Angikaze ngimuzwe Schaka judging anyone, usuke ebuza inibuzo ezosiza nathi babukeli. We are very happy with the questions that are asking. Keep it up 🎉
One thing that all these people have in common is that ekhaya sikhule sihlupheka. And they all choose ama short cuts and it never ends well. Masiyekeni ama short cuts Zihlobo zincamele ukuhlupheka till we get there. God is faithful bakwethu akamlahli owakhe patience ❤❤❤
INYOKA YAKHE...IDLA LELO GAZI...LAKHO LK UR FEEDING HIZ...SNAKE WITH YA...PERIODZ OR YENA UYIYONA INYOKA...UQOBO LWAKHE SO IT"S GONNA BE...UP2U INTERMZ OF MKN DECISION.
Iyooo my sister run for u'r life....this man is a ritualist...run as far as u can 😢😢😢he is feeling his things ngegazi lakho cc ....and u might not have children in future plz cc baleka🏃♀️🏃♀️🏃♀️🏃♀️🏃♀️
Amanye ma comment uyabona nje ukuthi abasizi usisi bayamjaja no guys Uma ungakwazi ukuswela nobunzima bokungabi nalutho empilweni please thula ufunde ma comment Undlule danko
Mawudayisa ngomzimba, ulala nabantu aba more than 2 ngilanga..Yena ulsla nomuntu oyedwa. Akalutholangavuthando ekhaya wayolufuna estradini Kanti uzothola usathane.
I don't think it has anything to do with age ngoba even young people bakhona bayathwala and bayathakatha,I think one just has to pray ku Nkulunkulu to keep them safe all the time.
Cc for my advice kuphinde kube ngumbuzo yebo siyezwa ukuthi impilo oyiphilayo ayisekho nhle but mangikuzwe kahle uthe wena wabanobudlelwano nalowo baba ngoba umsebenzi ungawutholi manje ucabanga ukuthi mausephumile kuye uzowuthola na noma sengahle enze izinto zibewesi for your life ngoba uzwakala usithi uyamaaba kanti wawumqome kanjani ma umesaba wena okudingakalayo ima isibindi uzitshele ukuthi awusafuni into ezokuhlanganisa naye ngoba ukumbizela abantu kuzokwenza impilo yakho ibenzima ngoba kuningi asekwazi ngempilo yakho
Hey nganeyam ubaba uthwele and isithwalo sakhe siffuna igazi lowesimame ayifide nesisu asifuni idla longane or wena zube kungumfana iyamdla zohlukene izithwalo esakhe yinyoka okubi mhlawumbi ngek usathola ingane and manje umhlambalazile uzikwaziwa ngumntu wonke aseya kwata sizani Bo kubi manje God help this girl
Manje cc mina ngibuza ukuthi wena awumtsheli ngani ukuthi awukho esimeni sokuhlangana nomuntu ongubaba noma nawe ukwenziswa yingoba ufuna imali njengoba uthi ukwenzela yonke into oyifunayo okunye nje kudinga icommon sense
Ngibona kungathi waphaphalaza kakhulu yena u SESI wazibonela imali kwaphela.wazithela umsobho oswayini naye u Baba wabona intombi enhle encane azodlalela kuyo.
Kahle kahle lenhlupheko yenu ihluke ngani neyethu thina abanye esihluphekayo bo. Lirata chelete too much and easy money or fast money. Bathi ilife is a journey kanti nina nifuna isprint na. Anyway bayanilaya enough is enough uyaphi ukumaperiod
Angikaze ngimuzwe Schaka judging anyone, usuke ebuza inibuzo ezosiza nathi babukeli. We are very happy with the questions that are asking. Keep it up 🎉
Yey! Yey! Angiyifuni indoda engenamali, ngizoyenzani. Yey! Yey! Indoda must.
Niyasiyeka thina esingenamali, kunjani makunje
@SabeloZwane-ir9rh zyakhala zilili mpela ziyaringa manje
Mmmmm, amagqubu.....
Uqinisile bhuti wami sithsndizinto esingazazi
@@SebenzileHlombe kakhulu. ukhona engisebenza naye othanda izinto, uyangena uyaphuma esibhedlela abayazi inkinga ukuthi ikuphi
@noxolosithole9140 ufuna ukuthini ngempela?
Kunezinto ezinkulu ngempela phezu kokungabi nabazali esibhekana nazo kodwa asiyithathanga shortcut. Lona ubulewe pressure yontanga kakhulu, yikho ngingenamngani nje
Yhhhhh kunzima kulomhlaba shm ukùthwala lokhu
Amathawula adliwa inyoka. Uthwele ngawe lo swine
Lo Baba building his legacy ngesibeletho sakho😮😮😮...
