ukuphupha iHhashi(imoto)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 7 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 255

  • @ThabaniMasondo
    @ThabaniMasondo 7 місяців тому +1

    Siyabonga maMbotho. Uma uphupha ihhashi ledlula ngenhla komuzi elihle lihamba kancane sengathi liyaqhosha. Ingabe kushoni lokho

  • @CharlotteCharlotteGcwensa
    @CharlotteCharlotteGcwensa Рік тому

    Amen Gogo celukubuza ngipuphe ngihleli nabantu engabazi endlini sixoxa kukuhle sihleka emva kwalabomkhulu kwaqhamuka indodana wami egibele ihashi elihle elimhlophe sajabula nabantu ebebekhona, bt kuqale kwangena obaba 2 engabazi bebeka amasaka okudla endlini ngathi bebehamba Naye indodana wami 🙏

  • @thembanimusa3059
    @thembanimusa3059 2 роки тому

    Mmmmmmh ngiyakuvuma gogo ave uwachaza kamnandi amaphupho siyabonga God bless you maMbotho

  • @noluthandobetya6060
    @noluthandobetya6060 2 роки тому

    Morning Gogo ndiphuphe ndiqhuba imoto bt ndi revers ubuti wam obeme ngasemuva angxole tht ndizoshayisa i danger ingaba litsho ukuthin Thokoza Gogo👏👏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +1

      cha akukubi kodwa isexwayiso sokuthi gada abantu abazi izinto oziphilisa ngazo ngoba kukhona abangase makuphazamise

  • @mshiyenitseloa-wd7sz
    @mshiyenitseloa-wd7sz Рік тому

    Sawubona Sisi Mina ngicela ubuza Uma uphupha iHashi lizama ukukhahlela. ngehinyawo okanye likujaha kusho ukuthini lokho🙏🙏

  • @SibusisoMahlanze
    @SibusisoMahlanze 5 місяців тому

    Siyabonga kakhulu gogo!Bengcela ukubuza ukuthi ngphupha umfowethu owashona ngengozi kudala!uqale waqhamuka ecela ukwenzelwa birthday!emva kwaloko useqhamuka kunomngcwabo wakhe eshonile eshaywe abantu evuvukele umzimba wonke!ngphaphama ngkhala ngboma isimo akusona!ngyabonga kakhulu!

  • @koalimontshi2689
    @koalimontshi2689 2 роки тому

    Ncelubuza mama kucazani ukuphupha ucubbages omnici ovuniwe ingowakho upakiwe wqhungwa nge seil emhlophe wabuya wa phendula umbona omhlophe osanduvunwa

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kusho ukuthi kuzoba nezingane ezizozalwa kanti kusho nesifo

  • @bongimabasomabaso1439
    @bongimabasomabaso1439 2 роки тому

    Syabonga usichazela kahle amaphupho uwusizo olukhulu kepha mina okungixakayo njalo mangiphupha ihhashi ngiba nokusaba okukhulu khona ephushweni ngisuke ngithukile angazi kuchazani lokhu

  • @philanishamase2142
    @philanishamase2142 Рік тому

    Unjan ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini uma uhlezi uphupha imoto yakho betshontshe izinto ngaphakathi kuyo injini namasondo noma isiyigobolondo

  • @nosakincokwana1566
    @nosakincokwana1566 Рік тому +1

    Sawubona cc ihashe elimhlophe linamachokoza amnyama amancinci litsho ukuthini

  • @zamamasukugraingmail.comol2950
    @zamamasukugraingmail.comol2950 2 роки тому

    morning ngice la ukubuza ukuthi uma uphupha ihhashi ilibrown mara nine nyawo ezimhlophe lihamba nomkhulu eqgoke okumhlophe kusho ukuthini .dankie

  • @sindiswamboyiya1462
    @sindiswamboyiya1462 2 роки тому

    Thokoza makhosi,mna ndiphupha ndikhwele imbongolo ndiyothenga umtshayelo wesandla ngo 10 rand xa susesandleni wajika waba litshoba elimhlophe ingabe kutsho ini loko,thokoza

  • @josephinashelemba5709
    @josephinashelemba5709 2 роки тому

    Mambuthu.thokoza.thokozagogo umawubonihashinembongolo.umiphakathikwawo.ubekizandlaphezukwako ngiyabonga gogoMbuthhu

