Umcebo wesikhwama engasithola emngwaqeni

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 7 вер 2024

КОМЕНТАРІ • 226

  • @sankycraftsbymasuehadebe6281
    @sankycraftsbymasuehadebe6281 Місяць тому +13

    Ngathi ufunda I obituary 😢😢

  • @user-jb5xh8cx2s
    @user-jb5xh8cx2s Місяць тому +11

    Dear God ngi ryt ngaloku enginako

  • @feziwemotshabi3096
    @feziwemotshabi3096 Місяць тому +7

    Masihlale entluphekweni lize lifike ixesha likaThixo lokusiphakamisa. Imali eshedhayo yona inobungozi. Let us wait on the Lord He will make us rich in His own time 🙏

  • @FortuneSifisoNjokol
    @FortuneSifisoNjokol 2 місяці тому +7

    Yaze yajula lendaba nkosiyami😢kanty kwenzakalani ngempela emhlabeni ngaty izinto zawo umhlaba zijule kakhulu siyabonga ngokucosha ulwazi❤

  • @PhathiswaNkenkana
    @PhathiswaNkenkana Місяць тому +6

    Yhoo mntwanam hamba uyokwamkela uYesu uzokunceda noma akasakuncedanga kulomzimba kwisoul yakho

  • @user-ye1mc7ew3p
    @user-ye1mc7ew3p Місяць тому +13

    isisindo somthwalo ongakaz uwuthwale awusazi ungasjaji isimo ongakaz ubhekan naso ngoba awusazi

  • @DudutinyikoSibiya
    @DudutinyikoSibiya Місяць тому +6

    Hawuuu Dade libuhlungu udabalwakho..empeleni yilaseyifunu kubulala ingane zakhomanje lemali uzoyidlanobani 😢😭💔

  • @SanelisiweMncwabe
    @SanelisiweMncwabe Місяць тому +25

    Eyi ngathi uyimbongi wenza inkondlo....... Bekumele nje usixoxele istory

  • @Agnes-pj1et
    @Agnes-pj1et Місяць тому +26

    Hayi mina ngi sharp ngenhlupheko yimi 😢

  • @matombali7256
    @matombali7256 Місяць тому +6

    I’m sorry to laugh 😂 but ibele le china uzolthathaphi😂😅😅

  • @FortuneSifisoNjokol
    @FortuneSifisoNjokol 2 місяці тому +32

    Yaz omunye umuntu uzolalela azitshele ukuty inganekwane kanty cha yiqiniso elimsulwa leli ngoba kunezinto eziningi ezenzekayo singazi ukuty zenzeka kanjan.ijule kakhulu indaba yasemhlabeni inkinga asinaki futy asizihluphi ngokunaka izinto.esikunakayo umjolo utshwala ubufebe ukukhuluma ngamagama abanye abantu singazihluphi ngokujulela impilo

  • @user-zt9vd5kj4y
    @user-zt9vd5kj4y 10 днів тому +1

    Yooo ngathi ufunda inkondlo cc ,cha waze wasibora xem ntombo

  • @zandyzah3964
    @zandyzah3964 Місяць тому +5

    Yabhora nje ngathufundincwadi mxm

  • @user-jc9wi7yx3z
    @user-jc9wi7yx3z Місяць тому +4

    Mmm Waze wakuthwalisa lomkhulu ungazi CC wam mhlaben mawuhlupheka kudlalwa ngawe🤞🤞🤞

  • @user-kd5jg6jx5w
    @user-kd5jg6jx5w Місяць тому +2

    Ngiyabonga Nkulunkulu ngoMusa wakho kungenele enginakho

  • @MelithembaShabangu-gu1nc
    @MelithembaShabangu-gu1nc 4 дні тому

    Ibele le china😳😳bengith sengazi konke😂😂😂😂😂😂ngilunge ngihlupheka

  • @NobuhleMsane
    @NobuhleMsane Місяць тому +7

    Yeka iskhathi Sami kodwake aksenani cz sengilalele Cosi Cosi yaphela lapho ngiyigwala sengsaba nokvalamehlo sengizwe elenyoka yesuu

