Ukhozi FM TV: Dr Sipho Sithole [American Students Exchange Program]

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 19 чер 2024
  • Ukhozi FM TV lwamenywa inkakha endimeni yezemfundo nomculo namasiko alapha eNingizimu Afrika uDr Sipho Sithole ukuthi sihambe naye nabafundi bakhe basemelika abafunda isiZulu, abafundiswa nguye njengoba enguthishela wezinye zezikhungo zemfundo ephakeme eMelika i-Howard University.
    Labafundi uze nabo lapha eNingizimu Afrika ngenhloso yokuzofunda kabanzi ngesizwe, ngolimi nangamasiko abantu bakwa Zulu, lapha KwaZulu Natal.
    Kushuthi konke lokhu abakufunda emaClassin ngomlando wo Shaka Zulu nabanye bazozibonela ngamehlo ukuthi kwenzekaphi futhi kwabangelwa yini.
    Sihambe nabo safunda nathi sasesiqopha khana nawe uzofunda usekhaya.
    #UkhoziFMTV #DrSiphoSithole #AmericanStudentsExchangeProgram #HowardUni #HavardUni #JacksonvilleUni
    #InandaSeminary #MahatmaGandi #Ekuphakameni

КОМЕНТАРІ •