MTHWALO'SOBHOKWENI-SHWI NOMTEKHALA,UMGQUMENI,UKUXABANA KWEQEMBU ETC...
Вставка
- Опубліковано 9 лют 2025
- Join this channel to get access to perks:
/ @perfecttvsa7051
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
Ubaba umthwala ayii ingunguluzane ulimo lwakhe luqaqekil alunay inkweth uvuthiwe salute🤝
Uyabon umeseth fanel ufund ukwamukel ukuth mawuhluliw ukuvum lokh ayi ngyabong
Bescela uslandela umtekhala kesizwe isayidi lakhe🤔
Umthethwa khe umuntu Uma ubukade usebenza naye akabesa kusho okuhle obukwenza ubala okubi kodwa encolisa igama lakho lasho ibhova
UMtekhala usebukeka as umuntu obenganaqhaza kanti thina sazi yena
Yaze yathobeka lendoda ngithanda isizotha sakhe❤
Nice interview ❤
Besicela ukuzwa i side likamntekhala
Lobaba uvuthiwe kakhulu salute Mthwalo
Kodwa iqiniso ngathi alikho kulobaba sekuwuye noShwi kuphela uMntekhala akabalwa ndawo. Kushuthi wayeshutha nje kuphela akangadli amandla omuntu ephila
Kodwa ukhulumela kuy Album abuzwe ngayo n uyasho ukuth muhle ekulungiswen
Uvuthwe impela futhi namanga unawo ngathi bawapheka ndawonye no Shwi
Siyabonga 🙌
Bafo👊
Mzooh ka 2k
uBaba uMthwalo uhlakaniphile yey🙌🙌
Wendoda uboke usilandele uKhaya Mseleku uMnatali hleze siyokwazi lukhulu ngo Muhle Khuzwayo Khuzwayo
Syabonga kakhulu mfoka Manqele muhle umsebenzi
Nawoke amaqiniso esiwafunayo😄
Igcokama lolimu ubaba umthwalo sobhokweni 🙏
Waz mkhay man
Nkosi yami baba, nginike amandla mina nginqobe kulezitha zami baba.
Imnandi leyongona.
Wisdom ❤
Sicela umtekhala naye.
Ya wangakha ke udludla klenkulumo ethi lalela ngoba ufuna ukuzwa hhayi ngoba ujahhe ukuphendula
Mfoka manqele besicela usitholele uMasiza owayesebenza noSandile Mbongwa 'ovezuthando'
Noted Bhuti 👊
Hawuu ngagcina nini layikhaya🔥🔥🙌
Awusaziwa bafo🤣
@@perfecttvsa7051 kuya le nale🤭kodwa ke sisaphila. Sizokheshapha🤝
❤❤ Yaze YaClean I Interview inesisoka konke kuphelele nje
#izinkakhazomculo
Nenhloniphp mf2
KHONA SIYAFISA UKUBONA USHWI NOMTEKHALA BEHLANGANA ENGATHI UJEHOVA ANGANGENELELA NGOBA SIYAKHALA KAKHULU
Ezingasoze zabuna
Icompetition ayimfuni umuntu othi uma egxekwa athukthele ukube ubezoyizwa lenkulumo uKhuzani
Akwesilinde sibone mhlampe izofika lenkulumo nakuye
Ngifisa kanjalo
Sengenaphi uKhuzani manje yavelelwa lengani yoh
@@zithuleledlamini8136 ungena ekubhaleni kwami ndoda yamadoda
Ngcela bafo uke ulande uPhathaphatha Ngcobo ngyakcela
Kukhona engikufundile kulepodcast🙌🙌🙏
Yinhle inkulumo yalobaba umoya wakhe uthobekile
Nice interview Duyaza
Ngyabonga mfowami Duyaza👊
Kazi pho why kungazange kthiwe iqembu uShwi noMthwalusobhokweni ngoba phela uBab'Mtekhala shuth ayikhintayeyenza eqenjini🤔🤔
Ay cha madoda!
Ngyakuzwa mina Cebisa konke okubekile
Inqolobane umfokaDludla.
Uzazi zonke ingoma zabo neminyaka yazo.
Manqele bafo sicela usilandele ubaba uMtekhala
Nakanjani Legend uyeza
Kahle kahle bhuti uyakwazi ukzehlisa kumele engabe wawshutha kwikhasethi noma Ku c.d kodw wawuzehlisa ina czwa iqiniso late so.
Igaklaza song lase libua njengomculi manje
Mxm
Haykhona soze ayikho le into ngoba xa ebuzwa ba uMtekhala yena wayekuphi uthi wayesemakhaya🤔 kengoku ingoma zala ulbam ka 2004 zezakho no Shwi😁😁😁haykhona ungazodlala ngathi bhuti🤭
Uyahlabelela loyamuntu okuthiwa uShwi angikhathali.
