lunjani?inhlabathi imnyama,Moses naye akekho mhlophe,Jesus lapha ku Isaiah ichaza ngesimo sakhe uma umnyama wawungabukeki.I agree with you.
The important thing is tho. Black people before kufike abelungu we always knew uMvelinqangi. Before they introduced the bible. Just cause we believe in african spirituality it doesnt mean we dont believe in God. Ngicela ukuvumelana nawe MC uma ugxeka eminye imikhuba esiyenzeka manje esiNtwini. Mibi and iyasabukisa. Kodwa black people arent the only ones who have fallen into the dark side of nature. E.g Hitler and the halaucaust. I am on a journey myself of discovery and knowing my roots. I am willing to learn. Thank you for this topic. Ebese silungisa lana. Our haritage as the Nguni people starts in the southern regions of Mali and congo.. Sudan is later.
yazi umuntu ufunda aze afe ngempela. that why i told myself sozengenze into engiyizwa ngalabantu cause they always tell u kwamele uyothwasa and always tell myself it will never happen noma kungathiwani. ngihleli ngomkhuleko nabantwana bami ngibakhulisa ngalokho, siyabonga ngolwazi buti wethu....
Mc menzisto izotory zakho zyasikhulisa nendlela esithatha ngayo ama decisions going forward I smell a big change coz most of the stories you've shared with us ziyaskhombisa ukuth ezinye izinqumo zisibekaphi
Dr Cebekhulu ngiyakuthwesa izigqu ze PHD in History, mina ngiyakuvuma, umlando womuntu omnyama wawuchaza kamnandi, kuningi engikufundile kuwona, i need to save these vidio for my future emzini wami uma sekufike leso skhathi, ngiphathe umuzi wami ngalemfundiso.
These Ashkenazi Jews asibo abo Isirayeli original bona yibo abaphambili ngokwemali bathatha indawo yethu. I agree with you mostly and I’ve read Dr John Henrik Clarke and listened to his lectures here on UA-cam. Try him I think you’ll love his stuff. Particularly about religion.
Ngiyavumelana no Cebekhulu kokunye...kodwa hhayi konke. Problem is these things are complicated and have been/are sevrely manipulated/distoted...even by the same sources Cebekhule used or is quoting/referncing. It's extremely complicated
Cha Khehla impela ufunde kanzima and kungesikho ukuthi ufulathele amasiko kodwa abelaphi abangenalo iqiniso. Mina nje ithemba lami u Shembe kuphela ngoba angikazwe ngizwe ethi senza into engekho.
Moral of the story is that if you don't question what you believe in or what you are told to believe in you will fall for anything. Religion in particular is one institution that creates a whole lot of confusion.
Nami Menzisto angisayingeni eyokugcina usiko angisindisiwe 2021 January ngahlaba 5 wembuzi ngise leaven.February ngaphindela tohweni 24 February waphela umsebenzi so nje im thankx😅
Prophecies and Miracle more especially God communicating with humans was stopped in 1914. So you always wonder ukuthi where do these people get the power to do miracles and prophecies. Lesisho esithi ukungazi Kufana nokungaboni is very true because nokuphuza ulwazi kumthombo ongcolile kuyingozi.