  • @phindilengcobo2551
    @phindilengcobo2551 Рік тому

    Syabonga kakhulu gogo ngokuscacisela ngamaphupho ethu.ngilphuphile ihhashi elimnyama beligijima liza kimi langidlula kodwa.ngabe lokho kugcazan

  • @thulisilemazibuko756
    @thulisilemazibuko756 2 роки тому

    Thokoza Gogo Siyabonga ngezincazelo. Ukuphupha ihhashi elimhlophe kubengathi linama mala nje kancane amnyama lisemoyeni ngathi liyandiza njengenyoni kuchaza ukuthini. Ngiyabonga

  • @nomvuzondzandza1842
    @nomvuzondzandza1842 2 роки тому +1

    Wooow ...ndiyakuthanda gogo be blessed 😍

  • @patricksibonele7557
    @patricksibonele7557 2 роки тому

    Sawubona ngicela ukubuza ukuphupha uyogibela ibhasi kunabantu obaziyo phakathi thank u

  • @ferminomanhice3780
    @ferminomanhice3780 2 роки тому +3

    yo sis wam you are the best really you make lot of sense,can I please ask a question, what does it mean to hear a shot gun on your sleep,and I also dreamed while I was in a privet car but someone was driving and I was sitting on passenger sit, and the second dream I dreamed while I was in a white bakkie and this time I was a driver then I parked the bakkie and I went to a spazashop then I just find myself talking to a young lady I don't even know her...can you please explain the meaning please

  • @NosiceloMangxola
    @NosiceloMangxola 8 днів тому

    Thokoza gogo ndiwaphuphe egqoke intsimbi egojima kodwa ayi 2alwisana

  • @nozukomagwendwana9029
    @nozukomagwendwana9029 2 роки тому

    Ngicela ukubuza iphupho umaphupha imonto iphuma ngokuhlehla niyigibele nalomuntu engihlalanaye engithandanaye iphuma esamo iphuma ngokuhlehla uthi napha kanjalo ishayise amatshe uthi ngiphumangi balaka

  • @mzwakhemsimango4459
    @mzwakhemsimango4459 8 місяців тому

    Sawubona nkosazana mina ngiliphuphe ligitshelwe ngubaba uNyazilwezulu limnyama lilcwebezela

  • @nokuthulankwanyana4260
    @nokuthulankwanyana4260 2 місяці тому

    Sanibona mina njalo nginokuphupha ngisemfuleni kuvele ama dolfin engijabulela ngabe kusho ukuthi I lokho

  • @SiceloSicelo-b8u
    @SiceloSicelo-b8u 12 днів тому

    thokoza gogo ngicela ukubuza uma uphupha ushayela imoto lebovu letsengwe mngani wami losekashonile abe anga abe angenayo ngiphupha ngiyihambisa kahle ayigijimi ihamba kahle nje ngize ngiyoyi paka lapha kupake letinye khona

  • @nkululekoshongwe7300
    @nkululekoshongwe7300 2 роки тому

    Thokoza gogo ngiyezwa uchaza ngehhashi mine lana ngiphuhe ihhashi lasesakhaya besilisebenzisa ukulanda ngalo ezinkomo kepha lelihhashi selafa beli brown lelihhashi ngiliphupha londile ngabe kushoni lokhu THOKOZA GOGO🙏🙏

  • @sanonozadawu7084
    @sanonozadawu7084 2 роки тому

    Siyabonga gogo kushoni ma nga uphupha inkomo eyiningi ziphuza amanzi edamu elikhulu

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kusho ukuthi kunemali ozoyithola kodwa kumele uhlambululwe ngoba izithunywa zakho zizokufica uhlambulukile umasezizokunika leyonhlanhla yakho futhi ukhonjiswa nokuthi unedlozi lamanzi abantu labo abahambela emanzini kumele ubalungisele nabo bayokunuka imali eningi

    • @sanonozadawu7084
      @sanonozadawu7084 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 yebo ngizwa gogo ngiyabonga kodwa ngisihlambulula kanjani isithunywa sami or kuyabe kumele ngibenzele umsebenzi kanjani gogo ngichazele please

  • @MsaManji-g1x
    @MsaManji-g1x 3 місяці тому

    Sakhubona mama celubuza ngephupho ngiqabele ihashi libaleka kahle layosela emfuleni