  • @nomsahngcongo2921
    @nomsahngcongo2921 16 днів тому +2

    Ngikhalela idata lami jesu

  • @AmalheNcube
    @AmalheNcube 8 днів тому

    Yooooo inzima eyakho cc wabantu

  • @user-cd5dt1cj9d
    @user-cd5dt1cj9d 2 місяці тому +4

    Yhoo kosiya kwenzakalani emhlabeni

  • @user-ii1zo8hn1z
    @user-ii1zo8hn1z 16 днів тому +3

    Mxxxxm bengithi ufunda i novel
    Yabhora mani

  • @VivianToai
    @VivianToai 13 годин тому

    Akwehle umusic yoo

  • @nobuhlebhengu2325
    @nobuhlebhengu2325 4 дні тому

    Uhlanyela umkhulu wena uyasdakelwa wena

  • @sbulelosiyephu2828
    @sbulelosiyephu2828 Місяць тому +4

    Khuluma amanga wena

  • @nomusalindilesidaniledube2859
    @nomusalindilesidaniledube2859 Місяць тому +1

    Good creator

  • @PhumlileMkhulise
    @PhumlileMkhulise Місяць тому +1

    Thandaza ntombi.lala ngomkhulek uvuke ngawo

  • @user-mz3xk2fo6t
    @user-mz3xk2fo6t Місяць тому +3

    Kkwaze kwanzima klomhlaba Jahova

  • @NomhleBadisi-iw9bp
    @NomhleBadisi-iw9bp Місяць тому +1

    Hayi uthetha wedwa asikuva hlisa umsindo

  • @user-iu7ob1jw2h
    @user-iu7ob1jw2h 2 місяці тому

    No comment. Eyi kubi ezweni mina ngivede ngishaywe uvalo. Kazi kwakwenzenjani ngoba wathwaliswa ungazi futhi kungani uhlukunyezwe phezu kokuhlukumezeka okungaka nkoc yami. Iwuuuuuuu hai ngyasaba straight sidinga ukukhuleka njalo bantubakity

  • @zodwangozo8518
    @zodwangozo8518 19 днів тому

    😮😮wancinaphi ngalempilo ibuhlungu yazi into obhekene nayo manje uphila kanjani sisi

  • @gloriambesi8877
    @gloriambesi8877 Місяць тому +10

    Wayekunika isthwalo umkhulu kushukuthi wayethwele ngesa sandla wayeku xhawulisa sona kungako sifuna izandla

  • @KamondyJobe
    @KamondyJobe 12 днів тому

    Mhm ankoai yam Jesu

  • @user-zv8wo3yp7l
    @user-zv8wo3yp7l Місяць тому +1

    Andivisisi sifundelwa ibali likabani APHA kutshokwayena basisabskraybhe lowasenkingeni yokuthwala uzawphinda athwale ngenye into abuye azosxoxela okanye kwenzekani APHA in lost

  • @MelindhiLindy
    @MelindhiLindy Місяць тому +3

    Shwele baba yiba nomusa kithi😢

  • @NompiloGwala-ds3ig
    @NompiloGwala-ds3ig Місяць тому +1

    Yohh kwaze kwanzima kungcono ukuhlala nenhlupheko yakho ngoba uyabulala ubuthongo musuthwele ngethemba ukuthi akulaleki ngenxa yezinto ezisuke sezifunwa isithwalo

  • @EnerstMzimela-mf8hs
    @EnerstMzimela-mf8hs Місяць тому +2

    Wena udlala ngathi ayikho lento sixoxela Yona

  • @thembenimbhele9018
    @thembenimbhele9018 Місяць тому +1

    Mnhhm Jesu. Sisize sibheke wena Bawo. Ngicebile kakhulu um ukimi

  • @FreedomCelimpilo-kg4cd
    @FreedomCelimpilo-kg4cd Місяць тому +1

    😂😂😂😂Ay uyakwazi kwenza izi tory lendaba ayikholakali zwakala ngamanga kuyintoyi createyo nalo music ke ay uya casula