Likuyiphi ncwadi lelo vesi 😮 Why I'm asking that ingoba UNkulunkulu Uma esichazela ngokuyokwenzeka ngezikhathi zokugcina uthi uyozikhethela yena abantu abasha ayokwehlisela umoya wakhe kubo abangazange bashunya yezwa. In my family my son 19yrs old Kunendawo esasiqhashekuyo in that time December time wathi sizosuka la indawo izophela akazi muntu wakuleyo ndawo esasi kuyo wafika sesihlala khona ebuya eskoleni January 03 -2022 sathola u whatsapp ka bhuti wakhona othi udade wabo emsebenzini bamshintshele ngala esikhona so bazocela indlu ukuze ahlale nezingane zakhe u sisi Secondly Esikoleni sakhe 2023 Watshela amantombazane awu 2 ukuthi azokhulelwa ungakapheli unyaka lo 2024 esho ngo 2023. akawajwayele akawazi nokuthi ahlalaphi bahlanganiswe I class nje.kumanje akhulelwe Nomngani wakhe wamtshela ukuthi ubona ephethe ingane encane esho ngo 2023 wahleka lowo mfana ethi ayikho leyonto guess what Uma kubuywa kuma holidi ka June2024 wavuma ukuthi u girl👧 lowo amfihlile uno 2months etetile. January 12 sasingena kwenye indawo sesisuka kule ayethe sosuka kuyo Manje ngibuka u 1914 no 2023 until now zivelaphi lezi zi profetho anazo Uma sezavalwa uyakholwa lomuntu nami ngiwu baba wakhe wangi profetha watshela umama wakhe ukuthi ubona ngixabana no sisi wakhe one University Kuthe ebuya December time saxabana ekseni ngesonto sibanga I tattoo ayesebemfake yona angiyithandi i tattoo coz ama meaning awo most ngiyawazi kakhulu.
My mother took the same decision and when my father passed away in 2014 my auntie said she's going to die because she's not cleansed or drink umuthi, but until now she's still alive and turning 72 years in December she's just believing in prayer only
Amen🙏
Bafethu am I the only one, who's seeing great growth and inspiration from the show. Since I have joined it. I am grateful I invested at the right home 🏡. 🙏🏾❤️🙏🏾
Same here
God loves you, nami ngaphuma kungelula ezinyangeni, izangoma, abathandazi, my grandfather did all the you went through, as a child i experience all those things, we suffered alot, kwaphela izinkomo & nezimbuzi kodwa kungekho ukulungayo.
Manje i took as decision not to sacrifice ngiyaziphilela ngomthandazo i don't have problems.
Amen!!
Ukulapha kwesintu yini nkinga ngako abantu babengaguli bengakafiki eMzansi abelungu?
lolucwaningo melugxeka nokulapha kwesintu kuyamangaz shuthi ukugula kwakungekho abelungu bengakafiki🤔🤔?
@@lungisanimbambo6997seeking knowledge of what shall happen from izangoma nezinyanga kuyihlazo phambi kwasmakade. Why do you think we suffer kangaka as abantu abamnyama, simple nizibona engathi nihlakaniphile kanti niyiziwula, gcinani imiyalo kasonini nanini niyeke ukwenza izinto eningazi nokuthi zaqalwa ubani. Btw if ubuza noma ubani omdala uzokutshela ukuthi think singabantu sisuka eghibhithe that should surely make you think. Kodwa just know ukuth inkosi yethu iyeza maduzane ukuzophatha umbuso wayo
@@lungisanimbambo6997and yes you may be healed by herbs nemithi but that doesn't mean you'll be healed truly at some point you will die
Mina ngalahlekelwa umsebenzi ngenxa yabantu, ngo 2020 kodwa ngangisadiniwe ngisafuna izindlela zokuziphindiselela. But since ngaqala ukulandela wena nezinhlelo zakho ngiyelapheka. Keep it up bhuti we love you
Singaba yini kodwa ngaphandle kwe Transformation Life❤❤❤
Please stay tuned, more is coming 🙏
I can relate on that one. Leaving behind all the things you used to believe that they are true isn't an easy task. I remember when I take that same decision it was tough. And to me it was worse because I left everything behind. Ancestors, Jesus and God non of them I based my belief in.
You're on the Right Path!!!