  • @SnethembaNcamu
    @SnethembaNcamu Місяць тому

    Sawubona gogo ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ihashi elibovu nelimnyama likhuluphele lincwebezela ezihambela ngaphandle koncingo

  • @ThabaneSikhenye-pi2vk
    @ThabaneSikhenye-pi2vk Рік тому

    Sawubona cc bengicela kubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha ugibele imoto kodwa besengathi ithe ngingakafi lapha ngiyakhona yehlisa imithwalo yami

  • @sinegugunyathi1312
    @sinegugunyathi1312 2 роки тому

    Sawubona cc mina ngaphupha siya khona e greyville emahhashini ngihamba naba ngani osewa shona omunye kodwa ngaphaphama sise ndleleni eyakhona

  • @mlungisiinnocent9280
    @mlungisiinnocent9280 2 роки тому

    Ngicele ungichaze mina ngiphuphe ihhashi belifuna ukungiluma ngaze ngagibela phezu kwetje elikhulu

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      bekudluliswa okubi okungase kukuvukele njengokuba sengozini yemoto kodwa bekunqotshwa lesosimo kuwe

  • @RasterMdluli
    @RasterMdluli Рік тому

    Thokoza gogo ❤ ngiphuphe kulamahassh amabili kodwa elami belimhlophe elomunye li brown but amahashh lawo abesemncintiswaneni wokugijima elami lelakhe kodwa wonke athethe namba 1 sonke saphiwa ama ten thousand ngazbona sesisiyathenga inhlanzi izkwaya kodwa bezixatshiwe ziwomisiwe ngcela ukuchazelwa ngyabonga gogo

  • @nosiphobuthelezi4091
    @nosiphobuthelezi4091 Рік тому

    Min ngaphupha ngigibel elimhlophe ihhashi gogo kunamanye egqabashiya

  • @luckymasondo7605
    @luckymasondo7605 2 роки тому

    Sawbona gogo ngicela ukubuza umuphupha uhamba nomakhelwane, kodwa uphethe isinkwa esibrown umakhelwane ephethe esimhlophe ngyabonga gogo

  • @SethembeDlamini-gs5od
    @SethembeDlamini-gs5od Рік тому

    thokoza gogo ngcela ukubuza ngabe kusho ukuthini ukuphupha ihhashi nezinja kufuna ukukulwisa kuza ngodlame kugijima , izinja zikhonkotha nakuba kungangenzanga lutho ngoba ngize ngagibela esihlahleni

  • @sandisoshembe9416
    @sandisoshembe9416 2 роки тому

    Uma uwaphupha efaselwe ndawonye ngama tomu. Ewu 6

  • @kensanimabaso8880
    @kensanimabaso8880 2 роки тому

    Thokoza gogo syabonga ngamaphupho ungadinwa bonke uchaze ngawebhasikil

  • @emmanuelnkosinathizungu9460
    @emmanuelnkosinathizungu9460 2 роки тому

    Uma uphupha kuthiwa lidle, uma uthi uyasika ngomese livane linyakaze, kuchazani Gogo,,, 🔥🙏

  • @veronicastona1892
    @veronicastona1892 5 місяців тому

    Siyabonga gogo maselikujaha lhashi ubaleka kusho ukuthini

  • @zandizitha2723
    @zandizitha2723 2 роки тому

    Gogo ngiphuphe amabhubesi amaningi kepha Eze udlame angisabanga noma bengisemkhathini wawo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kusho ukukhonjiswa ukulwa kwemimoya yaphansi emhlabeni neyaphezulu kuwe kunabantu abakwakhela uzungu olungalungile okungesilo lobuthakathi kodwa lwemimoya yobunyama kodwa idlozi lakho lilwisana nabo bengaze behlele phansi

    • @zandizitha2723
      @zandizitha2723 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 Amen

    • @zandizitha2723
      @zandizitha2723 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 Amen

    • @zandizitha2723
      @zandizitha2723 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 Amen

  • @nkanyisobhekokwakhe743
    @nkanyisobhekokwakhe743 Рік тому

    Syabonga cc but ...if uphuphake uphethe amasondo ehhashi ngezandla zombili kuchaza ukthini khona?

  • @sibonisontanda1394
    @sibonisontanda1394 Рік тому

    Uma lisemanzini noma li Grey likuqolozele cc imoto sewunayo already ngabe kuchazani?

