Your outfit is very polished and aligns perfectly with the professional tone of your presentation. It adds a great touch to your overall presence.💐👏🏽 Well done Matifane🫡🫡
Lobhuti uyadelela futhi uyisihlama. He knows very well ukuthi usisi uphuma ekhaya la abafana bengekho. Dumazile is hurt and destroyed...Please help her.
Yhoooo yaze yabheda lendoda yeeeerrrrr,sisi wam plz heal kulento odlula kuyo I never thought singamadoda sicinga ngalendlela,I'm so disappointed into you my brother
This woman went through challenging time without this guy. The child was lived for three months after his birth and the guy did not do what he was required like a father.
Ngena la Matifana 🤝 uqondile khehla ngokotini 👌 futhi wamuxilonga,wamubambezela lobhuti ngemibuzo 👍.Akuthandwa imali ethunyelwayo but only your presence kwabathandiweyo bakho.Uphole mama wengane kukhona okuhle okufanele wena sekusemnyango ❤️🩹
Absolutely sbonelo lento is not about izofebe is about usiko lwenziwe for the sake of umtwana . Ubhuti ube wrong kakhulu kodwa akayiphikanga lengane Wayeyondla sis im so sorry please yehlisa umoya. Kulungiswe lento nemndeni yenu
Herrrrrrrrrrrrr ur outfit is killing me👌👌👌❤️yellow bone you are handsome. Mara u you can were smart casual not short ne thanks for listening to us were respect you big thing
So this monster came here on the to humiliate and insult this young lady just because he has money so he thinks he can control everyone, ngathi ninganginika yena ngomubhonye 😡💔
Ugqoke kahle Matifana
👌👌
Clean 👌🏾
🤞🤞
On point❤
🫶🫶👌👌
Khuphuka ngedress code big thing ye Africa 🎉🎉🎉❤❤❤
Your outfit is very polished and aligns perfectly with the professional tone of your presentation. It adds a great touch to your overall presence.💐👏🏽 Well done Matifane🫡🫡
Awundoda yalutho ingane izalwe ize ishone ungayazi uhlulwa ukusuka eGoli uze kuye udinga induku wena
@zpnxumalo4354 Angfunanga nokukhuluma ngalesdwedwe somfana esinempakamo emuncu... uzwisa mntanabantu ubuhlungu nje
Uyamamela matimane 🎉🎉 sikhale nge outfit now uyilungisile big up ndoda
Udakiwe sdwedwe somfana uhlanyela Dumazile uphumaphi? Ngeke ukwenze lokho engathi ungamgenca khona uzobona doti
True, I nearly unsubscribed ngama shorts kamatifane😂
My sister im sorry i know how you feel I lost my son I know yr pain Pray my sister God will make a way😢💔🙏
Uyija ba4
Yooo umuhle ugqoke kahle dlala matifane kodwa ngikhumbula le shot yakho encanyana😂😂❤
wena futhi 😂
Uyaphi manje lapho
😂😂😂buya lapho
Seniyayikhumbula futhi? Ay 😂😂
Awuuu kodwa uyaphi nje lapho
Na complainer nge short kamatifana ay wabuya waninyisa straight manje ❤❤❤😂😂😂
😂😂😂
Avebethanda uklawula abantu ususwenkela iynkinga nje
Tyoooh uyaphuma ekdlalen
Ngjabule uyakwaz uklalela uvo lombukel #big up Matifane❤❤❤❤
Ungasashongo😂😂😂😂
Wawungamfoneli ngani ekseni ma usuqedile ukufeba futseg bhuti uyahlanya kanti👊👊
Kuse wena Ndodha ndini uyazenzisa
Lobhuti uyadelela futhi uyisihlama. He knows very well ukuthi usisi uphuma ekhaya la abafana bengekho. Dumazile is hurt and destroyed...Please help her.