There's a Reason why the ONLY thing that perform "miracles" in our Existence is SCIENCE
Shuuuu your stories are always interesting to listen to. Today's story was very informative and educational. You are a real well of knowledge with a vast knowledge base. Please give me the titles and authors of these books about the history of us. Uyinkunzi boss
A lot of research invested in this episode. Great work 👌🏼
🙏🙏🙏
Baba ngyabonga this message is from God keep on telling our people the truth. UMpostoli uPaul uyasho kakhulu athi ningafani nokhokho benu uIsrael. May God bless you for being His vessel
Ngiyazithanda indaba ozixoxayo Mc zinemfundiso zivulana amehlo nengqondo ezinye zibuhlungu bt ukuzilalela njalo kungenze umhlaba ngawubuka ngelinye iso ngiyabonga ❤
Inkinga ezinye zezinto ezenziwayo azila sisekelo, amaqola take advantage. Imagine consulting several pple ukhokha kodwa isimo gets worse or no change, amandla angaka nemali yonke le. Ngokwazi kwami inyanga, abathandazi abadingeki kunhlambuluko, ekulandeni abangasekhoyo. That is done by family elders. Umuzi ngomuzi wenza ngendlela yawo. Njalo ngikhule (especially inhlambuluko/ukukhumula inzilo/umbuyiso)ezinye zalezi indaba kungakhutshwa zimemo, yinto yomndeni nabomakhelwane abaseduze. Angazi noma kulamalanga sekuyi-business, imbonani or yikuduha. I understand u nxa uphuma coz we spend so much time, money and energy on culture that we don't understand or benefit us as some pple have twisted it for their benefit. Ngithanda indlela ocwaninga ngayo ngoba sisuka silandela uthuli lwamadube. Kuhle ukuzwisisa lokufuna ulwazi as it is said, we perish thru ignorance.
This is the best episode bab'Qebekhulu.
Sinawe la kwaNdebele.
i wish you go even more ngemvelaphi yo muntu omnyama i wish for part two❤💯✊🏿
lapho I am struggling to choose the right way. Since ngiyingane I have always liked ukufunda ibible. Ngingayithandisisi lento yokuhlaba eyayenziwa ekhaya even ukuAttend enkonzweni yaseZion bekungavumi coz ngangibona bexuba izinkolo zabo noNkulunkulu. 2017 ngikwaGrade11 ngangena kwiNsindiso coz ngangibona kuyiyo eshumayela okuseBiblen. Noma sengidembesela manje but ngisafisa ukuhamba eqinisweni coz ngiwumuntu osabayo ukuduka kanti nemindeni yethu isibonisa okunye especially okokukhonza amadlozi. Abantu asebashona bahlezi besho abafundisi ukuthi abasiwo amadimoni but kunemimoya esidukisayo ezenza bona imimoya yamadlozi... but umuntu ozonda leNkolo kaJesu bagcizelela eyokuthi asebalala amademoni kanti bafuna ukudida nma ukuthi uzibone udukile. Ngiyawuthanda umndenin wami futhi ngiyafisa ukuhlangana nawo after ukufa but ngifisa ukuthi kwenzeke ngendlela kaNkulunkulu hhayi le esizicabangela yona neholwa OMUBI. Thank you
Amen 🙏 🙏 🙏
Wow , thank you for the lovely message we received on this day, this is wisdom. Thank you for sharing about black history, this is a game changer for me. ❤
Thanks a lot 🙏
Mengibuka ukuphawula kwabantu kuyadabukisa ebantu sebacabanga ngesingisi kukhulunywa ngesizulu baphawula ngesilungu balimel' ekucabangeni😢😢
Uyasibusisa Cebekhulu....Im Siya Ngcamphalala from Swaziland.keep it up bruu
Amen!!
Your stories ziyakha and now I can't go a day without listening to ur stories. Yabona yona le yebantu abadala ey iyaqothulana kakhulu.
I think the most important thing is to ask questions about things that concern our lives or things we are most interested in, things are not always as they seem in different studies of life, asking questions leads to research of which we as blacks are less encouraged in. its also good to be flexible to new knowledge and perspective in life to opens up different worlds as we mostly see the world based on the knowledge we acquire.
