1. What is the EMS Policy on accompaniment of a blind patient from home? 2 EMS to produce records of that day, with patient's name, address & reason for ambulance call. 3. EMS register to produce duplicate of that day, which must have a handover report with details : signature of recipient at hospital, time of handover, condition of patient etc This is sad. Why should people be hurt so much because of system deficiencies? Closure for the family please.. 22yrs. Take heart cc. 🙏🙏
Eish this is a very sad story😭😭i can relate but the driver and his assistant knows the truth May the Lord give you confort and closure 🙏.. Ngoba Thuleleni uyazithwala iynkinga zabantu engathi uNkulunkulu engakwandisela umusa neynsuku zokuphila kulomhlaba siyabonga
I've never been scared like this I was once taken by en ambulance wasn't escorted all they did they asked me fr R1000 bethi ngeyokungivulela file or else they were gonna leave me by the streets because of my condition ectopic pregnancy kumele ngiye theatre emediately cz the tube ingane eyayihleli kulo laseliqhumile lapho am in srs pains ngacabangela impilo yami ngazitshela ukuthi imali iyasetshenzwa en it won't buy my soul I managed to ask my boss to send me that amount they went to ATM bayikhupha leyomali 😢😢😢😢bayongishiya ngempela kusbhedlela where I was transferred to
Abe Ambulance banolwazi cause according to distance from Rossetenville to Bara is 20 minutes.Udlula Southgate.okwesibili bathi akungahambi muntu we family okusho ukuthi bayamazi ukuthi bamenzani
@@tl3482 Bayamazi laba.Kumele kuphenywe yena uMasuku noma ngabe akasasebenzi khona cause yinto eyenzeka 2000 but akabuyiswe ezochaza kabanzi.Delay yakhe nale assistance yomlungu iyasolisa.Ngifisa abaphenyi bethole i record yama kilometer nama hours from Rosetenville to Baragwana. hospital.Mina ngihamba 30 from Orange Farm to Johannesburg. So Bara is very closed to Rossetenville caused you passed Southgate and Goldreef then you reach there..Usisi bamenzakalisa.Abalandwe
U NKULUNKULU kuphela owazi iqiniso,wayekhona,wabona,uyamazo ukuthi ukuphi,uyena kuphela ozoziveza okwazi ukukhipha umuntu sebemugqibile,we are going to pray to GOD ALMIGHTY 💪🏽
Iyakuthatha i-ambulance without anyone okuphelezelayo uma isimo siphoqa. Mina nje bengihlezi ngihamba ngedwa nge ambulance ngoba ngingena muntu ongangiphelezela.
Kuloludlwengulo nokubulawa kwabantu besifazane kweli lizwe Why they didn't allow you to escort her ,How can you allow a blind patient to go alone without her family,Sengathi umuntu wakho ma elandwe yhi ambulance ahambe namalungu omndeni😢If they drop the patient at the hospital then where is the record ,who signed for them ,the driver and his partner must come with the truth
I ambulance mizise umuntu esbhedlela.. Kune form eyi copy esala esbhedlela ephuma Kuma ambulance... Mina ngsebenza esbhedlela I know that form okumele isale esbhedlela.. Nd they must handover to the nurses abt patient condition ukuth bamthathe enjan ekhaya or lapho ebemthole khona.. Abamnyisanga straight esbhedlela yibo okumele bathweswe icala
Alama paramedics iwona waziyo amenzani.. Ngsebenzile casualty e Bara ama paramedic mayefika nomuntu iwona amvulela ifile from triage.. Aqede apho enze handover awaveli nje patient ayishiye. Bona laba ababoshwe bekhiphe iqiniso besho bayenzani patient and akwenzeki paramedic ithathe patient with an escort special bemthatha ekhaya babe vele benezinhloso if Beth escort ayisale