  • @mbulelokalimashe9656
    @mbulelokalimashe9656 Рік тому

    Ndiyabingelela Gogo, ma elihashe elimhlophe uliphupha ulibona ze ubese uligibela, libaleke nawe lijikeleza umgama omde, zelibuye lime wehle, kutsho ukuthini.

  • @ellenthandeka3460
    @ellenthandeka3460 2 роки тому

    Unjan gogo bengicela ukubuza uma uphupha ihhashi elimhlophe lihamba emngwaqeni

  • @SamukeloMathenjwa
    @SamukeloMathenjwa 12 днів тому

    Sawubona sthandwa sam ngicela ukubuza Mina ngibone ihhashi kodwa ngilibone selishobela ezihlahleni emuva kwami livela uhafu ukusuka okhalo ukuya ezinyaweni zangemuva

  • @phumlangalo8510
    @phumlangalo8510 Рік тому

    Sanibonani mina ngicelubuza uma uphupha ihlathi kumele ukuthi uyehlathini namanzi uncwila emanzini ngayabonga

  • @SibongileMseleku
    @SibongileMseleku 11 місяців тому

    Sis siyabonga mina ngiphuphe ihashi brown olwandle limbozwa ulwandle kodwa ayikanuhlungu, ulwandle liclini

  • @vukanidlamini7693
    @vukanidlamini7693 2 роки тому

    Ngibingelele sisi Hlengiwe..
    Ngicela ukubuza mangabe ngiphupha ihhashi lime emanzini olwandle kodwa belizala lizalela emanzini..
    Inkonyane lakhona lawela khona emanzini ekuqaleni kolwandle.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      Sawubona bhuti lokho kusho ukuthi zonke izinto zakho ziphethwe ingelosi yamanzi anesithunywa sabantu abayidlozi lakho eliphuzulu kini ,kungaba imoto noma yini uzokuthola ngalendlela yokusebenzela idlozi kuyolunga .uze ungamyeki umama wezingane zakho ngoba udalelwe yena futhi udinga usizo lakho kakhulu ngoba unezitha kakhulu angazi yni ndaba kubenjalo uknkulunkulu uyokubusisa nje mawusenaye ngyabonga kuwe nomndeni wakho ngathi ningavele nihlale nodwa naye umama wezingane zakho khona ukzongaziwa enikwenzayo ukuze kuphumelele

    • @vukanidlamini7693
      @vukanidlamini7693 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 Ngyabonga kakhulu izeluleko zakho nawe inkosi ikbusise..

  • @SandiLeth-is5mk
    @SandiLeth-is5mk Рік тому

    Sawubona Gogo kusho ukuthini ukuphupha ihhashi Eli Brawn ngokomubala likujaha

  • @PhathekaSomdyala
    @PhathekaSomdyala 4 місяці тому

    Xa uphupha likuleqa cc ihashe ?

  • @ntandazodlamini7454
    @ntandazodlamini7454 11 місяців тому

    thokoza gogo ngicela ukubuza lana mawuphupha ungibele imonto emhlophe uhamba nabashana bakho

  • @hlengiwemaseko4343
    @hlengiwemaseko4343 Рік тому

    Shalom mabizo,kushoni kupupa ihhashi elimhlophe likucosha?

  • @Sibusisiwenzuzo
    @Sibusisiwenzuzo 2 роки тому

    Camagu gogo,,, mna ndphuphe umama wam ongasekhoyo eqhuba imoto emhlophe nablue ebalekisa ndisajongile yavela yanyamalala kutsho ukuthini mhlekazi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kunezinto alwa nazo ukuthi zingaphazamisi izinto enizenzayo nempumelelo yenu nedlela enithandaza ngayo ingaphazamiseki ulwa nezitha ezithize eziniphazamisayo ingakho eziphethe lezo zinto uyavika uvikela zona

    • @Sibusisiwenzuzo
      @Sibusisiwenzuzo 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 enkosi Mbotho

  • @pinkymabaso6407
    @pinkymabaso6407 16 днів тому

    Sawubona sisi ngicela incazelo ukuphupha amahashi nemoto yawo egijima

  • @siphokazimmiwa4446
    @siphokazimmiwa4446 Рік тому

    Hi sisi, kuchaza ukuthini Uma uphupha ihashi lingumuntu wesifazane ngasentla lingijaha?