Highly respect the narrator in having the ability not to allow limitation of societal knowledge to have a broader view not to say what his saying is true or not but to have the ability to research whether you agree or not.
"Silanda uBaba akalandekanga Sibika uMzi awubikekanga Ngigeza iJele aligezekanga" 🔥😭🤣🤣🤣
Razo endala I can't wait your motivate storys keep it up 💯 👌🏾 Danko..
Mfwethu 🤝 🤝 🤝
Mnumzane ohloniphekile ngizocela uke ulandele kakhulu uZamalek Giza, ulalele umkhulu uNsingiza, ngokunjalo nenqqalabutho esiyadlula esiyadlula emhlabeni ubaba uCredo Mutwa,uphinde uke I Podcast ethi unpopular opinion, and read books by David Icke, and add to what you already have uncovered in your research and see the picture change... great episode 🙏🙏
This is beautiful brains and wisdom ❤❤
Amen 🙏
I wish some people especially bakwazulu namabandla athize angayibona Le video ayibuke sakuzwa nokuqonda kodwa nokuvula umqondo ay ngenye indlela. Bhuti ngisemlaza ngyakuhlonipha awukhule umsebenzi🙌
Our very own bulubexe keep it up ndodendala your videos are always interesting
🙏🙏🙏
MC please write a book especially after your research. Dankie
Thank you, I will do.
Present teacher! Ukufundisa lokhu into yakho mfowethu🙏
True. I'm obsessed
Thanks for the knowledge,you are such a blessing my brother
Ngiyabonga mfwethu🤝
A very intelligent man this one 🧠. Respect 🫡
Ngithanda indlela okhuluma iqiniso ngakhona without fear nor favour. Uliqhawe Cebekhulu, uNkulunkulu akugcine mfoka baba, uyisbusiso esikhulu kakhulu. This episode is above all others i have listened too
Mfo kaCebekhulu ukuthula makube nawe 🙏.
Mfowethu indlu eyakhiwe phezu kwedwala ayikuzanyazanyiswa noma kungaba isiphi isimo.
Mfowethu uyinsizwa ezinsizweni mfowethu izinkulumo zakho ziyakha,ziyaqinisa,zibuyisa ithemba,ziyakhaliphisa ebese zibuyisa ukuzazi emvelaphi yethu thina sizwe esimnyama.
Ukuthula nothando nokuzithoba makwande👏👏👏
How is your physical health? Are you responding well to the kidney treatment, I know you said last year you were diagnosed. We are still trusting God for your full recovery.
Stupid comment
I came across this channel a week ago and have subscribed..Today this video came up and it blew me away...i took the same decision 9 years ago and dived deep in researching about this from a spiritual perspective..My brother ngikuthulela isigqoko..👌👌
Thank you for touching my life MC Menzisto like nobody ever has before.
Bhuti Mc menzisto siyabonga,uNkulunkulu uyaku sebenzisa. Kuningi okuzayo. Lezinto oqala ngazo akaziyeki umuntu engambhulelwanga uNkulunkulu ngazo. Qubeka bhuti
Thanks a lot Ntokozo.
Story telling....Top notch.👌
Facts only❤️🔥
🙌
❤❤❤I really love your videos, please keep up the good work that you are doing and may God grant you your heart's desires!!!! 🧡🧡🧡🙏🙏🙏
when we start seeing every race as one, we'll understand that we have one God and need to worship only Him
Amen 🙏
Actually the Creator did not create us to Worship "Him"
That's VAIN
"He" created us to Experience Himself in the Physical
MC Menzisto yooooooooooo this broke my heart indlela okwakwenzeka ngayo.kuphinde kuthiwe akwenzekanga,ayi animtholanga umaqondana weeeeeeeeee ngi right ngako bakwethu
We need to engage BIG brother...this is very serious. Ayikho lento yokuhlaba nezangoma yibusiness lena nje AKUJIKI
Exactly.
Please make a part 2 of this videos. lot of ppl will be assisted. I would also like to know what is your core belive towards God cos I heard you saying you love God and how you relate with Him.