Baba nephutha umuntu akahambi yedwa khona okushaya amanzi Lana ngapha nje ngakithi bayabuza Ama paramedic ukuthi uzophelezelwa ngubani Lena angyazi yokuthi bathing bazomhambisa bona bebodwa engathi ningamthola ucx
Kwaze kwabhlungu cc ngicela nize eDurban endawen okuthiwa iSebuhleni bama Nazaretha kashembe uzosizakala mahala
Umuntu uhlale ecabanga ukuth ubhekene nezinkinga nkosyam, kanti khona iminden ebhekene nesambane...Kwaze kwabuhlung jehovah😢
Yey cc nami ngiye ngibonge lezinkinga enginazo ziyalamuleka okwalomndeni Smakade kunzima kuyesinda💔💔💔
Qinisile ses yo impilo enje ibuhlungu ayindluli shame
Asphephile kulelizwe lakithi liyabhubha bakithi
Hay ngaze ngakhala jesu bangibona uCc ekhala kanje hay jesu ziveze cc noma kungathiwa wusekho kodwa uziveze emndenini wakho sthandwa uyakufuna😢
Kwaze kabuhlungu 😢😢😢😢
Phephisa cc,ngiyevelana nawe kulodaba lolubuhlungu kangaka. Nkulunkulu utawembula konkhe lokufihlekile,kuye imphunga yelihlatsi. Nami ngitokubeka emthandazweni,letinyembeti takho God ukhangetele. Atiweli phasi,prayer is always a key to success. Always trust in God 👏👏
Nkulunkulu akekho
The ambulance driver is the one who knows about what happened to your sister, he must be arrested, this thing is clear my sister.
Very true, I suspect the driver too, he knows where is she.
Exactly 💯
Ngicela nibuze driver mayethi akaz nimbophe uyazi y babhale kuth kuyi hour kusa cc esibhedlela 😢kant kuseduze
1. What is the EMS Policy on accompaniment of a blind patient from home?
2 EMS to produce records of that day, with patient's name, address & reason for ambulance call.
3. EMS register to produce duplicate of that day, which must have a handover report with details : signature of recipient at hospital, time of handover, condition of patient etc
This is sad. Why should people be hurt so much because of system deficiencies? Closure for the family please.. 22yrs. Take heart cc. 🙏🙏
Nkulunkulu wethu nangu umtwana wakho Nkosi, lombiko uwulethe kuwe, uzocela isihawu kuwe, siyakunxusa Baba ukuba uvele njengoNkulunkulu, ukuze abantu bazi ukuthi unguNkulunkulu ovelayo ngesikhathi sakho, sesiside Baba lesisikhathi, sinxusa ukuba ungenelele, lendaba idinga wena wedwa, thina bantu kufike lapho singena sisombululo ngalendaba kepha kuwe akukho okukwehlulayo ngenelela Baba
Uma bekhona abenzi bokubi ngaloludaba baveze Baba bavele bazikhulumele bona ngabakwenza ngalo mama, uthe ezwini lakho asothula thina, nguwe ozosilwela impi akusiyo eyethu kepha ingeyakho, uthe Nkulunkulu othinte thina uthinte inhlamvu yeso lakho, njengoba sibuhlungu nathi esilalele singenamandla okwenza lutho, sethembe igama linye elika Jesu othe ngalo siyocela konke esikudingayo uyosenzela, siyabonga usalusebenza loludaba, sibonga ukuthi uzosilwela kulempi
Amen 🙏🙏🙌 you are covered by blood cc
Amen 🙏🏿
Amen cc
Waziwa ilaba babe driver I ambulance ,bayakwazi abakwenza ngaye
I wonder bamlahla kuphi eish
uNkulunkulu anisize anipholise amanxeba cc nikhuleke iNkosi iyabona iyezwa ngimethembile uThuleleni ❤unobuntu uzokwenza umehluko kulobuhlungu
Ngaze ngakhala💔😭yabuhlungu lolu daba, Masethembe iThuleleni kanye no Thixo nizosizakala ningumndeni. Oh my God
Akeniye ku Moja love ku sis Thembi we Dlozilami uyabasiza bantu loyo cc
Nami ngiyavuma ngoba lesisimo sesi desparate manje.
