Ay ngat zodliwa i team lana kwenzenjan ngamajita diz days ayabhacaza isisoka asikho niyageja guys ay ngeke. Njengoba esethembisa kuthi uzovuka kusasa ayolobola nje Kaz ku yiQiniso elingakanani😂, usisi nalezi mbali uzamukele ngoba eesenzela ukungampoxi umuntu wakhe kodwa nje ay... Phambili ngeMbokodo eyaz indaba zayo phambili ✊😂😂😂😂😂 To the PRESENTER siyabonga ngokudaluli lutho kudadewethu even igama likammangali kummangalelwa, the whole surprise info nje siyabonga that's how we as viewers would like it to be everytime 🙏🙏🙏🙏
Kushukuti bekushisa nalaphaya kwelika banana njengalapa e Eastern Cape, lengane igqoke ngenye indlela namadolo nje kwavele kwayinto endingayazi nale relationship ineveki kuba ne two weeks yakona kutwa ayikapeli team idlisiwe la
This Mbekezeli guy seems like he does not Bekezela. Two weeks usecabanga umshado, ubhema into engejwayelekile shame makabonane nodokotela. This lady is an actor I know her on you tube channels
My brother take time to know her... Don't rush things go with the flow....
😂😂😂awusazi yini isizulu esithi umuntu incwadi engafundeki?ungahlala 30 years nomuntu kodwa soze uthi une sure uyamazi
Yehheni nangu umuntu edlisa I team wemadoda😢
Uyidlisile ngempela fthi😂😂😂
😂😂😂
ISidliwe bafo 😂😂😂
Kubi manje sekuthwalwa ngabafazi egameni lothando angisathembi lutho nje
Ungaphinde usho mhlambe umfunela umathafathafa wakhe
😂😂😂
@@virginiandaba9610 😂😂😂😂
Itjoooo indaba ka Mathafathafa😂😂😂
@@virginiandaba9610ufuna kuyomthafaza😂😂
nibhema nhloboni yezidakamizwa 😅😅eThekwini majongo
😂😂😂😂
Nganti ngempela kwenzakalani lana 😅😅😅😅
Uhlanyiswa yisbumbu nje lona esifakwa i snemfu😂
😂😂😂😂
Ebaba asisangani sonke lendoda inesbindi😂
aww ngaze ngaphoxeka keR😔Majongo nenzani laphoo eThekwin
😂😂😂😂
Ngampela umfana uneyinhloso zakhe nje kwashesha kangaka
The Lady is solid she knows what she wants and how to do it
Situational Awareness is Very important madoda
Well done sister qala ekhaya bafo 😂
Usheshile kodwa umfana
Ahhhhhh which one is this one this man aaaaaaaaaaa Kani ushada yini nga 2weeks Ngoma uyayiwona bhuti🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣good respond girl uyahlanya Lona
Siyabonga kwi 2k lamshukumisa umfana layikhombisa ukuthi lisukaphi
Namanje ngsasho...NGIFUNA UKUBHALELA USNE!!!!😩😩😩
ufuna ukuthwala, noma abamuse eMadadeni esibhedlela sezinhlanya, ayikho lento udlisa I team
I saw her on one of the shows under Ushuni WoKiss/Ndumiso Qwabe
Queen of my heart😂
Good gal Waze wangichaza Sisi omncane,QALA EKHAYA🥰🥰🥰
Ay ngat zodliwa i team lana kwenzenjan ngamajita diz days ayabhacaza isisoka asikho niyageja guys ay ngeke. Njengoba esethembisa kuthi uzovuka kusasa ayolobola nje Kaz ku yiQiniso elingakanani😂, usisi nalezi mbali uzamukele ngoba eesenzela ukungampoxi umuntu wakhe kodwa nje ay... Phambili ngeMbokodo eyaz indaba zayo phambili ✊😂😂😂😂😂
To the PRESENTER siyabonga ngokudaluli lutho kudadewethu even igama likammangali kummangalelwa, the whole surprise info nje siyabonga that's how we as viewers would like it to be everytime 🙏🙏🙏🙏
Ubuhle asebusebenzi ekushadeni ngbonile
Besingawjabulela uPart 2 simbone eyolobola
Lomfana uqala ukuqonywa uzwe into abeyiqala nqa wavele ukhetha umshado 😂😂😂😂😂😂😂
Ngavele ngaba nama Hloni kwamina😌!
yekani idakamizwa lapho eThekwini majongo ngoba sokwehla siyiGoli soniqondisa niyaphaphalaza manje
😂😂😂
😂😂😂😂
Bengzovuma Mina kuwona loyo 2wweks ngoba sengimqomile already khona abantu abavele bashadane bengazani nhlobo 😂
Inoba sevisiwe inkomo lomfana yiyo le imenz asangane lothando. Umtshato phooo🤔
yey sekukhona oMaried at first site lokhu akungithusi mina
Uqinisile ubhut has his intentions straight hay le yokudlala ngomtana wabantu egameni lokufundana
Mina angiyazi ke lena😂😂😂😂
Kushukuti bekushisa nalaphaya kwelika banana njengalapa e Eastern Cape, lengane igqoke ngenye indlela namadolo nje kwavele kwayinto endingayazi nale relationship ineveki kuba ne two weeks yakona kutwa ayikapeli team idlisiwe la
Uyakhakhamela lombhemu
Wathi lucky dube mhlazane embuza mawakhe ethi did you take time to know he said yes 😂😂😂
Lomfana uyisidididi uzozisola😂
Mina sengibukela lensizwa ubhukudayo😂😂😂😂😂😂😂😂😂😅😅
Insimbi itshaywa isatshisa🎉
Angathi ugagamelile lombhemu
Uyadlala lomfo thina sihudula iminyaka eyisikhombisa no wami ngisamfunda namanje nina ningakaxabani nakancane nje wemfo awukakhulumi nabazali bakho ngoba bebezokukhuza angikaze ngiyizwe le noma usuthathe lento okuthiwa ayinabungozi kuthiwe idla kanye ngesonto ayihluphi kunegumbi elingena wena wedwa🤣🤣🤞
😂😂😂
😂😂😂😂
😂😂lol lendoda kadenyalamba😂😂
😂😂😂😂
Sine nene❤❤ I have a crush on you dude
Uti bafo ngubani eligama mawudibanisa😅
Usisi lapho ubelinde enye indoda ezomshela, waze wathi loluthando akulona luka 2 weeks luncane🤦🤦🤦.