Dr Henrik clark. Dr Ben Yachenon. Obaba labo mhlawumbe ungarhola okunye kubona. Siyabonga bafo.
Will check them out, thank you.
U r right, even isonto likaShembe lavela e Ethiopia, in one on the Solomon's son through the queen of Shiba. Kodwa ngokuhamba kwes'khathi lihambe lihlukana ngokwenza, others become seven day Adventist & the Shembe church we have...
True that.
Ay ay ay kahle ukuhema wena awuyazinto okhululuma ngayo kokusiza uthule ungafafazi inonsensi
@@ayandamnculwane4781 Hawu🙄
Ngiqal ukuyiva😮
Unephutha bhuti i information yakho i wrong kakhuuulu
This was deep mina I had stopped to say uNkulunkulu kadavide labo Abraham because as of now we are brainwashed as to say they were not black but white
Exactly.
Baba uCebekhulu, sir that tribe you mentioned that is now based In Malawi is the Ngoni tribe and they are also found in Mozambique and Zambia.
The are originally Zulu but ran during the time of king Shaka's Mfecane wars to aggressively absorb all the tribes under his reign.
You touched on inkoleloze/superstitions that are were never a part of our culture but somehow incorporated.
I did my own research as well some years back and enquired a lot from the elders of my family and cheifs even spiritualist many were honest to say they don't know why these things are done but they are done simply because they were done by the forefathers. I continued to search for the truth.
By God's grace I'm born again today and it's a first time to find someone who has exposed these things so clearly.
Thank you sir.
Amen my brother, be blessed 🙌
Very informative. Even though kimi ku different. Mina sukelwa ngizalwa ngafundiswa unkulunkulu and ngimbonile esebenza kwa banye. But the notion that he loves us all is quite false. Kukhona lo ohluphekayo azalwa aze ayo fa ekhona uNkulunkulu ebona.
Mina ngisathe ukuphuma kuye. Ngoba naye nje akangisebenzeli. Ithemba angisenalo
Almost 50 k subscribers. Well done
It's all because of your support, thank you. Be blessed 🙌
Watching from the UK siyabonga Baba
You are a blessing ubekile kuyazwakala Amen
Amen sis 🙏
Amen bhuti ngiyavumelana nocwaningo lwakho. Umbuzo engihlezi ngiwubuza wukuthi Uma thina Sizwe esimnyama singeyiyo inzalo yoMose kwenzeka kanjani ukuthi imithetho yethestamenti elidala ifane nosikompilo lomAfika. Omkhulu bayeyithathaphi lemithetho ngoba ibhayibheli lalingakafiki ngesikhathi sabo?
Yes good question, kunjalo nje mfwethu.
Mmmh ay unesphiwo bhuti yaz namhlanje ungiphe umqondo omusha thank you bab'Cebekhulu
Amen 🙏 🙏 🙏
I thank you And like you to be able to stand in wha you believe with out fear or favour...in life it's good to quit what does not work in your favour
Kunjalo sisi, ngiyabonga kakhulu 🙏🙏🙏
Ngisola kuthi kuboshwa kwakho kwakuyicebo lika Nkulunkulu. Mhlampe kub awuboshwanga ngab awukho la. Syabonga kuthi uyasfaka lestembu. Ay angimhambi nkosi yami muntu ohlolayo. Yaphel imizi lokhu kuhlola.