  • @BusiswaMpindani
    @BusiswaMpindani Рік тому

    Molo cela ubuza uphupha uqhuba imoto uyibalekisa

  • @koalimontshi2689
    @koalimontshi2689 2 роки тому

    Enkosi mama ngokusiceda golwazi zamaphupho👏

  • @ZukisaFani-pu7xd
    @ZukisaFani-pu7xd 6 місяців тому

    Ndicela ubuza Uma phupha hashi elimhlophe libaleka in between ngoba nilele ningumndeni kodwa linganinyatheli kuchaza imi lokho

  • @tshepomaboye7543
    @tshepomaboye7543 2 роки тому

    Hi 👋 can you please 🙏 explain this dream for me I was I the house there was someone holding a giraffe and car looking at me thanks

  • @AyandaKweyama.ma_Aya
    @AyandaKweyama.ma_Aya 9 місяців тому

    Sawbona MaMbotho
    Ngcel ukbuza kchazan uphupha amahhashi aw2 afile eli elimnyama neli brown?

  • @landuleanelisa1155
    @landuleanelisa1155 2 роки тому

    Thokoza gogo, ngiyayhemba uyaphila. Ngisalalele njalo kodwa ngishushwa yiphupho, ngiphuphe uBaba wam engcwatywa ngathi ubethelwa ngomhlaba ebhokisini. Ingabe lichazani🙏🏾

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      usaphila noma akasekho

    • @landuleanelisa1155
      @landuleanelisa1155 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 usaphila gogo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +1

      kusho ukthi usazohlala lento ichaza ukuthi kunezitha ezifisa ukuthi ahambe kodwa kulethwa impendulo yokuthi hhayi manje njengoba befisa lisho njalo iphupho .uma ulibonile ibhokisi nithandaze ukuze kuzihamba sona isitha ngoba ukubona ibkokisi ephusheni kusho ukuhamba komuntu emhlabeni mawulibonile

  • @fisokuhlephewa8547
    @fisokuhlephewa8547 2 роки тому

    Thokoza gogo utholakala KUPHI nendawo, uyatholakala ekhaya noma kuwhatapp

  • @khulilekhumalo7016
    @khulilekhumalo7016 2 місяці тому

    Cc ngicela ukubuza uma kuyi seahorse ke? Ngiyacela Cc.

  • @seipatibuthelezi7968
    @seipatibuthelezi7968 5 місяців тому

    Siyabonga nge explanation cc❤

  • @ZolekaMpambani
    @ZolekaMpambani Рік тому

    Thokoza gogo xa uphupha imoto yakho kuse ingekho kwindawo oypaka kuyo kodwa ifumaneke isaphelele lithetha ntoni

  • @jabulileshongwe3599
    @jabulileshongwe3599 2 роки тому

    Sawubona gogo uma uphupha ulele kugibele inyoka embheni eluhlaza bese uyaphakamà ihamba ngaphansi kwakho kusho kuthini gogo.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      idlozi lakho lelo belikuvakashele futhi lizobheka ukuthi usukulungele yini ukuthi wenze umsebenzi walo

    • @jabulileshongwe3599
      @jabulileshongwe3599 2 роки тому

      Ngiyabonga gogo ifoni yami inenkinga angikanyamalali usichazela kahle kakhulu

  • @AneleMbabela
    @AneleMbabela Рік тому

    Siyabonga sisi.

  • @Deechwaita317Chwaita
    @Deechwaita317Chwaita Рік тому

    Sawubona sisi mina ngicela ukubuza mina ngiphuphe I hashi ligityelwe sisboshwa lingigijimisa

  • @NokuthulaPrincessFakudze
    @NokuthulaPrincessFakudze Рік тому

    Hello sisi. Ngicela ukubuza kuthi kushoni ukuphupha imoto yakho ingekho endzaweni loboyishiye kuyo Noma ke uyibone ivutha umlilo

  • @sbahlekhathi110
    @sbahlekhathi110 2 роки тому

    Sawubona sis ukuphupha hashi ligitshelwe umlungu mase lijahwa ama bhubesi ngabe kusho ukuthini

  • @Vuvu329
    @Vuvu329 6 місяців тому

    Amen gogo

  • @makhosazanamsimang7180
    @makhosazanamsimang7180 11 місяців тому

    Ngiyabingelela MaHlengi.! Ngiphuphe umuntu egibele uhadhi elidark brown egcekeni kodwa kungathi uyabaleka nalo. Ngicela ukwazi ukuthi ngabe kushoni.