  • @judytshibuabua8033
    @judytshibuabua8033 Місяць тому +1

    Umama wam wayekhe atsho athi niyabona bantwana bam ningaze nichole kwanto endleleni ekungeyona eyakho ungaynaki baleka ngeloxesha kwakukgona urtataa owayehletywa elalini kuthwa unenkosazana yamanzi

  • @vuyelwantuli7787
    @vuyelwantuli7787 Місяць тому +2

    Shwele baba

  • @nomusanduli7596
    @nomusanduli7596 Місяць тому +1

    Siyazwelana nawe cc,but ke kulenkinga ebonakala sengathi Mkhulu NDINI Lo,wayekwethwesa izinto Zakhe ayeziphilisa ngazo,noma isqalekiso sakhe esazi mhlampe ukuthi usezohamba then kumele adlulisele lesimanga sakhe komunye umuntu,ukuze kubenendawo lapho azozishiya khona,wathatha ke iadvantage ngokuhlupheka kwakho,ikhambi linye nje Vo elingakusindisa or likukhiphe kulobugqila,kuthatha iNkosuJesu as ur Christ and Saviour,uYe yedwa onamandla okukwenza konke,trust Him Nd run to Him❤bless u cc

    • @luisatembe8098
      @luisatembe8098 Місяць тому

      Amen.ujesu kuphela .udinga umkholwe kuyenzeka kuye

  • @sebenziledladla431
    @sebenziledladla431 9 днів тому

    Amanga hawuuuuuuu ibele lechina pho😂😂😂😂😂

  • @the-curiousone7419
    @the-curiousone7419 Місяць тому +1

    Nxese, Sisi ngingakuyala ngokothi uye enkonzweni yabasindisiwe khona ucele i-"deliverance" kulesise thwalo. Ujesu uzokwahlulela kokho konke. Yazi ukuthi lethwalo sizohamba nakho konke bese kumele uqale kabusha. Kumele futhis uzikhulekele ukuthi igazi likajesu likuhlanze. Uzinikele ngokuphelele kuSomandla uNkulunkulu.

  • @ZonkeNkwanyana
    @ZonkeNkwanyana Місяць тому +4

    MamaSakhile Takalani Sesame😅😅😅😅

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 Місяць тому +2

    Kunzima, emhlabeni bakwethu

  • @sibusisothusi9489
    @sibusisothusi9489 Місяць тому +1

    wamutholaphi lomkhulu

  • @hlengiwezondi405
    @hlengiwezondi405 Місяць тому +1

    Yoh amanzi ayessbeka Nkos yami 😢

  • @MlungisiMtshali-re7xb
    @MlungisiMtshali-re7xb 2 місяці тому +3

    U namanga njalo wena😂

    • @nomcebodube2065
      @nomcebodube2065 Місяць тому

      😂😂😂😂😂😂cha kuyadlalwa ngathi la Ku you tube bakwethu

  • @nomfundoangel9469
    @nomfundoangel9469 24 дні тому

    😂😂 izinsomi leskhathi yin lezi😅

  • @user-yj5vf3bp9u
    @user-yj5vf3bp9u Місяць тому +2

    Joo wayethwele lomkhulu

  • @Gcinaphi-gs6fn
    @Gcinaphi-gs6fn Місяць тому +1

    Yoooh waze wavelelwa ngane yabantu usuhlupheke kangaka uyothola okunye kuzihlalele njeee ukuhlupheka yooo... It means loya mkhulu abefuna apha azoshiyakhona hes bag

  • @AndileKunene-de1fc
    @AndileKunene-de1fc Місяць тому +1

    Kodwa kubuhlungu ngoba wawungazi

  • @NtombikhonaZwide
    @NtombikhonaZwide Місяць тому

    Kwakumele usibiyisele lapho osithathe khona yooooo🙆💔😭

  • @FranciscaMbhele
    @FranciscaMbhele Місяць тому

    ,😂😂😂😂😂ibele.le China😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @ThulaniMngomezulu-ms4ip
    @ThulaniMngomezulu-ms4ip Місяць тому

    Ngi ryt ngihlupheka mina

  • @Vezi864
    @Vezi864 Місяць тому +1

    Kazemi lelo phupho lalichazani? Yena umkhulu owashona wayecebile yin? Phendula Cc waseMaqonqa