Yhoooo yaze yabheda lendoda yeeeerrrrr,sisi wam plz heal kulento odlula kuyo I never thought singamadoda sicinga ngalendlela,I'm so disappointed into you my brother
Aaaah Matifane waze wawudlalisa kamnandi ukotini🤭🤭🤭🤭💯💯💯
This man his full of pride he can't even say sorry ayiii ngeke
Banjalo ke laba😢😢😢
Worse ba nguye ongatholakalanga wagqiba wangabuyeli ku mawengani
B
@@XabisoNondyungqede mase ethi awukho serious ngoba engatholakali. Yoh unesbindi lobhuti.
@@XabisoNondyYaz
Syabonga walalela Matifane, ugqoke kamnandi 👌❤️
Waze wamuhle Matifane ...udlukotini namhlanje 👏👑🎉🔥🔥🔥🌹
Matifane siyabonga ave ulalela. Dress code chief ❤❤❤❤🎉🎉🎉
This woman went through challenging time without this guy. The child was lived for three months after his birth and the guy did not do what he was required like a father.
Why lensizwa ingakuvisisi lokho?
Yhuuuuu akasemhle uMatifana🥰🥰🥰...soze kungalungi xa enje😍
Lo bhut akasile nhlobo ekhanda....akafusege nje akayeke ucc wabant ....pls hamba lapho uvele khona
Sorry 😔 4 both parents they need counseling pls talk to them (sorry sesi Dumazile yehlisa umoya)❤❤❤❤❤❤
Inxibe kakuhle ke i boza matefane namuhla look ngth izophuma iye emanyanweni lwangolwesine😂😂🎉🎉🎉
Uxibe i tsudwana ukulukulu wakhona
Sibuye sidlale ngabantu besifazane irongo lendoda😊
True totally wrong
Myeke cc izokuphendulela ingane yakho
Those of us who "likes" the video before watching lets gather here😂😂❤
🎉🎉🎉🎉
It's called addiction 😂😂
🎉🎉🎉🎉
Yimi lowo😊
Wafa amashwa bhut ,usazobuya uzoxolisa
Syabunga kunkinjana siphumule ikhindi Ave umuhle matifana wethu❤❤❤❤❤❤Ave u handsome namhlanje🙏🙏
Uthwele lobaba cc ungavumi aye elibeni lontwana ufuna ukuyoliganga 😢
Ngena la Matifana 🤝 uqondile khehla ngokotini 👌 futhi wamuxilonga,wamubambezela lobhuti ngemibuzo 👍.Akuthandwa imali ethunyelwayo but only your presence kwabathandiweyo bakho.Uphole mama wengane kukhona okuhle okufanele wena sekusemnyango ❤️🩹
Kahle Matifana ngamawala ngenxa yokuthi bakugxeke ngeaikhindi usuvele wenze kakhulu , big up ngesudu😅❤
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂Kodwa ngo nkulunkulu wemjolo😅
😂😂😂wabaval umlomo
Uzobuya noTie😂😂😂
Waphenduka inceku 😂😂😂😂😂😂😂😂😂
This guy is not even sorry, for neglecting them😢😢😢up until the end 💔
Majozi uyangiphoxa ukumuzwa ekhuluma kanjena naye kade ehambile waya eGoli nezifebe 😢😢balimele bobabili😢😢
Cha lesinamunamu sakababa wengane udakiwe ubabhizi nezifebe bese ezosanganela uDumazile xhem aphole emoyeni axole tnx Matifane nge show ❤❤🎉🎉🙏🙏
Waze wamuhle Matifane 💯🌟❤️❤️🙌
Matifana ❤❤udlala ngendwangu... Ugqoke kahle bhuti
Look ngth uzophuma aye emanyanweni lo mama😂😂😂😂😂
Uyalalela if etshelwa😂😂
Useyasinyisa ke manje uskhombulayini❤
Uyanilaya ngan nithand khuluna kakhulu banyise matufana ngendwangu,mina ngkthanda Noma unjni
Majozi uwudoti. Ungcolile 😢 Fusegi
Councelling is needed by both of them. Basizeni.
Uyabheda lobhuti, akaliboni iphutha lakhe. Sonke siyaya eGoli kodwa izingane asizikhohlwa. Iyedelela lensizwa.