Eish this is a very sad story😭😭i can relate but the driver and his assistant knows the truth May the Lord give you confort and closure 🙏..
Ngoba Thuleleni uyazithwala iynkinga zabantu engathi uNkulunkulu engakwandisela umusa neynsuku zokuphila kulomhlaba siyabonga
Sue them millions cc....it's negligence from the Department...
Usisi akaye kubantu bakwaShembe abanesiphiwo sokukhuphula, bazomsiza for sure bcs amadlozi akubo azomtshela ukuthi usisi washonaphi.
Uyahamba umuntu yedwa engenamntu omphelezelayo.. Ukuth ucc ubhe nebhadi lalezigelekeqe zama ambulance.. Hlezi befika espan belethiwe bengaphelezelwa muntu.. Nam ngake ngagula ngabo 2am..ngayifonela yanglanda ngi ngedwa coz vele nghlala ngedwa.. Usuke usafe mukwi ambulance.. Yilaba nje ababe izigebengu
Yes that is true ingane kacc wam yahamba yodwa ilimele yafika kahle nje esbhedlela laba kwakuyizigebengu
Kwabuhlung lokhu engikuzwayo
😭😭😭😭😭
Yazi yabhlungu indaba yakho Cc shwele nkosi yam ngenelela bkty noma bangathola noma amathambo 💔💔💔😭
This was the criminal offence someone need to face charges 😢
Ngena pha kuFacebook uye kwi page ka Diva unsolved cases, she will trace her
Ababe kuAmbulance yinona abaziyo Cc. Inkinga sesabanabantu abasebenzisa icubu zabantu. Ababoshwe kuphume iqiniso lokuthi bamenzani noma bamshonisaphi. Kwaze kwabuhlungu .
Jehovah lendaba isidinga wena uyphakamele. Chaa kodwa eSouth Africa siphila kanzima😢😢
😅😅 7:18 😂🎉
@@ThamiNdlala-ow8ychayi bo wahleka into ebuhlungu kanje
UkhonuShembe cc angakusiza kulenkinga
Benza ubugebengu kwasekuqaleni umuntu akahambi yedwa Uma ezothathwa I ambulance kfanele baboshwe
I've never been scared like this I was once taken by en ambulance wasn't escorted all they did they asked me fr R1000 bethi ngeyokungivulela file or else they were gonna leave me by the streets because of my condition ectopic pregnancy kumele ngiye theatre emediately cz the tube ingane eyayihleli kulo laseliqhumile lapho am in srs pains ngacabangela impilo yami ngazitshela ukuthi imali iyasetshenzwa en it won't buy my soul I managed to ask my boss to send me that amount they went to ATM bayikhupha leyomali 😢😢😢😢bayongishiya ngempela kusbhedlela where I was transferred to
Umuntu ogulayo akahambi yedwa ne ambulance it was wrong from lapho,since they mentioned ubengasaboni. Hhay kunzima labantu abamhabisa bamtshontsha
Uyahamba yedwa umuntu nge ambulance mina ngihambe ngayo kabili
@@HLENGIWEKELLINAuyahamba wedwa cc uma ungaguli kakhulu one lona bekangaboni emehlweni wena usuke ubona that a different mtase
Uyahamba wedwa tina ingane kacc wam yabizelwa abant ambulance ilimele ishaywe yisoka yahamba yodwa, samfica esbhedlela shut nje laba izgebeng nje
Oh nkosyam 😢😢😢kwaze kwabuhlungu Jehova ngenelela
Yes the ambulance driver must be arrested he knows what happened to your sister
Yabuhlungu indaba from now on I'll take the number plate of the ambulance because woow izwe libi
Ambulance driver and his partner they know what happened 😭😭ibuhlungu lento ukube bamusa esbhedlela wayezotholakala
That's very sad ngathi ningamthola Jesus ngenelela baba eish
UMasuku nalomlungu ayenaye Bama Ambulance, abababophe ibona abazi yonke into. Thatha ummeli ubophe labantu, Uma bengasekho emsebenzini sebayeka boboshelwa emakhaya abo.Kwabonakala ngokuthi bathi noma ningezanga kuseduze eBara,iphutha laqala lapho.Bopha.
