Ndoda abukho ubusoka lapha kuwe akushelwa kanje if ushela uyacupha amagama ndoda awifaki abanye abantu or ama ex akho ndoda if intombi ikubuza into ongenke uyiphendule wena uyayivala ujike umhlabe ngemimuzo enzima
Sandile mfetu unenkinga ne boyfriend kalo cc uzbona uncono ku nayo hay angikaze ngimbone umunt okhohlakele kanje You are selfish shame Dankie cc wam uyazazi ukuthi ufuna futhi ume kuphi
Eish here bro Sandile you should have brought additional heat 😢 💔 you miss good opportunities way back now you are force to respect her decisions,her man plus your own decisions not to have proposed to her then😅😅
Sometimes the people we Love don't love us back.🙇🙌
I only watch this show because of the presenter...she is nice I kinda like her more especially when she speaks isizulu...
That makes the two of us
And this is a lesson to all of you waiting for the right time. DO IT TODAY!!!
Welldone sisi ukuba phansi kwakho neqiniso onalo big up ✌🏿✌🏿🙌🏿🙌🏿
Ngaze ngakthanda we Sneh💓 indlela ophatha ngayo uhlelo🤌
Umuhle wemphathi wohlelo inkinga nje yenqena ukugqoka
Musa ukphoxa pls.
And nginqena ngempela shame😭😂 thank you
@@pottersngwadla1195 uphaphile muntu futhi uyangdina
Manene siyafa indlala yama video bo nithatha iskhathi eside bo
Kanjani mnewethu awuchaze
End awufaki izikole namagama akho ndoda udavuza kakhulu uhamba unhlanhlatha ngathi inkomo elahlekelwe ezakubo ihamba ibhampa ihamba idlebetheka esigangeni 😮
Uthini bafo
Yhaaa Sne eyakho le show 😂😂😂😂😂uyibsmbekahle nana😂😂😂
ukungahloniphi ubudlelwane babanye abantu nje lokhu nokudelela nokuzihlazisa futhi.
Lendoda kahle kahle ibifuna ukuba irealationship problem ebudlelwaneni balendoni yamanzi.
Buhle is very matured, i like her🎉🎉❤
Unendlela e polite yokukhuluma okwenza kwemukeleke akushoyo ungakhushukelwa amehlo
Ungakhushukelwa umoya
Kodwa konakalaphi koSandile😂😂😂😂
Nazoke sifuna intombi ibe kanje cha angihambisani nalomjita uyagagamela ushela kanjani umuntu owazan nomuntu wakho
😂I love maturity kaBuhle nokuba nesimilo
Uzamile Sandile😂😂ndoda kunzima ukushela
Ubuhle ugqoke iwashi lendoda yakhe 😂😂😂
Isukamuva likholwa yizagila
Ngivesane ngacasuka mpela ngibona indoda ihluleka ukushela mpela isho nokuthi inegwababa awukusho lokho nkosyami shwele ngilozi yokukhanya 😮uxoxa izitory zomadluphuthu indavundavu yenxoxo ebandayo futhi ecasulayo 😂
Kodwake nomangabe ubhut ukhiphe unyawo wadlalangenkothe uBuhle ubengeke amqome ngoba ufike emvakwendaba ubhut u Buhle usethathiwe
Awu ubhudi Sandile lisukaphi igwababa
Waze wakdelela umfana we Buhle
Cha akadeleliwe vele kuyashela ,kodwa umkhuleko wami ikuthi wonke umuntu wesfazane akafane nalo cc ,big up know yo story my cster
Lobaba akaphilanga kahle ekhanda ubiza kanjani umuntu wazikahle ukut ulomuntu wakhe worse e studio 😢
They can make a good match😊
1st to comment
Guys let like and subscribe for Sinerh's content ✨️ 💕 💓
Timing is everything Bafo!
Ndoda abukho ubusoka lapha kuwe akushelwa kanje if ushela uyacupha amagama ndoda awifaki abanye abantu or ama ex akho ndoda if intombi ikubuza into ongenke uyiphendule wena uyayivala ujike umhlabe ngemimuzo enzima
Ubafo usadinga ukubonana nodokotela kuqala alulame, kuyima enza lento ayenzayo😅
Sandile mfetu unenkinga ne boyfriend kalo cc uzbona uncono ku nayo hay angikaze ngimbone umunt okhohlakele kanje
You are selfish shame
Dankie cc wam uyazazi ukuthi ufuna futhi ume kuphi
UNENKINGA wena SANDILE ANGIKWAZI LOKHU
Eish here bro Sandile you should have brought additional heat 😢 💔 you miss good opportunities way back now you are force to respect her decisions,her man plus your own decisions not to have proposed to her then😅😅
Sandile awubuyele uThandi
😂😂😂😂😂 umlayile
Umnewethu usebenzisa igama “mft”
Kodwake angisho Ukuthini ;
😂 ngisalinde impendulo
Gwalandini lomfana
LOSANDILE WAKHONA AKEKHO RYT EKHANDA 😂😂😂
Yrrr
U snooze your lose