Exactly
True
Kunzima
Umcebo 😢
Hawu ma afrika amahle asbonge impilo Dankoo...
Yoh ngilunge ngingenandoda mhlampe idlozi lami nonkulunkulu bayangvikela kulesimo ngyabonga
Ayidli ipapa
First step akajove untombazane engazoya kuma period, bese ethula ebuka ukuthi usazombiza yini lombhemu
Iphuzu lelo
One thing that all these people have in common is that ekhaya sikhule sihlupheka. And they all choose ama short cuts and it never ends well. Masiyekeni ama short cuts Zihlobo zincamele ukuhlupheka till we get there. God is faithful bakwethu akamlahli owakhe patience ❤❤❤
Kzn ihamba yodwa ngezithwalo yoo kunzima
Leyo KZN inezimanga yho
Uthwele ngawe
I wish you ol the best my csta uzwakala uhlakaniphile usemncane isengashintsha impilo yakho cc
Mmmmm jesu kwanzima kakhulu okomsiza ukuphuma kulo baba.
Kunzimav emhlaben
Inkinga nithanda izinto... nase sebenzini kunentombana eya eskhathini njalo Mayiya endondeni n indoda imenzela konke kodwa ayikukahle emzimbeni isiyagula
😮😮😮 ngitshele nje yooh uzofa before time Loyo
Kodwa Nkosi senzeni Nampa abantwana bethu libabhubhela kungabe izono zoyise kubantwana
😢😢😢😢
Angicabangi ukuthi izono.Abantu bakhohlakele nothando abanalo bafuna imali YODWA.
Sengathi iNatala linesibalo esikhulu sabantu abathwele kunezinye izindawo eMzansi
Is not true ❤
Nope it just that lama show ASE natal.every were kuyathwalwa
Mina ngicabanga ukthi iyona enabantu abazivezayo ngoba kunethuba elikanje kuBlaq life, maybe mangase namanye amaprovince avule izinhlelo ezikanje kuningi esingakuzwa
Indaba inemali.....
Watching from Cape Town ❤
Izilwane zakhe ziyamtshela uma usendaweni,zifuna ukudla. Phuma nje kulobaba.
Usis wabona imali kanti no brother ubona umuntu azokhuphuka ngaye so 50/50
Manje wena ulala nomuntu ongamazi kuthi uhlala kephi nokuthi uzalwa ubani...mawukhulelwa abese engaphinde aku book ele uyomthola kephi...leyongane uyoyihambisa kephi...wamqoma kanjani ubaba omesabayo...kahle kahle wena uyamdayisela lobaba njalo ngenyanga... akusenanike kodwa phuma kulento oyenzayo.
Umdlise ngocansi
Uyasho nje uthwele nawe ngeke umelane naleyonto inzima
INYOKA YAKHE...IDLA LELO GAZI...LAKHO LK UR FEEDING HIZ...SNAKE WITH YA...PERIODZ OR YENA UYIYONA INYOKA...UQOBO LWAKHE SO IT"S GONNA BE...UP2U INTERMZ OF MKN DECISION.
Iyooo my sister run for u'r life....this man is a ritualist...run as far as u can 😢😢😢he is feeling his things ngegazi lakho cc ....and u might not have children in future plz cc baleka🏃♀️🏃♀️🏃♀️🏃♀️🏃♀️
Ubufebe busazoninyisa strut nasi🤞
Njekhoba ubuzama ukumitha ukube lezingane siyaphila ubuzoya ehotel uyozikhomba khona ukuthi kukubo ngoba ubungamazi nokuthi owaphi hayi mama kahotela🥹🥹🥹🥹
South Africa ngiyayivuma
Amanye ma comment uyabona nje ukuthi abasizi usisi bayamjaja no guys Uma ungakwazi ukuswela nobunzima bokungabi nalutho empilweni please thula ufunde ma comment
Undlule danko
Ngyeva mine 💯
Mawudayisa ngomzimba, ulala nabantu aba more than 2 ngilanga..Yena ulsla nomuntu oyedwa. Akalutholangavuthando ekhaya wayolufuna estradini Kanti uzothola usathane.
😢kwaze kanzima bakithi tjoooo 😢😢😢😢yazi angikasizwa istory sonke kodwa ama period phooo??? balekaaa boooo
Yhoooo 💔 life it so unfair ngezinye izikhathi
Ku betway ngeR20 R50 kuyaphileka masiyeke amadoda nemali zawo azifumene nzima ngokuthwala
Baleka cc apho plz
Kunzima yooh 😭😭, but unkulunkulu uzokusiza girl..... Konke kuzohamba kahle
Isitha eskhulu somuntu ukuhlupheka. Maybe naye lobaba wayethi ubalekela yona. Manje uselala nezingane cause ontanga bakhe sebeku menopause.