  • @ziningingwabi2881
    @ziningingwabi2881 Місяць тому

    Phephisa cc sengath ungalthola usizo,uboke uvule uchannel 261and 251khona abaprofethi abangakusiza

  • @noxolonene-uu4ph
    @noxolonene-uu4ph Місяць тому +6

    Indlela ofunda ngayo ingathi ufundela abantwana bakwaGrade 2

  • @user-ii1zo8hn1z
    @user-ii1zo8hn1z 16 днів тому +1

    Nawe Gal uzala too much 4 kids it's too much ayi ngeke

  • @NokuthulaMkhefelele
    @NokuthulaMkhefelele 9 днів тому

    😂😂😂😂 Ibele le china

  • @Shengez87
    @Shengez87 Місяць тому

    Amen

  • @user-uf8te4vn7h
    @user-uf8te4vn7h Місяць тому +1

    Ewu kanty emhlabeni kaJehova kunjani

  • @user-ky4cs9ke6v
    @user-ky4cs9ke6v Місяць тому

    Hawuuuu ngilunge ngi nje bakithi 😢

  • @HlengiwePhakathi-kr4ou
    @HlengiwePhakathi-kr4ou Місяць тому +2

    Manje uthi uphilela izongane ekubeni inyoka yathi kazibulale angiyizwa kahle lendaba

  • @SamkeMotha-v4g
    @SamkeMotha-v4g Місяць тому +1

    😢kwaze Kwanzama ne voice ihaambisana ne sound Velez kth khala

  • @bongekilekhanyile1523
    @bongekilekhanyile1523 Місяць тому +2

    Kodwa nawe ukube awuvumanga inyoka ngoba uthi yathi khetha

  • @olwethudingiswayo945
    @olwethudingiswayo945 Місяць тому

    Iyadina indela ofunda ngayo..

  • @user-op4zd6te3k
    @user-op4zd6te3k Місяць тому

    Sandisiwe Kweyama KZN hai bo ,abantu baya wuthanda umcebo ngempela bese wona unee demands zawo eziphela kunge kuhle emndenini .Kunjani singahlali silinde sisebenzise esinakho .Makasisize u Smakade sifunde ukwanela kwesi nakho

  • @Lisakhanyakonza
    @Lisakhanyakonza Місяць тому

    Yhooooooooi🙆

  • @user-fg8yk4jd8i
    @user-fg8yk4jd8i Місяць тому

    Khona inganekwane kodwa izinto ezikhona kulelizwe iskhathi semali efika nobumnyama silethizinkinga lesikhathi

  • @ntombimkhize8929
    @ntombimkhize8929 Місяць тому +6

    Inganekwane anisiyeke sifuna ukuzwa izindaba ezisereous

  • @UnathiMacingwana
    @UnathiMacingwana Місяць тому

    Asikho isithwalo esiza nje ngaphandle kwegazi ungafa

  • @nkululekomananga4241
    @nkululekomananga4241 Місяць тому

    Kwasukasukela cozi kwakukhona insomi yiyo lee

  • @IsabelNdlovu-cw8zu
    @IsabelNdlovu-cw8zu Місяць тому +1

    Wena CC uyanya kodwa umdala khona wasithatha kanjani isikhwama ngoba wawubona ukuthi umkhulu ukubonise isikhwama le sandla waphendula kanjani inyoka yaz silinde izinto ezi serious thina udlalisa idata lethu ne nyoka yakho ne bele le India hamba e jeep likhona i chine le India unqume ibele

  • @Mgqilazi031
    @Mgqilazi031 Місяць тому

    Cha ngeke indaba noma imnandi kodwa uyiphendule inkondlo yavele yabhora

  • @NtombenhleMagwazi
    @NtombenhleMagwazi Місяць тому

    Ngamane nghlupheke ngeke 😪

  • @theo777mthembu
    @theo777mthembu Місяць тому

    This is a fairytale
    dadewethu

  • @nomzamolankierasmente4071
    @nomzamolankierasmente4071 Місяць тому

    Bt ungayiyeka wena imali ecaleni kwendlela...