But ureporte after 22 years usisi. Mawucabanga usazoluthola usizo?
Bam raper bambulala
Abe Ambulance banolwazi cause according to distance from Rossetenville to Bara is 20 minutes.Udlula Southgate.okwesibili bathi akungahambi muntu we family okusho ukuthi bayamazi ukuthi bamenzani
Kwakuyisizathu sini ukuthi banqabe ukuthi usisi aphelezelwe ilunga lomndeni.
Yes bayazi kahle
Cha ngempela bayamazi nyani
Bamenzani kanti ngoba bayazi uba kwenzeka ntoni
@@tl3482 Bayamazi laba.Kumele kuphenywe yena uMasuku noma ngabe akasasebenzi khona cause yinto eyenzeka 2000 but akabuyiswe ezochaza kabanzi.Delay yakhe nale assistance yomlungu iyasolisa.Ngifisa abaphenyi bethole i record yama kilometer nama hours from Rosetenville to Baragwana. hospital.Mina ngihamba 30 from Orange Farm to Johannesburg. So Bara is very closed to Rossetenville caused you passed Southgate and Goldreef then you reach there..Usisi bamenzakalisa.Abalandwe
Yhoooo ndaske ndalila Sis nam uTixo makamveze mani Yehova hambela ngakubo
Mele baboshwe laba be ambulance.maybe bamthengisela inyanga labantu 4 umuthi 😭😭😭😭
🤞💔💔
Mmmm😢
Straight away
Impela nami nginezinsolo ukuthi wathengiselwa muntu thize onesidingo somuntu ofana nosisi. Akulandelelwe kakhulu kuloludaba
@@SibusisoNkosi-yo5om 😭😭
Kunzima Sisi ngoba lezinto zenzeka ngenxa yezimali zama policy, mina ngabanesehlo esifanayo ngiyobeletha, eLeratong Hospital yangithatha ambulance ngabo 9 ekuseni eWestonaria yayohlala nami endaweni yophuzo oludakayo ngoba ngangizwa umsindo kuphela ngishiywe ngedwa, ngafika ngabo 3 ntambama esibhedlela ngokwabo ngangizobelethela ngingedwa, kushone amawele nami ngoba ngangiyi emergency caeser ngangingezuzibelethela kodwa uJehova waba nami nabantwana bami lesosikhathi beziphuzela utshwala, ngabeletha 4h30 ntambama. Engikushoyo abe ambulance okumele bachaze udaba uma kuwukuthi kugcina akuveli ukufika kwesiguli esibhedlela.
Shembe cc sorry kuncono ngoba uyaphila
Haibo
Hayibo ses uyangithusa asibonge ukuthi ukhona uyaphila nabamntwana hawu iambulence etshwaleni Cha lelizwe nineziga nyani
Ake niye kuShembe uNyazi nombikela.mahhala uyena muntu.engimethembayo izinyanga zodlala ngani
Azisekho izinyanga zagcina ngogogo nomkhulu bethu into ekhona manje izinyanga mthakathi esezisebenza namadimoni zithwele
Kwaze kwabuhlungu Jehova, ey saze sathwala kanzima ezweni smakade, kungcono ngoba usawakhumbula amagama abalagulukudu
Angathi uNkulunkulu wemilingo angakwenzela imilingo ulithole iqiniso ngodadewenu,kunzima ukudlula kulesigaba sempilo.Angathi nalenhlangano uThuleleni angakhula asimame kuningi nani enikulalelayo nani niyithole icounselling.Syabonga kumphathi waleluhlelo ufundisekile ngothando nangenhlonipho futhi uyakwazi ukulalela umuntu ungene ntshi ezicathulweni zakhe.Ngikwathulela isigqoko ndodana.
