Sihleli Ekhoneni: Ukubaluleka kwevoti lakho njengomuntu omusha

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 9 тра 2024
  • UNeliswa Cele oshayela Ukhozi FM TV ubevakashelwe yintsha eqhamuka ngaphansi kwengosi ethi#SihleliEkhoneni ngaphansi kohlelo #UbusukuObuhle olushayelwa uSiya Mhlongo oludlala njalo ngoMsombuluko - kuLwesine ngo-20h00 - 00h00. Kulesiqephu badingida udaba olukhulu olusematheni indaba yokuvota. Kulesiqephu uNeliswa uxoxa nabantu abasha ukuthi ngabe bona bazini ngokuvota nokuthi bazovota na, sithini isizathu sabo sokuvota noma sokungavoti?
    Kulengxoxo baphinde babheka ukuthi ngabe kusho ukuthini ukuvota kumuntu ozalwe ngale kuka-1994?
    #UkhoziFMTV #UkhoziFM #Youth&Democracy #30YearsOfDemocracy

КОМЕНТАРІ • 2