  • @makhosazanamsimang7180
    @makhosazanamsimang7180 2 роки тому

    Gogo!! ngiphuphe elimhlophe qhwa lneso elilodwa in the middle of the forehead. it was a very bright eye!! ngicela incazelo It was in my bedroom.

  • @khayakazikontyi8617
    @khayakazikontyi8617 2 роки тому +1

    Sawubona gogo .. ndicela ubuza... nxawuthi uzihambela ndlela yakho uhlangane nabantu bedubulana... ndase ngiyabaleka ndadibana ne moto emhlophe ngagibela kuyo... but ithe ihamba lenkomo yafika kwindawo eyinkampi enamahash nenkomo... mna ndindehla kule moto.. ndazimela esibayeni senkomo... azandenzanto inkomo.. ndabe ndigcwele ubulongwe benkomo ndathatha manzi after beqibile dubulana ndaphuma.. ingaba kusho ukuthini

  • @nombulelokhatshwa6899
    @nombulelokhatshwa6899 2 роки тому +1

    Thokoza Gogo, mina ngaphupha ihashe Eli brown ngathi ligijimela ukubamba umntwana wam oyintombazane one 12 yrs, lathi malifika kuye lambamba ngomlomo la ngasemuva erokweni awayelifakile,yadabuka kwasala ngathi belinentsimbi eqonile ngaphantsi kwalo. Lingabe kuchazani?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      ubotshela umuntwana wakho ukuthi aziphathe kahle ngoba impilo iyoshesha ibe mfishane uma engakwenzanga likho brown kusho okusheshe kuphele ,lambamba ngomlomo erokweni kusho ukuthi imiswa ukwenza angase akwenze ,insimbi kusho ukuthi kufaneka kuye ukuthi azibambe ziqine kakhulu kuye ngoba mayengakwebzanga angeke waba nalezinto ezinhle ,imoto nokunye

  • @FirstSecond-lg8fm
    @FirstSecond-lg8fm 6 місяців тому

    Kusho nokthini ukuphupha ugogo wakho osa Shona edansa futhi ebjabule

  • @keselinabhembe2921
    @keselinabhembe2921 2 роки тому

    Hi Hlengiwe. Ngicela ukwazi ukuthi. Kusho ukuthini uma uphupha inyoka yellow ikuxosha ilwa nawe. Khonalapho ezinye ziveze amakhanda eduze kwendlela. Kodwa zona bese zingomunye umbala osabumnyama. Ngiyabomga

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      kusho ukuthethiswa kuwe koda hhayi ngendlela ezokulimaza kodwa khona okhuzelwa khona idlozi lakho lesifazane okumele ukuyeke noma ngabe awuthandi mase beyakujabulela lokho lezi ezinye abebekade bephelezele leli lesifazane ukzokhuza wena ngoba kunalomuntu abangezwani naye omjwayele noma omaziyo ukuthi mubhasobhe ngoba ungagcina usulimala lisho njalo iphupho

  • @STAR_VENUS
    @STAR_VENUS Рік тому

    Sisi unjani,ngicela ukuphuma kancane kokhuluma ngakho.ngicela ukubuza izolo ngiphuphe ngilanda ingane yami eskoleni ngemoto emhlophe ithe ithi iyagibela yawela emanzini angathi ipool kodwa adiphu ngesaba ukungena ngimsize ngamemeza ngfuna usizizo naye uyakhala ufuna usizo eseyagwiliza manje kwagcine kungekho osizayo

  • @lungilesithole3027
    @lungilesithole3027 Рік тому

    Ngiphuphe lingigijimisa lifuna ukungiluma

  • @ThandiweZondi-ll8gl
    @ThandiweZondi-ll8gl 6 місяців тому

    Thanx Cc Hlengiwekuyakhanya siyabonga

  • @nonhlanhlanhlanhla9448
    @nonhlanhlanhlanhla9448 2 роки тому

    Gogo mina ngiphuphe ngishiywa imoto bengiya mngcwabeni ngathi kukhona nomfana wami naye wathi uzoba late msebenzi akasayi mngcwabeni naye ngabe kuchaza ukuthini

  • @mbuzelenimchunu
    @mbuzelenimchunu Рік тому

    ukuphuma imoto ebomvu uyigibele kushoni

  • @faniethulani9051
    @faniethulani9051 Рік тому

    Sawubona sisi
    Ngiyezwa uyalichaza iphupho lehashi,so ingabe kuchazani uma uphupha ihhashi elimnyama lifile?