Akubuyelwe kwabe ambulense bayamazi ukuthi uphi abangamusa ukudlala ngathi bamenzani😭
U NKULUNKULU kuphela owazi iqiniso,wayekhona,wabona,uyamazo ukuthi ukuphi,uyena kuphela ozoziveza okwazi ukukhipha umuntu sebemugqibile,we are going to pray to GOD ALMIGHTY 💪🏽
Kant udriver we ambulance akubhekanwa Nani naye ngoba uyena owam thatha ekhaya kwaylento yokut ahambe nabo imember yefamily ingekho kwaba rong 💔
Iyakuthatha i-ambulance without anyone okuphelezelayo uma isimo siphoqa.
Mina nje bengihlezi ngihamba ngedwa nge ambulance ngoba ngingena muntu ongangiphelezela.
Abasafuni sthandwa ukuthi I family member if akwazi ukuzikhukumela
And vele kodwa bekumele ayobheka uSisi fast ukuthi usiwa kuphi uSisi wakhe ngoba phela wayengaboni.
Yoooo kwaze kwabhlungu 💔💔💔
Funani u Dlozi lam Sisi Thembi. Moja love
Hamba uyobona ubaba uZwilezwe eRevelation Spiritual home ngase Faraday taxi uzosizakala mahhala akabhadalisi sisi
Kubuhlungu cc kunzima kungaz kuthi umntu wakini waphelela phi 💔
aybo kodwa akukho kude mawusuka e Rossettenvile kuya eBara kwakumele nimlandele angahambi yedwa ...banamanga eBara mina ngangiyoteta2006 lo nurse owangikhumula watshotsha i gawn yami amasela wawungeke usazithola lezompahla
Ayenzi umqondo lento Lowe ambulance akamshiyi umuntu kungasayinwanga
Impela oe kwenziwa handover nje,kunikezwe medical history.
Sorry cc isfundo lesi kushuthi kumele umuntu methathwa ambulance kumele kube khona okhamba naye logulayo abuye ese admithiwe esbhedlela😢😢
Kodwa nkosi 😢😢 kwabhlungu kodwa no sisi akasafiki nangamaphupho mekukuthi akasekho emhlabeni 😢 asho njer ukuthi ukuphi
Abe amblensi bayamazi. Umuntu ofikayo esbhedlela uyabhaliswa
Uyambona lowakuqambela Manga wathi babona izimali nezinyoka uyomushaya ngoswazi Jehova thula uyophendula Thixo
EMS crew must answer and should be investigated and arrested
Kuloludlwengulo nokubulawa kwabantu besifazane kweli lizwe Why they didn't allow you to escort her ,How can you allow a blind patient to go alone without her family,Sengathi umuntu wakho ma elandwe yhi ambulance ahambe namalungu omndeni😢If they drop the patient at the hospital then where is the record ,who signed for them ,the driver and his partner must come with the truth
Masuku and the white guy know the whereabout
Nceseni kakhulu syabonga ngokukhathalela ucc kwakungamele kuba nibavumele amadoda ahambe nomuntu wesifazane nokwenza ongaboni emahlweni
Ubebanker kuphi? Was she receiving grant go to sassa and check
😢😢😢😢Ai Nkosi yami kaze Kanti emhlaben kwangenan Nkulunkulu wami senzan kuwe Somandla inhlupheko egcwele emndenini 😢😢😢
Bayamthatha umuntu noma engaphelezelwa muntu nami ngake ngahamba ngigula kakhulu angiphelezelwanga izigebengu ilo Masuku no Lombard bayazi bambeka kuphi
Sengivele ngacasuka kakhulu ngabuza ngingakezwa nginyanyile sham
Eyi nkosi yam this is heart breaking 💔 😢 😪 bakithi ake ningenelele kulabo abangamsiza ucc. U twenty thousand wani qola ndini kumuntu oxakeke kangaka hambuyofa man.