Mina ngilahlekile since noku bhala besingakwazi and sitshelwa ngamatshe okuthiwa izibhebhe and nalokhu kudingiswa. uyihlo and usugashada nomuntu ozalana naye .. Sithola izidalwa and since you have mentioned research of course we didn’t write these books and it all come down to manipulation of the history and so on but I love you Mfowethu
You're very intelligent bhuti Menzi, syabonga ngolwazi olujulile ❤👏💯
Ngiyabonga kakhulu nami❤️
Ucwaningo okanye uPhando olwenzile Bhuti xa ndinoxelela abantu ukuthi lihambisana neyiphi inkolo kulemihla yethu bangakuzonda ,ngobaa abafuni nokuva ngaMasiko ayesenziwa ngabomkhulu nabo besenza ngokungazi,Dankoo
"Abantu bami bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi, lisho njalo izwi"
Indlela owenze ngakhona ucwaningo lwakho ngathi ufunde eNYUVESI YAKWAZULU-NATALI.😅
I respects you.🇿🇦
Mfwethu 🤝 🤝 🤝
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
Even Adam wabunjwa ngobumba ubumba lunjani?inhlabathi imnyama,Moses naye akekho mhlophe,Jesus lapha ku Isaiah ichaza ngesimo sakhe uma umnyama wawungabukeki.I agree with you.
True Mr Cebekhulu...ukuhlaba kwezilwane ekhaya kubanga ubumnyama ,nemisamo izokungcolisa😢kodwa ke imizi ayifani
True.
Enough said. Well said. Ngiyabonga.
The important thing is tho. Black people before kufike abelungu we always knew uMvelinqangi. Before they introduced the bible. Just cause we believe in african spirituality it doesnt mean we dont believe in God. Ngicela ukuvumelana nawe MC uma ugxeka eminye imikhuba esiyenzeka manje esiNtwini. Mibi and iyasabukisa. Kodwa black people arent the only ones who have fallen into the dark side of nature. E.g Hitler and the halaucaust. I am on a journey myself of discovery and knowing my roots. I am willing to learn. Thank you for this topic. Ebese silungisa lana. Our haritage as the Nguni people starts in the southern regions of Mali and congo.. Sudan is later.
We are the true biblical Israelites another history book you can find free on the internet in pdf format is called "From Babylon to Timbuktu".
Amen...
Zingane zakwethu lalelani... Inkosi umdali weZulu noMhlaba ikhona futhi ongakukholwela lokho usenkingeni!!!! Ngyezwa uBhuti uyakhala ngezinto zwSinto noma ngithi izinto zoSiko... Bafwethu mangabe ufuna ukuyalwa abalaphi bendabuko yekelani ukuhamba abantu abaningi! Hlalalani kumuntu okuyena owayekade esiza emdenini wakini! Bafwethu abantu abadala bakhona futhi futhi Nonkulunkulu ukhona! Ningawakhohlwa amaSiko njengoba kukokonke Nonkulunkulu nisondelane naye! Thandaza uphinde uPhahle
Syakubongela mfethu wena osaphumelela ukudlulisa umthwalo ujehova Abe nawe njalo 🙏
Siyabonga kakhulu Cebekhulu.. ngicela ilist yezincwadi zomlando.
Yithina ngempela labo kunjalo. Singabantu bakaMoya singabantu bokukholwa thina❤
Amen!!
Thank so much bhuti this make so much sense siyabonga for the powerful
This is very good and informative presentation may God do you well.
Very informative bafo... we appreciate you
Thank you mtakababa.
What a well researched presentation 👏👏. Siyabonga mfowethu 🙏🙏
lobhuti ngendlela ahlakaniphe ngakhona,ungikhumbuza Nkulunkulu makathi ezwini lakhe ongenakho ukuhlakanipha makakucele kuyena obapha bonke,uhlakaniphe kankulu lobhuti,syabonga ukusipha ulwazi olungaka
Waze wajula kamnandi🙏🏾🙏🏾I also once read about Leopold II and colonisation
🙏🙏🙏
Keep up the good work 💯. We love what you do. This information you just gave is true life and the way!!!!!!
Amen 🙏
You are a role model bhudi omdala❤
I'm humbled, thank you 🙏
yazi umuntu ufunda aze afe ngempela. that why i told myself sozengenze into engiyizwa ngalabantu cause they always tell u kwamele uyothwasa and always tell myself it will never happen noma kungathiwani. ngihleli ngomkhuleko nabantwana bami ngibakhulisa ngalokho, siyabonga ngolwazi buti wethu....