Uthwele ngawe bbe gal balek🏃♀️🏃♀️🏃♀️🏃♀️
Ufuna kuzalela umuntu ongazilutho ngaye uthi uyamthemba awazi ngissho kubo awazi lutho nje ngaye ay cc ngeke zithande mpiloni le oziphilisa yona ikusasa besiphetho uke ukucabange awueke kuthanda imali ayikho ebafaneni imali iyasetshenzwa kuzube nayo
Wena ngane uyalunga awukwazanga ukuwashela abantu uthole imali eyqiniso uzidayisele ngisho emgwaqeni kuyathengwa
🧐😱😱 ai wena ngane mann wazumeka emini nje ilanga libalele , enjani ingane enyamalala esiswini phela kuObvious zidliwa islwane. Phuma kulelokhehla lidla amandlakho😢
My sister run for your life
Ungakhohlwa umthandazo cc uyasiza ezimeni ezisihlulayo
I don't think it has anything to do with age ngoba even young people bakhona bayathwala and bayathakatha,I think one just has to pray ku Nkulunkulu to keep them safe all the time.
He just like playing on a Red carpet that's all my dear relax
SORRY BABY GIRL, RAN AND RAN
Baleka 😢😮
Run Run Run😂😂
@@nokuthulalembede4256 she mast ran
Yhoooo baleka🏃♂️🏃♂️🏃♂️🏃♂️🏃♂️🏃♂️🏃♂️🏃♂️
We!! Shembe, Nyazi LweZulu!! Awubaleki ngani ntombazane? Kuphelile ngempilo yakho.
Uhlelele imali 😢😢
Mmm cc wami kwaze kwakubi lokho lo muntu akakuthandi uyakusebenzisa nje zama ukuthola usizo kubelaphi bendabuko
Imali impande yesono,yhoo ingane zethu and bayayithanda loku okwedlulele
Beayayithanda bo
Bonke basaba inhlupheko and bafuna ifast money. And abasabi at all
Hawu kodwa gal uulala kanjani uvuza ngisho umzimba/mood yona ithini...kahle wena amanyala ke lawo..
Ngyaxakwa nalo girl akazthandi ama period udoti nje ulala kanjani nawo 😢
😮 baleka ngenyawo zombili
Cc for my advice kuphinde kube ngumbuzo yebo siyezwa ukuthi impilo oyiphilayo ayisekho nhle but mangikuzwe kahle uthe wena wabanobudlelwano nalowo baba ngoba umsebenzi ungawutholi manje ucabanga ukuthi mausephumile kuye uzowuthola na noma sengahle enze izinto zibewesi for your life ngoba uzwakala usithi uyamaaba kanti wawumqome kanjani ma umesaba wena okudingakalayo ima isibindi uzitshele ukuthi awusafuni into ezokuhlanganisa naye ngoba ukumbizela abantu kuzokwenza impilo yakho ibenzima ngoba kuningi asekwazi ngempilo yakho
Yooh ngaze ngahleka kuthiwa uprofectinal uyadayisa nje
Baleka sisi kakhulu
Shiya lomuntu mdelete fonini ngoba
Lomuntu uthwebula inhlanhlayakho
Uphuma kanjani? Phuma ngendlela owangena ngayo. 25 vs 45,ungcolile wena ngane 😮
Phuma cc lapho ufeda inyoka yakhe ngegazi lakho yiyo elala nawe into yakhe😢
Inkiyankiya uqobo lwayo, esinjanike le sithwalo esiwubunuku kanje
Since ngazalwa angikaze ngihlangane lomuntu wesilisa ngisensukwin ..wena cc uyivume kanjan lendaba kwasekuqalen kodwa.2. Once waluthola usizo ccwam phuma ekuthandeni izinto yamukela lokho olakho cc .mna am 25years kodwa ngisebenzela imali eless than 4000 kodwa impilo iyaqhubeka asiyeken ukuthanda izinto bantwana benkoc nizofa okungacacile
Nani niyayithanda lmali lizokufa lsikhathi singafikanga ulala kanjani ugula😮😮
Buza yaz 😢😢
Buza uphinde angiyaz lena
Hey nganeyam ubaba uthwele and isithwalo sakhe siffuna igazi lowesimame ayifide nesisu asifuni idla longane or wena zube kungumfana iyamdla zohlukene izithwalo esakhe yinyoka okubi mhlawumbi ngek usathola ingane and manje umhlambalazile uzikwaziwa ngumntu wonke aseya kwata sizani Bo kubi manje God help this girl
Ujahe ukuba ngengane kodwa ushwele. Ufuna ukuthwesa kumzali wakho umthwalo, ikhanda lakho alisile. Ufuna ukwandisa amapara!