Umnandelwe ziziyolo zaseGoli😢😢ligeza straight lobhut khona umntu ongamitha 9 months Abe Sele ebulala umntwana mxiiim wandidika umntu ezwen
Ubheda nyani mf2, u blama umawengane kodwa Nguye udoti
Wamuhle umfana ngathi uyapholishwa🤣🤣🤣 Ugqoke kahle Matifana🔥
Matifana uyahlanya lobhuti uyena owalahla umawengane nengane wakhohlwa ibona manje usebuya nolaka
Nazoke Matifane wazewagqoka kahle .wasizwa singabalandeli big brother🔥💪
Lobhuti udlalile ngosisi akazehlisi ayikho nje into ayilwelayo umhlukumezile lo cc
Sisi hlukana nenja ayibuyele iyophinga zidabulile iyifebe legoli
@@SteveThembaDlamini😂😂😂😂😂😂😂
Isbindi salobhuti 😢. Lapho akawuboni uwrong wakhe 😢😢
Uhlanya lolu!
Nacisist!
Waze wayislima umfana
Ay matifana usuqonda kakhulu mnj ungenhla 😂😂😂😂
Uzwile ngendaba yezikhindi ongathi ufake I pampers
Lomfana uyagula ekhanda😮
Uyahlanya🤞🤞
The only presenter who listen to the people. They complained about about your dress code & you come up with this👌big up to you Mr Big Thing
Yekani ingane nina ilale ngithula iqiniso liyoveza 1day nina nihlulekile ukuba abazali kulengane nalwa izimpi zenu nakhohlwa ingane😢😢💔
😢
Mangizwa ingane ishonele ezandleni zika cc ubuhlungu abuzwile angibufisi so angicabangi ukuthi uhlulekile uzamile as umama lenja ebhalele la ayihambe ngoba ayikaze imthande umntwana
Ubuzwile ubuhlungu ucc lo cc akanacala ngoba ingane yashonela esandleni zakhe
Ngcono sizincomele uMatifane ngoba isixazululo asitholakanga❤❤❤😍😍
This man ukhohlakele shem
They speak Zulu no subtitles. I can't hear a thing. What's happening. Ba bua ka eng?
Kakhulu yaz njee nkosiyam 😭😭😭😭😭💔
Majozi waba rongu mfowethu , umama wakudinga ifoni yabanjwa ngabanye abafazi ,,wayezakuntshela ngabe wabamba ifonii
Yooo lomfana uyisilima ukhohlakele akahambe aye ezjfebeni zakhe
Majozi, awundoda yalutho. Ingane yakho ingaze ishono ungayazi.
Waze wanginyanyisa lenja yomfana ayiliboon iphutha layo
Ngempela uyagula ku bhuti
Lo ntombazane yena waye zalelani?
@@pilatendebele8744Yooooo uyangihlanyisa lento ayikaze yayobona umtana 😢😢😢😢😢
Wena othi waye zalelani uDumazile, owakho unyoko wayeku zalelani wena na?
Kwaze kwakuhlungu kubuhlungu ugulelwe ngane uthi yamfonela baba wayo ibanjwe intombi😭😭😭😭
Ngaze ngabazwela boy 2 yaz they are both in so much pain after all they lost a baby.this is painful Tifo find them counselling for these people 💔💔💔💔
Exactly, bakwi pain boyi 2
Absolutely sbonelo lento is not about izofebe is about usiko lwenziwe for the sake of umtwana .
Ubhuti ube wrong kakhulu kodwa akayiphikanga lengane
Wayeyondla sis im so sorry please yehlisa umoya. Kulungiswe lento nemndeni yenu
Hayi Majozi uyabhèda,ingane yaze yaba na3 months ungayazi ube useGoli nje.
Zehlise nje uxolisse,ubhede kakhulu
Siwula sendoda esingano zwelo , Shiya wena Sisi
Dlala Matifane you look handsome my brother I like your style next big thing in KZN Danko 🙏
Lobhuti ufuna umama umaMhlongo azomtshela the way.....isdwedwe sendoda
Umama wesbhakela lol😂😂😂😂
Big Up Matifane, uyabalalela ababukeli nabalandeli be-show.