MC Mina ngakhula ngisindisiwe ngingakholelwa kulezi into ngisaba yona lendaba yokwenza izinto njalo. Manje banglandile ngo bizo but ngokbona kwami, ugogo walandwa ngaphandle kwenhlambuluko and kwathweswa wena icala ngoba uwena owawuhamba phambili. Kahle kahle wena waboshwa kwelika Moya uboshwa amadlozi bekunqanda ukuthi ungalokhu ulanda ugogo nalo lelo jele lidinga ukugezwa after inhlambuluko[. Lento ifana nokshadisa a bantu asebashona ngoba base belobolene, kumele nibabuze bazivumele ningathi isiko lisho njalo.
Mc menzisto izotory zakho zyasikhulisa nendlela esithatha ngayo ama decisions going forward I smell a big change coz most of the stories you've shared with us ziyaskhombisa ukuth ezinye izinqumo zisibekaphi
iqiniso niyolazi futh lizonikhulula qhubeka mnewethu this is strong
Kuzona zonke izincwadi osuke wazifunda kushoda ezika dr vvo mkhize. Unkulunkulu akawufuni umuthi. Cacisake ujuthi usho muphi ngabe usho ne panado le nje yezinhlungu qkayifuni noma ile yesizulu akangayifuni
Limited kakhulu ulwazi lalowobaba luyadusa futhi
Dr Cebekhulu ngiyakuthwesa izigqu ze PHD in History, mina ngiyakuvuma, umlando womuntu omnyama wawuchaza kamnandi, kuningi engikufundile kuwona, i need to save these vidio for my future emzini wami uma sekufike leso skhathi, ngiphathe umuzi wami ngalemfundiso.
Ngiyakubongela ngokuthatha lesosinqumo. Sibaluleke ngayona ndlela isinqumo osithathile. Usukhululekile ebugqilini.
Unkulunkulu ankubusise bhuti wayikhuluma into bengingayazi ngiyaboga unqubeke usilethele ulwazi ngiyaludiga ngiyaboga 🙏🙏👏👏
Indeed Cebekhulu singama Heberu thina maZulu. Namasiko ethu nemikhuba yethu uma wenza i reseach kahle.
These Ashkenazi Jews asibo abo Isirayeli original bona yibo abaphambili ngokwemali bathatha indawo yethu.
I agree with you mostly and I’ve read Dr John Henrik Clarke and listened to his lectures here on UA-cam. Try him I think you’ll love his stuff. Particularly about religion.
Ngiyavumelana no Cebekhulu kokunye...kodwa hhayi konke. Problem is these things are complicated and have been/are sevrely manipulated/distoted...even by the same sources Cebekhule used or is quoting/referncing. It's extremely complicated
Cha Khehla impela ufunde kanzima and kungesikho ukuthi ufulathele amasiko kodwa abelaphi abangenalo iqiniso. Mina nje ithemba lami u Shembe kuphela ngoba angikazwe ngizwe ethi senza into engekho.
My brother do you believe in the evolution of Men kind?
Moral of the story is that if you don't question what you believe in or what you are told to believe in you will fall for anything. Religion in particular is one institution that creates a whole lot of confusion.
Nami Menzisto angisayingeni eyokugcina usiko angisindisiwe 2021 January ngahlaba 5 wembuzi ngise leaven.February ngaphindela tohweni 24 February waphela umsebenzi so nje im thankx😅
Othi ngilinde nami
Please do.