  • @ndilekamatangana3188
    @ndilekamatangana3188 2 роки тому

    Siyabonga ukuphupha imoto Kona? Mhlambe uyishayela kodwa ungakwazi ukuyisjayela

  • @hlengiweprudence6427
    @hlengiweprudence6427 Рік тому

    Sis mbotho bengcela ukbuza uma uphuphe ihhashi lifile kuchazeni

  • @bongekilekhanyile1523
    @bongekilekhanyile1523 2 роки тому

    👏👏👏 syathokoza

  • @sphehmlambo3166
    @sphehmlambo3166 2 роки тому

    Thokoza Gogo..
    Siyabonga ngolwazi usiphalona 🙏.
    Ngicela ukubuza ngokuphupha imbuzi emnyama ihamba emgaqweni ishayiswa yibhasi yase yafa.
    Ngabe sengbona omunye umuntu emgimaziyo wesilisa efake isphika esinoYellow and Green..ngokwesbonakaliso engathi naye ubewumuntu obekmele athenge imbuzi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      ngyabonga

    • @sphehmlambo3166
      @sphehmlambo3166 2 роки тому

      Ngicela incazelo yephupho🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      ngicela ungibhalele angisakhumbuli owawukubhalile uma wawubhalile

    • @sphehmlambo3166
      @sphehmlambo3166 2 роки тому

      Bengbuze iphupho la khona ngibone imbuzi emnyama emgaqweni yabe isishayiswa yibhasi yafela eceleni komgwaqo..
      Ngabe sengibona umuntu engimaziyo wesilisa efake isiphika esinoYellow amd green.lowo muntu ubewumuntu obekfanele athenge imbuzi.

  • @bangiwemalunga4717
    @bangiwemalunga4717 2 роки тому +1

    Sawubona gogo,
    Uma uphupha ubona amahashi amabili a
    brown ngombala eboshiwe ezinyaweni ngabe kusho ukuthini?
    Inkosi ithelu moya 🙏🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      akukuhle lokho utshengiswaukuthi kumele ngabe unemoto owayiyhola noma ozonikwa yona kodwa kukhona lo phazamisa izinto ezilethwa kuwe azibambe zingafiki kuwe

    • @bangiwemalunga4717
      @bangiwemalunga4717 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 impendulo yakho ishaye khona.
      Inkosi ithelu moya wezibusiso , Makwande 🙏🙏

  • @nhlanhlanxumalo2792
    @nhlanhlanxumalo2792 Рік тому

    Mina ngiphuphelihamba nenkolonyan lazowela phamb kwam lijahwa khona ngangichazel

  • @olgamakhunga3926
    @olgamakhunga3926 9 місяців тому

    Ukuphupha ihashi eli brown lidla utshani kuchazani gogo

  • @marcusmbilini3627
    @marcusmbilini3627 2 роки тому

    Enkosi mama ndicela ukubuza kutsho ukuthini ukuphupha ulila intliziyo ibuhlungu

  • @JeanetteGumbi
    @JeanetteGumbi 8 місяців тому

    Thokoza gogo Mina ngibone lihlinzwa ihhashi ngabe kuyini lokho

  • @ThembileMartinsMartins
    @ThembileMartinsMartins 22 дні тому

    Uphupha Amahashe eleqane esilwa

  • @NontokozoNonto-qh4jo
    @NontokozoNonto-qh4jo 5 місяців тому

    Cela ukubuza uma uliphuphe lizalela kusho okuthini belimnyama kodwa Lona

  • @MfundoZwane-tt7es
    @MfundoZwane-tt7es 10 місяців тому

    Ngiphuphe ngigibele ihashi

  • @simphiwegoodenough5236
    @simphiwegoodenough5236 Рік тому

    Uma uphupha ihhashi lifile lingabolile kodwa, lixetshulwe isikhumba emhlathini wakwesokudla. Nokuphupha amasimba ehhashi uwashisela entabeni eshunqa intuthu?