This thing yokuthwala😢😢 haiboo guys is it that bad empilweni...
No! No!No!! Umhlaba ncono uphele, izinto ezenzakalayo ziyathusa.
u professional🤣🤣🤣
Kanti kungeneni ngezithwalo kangaka
First you need prayer within yourself ,try to fast too,he won't call you again
Mele ugezwe ubuyiswe kulokuthwebuleka ongaphansi kwakho
Inkinga imali nje kubantu besimame abaningi iyabafaka ezinkingengeni bengazi bona nje lomuntu akamazi nokuthi uhlakuphi ngoba imali kodwa angilwi zama
Nkosiyami nokuthanda izinto kunzima
Hayi mntakathixo yintsumantsumane ndiyaqaluyiva
abantwana bayathwala abantwana abafuni kuphanhela bafuna imali bathe gisa nangemizimba yabo kunini Kwa hlusthekwa abantwana benzani izimanga mabayifumane into leyo bayifunayo qha kuphela makuthole konke abakudingayo emalini leyo bayifunayo.😅😅😅
Inkinga masinikhuza ngalento yenu yokuqomela imali izinhlamba esizitholayo, but namhlanje fanele sdabuke
🎉
No need of name really uphima phi fine.
Uyanqena yini ukuvele uzoba yi producer coz phela usuyasilawula
Baleka ngezinyawo zombili uzogcina uyinto ephuphile uthwele ngawe
Kanti mina nenza kanjn bakithi ithawula awulinaki kanjn uyintombazane
Mnikeni umkhulu Gasa amlekelele uSisi
Manje cc mina ngibuza ukuthi wena awumtsheli ngani ukuthi awukho esimeni sokuhlangana nomuntu ongubaba noma nawe ukwenziswa yingoba ufuna imali njengoba uthi ukwenzela yonke into oyifunayo okunye nje kudinga icommon sense
Akusizi ukubaleka usecedile ngawe
Masingayeka ukuthanda izinto kosisiza nakho mali mali
Ngibona kungathi waphaphalaza kakhulu yena u SESI wazibonela imali kwaphela.wazithela umsobho oswayini naye u Baba wabona intombi enhle encane azodlalela kuyo.
Kahle kahle lenhlupheko yenu ihluke ngani neyethu thina abanye esihluphekayo bo.
Lirata chelete too much and easy money or fast money. Bathi ilife is a journey kanti nina nifuna isprint na. Anyway bayanilaya enough is enough uyaphi ukumaperiod
Baleka ngezinyawo zombili
Uzofa wena uyikudla kwesithwalo cc phuma uthole usizo
Profetional womudayisa izinqa😂😂😂 wengane phuma kulekhehla plz uzofa
I Useless SChaka vele impahla izomenzelani lomtyholi. Khohlakele lobaba naye egugile
"Manake"😅
Yhuu Haaa ana phuma mugal ayikho lena yhoo
Kumele unlabeled uma ekubiza usendaweni yakho umtshele futhi ukuthi usemeni isinjani
Baleka ngenyawo zombili
Uthe ufuna imali angisho .😂😂😂😂😂😂
You situation my sister it's so sensitive ...anyway.... you need to stend onyour ' on ground be awer
Uthwele vuka sisi
Ai lokunambitha kwakho cc Kuya Bora ngat udla something
Mantombazane yekani ukuthanda imali niyeka laba abazamayo manje niyafa lemali ayisanujabulisi yanibulala kancane kancane
Ake uthole imbozisa ulipheke uliphuze, kuzoke kubole lelodliso udlisiwe wena.
Usazogula ntombazane kakhulu ulala nenyoka idla igazi lakho ekungcineni kothiwa unomdlavuza wesibeletho
Akuzona uthando lolu cc uyadayi😢sa nje ...uyakubhuqa nje ngokuthi kuyakthanda.u'-re being blinded .
Mara Why ungamukeli uma umgenamali ukuthi ayiko finish
Yisithwalo lesi baleka ngezinyawo zombili uzofa
Kukho amabisi amabele, kukho abahlanjiswa qho xa begqibo kwabelana ,kubekho lo uthi xa esexesheni ,whow kunzima mazulu haybo
Zyabuya moss🙆🏾♂️
Kahl kahl lento yomjolo must fall ayisaphephile
Awu phele mjolo sengiwusaba kabi selokhu ngangena ku blaqlife tv
Phuma lapho futhi uzogulela ukufa
Uyazibhayizela wena ntombazane nedlozi lakho liphazamisekile kuye emzimbeni yiko lingakhoni ukumbonisa isthwalo salobaba