Bhuti Menzisto.... How to contact you? I am trying to get these books you mentioned here, I am struggling
One day if I'm in pongola I'll wish to have a conversation with you with regards to the Bible my bro....if u can give me ur time, I will be so glad
Kuzokwenzeka, thanks a lot🤝
Kahle kahle usindisiwe kukuthi wena awazi ukt ususindisiwe,kushoda ukt uvume izono ,ukuze lomoya ungeke uphinde ukubuyele ... nami i wish ukuthi ngibe khona kuleyo xoxo yenu
@@manelimbongwa42 🙌
Very interesting research bhuti
Waze wajula Menzisto siyabonga kakhulu ngolwazi nanokusikhombisa ukubaluleka kwemfundo
I saw you today kwanongoma ngihlezi ngibheke ama podcast wakho ngakhomba nomfw2 qhubeka syelapheka
Awu danki nkunzi yami, awungibingelelanga ngani nkunzi.
Niyajabula nina enikwazi ukubona lendoda ave ngingake ngijabule uma ngingayibona mfowethu
God bless Mr Cebekhulu
Amen.
Dankie menzisto ngyabonga kakhulu sifunda lukhulu kuwe
🙏🙏🙏
elinye isiko lihle even ukholwa ukuthole ngishola ukholwa njengokuzigcina uze ushande kukhona ekukholweni naku sintu siyabonga my brother 🙏🙏
I strongly understand your decision my brother
Contanina in the council of Nicaea i know the story and you are right. I respect your message and also agree with you and your courage🥰
Hhay ngikuzwa kahle impela, khona omunye engisanda kumlandela u Billy Carson, usaphila wayekhuluma ngo Enlil no Enki sewake wafunda ngabo before? Wayefunda an Ancient Tablet, engathi ne Bible okuningi kwasuselwa kuyo leyoncwadi.
Wayibeka lendaba yacaca Cebekhulu. Shwele 🙏🙏🙏
Amen.
Prophecies and Miracle more especially God communicating with humans was stopped in 1914.
So you always wonder ukuthi where do these people get the power to do miracles and prophecies.
Lesisho esithi ukungazi Kufana nokungaboni is very true because nokuphuza ulwazi kumthombo ongcolile kuyingozi.
Exactly.
Likuyiphi ncwadi lelo vesi 😮
Why I'm asking that ingoba
UNkulunkulu Uma esichazela ngokuyokwenzeka ngezikhathi zokugcina uthi uyozikhethela yena abantu abasha ayokwehlisela umoya wakhe kubo abangazange bashunya yezwa.
In my family my son 19yrs old
Kunendawo esasiqhashekuyo in that time
December time wathi sizosuka la indawo izophela akazi muntu wakuleyo ndawo esasi kuyo wafika sesihlala khona ebuya eskoleni
January 03 -2022 sathola u whatsapp ka bhuti wakhona othi udade wabo emsebenzini bamshintshele ngala esikhona so bazocela indlu ukuze ahlale nezingane zakhe u sisi
Secondly
Esikoleni sakhe 2023
Watshela amantombazane awu 2 ukuthi azokhulelwa ungakapheli unyaka lo 2024 esho ngo 2023. akawajwayele akawazi nokuthi ahlalaphi bahlanganiswe I class nje.kumanje akhulelwe
Nomngani wakhe wamtshela ukuthi ubona ephethe ingane encane esho ngo 2023 wahleka lowo mfana ethi ayikho leyonto guess what Uma kubuywa kuma holidi ka June2024 wavuma ukuthi u girl👧 lowo amfihlile uno 2months etetile.
January 12 sasingena kwenye indawo sesisuka kule ayethe sosuka kuyo
Manje ngibuka u 1914 no 2023 until now zivelaphi lezi zi profetho anazo Uma sezavalwa uyakholwa lomuntu nami ngiwu baba wakhe wangi profetha watshela umama wakhe ukuthi ubona ngixabana no sisi wakhe one University
Kuthe ebuya December time saxabana ekseni ngesonto sibanga I tattoo ayesebemfake yona angiyithandi i tattoo coz ama meaning awo most ngiyawazi kakhulu.
Cela ukubuza mft lezincwadi okhuluma ngazo mhlampe ngingazithola kuphi kanjan?