  • @youtupe80
    @youtupe80 Місяць тому +1

    umvuzo woluthanda imali.

    • @NtuthukoNdwandwe
      @NtuthukoNdwandwe Місяць тому

      Cha mfweth nawe wawungeke ungasicoshi iskhwama kahle 😂😂😂😂😂

  • @NontobekoS-cd9bg
    @NontobekoS-cd9bg Місяць тому +2

    Mhlampe singthola kanjni ukuthi iqiniso we ntombi🙀🙀

    • @masthuli2565
      @masthuli2565 Місяць тому

      😂😂😂😂😂😂kodwa Ntobe...Yaz ngyakuseka kulokhu ngempela singathola kanjan😂😂😂😂

    • @nomcebodube2065
      @nomcebodube2065 Місяць тому

      😂😂😂😂😂😂 kodwa Jesu 😂😂😂❤

    • @nomcebodube2065
      @nomcebodube2065 Місяць тому

      Nami ngiyafisa ukwazi

  • @PortiaBam
    @PortiaBam Місяць тому

    Kungcono ukuhlupheka ngilinde😢

  • @user-sl3tw1sf3t
    @user-sl3tw1sf3t Місяць тому

    Ibele le China musani ukudlala ngathi

  • @thabanibiyela6512
    @thabanibiyela6512 Місяць тому

    Yasdakelwa nje finish

  • @SizakeleShabangu-f3h
    @SizakeleShabangu-f3h Місяць тому

    Nkosi ngisize nganeliswe yilokuncane enginakho😢

  • @ThabaniZungu-m5s
    @ThabaniZungu-m5s Місяць тому

    Nxese sisi wabona lukhulu

  • @NonhlanhlaSkhakhane-bc2mp
    @NonhlanhlaSkhakhane-bc2mp Місяць тому +1

    Mmmm kunzima kuthwala shame.cs kuba njabulo yeskhashana

  • @MpiliMpilozi-xv1sn
    @MpiliMpilozi-xv1sn Місяць тому +1

    Uhlezi une stori

  • @MlungisiMtshali-re7xb
    @MlungisiMtshali-re7xb 2 місяці тому +2

    Welele ingane kwane 😂😂

    • @LeloLaylow
      @LeloLaylow Місяць тому

      🎉yinkinga mntase❤

  • @MpumeMpume-u7q
    @MpumeMpume-u7q Місяць тому

    Nawe kube awumanga usubona in yoka

  • @user-jc3zx2gv8e
    @user-jc3zx2gv8e Місяць тому

    Hayi me...

  • @XolisaniEzrom
    @XolisaniEzrom 2 місяці тому +3

    Kanti nivusaphi lezinganekwane ezimnandi.

  • @siphiwethabisombhele868
    @siphiwethabisombhele868 Місяць тому +1

    cosi cosi yaphela

  • @khanyisilexaba2630
    @khanyisilexaba2630 Місяць тому

    Ukhulumisa kukaShambavu😂

  • @GlenroseMyeza-bq2cc
    @GlenroseMyeza-bq2cc Місяць тому +2

    Niyakhokhelwa ngalamanga Sizomila impondo

  • @lindey7273
    @lindey7273 Місяць тому

    Uyabona iziga zemali..😢

  • @isabellacynthiathabilemazi1549
    @isabellacynthiathabilemazi1549 Місяць тому

    Ofana nengane Kwame, coy coy yaphela

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 17 днів тому

    Ei niyasxaphaza shmmm Ai yaz njena nifana nseeeeeeee ne ANC ka Ramaphosa 😂

  • @LubalaloTsotetsi
    @LubalaloTsotetsi Місяць тому

    Ibele le china 😂😂😂😂😂 nizonya yilezithwalo zenu uthando lwemali luzoniphilisa kabuhlungu shem

  • @Sihawukelwe
    @Sihawukelwe Місяць тому +1

    Chosi-chosi!!!

  • @user-tn9lo2cr5m
    @user-tn9lo2cr5m Місяць тому

    Dakiwe wena