Wavele washaya u2piece, kwale kancane uthi ntanjana noma amadevu ekati.
Uyabheda nje lomfana akekho umuntu inga offi akazange abe naye ngenkathi emdinga kakhulu umawengane imali ayiyona ubaba wengane wayezobuya yini eGoli uyabheda nje lomfana uhluleka ukuzehlisa nje uphethwe yimithi yezifebe eGoli
Yazi mina ngyadideka nje ngb ingane ibisancane izelwe yashona 3 months izelwe vele ingane aybonwa incane ngokwazi kwami . Kdw ke ngb ubeyondla mina angyyboni iphutha lamf2
Ukube ubeythanda ingane wayezosebza iskhath sokzobona ingane izelwe walibala yifebw zakhe mxm ay😢
@@SibongiseniNgema-vg9iquphuma after how long umdlezane endlini? Stop making excuses for rubbish 😢 mabili amaviki obudlezane ungazikhandeli okwakho
@@SibongiseniNgema-vg9iqingane makungeyakho ngisho ungabala ayetetela khona uyayibona makungeyakho ukukulalana nje kuphela eningskwenzi nakhona seyeqiwa ina 3weeks
Herrrrrrrrrrrrr ur outfit is killing me👌👌👌❤️yellow bone you are handsome. Mara u you can were smart casual not short ne thanks for listening to us were respect you big thing
Lengane yayinobaba wayo nje wayinncwaba angisiboni isdingo sokunqaba ukuty ubhuti aye ethuneni lomntwana
Ngiyakusola cc ngokuzala nenja, wawungamele nje uzukhumulele lobhuti ipant from day one. Akayofa le phuma nje akanabo ubuntu
Ndoda wanehlazo umdala.shuth ubeka umsebenzi phambili kunefamily
Matifane bhuti ngithanfa indlela oqonde ngayo namhlanje🔥🤝….
Lomfana akanazwelo akaku deserve ukuba ubaba...uthuka umuntu othwale ubunzima
Wow waze wafaneleka Matifana🎉.
So this monster came here on the to humiliate and insult this young lady just because he has money so he thinks he can control everyone, ngathi ninganginika yena ngomubhonye 😡💔
Vele kade wamyeka mhlazane ubambisi Feb zakho ucingo uthi azimthuke ...wenze Kahle cc wangamtshena ukuthi ngane shonile
Le ekhulunywa udumazile nam ngyayaz ngagulelwa yingane mangithi ngifonel ubabwengane ifoni yabanjwa intombi yangithuka lobhuti uhlulwa ukuvuma iphutha lakhe
Ncese CC wami 😢
Deal or no deal Matifane ...thumbs up🙌🙌🙌
What's the use of hiding ,sesizwile ukuthi ngu Dumesile Radebe😂
Exactly 😂
Kodwa ngeke uthi uyamazi ngisho uhlangana naye ngeke umazi
Hmmmmm cc I can relate ebuhlungwini obuzwayo, ngachithekelwa isisu ngalahlekelwa indodakazi yam ngenxa yezinto ezenziwa abantu besilisa 😢😢😢
Uyeyisa lodoti womfana mbumbulu😢😢😢
This episode is very emotional the lady is very hurt the guy doesn't see his mistakes ...💔💔
Matifana, Yellow ai ukotini uyawudla manje 😂😂😂😂
😂😂😂
waze wagqoka like a presenter namhlanje ,I wish uzobukeka kanje always.Siyabonga ku Sandile Magwaza your role model
Uyahlanya lobhuti, uhlukumeza uDumazile...ingane ibulawe wuye nxa
Waze wagqoka kahle bhuti Matigoooo❤😂🎉. Syabonga ukusithanda sibona ngokulalela. Meaning you have good personal altitude. All.the best mfethu
Sengathi cc ungaphola bakity.....