  • @maxwellzimema9396
    @maxwellzimema9396 7 місяців тому

    Enkosi sisi elam ihashi ndiliphuphe limnyama kakhulu lilihle ngathi liyacwebezela lisiza kimi ndingasesibayeni liza ligitshelwe ngumalume wam osewashona and mna bendiqhuba izimvu ezinhle ndizivalela esibayeni

  • @nsizwamthembu
    @nsizwamthembu 6 місяців тому

    MaMbotho ngiphuthe amahhashi ahlukene ngemibala kwawelinye ikhehla lase lithi ngifuna ihhashi lalo noma ngizokhetha kulawa amanye,ngath ngifuna elalo langi huger lath ngumngan walo omdala

  • @princeshivambu688
    @princeshivambu688 2 роки тому

    Uma u phupha uprofeti egibele ihashi Eli brown khona kuhini

  • @kholekasisizanamsibi8560
    @kholekasisizanamsibi8560 2 роки тому

    Sawbona maMbotho....cela nje ukuphuma esihlokweni sanamuhle kusuke kusho ukuthini ukuphupha uhamba endleleni thizeni ngithi thizeni ngoba angiyazi leyandawo engangikuyo,uhamba endleleni ulokhu uhlangana nezinyoka enkulu ezifile ngisabathe ngiyahamba nazi izonyoka ngiyazeqa but zifile okhala bazo zasezingasabonakali ngoba zasezifana nomhlabathi owawubrown....ngiyabonga usazongiphendula

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      ukuhamba endleleni ephusheni kusho ukuzama ukufuna isiphetho sento ethize nje sakuyibheka nma sakuyazi ukuthi uzoyithola ngakuphi ingakho idlozi lakho likutshengisa okulahlekele ngakuyo leyondlela okuyizinyoka eziyidlozi elibulewe ngezinto ezimbizokuganga lisho njalo iphupho

    • @kholekasisizanamsibi8560
      @kholekasisizanamsibi8560 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 ngiyabonga dadewethu....ngaze ngafisa engabe nangapha kwa UA-cam ikhona iVoicenote

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому

      hhayi ngizozama ukubhala kuzokwenzeka kuzo lunga .weMSIBI Uke wazama ukufunda noma wafunda waqeda wawuthola yini umsebenzi owawufundela na kunoGOgo obuza lokho

    • @kholekasisizanamsibi8560
      @kholekasisizanamsibi8560 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 ngafunda cc but angizange ngiqede ngangingaphumeleli ngaze ngayeka ngisele nekhaya ngoba abazali abasekhonabo abadala kinami bashadile omunye washadelwa

    • @kholekasisizanamsibi8560
      @kholekasisizanamsibi8560 2 роки тому

      @@hxmbotho3458 ngaze ngathuka ugogo wakwabani wecc obuzayo owakwaMvula or khabobaba kwaMsibi?
      Kahle kahle nje akukho engikwenzayo kulunge or kuphumelele konke kumile nje empilweni yam

  • @khumalopaul688
    @khumalopaul688 2 роки тому +1

    Good day HX, please help. Ngi phuphe Ngi paka e double cab emhlophe. Nangibuya ayisekho, kukhona umfana ongiphezela e motweni. Bese kuvela enye I double cab e green maar enama skretch lofana athi yinthle nginga who ukuthi Nami Ngi Jamba ngayo emhlophe. Bese Ngikhipha ephone ngi checka emoto ku tracker app lofana angiphazamise avule enye e app kodwa ingasibonisi imoto. Mangithi ngivula leyami. Kuvele a anti abathatho baphethe abomese(okapi) three knifes each per person. Bangi Nike something but nganxaba ukuyi thatha base Bangi gwaza kodwa iyedwa three time emova bahamba. Ngavuka ngayo thatha e phone ku loyamfana. Ngathi ngizoya isibhedle.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 роки тому +1

      kusho ukuthi kunabantu abafuna noma abakwenzela izinto zokuthi okwenzayo akume kungayiphambili uma ngungenjalo kumele ugule uphathe izibhobo ,baphazamisa ngisho umthandazo wakho uma uphethe ifoni ichaza umthandazo kuwe benza into ezomisa impilo yakho

    • @khumalopaul688
      @khumalopaul688 2 роки тому

      Ngiaya bonga ngencazelo Yale phupho, Amen