Hawu Cc Betty namanje kakatholakali 😮😮😮😮
Mmmh kwaze kwabuhlungu cc sesiside iskhathi nokho kwalabantu be ambulance angiboni basekhona Nkosi yami💔 to take full responsibility yalento
Ohhh nkulunkulu wami ngenelele baba sesithembe wena kwaze kwabuhlungu nkosi yami 😭 😭 😭
Kwaze kwaba buhlungu cc yooh babonakala ngokuthi bale ukuthi owomndeni agibele aphelezele ogulayo naye l wonder bamenzani🙆🙆💔💔💔😭😭😭
Abe Ambulance bayamazi ukuthi bamshonisaphi
Impela n kmele bamkhiphe usisi...y ekqaleni bathi bangam khomba owamthatha uSisi ebhedlela,sekyafikwa sethi akasamboni. Inkulu indaba angiphath njengoba oyedwa wabo oDriver umlungu😢 💔
Mr masuku kalethe umuntu uyamanzi nje kuhle wamusakuphi
Mawuthy iGoli libolile iTheku lona linjani hai hai umdala baba
Yhooh ibuhlungu lento jehova 😭😭
Ngenelela jehova
Bayisaphi ID HAIBO 😳
Good Question 😢
Oyathathwa muhamba nge ambulance
Mina nje I believe ukuthi usis akasekho emhlabeni laba bamthatha bamenza isgqila sabo socansi baqede bambulala bamgqiba.
Very true
Wayesengumfazi wabo
Yes I'd bawushisa
First mistake was taking her to Bara while there's South Rand hospital which is in the very same area.
Nam bengicabanga lokho coz iRosettenvile iseduze ne South Rand😢
@@philisiwenkosi8080 Kwakuzoba lula futhi kubo ukuyombona eSouth Rand. Babevele nje bemlahla ngenathi bemusa eBARA.
I ambulance mizise umuntu esbhedlela.. Kune form eyi copy esala esbhedlela ephuma Kuma ambulance... Mina ngsebenza esbhedlela I know that form okumele isale esbhedlela.. Nd they must handover to the nurses abt patient condition ukuth bamthathe enjan ekhaya or lapho ebemthole khona.. Abamnyisanga straight esbhedlela yibo okumele bathweswe icala
Hawu ngihlala ngakhona eRosetteneville ngiyawazi ...yho kunzima yazi
But they where suppose to take her to South Rand not Bara
Yaze yabuhlungu indaba kasisi bakithi😢, but after 22 years I doubt ukuthi usengaluthola usizo
😭😭😭😭 yabuhlungu lento nkosiyam awunkosiyam upi na xa sikhala kangaka kulomhlaba sikuwo
😭😭😭😭😭😭
😭😭😭
Kweze kabuhlu njehova thela umusa kwalondeni🙏
Mila always use ambulance services and abasuki esibhedlela bengayenzanga handover kunurse osuke ekhona
Eyyy ibuhlungu indaba ka cc kodwa ke umndeni awuhlale mthandazweni unkulunkulu uyohlale enani..