Thwaling ngakuzwela ntombazane yhooo
Ungathwali ngengane wena mfana
kanti umfana yena wase bamashushu kanje zithini izinhloso zakhe or migango muni alele phezikwawo, something is fishy lana
kwakuyisi lungu sani kakade!!! hhai suka lomfana uyaphapha
Kade ngabona kdw ukuthi ethekwin iyadliwa iwoonga hai kancan maningakabon angazi nilindeni
😢 Ai izishimane yin kodwa? Take time😮😮😮
Uhlanyiswa yinkomo lona efakwe isnemfu futhi 😂😂
Amahloni kimi 🤦🏾♂️🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂
Good mntanami,kuqalwa kubazali
Udlala ukushima bhut ayenziwa lento oyenzayo only 2 weeks umazi
Kodwa kuyagulake lokh komfana 😂😂
Ngavele ngasutha ngisazodla njalo
It's still early to call someone baby in just 2 weeks of dating.
Vlweee ivele ivuke inkunzi usaqamba lamanga uvel ubon kuth weee c.
Owakuphi yena lomfana ongasazi isizulu
Zim
Ayi leli jongo isishimane sejongo
Brother uyagagamel ayikho nkr into enjr ....usumfundr nin lomuntu wakh ...umshado akwona owengane
hard watch
Lenkunzi iphuthuma kakhulu
Akuvuthiwe lokhu akubuyele bhodweni
Leli jongo lidingwa ukuphalaziswa
Kanti ethekwini niphila kanjn
This Mbekezeli guy seems like he does not Bekezela. Two weeks usecabanga umshado, ubhema into engejwayelekile shame makabonane nodokotela. This lady is an actor I know her on you tube channels
Ayivuthiwe ingqwele😂😂😂iLuhlaza Cwee😅
😂😂😂😂😂 eyi nginamahloni bayajabula abafethu ukushesha okungaka uryt wesifazane thina inhliziyo ziyizicucu ngiyababongela angathi kungahamba kahle
Mmmmm lwaphela ithemba mangibuka u cc 😏take your time bruuuu
Kujahweni kangaks gal uhlalaniphile akanunuselwa ngomshado
akekho umuntu wesemakhaya ohamba qunu wena
Qala ekuqaleni Bafo' wasuphuthuma nje uyaphi 😂😂
Nina eThekwini niyafuna induku kodwa 😂😂😂😂😂😂😂😅😅😅
Kanti yini efunwa ile gender ngempela? Cha mina angsazi.
Kuse early Brazo
I mina lowana emva ngihamba no baby wami ngiphethi plastic lase Mr price
Wee ayii awuvuthiwe nkabi yam 😂😂😂
Dlala kusa lomfana nqaba wenangane
Hayi nale flower🤣
Inganekwane le 😂😂😂😂
Unovalo lokulahlekelwa umjita
Kwaze kwashesha
Kusasembondo zankomo mfowethu
😂😂😂😂asiyiyo Dyani Lena mxxxm
yini le abe propose ngayo kanti?
Bethi usazoyikhipha esadlalela inkulumo intombi yala ithi kothiwani isfake indandatho ezinkalweni
Whipped
yenzani lenyoni ngampela,ngiyakuzwela mfana asazokugila amantombazane ubhayiza too much konje vele uthe awuphuzi utjwala.
Uyashesha babe bathi take time to know her man why so
Usisi waze walimeya ikhaya ethi akuqalwe ekhaya mancane amantombazane akhuluma so
Linda Nkunzi ungagijimeli iMshado ekbeni muntu ningakafundani naye uMuntu incwadi engafundeki
Iyagagamela lendoda ayi 🤔
amasigebengu banenhlanhla
Gud like
Qalekhaya, icacile nhanha. Ngotsotsi laba
10-1 siyadliwa majita 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😅
Iphi iring ebeproposa ngayo kant sthoko
😂😂😂
😂😂😂😂
The guy is too desperate
Sne wama2000
Lool.waydlisa team mbeke looool
I wonder wat if lengane sisidakwa maybe umfana ngubafazini or ntombi ngumadodeni; cha nalengane kushukuti istove sayo siku 120
I saw her on one of the shows under Ushuni WoKiss/Ndumiso Qwabe
Suka lomfana sisi shimane nah kanti, yhiini kangaka? Uyayaz inkomo🍑? Uhlutshwa yini ukungayi kokwayo kwale ngane.
Ayi ngeke lo sisi naye ngathi udlala ngaye lo mjita unamahloni ngisho okqabula muntu wakhe kunzima mpela mbeke ngeke kudlaliwe ngawe lapho
Aii u sthoko sphongo ngathi I bus lama nurse leli lawela esgodini laphushwa😭😭