Womlalela kuleyangoma ethi "uyobe unenhlanhla"
"Wangikhulisa umama"
Ziningi zona.
Uhlabelela strong uKhehlalenyon mf2 and clean voice
@@mduduzingwane4352 , ukhiye loyamuntu.
I njalo mfowami
Ivuthiwe inkulumo kababa aphile njalo nje zikhanye nezinto zakhe
Siyacela usitholele uMtekhala ke manje sike sizwe ngakolwakhe uhlangothi manje
Wake wayikhuluma lento umntekhala futhi akazange anaphuze Gama lamuntu .Umuntu akakhala ngaye uManyathi
Kant umtekhala wabhala yiph yena kuleya Album ?
Nami ngyadideka we bafo🤣
Cha nami sengiyadideka ke manje uMtekhala akaculanga akabhalanga ngoba kanti bekuyini yena umsebenzi wakhe lapha eqenjini uma wawungekho yini pho ebekade bemgcinele yona
Mft akumele ubeke kabi omunye umuntu badala laba bantu
@@NkanyisoDlomo, ubecula nje.
ubeshaya ama backings nje ukti nina abantu abamyama ni domu yazi abelungu ababhali ingoma kuba no mntu special odealer ngokubhala ingoma yena acule like michael jackson wayengabhali ingoma eziningi wayeno mntu owayembhalela hlukanisani iznto
kune
song writer
ne Singer
akuvamile ukti uphiwe kokubili ukt ubeysong writer ubuye ucule ingakho ubona umculo wabantu abamnyama uba ibubblegum music into emncandii 2 days kusuka lapho kuphelile
manje odark uyathola kuma lead vocal uyena backings uyena producer uyena songs composed uyena instrument uyena okwazi udoti wodwa loyo
Uma ningasikhiphela iqembu uShwi Nomtekhala futhi mhlampe 2 yama CD ngingadela
Lendoda inakho ukuhlakanipha
Izothobile lensizwa thanda moyawayo
Mthwalo mfethu
Yeka udakwa wena mphuphe ufaka u Scebi ne NDidane
Akanalo iqiniso umthwalo uzwakala ekhuluma nje uya ngothanda
Cha nami kukhona izinto akazishoyo engibona ukthi azilona iqiniso.
Lithini ke iqiniso mangabe engenalo.
@@NkanyisoDlomo, anisitshele iqiniso ke Nkanyiso.
Umntekhala waysefika ingoma zibhaliwe efike epractice kuphela no shwii wakusho lokhu nomntekhala waphendula wangabi nazwiii kulokho wangingiza
Why pho iqembu bengalibizanga ngoShwi noMthwalo ngoba kuyacaca ngokwenkulumo kaMthwalo uMtekhala ayikho into ebekade eyenza eqenjini ubengabhali ubengaculi pho ubehlaleleni sonke leskhathi.
Lobaba akanalo iqiniso ay
NGIYABINGELELA NGISACELA USITHOLELE UJAIVA MAJAYIVANE MFOKA MISS UTHISHA OFUNDISA ENGAFUNDANGA NGIYACELA MANQELE
Ungasabi Mfoka Masemula ngzokwenza njalo
@@perfecttvsa7051 ngiyabonga
uhlakaniphile lobaba
KUNJANI WEMANCELE MFOWETHU SIYABONGA UMSEBENTI LOMUNYE
Kubonga mina bhuti👊
Mhle Usebenzi mfowami
Xoki ndini awudume ngalutho ukhuluma amanga nje
Wena udume ngani ?
mxm shuthi uqonde ukuthi umtekhala akenzanga lutho, pho kungani iqembu kwathiwa ushwi nomtekhala kahle baba 🚮
Lenja yaxabanisa uShwi noMtekhala angimfuni kabi lomuntu
Hhaww wathuka umuntu kanjena..ngabe wabaxanisa kanjan? Kungenzeka khona okwaziyo iSA engakwaz..schaze bafo
Your line of questioning is very low....
Ayi yona inkabi yami cha iyashwampuluza imbuzo yakhe yeqa amadlelo
Inkulumo yalobaba ayinalo iqiniso nisho ukuthi uMntekhala akazange abhale lutho wayeshutha nje kuphela? Akabizwe naye aziphebdulele ngoba ngamuzwa ethi uMthwalo wayefana nengane wayeqashwe yibo noShwi manje uma esekhuluma kanjena lobaba angasalivezi iqhaza likaMtekhala uyangidida mina.
MfokaManqele ngisakhala ngeChwane lebhaca neNyon'emhlophe awusilandele nabo
Ungumafikizolo wena kuleli ikhasi ushwi wakusho naye ukuti uyena owayebhala izingoma umntekhala kabhalanga luthooo umntekhala naye waphendula wangabi nezwi ngoba uyazazi ukt kazange abhale lutho