Awuuu..Sawbuya Nkosi smakade sezulu ..abantu bakho sebelahleke kakhuulu manje ..Kazi bamenzani usisi wabantu abasebenzi be Ambulance 😢
Yhooo kwaze kwabuhlungu mkhaya wam na.ndingowase Sterkspruit ,umthetho ufeyilile ngeke ixesha elingaka kuthulile , uxolo mkhaya wam u Thixo ukhona ,Abe ambulance bayamazi ngeke yhooo kubuhlungu yhazi Nkosi yehla oh bawo
Alama paramedics iwona waziyo amenzani.. Ngsebenzile casualty e Bara ama paramedic mayefika nomuntu iwona amvulela ifile from triage.. Aqede apho enze handover awaveli nje patient ayishiye. Bona laba ababoshwe bekhiphe iqiniso besho bayenzani patient and akwenzeki paramedic ithathe patient with an escort special bemthatha ekhaya babe vele benezinhloso if Beth escort ayisale
Kanjani athathwe from Rosettenville to Bara how is too far while kunazibhedlela eduze
Yabuhlungu into 💔💔💔babeqabelani ahambe nelunga lomndeni ayi bakithi
Watching from cape town
Hawe Jehova kwaze kwanzima ngenelela Thixo
Bakithi phephisa Sisi wam I wish umthole in Jesus
Kunzima emhlaben ka Jehova
Paramedics they know her very well
MASIBONGE FUTHI ISINEKE SOKUNCEDA ABAHLUPHEKILE ❤NGICELA NIFUNISISE UKUTHI USISI LONA OWALAHLEKA AKAYIHOLI YINI IGRANT YABAKHUBAZEKILE NA?
Paramedic guy should be arrested
The driver and his colleagues knows very well, ukuthi ukuphi u sisi wakho, they must be investigated
Kwaze kwaba buhlungu cc unkulunkulu uyabona uzolenza icebo uzothola ukuthi bamusa kuphi😢
Ohhhh akusebuhlungu
The ambulance driver bayamaz benzani ngalo cc😢
Hmm abantu beAmbulance abamaziyo kwaze kwanzima 🥹🥹nceseni mndeni
Bayamazi nangoku
Ziyethusa izinto ezenzeka kubantu mmmmm saside isikhathi kodwa la kumele kube khona ababoshwayo muntu nyamalala kanjani ezadleni abantu abasebenzela umphakathi😭Ayi kugcono ngampela wazi kuthi washona ube nesilonda sokuthi akasekho le nje Ayi ibuhlungu 😭
So painful akuboshwe wonkumuntu even amaphoyisa nabe ambulance
Eyyy bhuti uMdu uNkulunkulu ukubekile kulo msebenzi kusuka ngisho ABANTU abasuka eGoli ngoba beyibona imisebenzi yakho ujehova asingcinele wena Masuku kanti nisebenza kanjani lapho 💔💔💔💔💔lwaze kwabuhlungu udaba akuboshwe ABANTU inkulu into abayaziyo
Baba nephutha umuntu akahambi yedwa khona okushaya amanzi Lana ngapha nje ngakithi bayabuza Ama paramedic ukuthi uzophelezelwa ngubani Lena angyazi yokuthi bathing bazomhambisa bona bebodwa engathi ningamthola ucx
Mmmh ibuhlungu lendaba 😢eyi nkosi ngenelela okukuba ke agcine azile uCc kuthi kwenzakalani ku Cc wakhe kona abantu abazi iqiniso yilaba be Ambulance
Ake niye Ku Sisi Thembi Nyathi nizothola ukuthi usaphila noma akasaphili
Very sad case💔
I hope she gets the help she deserves.
Very sad indeed but why report it after 22 years. I doubt ukuthi uzoluthola usizo. Kubuhlungu kona bakithi
@@phumimabanga962 Beats me!
@@phumimabanga962 Shuthi ubeshawa ama platforms azoya kuwo oe. 🥺
@@MaNtuli29 Eish ngyabona😏
@@phumimabanga962 🥺😩
Ambulance driver with his/her assistant knows the truth they must answer.They took advantage of her blindness are evil deeds smells here.
kwaze kwabuhlungu lokhu bakwethu, awu Jehova umveze nkosi
Kwaku wrong kwasekqaleni ukuthi kthiwe akasale umuntu wasekhaya angamphelezeli,ngisho lokhu njengo nurse for the past 12yrs,i relative kmele njalo ibe ne patient,ngoba uma umuntu efika esbhedlela udinga umuntu wasekhaya ukchaza konke nokumuyisa eyndaweni ezibalulekule njengako x-rays etc.Kodwa ke asethembe nozomthola,uJehova anenzele umusa.
Kwaze kwababuhlungu Jehovah 💔💔💔💔💔💔