🙏
Hey Sli ngeke aphinde abe right after umtana ehambele ezandleni zakhe😭😭😭
Dlala Matef..❤kulelyo sudi esbhakabhaka.❤❤🎉🎉
UMajozi ubhedile but icala ufuna ukulududulela kusisi.
Yena uzibona engenaphutha futhi
Uqnsile
Ya lobhuti ushifta i blame ebe naye ebhedile
Ey nami ngiyaphoxeka ngezenzo zikaMajozi he doesn't want to remorse ngalento yokungatholakali kwakhe efonini ebusuku aphinde angabuyi kumama wengane ngakusasa ukubonisa nje ukuthi ubonile ukuthi uyibonile I call yakhe 😢ngiyazibuza nje ukuthi kazi waze wazama ukufona emva kwesikhathi esingakanani njengoba esethi wamfonela naye wangamthola 😢
Lomfana Waze wadelela Boo li CCC Aina mntase God bless you 🙏 heal you kwaze kwabuhlubo Lv ❤❤cc
Lendoda idakiwe , izosanganela uDumazile😢😢😢😢😢😢😢😢
Matifana ubhuti akalenzanga iqiniso yebo ngiyavuma kodwa no cc baba Rong ngokuxosha umndeni womfana u cc wasebenzisa imizwa endaweni e Rong
Ugcoke kahle xm nkulunkulu weMjolo liphi libhande😂😂
Alifakwa libhande kulelibhuluko leli😂😂
Shuth kwakmel cc abuye afone lubanjwe zintomb zakhe esefuna kumtsela ngane ishonile as wafona efuna kusho iyagula lwabanjwa izfebe dakiwe lobhut
Ayi u Matifane ubeshada yoni previous weekend wadla isudu this week ayi umuhle buti
cha akashadi, ulungisa iphutha laleya under ayehamba ngayo kwi show last week.
Skhathele is skhindi sakho matifane namadodlwana ngathi sagila somzulu😂😂😂😂😂
Lobuti Maka khulume eqiniso, lomtwana uya mohlopha,uya buya kuye lomtana, so hes crazy inja llobuti straight
Thanks for your outfit Mr Matifane you look very professional and smart. Well done again don't change You deserve hearts and roses 🌹🌹🌹❤❤
Askies mogal find peace in ur heart MHPSRIEP💔💔💔
You look great Matifane 😊
Yislima sendoda lesi! So sorry for your loss Dumazile 😢
Unephutha kdw bhuti
I'm late yebo...n ready for the laughter 😃 😀 😄 ngingaka boni even our guests.
Mutu dakwayo la Lobhuti Walahla ngane walibala ifebe wahluleka nokufona ekseni uyazithethelela yena yadakwa ukhohlwe ngane suthatha blame buyisa kusisi kahambe yofa nefebe zakhe nxaaaa
Bhuti xolisa phela uhlukumezekile u cc .ukufona ugulelwa ifoni ibambe intombi ugulelwa Xolisa
This man is selfish 😢sorry sis😢😢as women we go through a lot 😢😢😢
Asikakhohlwa Tifie ukuthi wena wake wabuya ugqoke iunder uzo presenter uhlelo lwethu😂
Waze wakhohlala bhuti I hope nentombi yakhi iyabona ukuthi awundoda yalutho😢
I feel pain 😢for uDumazile as a mother 😢😢😢, any chance Umjolo show can support this two people to go for counselling 😢😢😢
Uyahlanya lombhemu
Ngizwelana lalo sisi ngokulahlekelwa yingani uhlupho ubafo kahloniphanga ingani isencani waqhubeka ngezifebe. Usizi yikuthi kaziboni ukuba nguye inkinga yokudlula kwengani
As umjita obaziyo ukudlulelwa izingane impela kubuhlungu but I cannot blame umama womntwana ngezenzo zami...
For me lomjita unobunja
Lobhuti uyabheda awukho umsebenzi okunga ofiwa kuwo uzathume abantu babekhona kumithwa ingane uwrong nje lobhuti😢😢😢😢